Hi sisi Hlengiwe injani. Mina ngu Zamani , sacela ungicacisele leliphuphp. Ngiphuma nginesithathulo esisha mara uma sivela ephupheni kungathi ama sandals lawa wamadoda . Lisho kuthini cela bandla ungihlaziyela ?
Yo cc yazi ngiphuphe ngingena ngiphoseka emgodini but ngabamba impande nganyuka ngayi ngaphuma kulomgodi but ngithe uma ngibuka phakathi lomgodi ngabona inyoka
Yaz uvasane ungene endabeni .awuqAli ngokunambitha qala siyabonga sisi
👏👏 ingabe uma uboniswa lezizinto kukhona yini ongazenzela khona ukuze uvikeleke ngaphandle komkhuleko . Akube kuhle 🙏🙏🙏🙏
Syabonga gogo cha ngithi mangdlulise njer nokuncoma wemaMbotho umuhle sisi🔥🔥💯 awunaMake Up ungewe nje❤️
Siyabonga cc ngokusichazela ngamaphupho...cela ukubuza uma uphuphe uhlanya noma uohuphe abantu abadakiwe
Thanks cc Ave uwacacisa Kathleen amaphupho❤
KunJan maMbotho Onyakeni Omusha
Syabonga Gogo 🙌🙌
Syabonga sisi ngkuphuphile nami okunjena ngigwazwa umunt ngaze ngalizwa Gazi linuka emakhalen ami
Siyabonga sisi, wamuhle umsebenzi wakho♥️🙏
Siyabonga cc
Siyabonga cc incazelo yamaphupho ngicela ukubuza mina ukut uma iphutha umuntu ongasekho akuphe imali engoten rand abangamaphephA ngabe kusho ukuthini dade
Syabonga incazelo
Syabonga ayikho I clip engenato manje🤞❤️
amen ngicela ukubuza ukuphupha uduba ikhaya
Asbonge kakhulu maMbotho🙏🙏🙏
Ngyabonga
Siyabonga kakhulu sisi🙏🙏
ngyabonga
Makwande
Mama
thank you so much cc God bless you 🙏sibonga ukusikhanyisela
bgyabonga
Amen. Ngicela ukubuza ukuty uma imbuzi ifele noma kuse ESIBAYENI ekhaya ifile ngabe kuchaza lokho? Ngiyobonga kakhulu ukuphenduleka nokuchazeleka.
Thokoza gogo ngicela ukubuza kuzani ukuphupha ushisa imali emhlophe🙏
Syabonga cc
Yoooh mina sekuze kwaba kabili ngigwazwa umtanami esiphangeni
Siyabonga kakhulu Cc
Ngyabonga
Saw ubona gogo, Uma uphupha I X yakho nibuyelana kanti nihlukene
Molo sisi , ndicela ukubuza mna phezolo ndiphuphe ndiqashwa xana ndithatha ibags zam ndihamba ndisiya kule deployment umlomo wam wavesike wagcwala ulwimi lwam la raiser lalikhulu lavala umlomo wonke andakwazi ukuthetha ...
Ngiyakudinga cc empilweni yami.
Sbonge maMbotho ngokusiphakela nokusifundisa. Cha kunzima emhlabeni abantu bayaganga ngempela. Ngicela ukubuza ukuthi uluphi uxhatho angaluthatha uma usuphiphe lawomaphupho..Ngiyabonga
0614007521
Thokoza Gogo, uma ulokho ushaywa uvalo uze uqhaqhazele kusho ukuthini?
@@hxmbotho3458 sambona cc Hlengiwe umtanami uniphupha kumnyama akhale iluohi usizo esingamnika lona ngivele ngithandaze kuphela
Linjani cc sibonge ukuchazelwa amaphupho
Siyabongo kakhulu
Ngiyabonga sis
Uphuphe uthenga imoto ehlophe❤
Siyabonga ncazelo Sisi. Ngicela ungichazela lana kuzosa nje ngiphuphe ngigibele emotweni esindala igugile kodwa iyahamba ngihle kwi passengers sit mina iyikotilo ewohlokayo ngisho nomzimba wayo. Ibimhlophe umbala wayo ibihamba kahle ingagijimini futhi ingahambi kancane ? Ngojabula mawukwazile ukungichazela mft. 🙏
Syabonga çc
Ukuphupha ushayela imoto kepha kunga caci ukuthi uphelelaphi
Uyithandwa sethu wena👆🏾.
Ngiyabonga gogo
Thokoza Gogo,, ngibonge ngokusexwayisa ukhule ngolwazi nonkulunkulu akubusise.
ngyabonga
syabonga 🙏
ngyabonga
Amen
Ukuphupha iminza uthathwa amanzi kodwa yimi nomfanzi kodwa saphuma ngithandaza saphuma
Siyabonga
Ngiyabonga sisi nami isikhathi esinengi ngiphupha ngigwazwa noma ukudutshulwa ngomuntu and now umuzimba wami awukho ryt
Sawubona MaMseleku sacela ukuphuza kuchaza ukuthini uma umuntu ephupha ngami siphuma kuGogo oyisangoma ethi kumina kumele ngenzelwe uRound
Gogo bengicela ukubuza ukuthi wenziwa kanjani umsebenzi wokuhlambulula isibongo sasekhaya
Siyabonga Sisi❤
Hi sisi Hlengiwe injani. Mina ngu Zamani , sacela ungicacisele leliphuphp.
