Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Inamandla Mpunga Siyabonga sesifunde okiningi.
Siyabonga ukusipha ulwazi🙏🙏🙏
Siyabonga, Mpunga, ngolwazi osihlephulela lona...iNkosi ikubusise🙏.
Mina Mpunga Yesintu ngithanda lesosikibha noma ijersey oligqokile
Impunga 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Ukhule nje bhutile syabonga 🤝
Impunga ngicela ngelinye ilanga usicushishe la uma umuntu uvame ukukhuluma emsamu ningatholani ngifanise nje indodana noyise abazwani ngenxa yezindlela zikayise ezingezihle akanaki lutho nje ekhaya mayelana nesintu kodwa eyasenza nje
Ndunakandaba siyathokoza🙏🙏🙏🙏
Mpunga Yesintu, bengifisa ngelinye ilanga uma uthola inxenyana yesikhathi sakho kewusiqophele umthwebulo lana usikhanyisela ngesizathu sokuthi umalokazane ethelwa ngenyoko uma esengena emagcekeni akulowo muzi asuke ezoganela kuwo.uqhubeke njalo nkosana usiphe iziqwanga ezikule nqolobane yakwaMbanjwa...
Njn bhuti imbeleko umzukul
Siyabonga
Uyabonga mpunga
Iqiniso,
Qhawe uma ngithenga inyama ngenhloso yokwandisa ukudla ( akesithi nje ngihlabe imbuzi, ngokwazi ukuthi umndeni mkhulu bese ngivuka ekuseni ngiyothenga inyama , akesithi nje yenkomo, kungehla kahle ethongweni?)
Mina Mpunga ngicela ungiphe iskhathi otholakala ngaso ngb klengosi awulitholi ithuba lokbuyela kthina knezinto ezibcayi ekengfise ungicushise kuzo
ociingweeni past 5 to past 7 ntambama
Ngyabonga baba Galaza hleze nami ngbenenhlanhla ngikthole ungekho matasatasa klungile angbonge baba
Mpunga yesintu ngisacela ukubuza ukuthi kungani imali yefa abantu abaningi mayifika kubo ifike iningi kodwa isheshe iphele loyomuntu ayidlabhaze nje mase iyaphela eyahlupheka
Bonginkosi ingoba umuntu wadalwa UNkulunkulu ukuthi akadle ithukuthuku zakhe bona nelotto bayafa noma iphele
Phumlani Dludla ngiyabonga kakhulu khehla lami
Mpunga yesintu!
IRice alidingeki 😂😂😂😂
Cha kuyezwakala mpungayesizwe la engisalakhona ngicela ukubuza nje imbhuzi iyahlatshwa Na?
Siyakheka kakhulu
Inamandla Mpunga Siyabonga sesifunde okiningi.
Siyabonga ukusipha ulwazi🙏🙏🙏
Siyabonga, Mpunga, ngolwazi osihlephulela lona...iNkosi ikubusise🙏.
Mina Mpunga Yesintu ngithanda lesosikibha noma ijersey oligqokile
Impunga 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Ukhule nje bhutile syabonga 🤝
Impunga ngicela ngelinye ilanga usicushishe la uma umuntu uvame ukukhuluma emsamu ningatholani ngifanise nje indodana noyise abazwani ngenxa yezindlela zikayise ezingezihle akanaki lutho nje ekhaya mayelana nesintu kodwa eyasenza nje
Ndunakandaba siyathokoza🙏🙏🙏🙏
Mpunga Yesintu, bengifisa ngelinye ilanga uma uthola inxenyana yesikhathi sakho kewusiqophele umthwebulo lana usikhanyisela ngesizathu sokuthi umalokazane ethelwa ngenyoko uma esengena emagcekeni akulowo muzi asuke ezoganela kuwo.
uqhubeke njalo nkosana usiphe iziqwanga ezikule nqolobane yakwaMbanjwa...