Asilungiseni - Imimoya - Ukuhlukahlukana kokuhlaba Minister TA Mbele kaNcanywa

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 11. 05. 2020
  • Inanda 88.4fm

Komentáře • 97

  • @nkosingiphilengcobo8885
    @nkosingiphilengcobo8885 Před 3 lety +3

    UMbele mhlampe ukhuluma nabanye abantu uma ethi abakini balele abakwazi ukukutshela ukuthi yenza ini. kumina akulona iqiniso leli ngoba abakithi abangasekho bayafika bangitshele ukuthi angenze ini ngingenzi ini. futhi bayangixwayisa uma kufanele. mhlampe amathongo awafani, kukhona akhonze ukuhudula ubuthongo bese kubakhona agada imindeni yawo

  • @ZanoUrban
    @ZanoUrban Před 4 lety +13

    Thokozani 🙏🏽🕯 Sanibonani.
    Mkhulu amaJuda okhuluma ngawo futhi naphethe umsuka wenkolo yobuKrestu ahlaba kakhulu kunathi bantu abamnyama. Bahlaba njalo. Bachitha igazi ngendlela exakile. Ngiyakuhlonipha kakhulu, kepha kubalulekile sisho uma kukhona lapho kukhona ukubhidana kolwazi. Yebo, nangesintu ikhona ngempela imimoya emibi ezishintsha izenze abantu bakini. Ifike imimoya izenze ogogo nomkhulu bethu, yebo ngiyavuma, kodwa esikwaziyo siyindlu yakwantu ukuthi zikhona Izithunywa, Izingelosi ezithunyelwe nguMdali bese futhi kuba khona Izithunywa zamaThongo ekuyilabo uMdali abanika umsebenzi wokuba nabo kube ngabenye bemimoya emihle ezohola umndeni.
    Angilwi, angideleli, besengiphawula kancane ngokuzithoba 🙏🏽

    • @harveynkosi9090
      @harveynkosi9090 Před 3 lety +1

      Ngiyabonga ngane yenkosi. Masingadukiswa ilempunga eyalahleka kudala. May in gene nedlanzana layo eskhotheni. Sizobafica khona umabanenhlanhla.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 2 měsíci

      Yiliphi isonto leqiniso kulomhlaba ngokwe Bhayibheli? Ngoba amasonto amaningi awawona aweqiniso ngokwalamavesi, Matthew 7:21-23,Roman's 10;1-3,2Corintians 11:12-15,2thimoty 4:3-4,2Peter 2:1-3.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 2 měsíci

      ​@@harveynkosi9090Yiliphi isonto leqiniso kulomhlaba ngokwe Bhayibheli? Ngoba amasonto amaningi awawona aweqiniso ngokwalamavesi, Matthew 7:21-23,Roman's 10;1-3,2Corintians 11:12-15,2thimoty 4:3-4,2Peter 2:1-3.

  • @PhillipBMakhanya-ms7dj

    Asifuneni ulwazi singasheshe siye kubantu nolwazi olushiya imibuzo emininingi edida kakhulu , bekuncono singakakulaleli.

  • @sicelothobekanimathuthu9869

    Ingabe soba yini nxa silahlekiswa ngabantu abadala kangaka

    • @judithmuna1068
      @judithmuna1068 Před rokem

      This whole episode has just been a waste of my time. That means let's stop doing what we are doing. While white people continue to slaughter our people, ritualistically so, like on a big scale!

    • @khethukuthulangcobo1128
      @khethukuthulangcobo1128 Před 8 dny

      Mumbuka ngathi ugangile nje angimtholisisi kahle lobaba 😢

  • @mthokozisimbhele7695
    @mthokozisimbhele7695 Před 3 lety +1

    Yah vele ukucitha igazi kuhlez kubiza imimoya and kujwayele kube imimoya ezodinga ulokhe ukwenzile lokho, angisho ukuthi it bad or good cos yeah ingakusiza uthole lezinto osuke uzicela but kzomele ukhokhe. Okunye naye umkhulu ksamele akhanyiseleke kwezinye izinto ngona nalo leligama elokhe elibiza liynkinga uNkulunkulu Nomdali izinto ezuw'thu ezihlukile