Ngiphuma nginesithathulo esisha mara uma sivela ephupheni kungathi ama sandals lawa wamadoda . Lisho kuthini cela bandla ungihlaziyela ?
ngicela ukubuza noma ubani onolwazi, mina ngiphuphe ngikhipha ikati emnyango ngibiza u shembe.... lagcine liphumile kodwa lingibuka njee...
Ukuphupha amakhekhe esetafileni ukuphupha ndilumgiselela abantu amakhekhe la we birthday egcwele tafile
Uphupha ikhaba lombila elihlaza
Ngicela ukubuza ukuphupha mlungu eqoko izingubo ezimhlophe enyamalala ngibuye ngathiuyavela ngimubone. Odwa ngizovuka ngivule imlenze yami ingubo iseceleni kombede.
Sawbona MaMbotho, cela ukubuza uzivimba kanjani izinto ezinje
0614007521
Ngithanda ukunibingelela nonke siyabonga cici ngezincazelo zakho sengiyazi manje
Yonke lento into eyenzakalayo empilweni yami😭😭😭😭😭😭
Siwam ngikuzwa kepha mina ngicela ungichazele eliphupha,ukuphupha umuntu enamngcwaba esithi ukhathele kukusebenza ucelayena ukuthi makangcwatywe,kepha thina siyazi ukuthi kade samngcwaba,lomntu sina ukwazi ukuba ingabe akusiye na lona thina esithi samngcwaba na mayevela sefuna ukungcwatywa futhi,sichazani eliphupha ngicela ungisize sisi,ungiphe inchazelo yalo enkosi
Ukuphupha ulwandle kodwa lungenamanzi ubone isihlabathi zolwandle uthi ubuzobhukuda ufice isihlabathi lihle noma libi
Thokoza gogo kusho ukuthini uma uphupha ubisha odakenii ungene kuze kufike enkabeni kubekhona okuphonsela intambo ugcine uphumile ababukeli behleka abanye bethi mawuyekwe oyedwa wakwenu akutakule akukhiphe
Bafuna Mina Nd strong
Sawbona gogo kusho ukuthin ukuphuph munt sewake wathandana naye nehlukana engath nihlel nj kuhl kummandi kdw enqondwen yakh kubesengath nisathandan . Pls ngicel usizo liyangehlupha leliphupho libuya kaningana
Uyakukhumbulo boy an uzokuphephetha
So xa uphupha lomaphupho ithini solution?
❤
Sawubona Hle ngicela ukubuza ukuphupha untshoshelwa izincathulo zakho ozithandayo ngabangani bakho kusuke kuthiwani lapho
Kuphupha inka ikuluma beseubamba lomlomo uyawufzabula
Camagu ndibonga ukuva Thokoza gogo
ngyabonga
Yo cc yazi ngiphuphe ngingena ngiphoseka emgodini but ngabamba impande nganyuka ngayi ngaphuma kulomgodi but ngithe uma ngibuka phakathi lomgodi ngabona inyoka
Yaz angaz yini ether angbuke le video yakho kDa lento oykhulumayo yenzeke njr namhlqnjr ebusuku ngaphupha muntu ephethe umese onegaz kDa oyisinqamu uphukile lelogaz wazigcoba ngalo ebusweni wase ethi yangigwaza ngavele ngawubamba mese wangena esimpontshini kungathi nihleli esimpontshini ngilele ngimbethe ingubo so ngyadideka manjr mina en imimese iminingi maybe Ibiza la Ko 4 ngilokhi ngiyivika mayethi yangigwaza ngawo manjr kuyngthusa lokhu okukhuluma njengamanjr ngba kwenzekile Kimina😭kDa ngo nkulunkuli ngzonqoma ngyathemba
Ngicela ungi whattsup.kukhona engifuna ukukubuza yona.iphupho elaphushwa u mama wengane yami wase engoxoxela lona.angikaze ngilizwe.noma ngibuza kwengibethembayo abayizangoma abalazi.ngizabuza loko bese kube kuphela.plizz liyinkinga and siyabona lisho kukhulu mara esingakwazi
Sawubona sis Hlengiwe, Mina ngaphupha amadwala amatshe ehla kwindawo engathi intaba ewela phezu kwami engathi afuna ukungi mboza kodwa ngaphaphama engakongi mbozi
kubika izinkinga zezimo ezidalwa imimoya ekuwe ,ukuthi wena ufuna ukuqala ngempumelelobyakho kanti idlozi lifinga ukuthi ulungise izinto zalo kuqala mase kuyakulungela nawe
@@hxmbotho3458kyazwakala sisi. Manje kuyini lokhu okudinga ukulungiswa ngoba angikaze ngitshelwe into eqondile okuyiyona ekumele ngiyenze. Ngicela ungibonise ngidinga usizo
Ukuphupha train iwa ndiyikhwele
Kodwa nkosi mina ngigadlwa ngumamncane oshade nobaba ungihlanganyela nengane ka anti,kodwa ngibonga uJehova nezinyanya zami ngokungivikela
Cela ukubuza chaza ukuthin Uma uphupha udla amnqina engulube
Unjani maMbotho cela ukubuza uma uphupha usemsebenzini okudala wawuyeka. Njalo ngiphupha ngikulowo msebenzini
Kusho ukuthini nami liyangihlupha leliphupho
0614007521
@@gee-fs6co 0614007521
Ngiphupha umuntu ongumfundisi engi proposer e funa ukungi shada
Asbonge lapho.. Kunjani Sisi Hlengiwe? Syabonga kakhulu.. Bengilokhu ngizama ukukuthinta kodwa bengifowna ngenye inumbe.. Kodwa ngizozama ksasa..