  • @GiftMhlanga-lg7qc
    @GiftMhlanga-lg7qc Před 10 měsíci

    Awume nentshumayelo ephelelwe impuphu...siphila ngedloz

  • @thaboshikwambane
    @thaboshikwambane Před 2 lety +2

    Inkosi Yasemkhizwaneni (CZcams) also speaks about lemimoya edinga igazi 🤔

  • @siyabongamchunu2608
    @siyabongamchunu2608 Před rokem

    Baba cha uyakhulumanje ngoba ungaphikiswa muntu kodwa ngaminje cha inkulumo yakho ayinasisekelo

  • @harveynkosi9090
    @harveynkosi9090 Před 3 lety +18

    Nangoke lomnumzani. His ideas are rooted in the bible. The same book he recieved from the missionaries. He seems to have spent his life dedicated to a life of slavery, with complete commitment to his master, the missionary. They will reward whoever, the missionary was to brainwash this man. I would advise someone to help this man emancipated himself from slavery. To the rest of us, ukuhlaba is a great African thing and we will maintain, for generations.

    • @phumlanidludla9633
      @phumlanidludla9633 Před 3 lety +2

      Uyasdukisa lobaba ngaze bone impunga uthembe

    • @samuelnsibande5815
      @samuelnsibande5815 Před 3 lety +7

      Ukhuluma iqiniso umkhulu

    • @thaboshikwambane
      @thaboshikwambane Před 2 lety +2

      Interesting take. I'm about to watch the video. I'll reply to you after watching
      In general, we find lots of people who were rooted in religion teaching isintu. That in itself is a challenge but we learn what we can from everyone
      Which teachers of isintu are not rooted in Abrahamic religions? I'm interested in checking out more and more of those teachers

    • @thandananierick7447
      @thandananierick7447 Před 2 lety +1

      dankie bhuti uqedile.

    • @aviwemusa6109
      @aviwemusa6109 Před 2 lety

      The same book the missionaries stole from Afrika and used it against it's people because it's people left their God to worship the God of the missionaries (Romans). The oldest Bible which is the most complete is in Ethiopia not in Europe.

  • @phumlanidludla9633
    @phumlanidludla9633 Před 3 lety +2

    Aw kahle baba mbele ukusidukisa awhlukile nabelungi abakhipha okhokho ezdwabeni namabheshu befuna ukusqba. Namanje lendlela yokbika isenziwa uma uthenge indawo uyabekwa kuze loyomphakathi waziswe

  • @mzwandilehlalabemzonda1458

    Baba Musa ukudukisa isizwe Samazulu impepho yikhambi lokuxhumana nokhokho bethu Musa ukuhluphekisa abantu ngoba angeke baphumelele Ngyabonga🙏

    • @andilengcobo5264
      @andilengcobo5264 Před 3 lety

      Kuzomele ubheke ukuthi amaZulu aqala nini ukuqala ukusebenzisa impepho
      2. Ubheke ukuthi why inkosi ushaka wayengazifuni izangoma ezibulala, amasiko akaZulu abulawe izangoma nabathandazi

    • @joshuamazibuko7808
      @joshuamazibuko7808 Před 3 lety +1

      @@andilengcobo5264 Zazikhona izangoma zangempela , uShaka wayebulala lezi ezithatha ushansi

  • @sandilezondifashion4513
    @sandilezondifashion4513 Před 4 lety +5

    Uchaza ukuthini uma ethi wathi,"kuhle ukukholelwa kubantu abafile ngoba kuyinkolelo yakho". Yena wakhuliswa kanjani kanti. Ey yaz. Asithakathi sonke, abantu abadala uma bedida thina esisakhula kuyaxaka, ukuthakatha nokuThaka, izinto ezimbili ezihlukene njengoba namagama ehlukene, yena akangafuni ukukwenza igama elilodwa.

    • @phumlanidludla9633
      @phumlanidludla9633 Před 3 lety +1

      Ay Sandile ukbuka nje kodwa siyadukiswa Lana lobaba ngeke angene ngisho ezulwini lomden ngoba yabona kuthi akenzi lutho okuwukubakhumbula

  • @khulekani.ezondo9690
    @khulekani.ezondo9690 Před 3 lety +2

    Wayekhuluma nobani uMvelinqangi wayekhuluma nobani eze ebeka leyo mithetho elandelwayo ?

  • @stillmusiqbeats6031
    @stillmusiqbeats6031 Před 4 lety +7

    Ngibingelele kwiNanda FM, ngicela ukuphawula kuloku okushiwo uBaba uMbhele, okokuqala nje izinto zemimoya angeke uzazi ngokuphelele ungesiyena umuntu wemimoya. Okwesibili uyaphazama ubaba uMbhele uma echaza umehluko phakathi kweDlozi ne Thongo. Phezu kwezizathu eziphathekayo nangokwesintu, iThonga ingelosi kanti dlozi umoya womuntu ongasekho ongangenanga emndenini noma kwelaMathonga ngenxa yokuth akenzanga kahle emhlabeni phese ayabuya ngendluzula kwabaphilayo afune ukulungselwa izinto. Ngokhoke iThonga umoya womuntu ohlambulukile oza ngephupho ulele ebuthongweni ufuke ukutshele umlayezo othile noma ukuxwayise kokuthile. Idlozi umoya womuntu ongagezekile obuya ngendluzula kwabaphilayo. UMsamo indawo ohloniphekile yokugcina izinto ezingamagugu zekhaya ngokwesonto ifana ne Lati is where you connect uma ufuna ukukhuluma neThonga lakho. Okwesibili umsamo nguwe wena uqobo ukuthi uzalwa ngobani bona babezalwa ngobani. Umsamo isibongo sakho yiso esixhumanisa neThonga lakho kanye, uma engena sbongo awunawo umsamo. Okhokho bethu bebecela yonke into emsamu benenkolelo yokuthi abaphansi yibo abaseduze noMvelinqangi. Umuntu akafi nhlobo uya emndenini wakubo, yiyo emhlulelayo before efika kuNkulunkulu.

    • @peacethabede6691
      @peacethabede6691 Před 4 lety +1

      Angithi - ke, siyadideka kanti bese kungathi okomdabu nathi asikuqondi kahle, ngiyafisa sibe nendlela yokufundisana that does not confuse us. Ngiyabonga my brother.

    • @asilungisenion88.4fmhostin7
      @asilungisenion88.4fmhostin7  Před 4 lety +2

      Angithi uyazi ukuthi wonke umuntu wamukelekile kuloluhlelo?? Ngicela uke uze nawe nibe now2 silungise

    • @belugaestate382
      @belugaestate382 Před 3 lety

      @@asilungisenion88.4fmhostin7 sicela nibize nangu umuntu bedibane bobabili ngoba lento echazwa ilobaba ayikho bizani nangu uMbatha 0828334063

  • @zubenathizubra9604
    @zubenathizubra9604 Před 2 lety

    Ai utata ubhele ulwazi lakhe linabo ubunyani nobuxoki inkolo yakhe leyo

  • @dineomaliehe2526
    @dineomaliehe2526 Před 3 lety +5

    so lemimoya have infliltrated our family tree / like a familiar spirit then we do practices and rituals for them as part of our culture.

    • @lwazidogunitkudlaluhamz7249
      @lwazidogunitkudlaluhamz7249 Před 3 lety

      Yess!!! they did

    • @thaboshikwambane
      @thaboshikwambane Před 2 lety

      Another CZcamsr by the name of Inkosi Yasemkhizwaneni also echoes the same sentiment. He’s also against ukuhlaba nokutcitha igazi
      Mina I’m not sure eh…

  • @thamisithole2837
    @thamisithole2837 Před 3 lety +5

    kanti akakhuzwa ngani lobaba edukisa izwe losisi uyavuma nje uze uthi " ngiyakuzwa minister " ayikho lento unamanga lomkhulu angifunanga nokuyibuka yonke le video mina vele angizwani namanaga!!!

  • @dbndlamini2825
    @dbndlamini2825 Před 3 lety +7

    Ubaba umBhele inkulumo yakhe ihambisana nenkolo esayifundiswa abengulu.khona I video yakhe la ekhuluma nge Dlozi nomsamo nokubuya ko muntu oseke wabokhona kule video uyaziphikisa. Lempilo or lendlela yama thongo or umsamo akuwona ama Zulu wodwa enza amasiko nangabantu abangasekho.yonke I africa and abantu abamnyama benza usiko olulodwa loku landela amathongo or ulandela u Jesu akekho onjengobaba Mbhele kuyaqala and kuyadida ukuthi angaphikisa yonke I Africa athi ilahlekile yena wazi iqiniso.
    Isintu esase africa not tribe ethize
    Sengike ngahlangana nobaba Mbhele saxoxa and ngahamba ngisalahlekile wangidida more ngangayi understand inkulumo yakhe.