Thokozani Gogo khona mauphopha I roof yendlu uhlala kuyo ingena manzi (leaking)rain water,I dreamed of my room here at work the roof leaking
kubika usizi nenhlupheko olungase kukwembathe0614007521
Ngicela ukubuza mangiphupha ngidrava into noma ngihamba nabelungu ngiswekile ngibhala
Ndcela ukubuza uphupha ujova ngenaliti ngamasonja
Ngicela ukubuza uma uphupha ugula kuchazani
Ukuphupha ndibiza igama lika gogo wam lobuntombi
Sis Hlengiwe bengbuza ukuthi kubaluleke kanganani ukuthi mawubuya emncwabeni uzihlambulule noma ugeze lesithunzi saloyo muntu obuya kuyoncwaba
Thanks khehla
Uqinisile konke okushoyo ngavuka ekufeni ngaphenduka isixwala konke ekushoyo ngabekana nakho kodwa ngomusa kankulunkulu asinda ngindlule kuzozonke izinto ozishoyo umons
Wasiza Myalo ngokuchaza lamaphupho.
Thank you kubi la ngaphandle
bayahlupha
Ngcela ukuzala mhlampe ngangicacisela ukuphupha imicimbi yikini yenzelwa emaxuweni kukhona nangasekho ngisho nongabazi kushukuthini
Ndiyayithanda indlela ocacisa ngayo amaphupho. Qhubeka nesiphiwo Sakho Sisi
Ukuphupha ndisothula impahla kwi train ndikekagqibi ihambe ndiyimise ndikhwaze ime maseyima ivele iwe ndiphume ke mna nempahla zam ebendiziphethe ndibashiye beyivusa traim
Cela ukubuza gogo kuchazani ngiphuphe ingani yami emncani ingilethele inyoka yasemfuleni
Kunjani cc,kuchazani ukuphupha ukukela emgodini kube kunomuntu ohlezi lapho ngikaka
0614007521
Thokoza Gogo kunjani ngokukhulu ukuzithoba ukubuza ukuthi ngoba ngiphuphe iex husband kasisi wami iyosindisa umtwana wayo eminza emfuleni omkhulu ngabe kusho ukuthini lokhu
Sisi unjani kudala ndaphupha ndihlatywango ngeMela kodwa ndilwe nomntu lowo ndiyophule ..
Enkosi sisi wam kakhulu now I know kutsho ukuthini...
Uphupha uphaphela phezulu
Uma uphupha ibhondlela ofaka kulo ikhandlela liphuka phakathi kusale ili ngaphansi lalo kusho ukuthini lokho
Ukuphupha uhamba nengoduso emasimini anombila namabele amakhulu okumangazayo kucazani
Hi cc gicela ukubuza mawuphupha undiza esigageni ubone ijuba Eli blue elinombala omnyama emqaleni
Unjani Sisi hlengiwe, ngicela ukubuza ukuthi, ukuphupha ukomalume wakho kodwa izulu lihloma , noma wakho akulandele kodwa ningahambisani.emvakwalokho selisile izulu kuqhamuke umuntu omaziyo ethenge iveni elimhlophe lilisha ,umbongise aphume nabangani bakhe bedansa futhi bephuza egcekeni, nawe uzibone uhleliphakathi erondo nawe udakiwe uze uphethe nebhodlela ??? Ngyabonga
061 400 7521
@@hxmbotho3458 💔💔 ngibona manje ukuthi usuphendulile angaz noma ngifone manje noma kusasa
Sawbona gogo cela kubuza mina ngiphuphe ngijahwa inhlwathi ehlathin ngitheza izinkuni
😢
Ngicela ukubuza manga uphipha umuntu omaziyo ekuluma ngamazinyo
Umuhle kodwa Hlengiwe ntombi yakwa Mbhotho. Muhle futhi nomsebenzi wakho sikhanyisele nkosazan
Minabathathe isicathulo emzebenini
Uma uphuphe amasimba
Siyabonga Sisi
ngyabonga
@@hxmbotho3458 MaMbotho ngicela ukubuza ukuphupha amanzi amaningi angena endlini kusho kuthini ngiyabonga
@@powerbase9552 kubikabisifonesingalawuleka uma ngase nibenenhlambuluko
@@hxmbotho3458 Ngiyabonga kuyezwakala