  • @princencube8915
    @princencube8915 Před 2 lety

    Sbonge mkhulu inhlakanipho yemvelo onayo,kubekuhle nsukuzonke,umlayo hayi imikhuba ,umithetho lamasiko okuhlaba,umlayo uthi ungabulali kwasani

  • @kwanelemxolisimadlala7058

    Umdukisi wezwe lobaba

  • @khulumhlongo2176
    @khulumhlongo2176 Před 4 lety +1

    Ngibingelele ku Inanda FM. Sibonge nangokuletha abantu abafana no baba u Mbhele abanolwazi. Kanti kungaba mnandi nimeme kanye nobaba u VVO Mkhize. Bake bobabili bachaze ukuthi umsamo uyini, ithongo ne dlozi kanti nasendabeni yokuhlaba.

  • @abizikhali2292
    @abizikhali2292 Před 4 lety +8

    Thanks for the great content. Can you please have a dedicated photographer for ama teachings ka minister so we don't miss out on anything due to technical issues.

    • @harveynkosi9090
      @harveynkosi9090 Před 3 lety

      Uyabheda lomintu wena!!! Wafa ingqondo nje yini?

    • @tembelasilayi3641
      @tembelasilayi3641 Před rokem

      Harvey Nkosi we believe him thina bangabanye don't force us to not believe this man njengawe

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 Před 2 lety +1

    nc nc indod endala kanje engaz ukut khona umsam namadlozi

  • @ntobengcobo3497
    @ntobengcobo3497 Před 3 lety +1

    AmaSulumane ayahlaba nje nkosi yami.

    • @lwazidogpriority7178
      @lwazidogpriority7178 Před 2 lety +1

      Yebo ayahlaba ekpheleni konyaka wayo ebonga impilo,nomcebo,nezinto abaphiwe umdali,

  • @thamsanqangcobo4352
    @thamsanqangcobo4352 Před 2 lety

    Ngyafisa ukuhlala nale ndoda sixoxe siphikisane kuye le nale!

  • @samuelnsibande5815
    @samuelnsibande5815 Před 3 lety +5

    Unolwazi oluningi lomkhulu shem yaz

  • @princencube8915
    @princencube8915 Před 2 lety

    Imimoya yamathongo sisuke sixumane labor siphemba indlela yokulungisisa la konakala khona umhlaba uze ube kanjee

  • @joemoja1panstulajoemoja1pa76

    Uyenzanyini
    Muntu
    Abe
    Nemimoya
    Ya
    Mahala
    Uwutengi

  • @thobisanimweli9718
    @thobisanimweli9718 Před 3 lety +3

    Umkhulu lento akhuluma ngayo akayazi uzwa ngongizwa nje

  • @samuelnsibande5815
    @samuelnsibande5815 Před 3 lety +5

    7:13 🙌

  • @thaboshikwambane
    @thaboshikwambane Před 2 lety +3

    Points made:
    1. States that there are spirits that require blood sacrifices. He says that these are not good spirits.
    2. He says that the Yiddish Jews don’t use spirits that require blood sacrifices. He says that they use spirits but not the blood-dependent spirits.
    3. He says that the spirits that require blood are
    4. He says that your ancestors won’t come to you and ask for you to do blood sacrifices.
    5. He says that ancestors are sleeping and they cannot communicate and connect with you.
    6. He says that spirits live for 5,000-6,000 years.
    7. He talks about the ritual of ukubika umuzi. 8. He says that ukubika umuzi is currently understood as a blood spilling ritual meant to bring your ancestors into a new house. He says that this is incorrect.
    9. He says that ukubika was initially meant for the community you’re moving into. A practice done with and for the living. An introduction to the community.
    10. He talks about marriage. 11:49
    11. Explains that the real Mnguni word for marriage is “ukugcagca” not “umshado”
    12. He now states that, similar to ukubika umuzi, umgcagco is about introducing your wife to the community - not about introducing your wife to ancestors.
    (Community over ancestors is a strong theme that uBab’ Mbele pushes. In another interview he talks about community over family/ancestors)
    13. He says that the animal at an african wedding was being slaughtered merely for food
    14. States that churches are different because they use different spirits
    15. 14:45 A listener asks about the implications of Umsamo. (If the ancestors don’t connect/connect with the living. What’s Umsamo about?)
    16. Quotes the book of Hebrews regarding slaughtering and uses that to discuss where slaughtering comes from, how the Abrahamic God perceives it when humans slaughter and what was meant when they talked about slaughtering in the Christian Bible.
    17. He says that the original msamo is Umdali (the creator)
    18. He says that umsamo is knowing of umdali (the creator) and Umdali (the creator’s) needs
    19. He says that the SPIRITUAL use of imphepho is a new practice. He says that he himself uses it for physiological health reasons.
    20. Listener asks if it’s possible to connect straight with the creator and not participate with all these other spirits.
    21. He says that it’s not possible to live without these spirits. He says that spirits came first.
    22. States the word “dlozi” means to take care/guard.
    23. States that ingilosi (angel) is not a Zulu word. He states that the true Zulu word for ingilosi (angel) is idlozi. Since “dlozi” means to take care, he says that it’s a word used to refer to those that look after you.
    24. Caller calls in and discusses how he refuses to demonize his grandfather raised him. This caller continues speaking but is somehow cut by some type of advert that randomly starts playing ontop of his voice. Video stops/cuts.
    25. Topic changed. He explains where the word “sangoma” comes from. He says that “sangoma” comes from the term “sengaze nga woma ngi dlala abaphantsi”.
    26. He says that “abaphantsi” does NOT refer to ancestors. He says that it refers to various spirits - so isangoma connect with spsirits not ancestors.
    27. 25:08 He states that if you go to church but you don’t BELIEVE, you’re not doing certain things, you don’t bath in the correct manner then you’re the same as a sangoma because sangoma don’t bath too. You and the sangoma are both dirty. You call on Jesus but you claim to be focused on uNkulunkulu (the creator). He says that is wrong. He says praising Jesus is wrong because it’s similar to calling on those who’ve passed away.
    28. 30:33 Video cuts again. Assuming that there was an advert.
    29. States that imimoya are ginn spirits.
    30. The presenter asks why imimoya like blood and he says that imimoya (ginn spirits) eat food like humans
    31. Video cuts again
    32. States that it’s not possible for someone to die and come back with life. He says that it’s impossible for Jesus to have died and been resurrected. He says that whoever tells you that is sharing a fairytale. (I must add that the presenter said,”Okay” here and she sounded VERY offended 😂)
    33. Caller asks who lemimoya (jinn spirits) praise and report to. Mbele says that they’re all under uMveliqangi (the creator)

    • @judithmuna1068
      @judithmuna1068 Před rokem

      Uxakile loTata. 🤣🤣🤣🤣 So the same mimoya comes from the creator...🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @syam7213
    @syam7213 Před 4 lety +2

    Ngicela inombolo yababa noma engaxhumana naye kuze ngithole izincwadi zakhe. Ngibonge ukusipha imfanekiso yakhe noma sifisa ngathi ingaba yinde noma as an online Podcast makuvuma.

  • @sandilezondifashion4513
    @sandilezondifashion4513 Před 4 lety +5

    isiZulu sasilahla kudala futhi ngeke sisasazi ngoba izingane zikhula sifakwe amasonto. Eyomsamo nje cha ngiyayiphika. Uma ethi umsamo ukwazi ngomdali, useyaziphikisa uma ethi umsamo ingenhla lendlu. Wangihlekisa uma ethi ,"yin leyo , awuyisho ngesiZulu".😂😂😂😂😂😂😂. Kulokhu kokulandwa komuntu, angazi noma umkhulu ukuzwe kahle noma umuntu obebuza , efunda phansi ubonile yin bekhulunywa ngakuphi ukulandwa komuntu. Mangibona ngathi kukhulunywa ngikulandwa komuntu uma efele ngaphandle ekhaya. 😂😂😂😂😂😂😂 yabona umuntu uma edinwa yinto , uyamubona. Yamudina eyokuthi uJesu wavuka. 😂😂😂😂 EKugcineni sengiqeda, uMbhele okuningi akukhulumayo kuhlukile kukho konke mina esengikuzwe kukhulunywa ngabanye abantu abadala, kazi yena ukuthathaphi lokhu akushoyo, uthi uNkulunkulu ngumsamo aphinde athi umsamo ingaphesheya lendlu. Uma abantu asebashona abasekho, yin pho bebuye kithi ngamaphupho, imimoya lena okhuluma ngayo yona iyini iphumaphi, angaqambi amanga athi ngamaJEANS.

    • @ncamisilezuma3509
      @ncamisilezuma3509 Před 2 lety +1

      Angisho ukuthi lokhu engizokusho yikhona kuthathe kodwa ngokuqonda kwami imimoya le akhuluma ngayo uBaba isukela kulemimoya esencwadini kaEnoch, ngezizathu ezithize ayifakwanga ebhayibhelini lencwadi kodwa ikhuluma ngezingelosi ezashiya indawo yazo zehla zeza emhlabeni zabona ukuthi amadodakazi abantu mahle zase zizithathela abafazi kuwo azala izingane ezazingama-giants zibizwa nangama-nephilim. Lezi zingane kuthiwa helemuzi ngazo kuGenesis 6, zibizwa ngamadodana odumo asendulo lawa aze aba isizathu sokuthi uMvelinqangi awubhubhise ngamanzi umhlaba ngenxa yokuthi they had corrupted it so much.
      Encwadini kaEnoch ke kuyavela ukuthi wathi uMdali inyama yalama-giants izokufa kepha imimoya yayo will be wondering spirit's that will torment the earth ngoba their flesh belongs to the earth kodwa imimoya yona ayinandawo ezulwini since ingadalwanga uMdali wezinto zonke. Kahle kahle ayinandawo lemimoya, iyahambahamba le emhlabeni nasemkhathini, ayifi lemimoya, uqinisile uBaba uMbhele, midala from uzamcolo kaNowa, ayinamizimba hence iyajabulela ukuthola ithuba lokuba semzimbeni...yiyo le namanje esihluphayo. Ingakho kumele siqaphele sihlole yonke imimoya. Ngiyabonga.

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 Před 2 lety

    ay baba wabhed umdal kangak

  • @joshuamazibuko7808
    @joshuamazibuko7808 Před 3 lety

    Lomkhulu uzodukiswa izwe 🤞😂😂😂

  • @thandananierick7447
    @thandananierick7447 Před 2 lety

    lobaba uneskhathi sokdlala udidekile lo baba and angazi uyithathaphi lento ayikhulumayo asikwazi ukushintsha amasiko ethu nathi esingawazi aqalwa ngubani,yena yini agxeke kangaka,kusho ukuthi si wrong ekuhlabeni sibike imizi sicele inhlanhla kwabadala...come on tata.

  • @khulekani.ezondo9690
    @khulekani.ezondo9690 Před 3 lety +2

    Imimoya iphila 5000 yrs wakubona kanjani lokho wemkhulu ?

    • @ncamisilezuma3509
      @ncamisilezuma3509 Před 2 lety +1

      Uma ungakwazi ukuthola i-copy from the book of enoch ikhuluma ngezingelosi ezashiya indawo yazo phezulu zehlela emhlabeni zazithathela abafazi kumadodakazi abantu zazala izikhondlakhondla/giants/titans/nephilim.
      Lama-giants awungcolisa umhlaba ngokuxubanisa izinto ezingafani (mixing DNA of different species to create a brand new specie) lento eyenza uNkulunkulu awubhubhise ngamanzi umhlaba. Kuthiwa lama-giants agcina esedla nabantu (aqala lapho amazimuzimu)...uma efa kuzamcolo ke lama-giants imimoya yawo ayinandawo ezulwini ngoba yayingadaliwe uMvelingqangi yavela ngokona kwezingelosi. Lemimoya iyo le engicanga ukhuluma ngayo uBaba, ayinamzimba...ayifi...incwadi kaEnoch ithi iyolamba inxanwe kepha ingenakudla nakuphuza ngoba ayisenamzimba. Yiyona engathanda ukuhlatshelwa iphuze igazi ngoba iyanxanelwa i.e. it desires to be in the flesh again but it can no longer...

  • @user-qc7gw3jq9u
    @user-qc7gw3jq9u Před 2 měsíci

    Thongo part you are wrong
    What if sise-bithongweni who do we talk or interact with

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 Před 2 lety

    usiko lwethu lelo baba haw ukuhlaba

  • @belugaestate382
    @belugaestate382 Před 3 lety +4

    Hhay mkhulu wena uSindisiwe uyezwakala nje ulahlekisa abantu abamnyama mkhulu ngiyaxolisa nje ukubeka kanjena Kodwa inkulumo yakho ayikhombisi ukuthi uyinzululwazi hhay baba kubi nje ayihlangani lenkulumo yakho ngoba nanamhlanje kwa Israel basathandaza ethuneni likaDavide hhay baba udukisa isizwe nje umuzi ubikelwa abangasekho ngqi.

  • @njongonji1733
    @njongonji1733 Před rokem

    Mkhulu uconfused or brain washed .. kahle kahle contradiction en confusion ikwembethe but you are convinced ngokwakho..

  • @siphetholembethe1288
    @siphetholembethe1288 Před 2 lety

    Ukuthathaphi ukuthi ama muslim nama Juda abahlabi ubheda kakhulu lobaba

  • @lungelohntandohlungelohnta1578

    Mengikuthemba but you mislead us

  • @peacethabede6691
    @peacethabede6691 Před 4 lety

    Bab'umbhele,u myeza ubaba, kuno kudideka kithi sngabantu bomdabu ngiyafisa nje ukuba sengenze njani ukuthi singabo mdabu kube khona esivumelana ngakho, indida inengi futhi engathi nathi sibese sididana sisodwa iqiniso lithi sazithola sididwa saphuma kweyethu indlela sibuyisana kanjani????ningasididi kakhulu ngathi sizogcine sibuyele emuva.

  • @lethoh7470
    @lethoh7470 Před 3 lety +2

    Yey umphuphe lobaba yey hha

  • @injebomvu
    @injebomvu Před 3 lety +3

    Yehheeeeeeeeeeeeeni waze wasidukisa isizwe umuntu emdala kangaka kazi uyithathaphi lento ngoba ugxeka konke isintu nenkolo kahle hle yini elungile kuwe baba Mbhele hhay 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣😂🤣😂😂🤣😂🤣😂🤣😂😂

  • @sibusisomthembu1841
    @sibusisomthembu1841 Před 10 měsíci

    😂😂

  • @nzuzomthembu8913
    @nzuzomthembu8913 Před 3 lety

    Wayikhuluma imfishimfishi ubaba ondala ngakanga...kubuhlungu ukuswela ulwazi!!!

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 Před 2 lety

    dukile lamunt

  • @lethoh7470
    @lethoh7470 Před 3 lety +1

    Oshaka bangoba amangisi becele emadlozini ngok'khuluma empepheni nebala bawanqoba amangisi

  • @harveynkosi9090
    @harveynkosi9090 Před 2 lety

    This one is a lost soul. Follow him at your peril. Isintu i to yethu thina ndlu emnyama. Kodwa ke, mangisheshe and qualify this statement and say, in general, this isintu is a tradition and practice practiced throughout the world in one form or another.
    It will help us if we were outright with someone like this a d shut him up. He is bad to the soul.

  • @makaazo8365
    @makaazo8365 Před 3 lety +1

    Ayii umdukisi lo umdalakangaka usidukiselani

  • @lethoh7470
    @lethoh7470 Před 3 lety +4

    Kodwa ubaba kabani lo ongazi lutho kanjena?

  • @Mthomilk
    @Mthomilk Před 3 lety

    Waze wasuza lobaba ngomlomo.

  • @harveynkosi9090
    @harveynkosi9090 Před 2 lety +1

    That this man is a lost soul, is a respectful way of saying, cast him off, he is not worth your time.

  • @nhlanhlatreasurenkosiking8372

    Lomkhulu udideke kakhulu nje, if you can ask him how people make the rain to pour he will utter nonsense life doesn't begin in South Africa when came here we inherited surnames and we were lated guided by gods what to do traditionally and even after wars gods man went to speak to the gods and gods gave man the gift of polygamy, this guy is misleading nje, interview me with him I will prove that he is just old

  • @truebongz_
    @truebongz_ Před 2 lety

    Ulahlekile lo Mkhulu’s lo cha kyabheda straight. Usasebenzisa ne bible the same modified book Yama coloniser I wish 1 on 1 debate with this old dumb man