Ukulamula umbango wabantu abadala

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 25. 05. 2023
  • Bayalanyulwa abantu abadala uma bebangisana phezu kwakho

Komentáře • 49

  • @mandlantsele8785
    @mandlantsele8785 Před rokem +6

    Let's hope he's not too expensive...but he looks like he knows he's work...i love him... Mkhulu Simosezulu...💪

  • @NONJABULONYUSWA-jx4lh
    @NONJABULONYUSWA-jx4lh Před rokem +2

    Siyabonga kwiMpunga ngokusilethela umuntu ozosilethula isisombululo sokulungisa ukulamula umbango wezidalwa. Siyabonga kumkhulu Simosezulu ikakhulukazi ngokuveza ukuthi lenkinga iyenzeka ube uzelwe abazali abaganene.

  • @mkhabolengayondodemnyama8418

    Mina Mkhulu Mpunga ngicela ungzamele uMkhulu onjengalona ozongsiza klenkiyankiya engbhekene nayo ngyamuzwa loMkhulu onaye uyanamathisela kuphelele akuvuzindawo syabonga kakhulu Mpungaaaaaaaaaaaaaaaaaa

  • @RumbidzaiNota-qr7qo
    @RumbidzaiNota-qr7qo Před rokem +3

    Kuzwakele... Ukubeke kwacaca especially lapho uthi umuntu mele umhlole maqala bese uyamsiza ayy ayohlole Lee besefuna ukuth umdlulise into engahlolwangwa nguwena thank you

  • @LuckyMajozi-ok5su
    @LuckyMajozi-ok5su Před rokem +3

    Awu koda Vusi awusixolele ngemibuzo mfwethu

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 Před rokem +2

    Siyabonga kakhulu mfoka Ngcobo, nesihambeli sakho.

  • @DorisBenson-yr1tg
    @DorisBenson-yr1tg Před měsícem

    Sawubona ngicela ukubuza sifakwa makwenzenjani isiphandla

  • @Classifiedinsiders
    @Classifiedinsiders Před 6 měsíci

    Sanibona kwi channel ye mpunga yesintu 🙏🏾🙏🏾 siyabonga baba ukusilethela umlaphi wendabuko....🙏🏾

  • @sandilezondo6308
    @sandilezondo6308 Před rokem +4

    Mpungaaa..Muhle umsebenzi obizelwe kuwona, futhi uyancomeka. Ngifunda okuningi

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 Před rokem +2

    Mzukulu kaMdumo,siyabonga

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před rokem +1

    Makwande Mpunga YeSintu nakuwe Mkhulu SimoSezulu.🙏

  • @eshterprecious2884
    @eshterprecious2884 Před rokem +1

    Waze wayibeka indaba. mkhulu mina ngyabangwa ngamadloz

  • @MuzokhonaMbatha-eb7gt
    @MuzokhonaMbatha-eb7gt Před rokem +1

    Iqiniso phambili ngasosonke iskhathi syajabula boMkhulu

  • @nondumisohlongwane4361

    Siyabonga kakhulu mkhulu.

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 Před rokem

    Enkosi mpunga yesintu

  • @babesmaq6433
    @babesmaq6433 Před rokem +2

    Impungaaa. Eish mkhulu sibonge sifunda lukhulu kwelikhaya.

  • @user-rt6od2ds3r
    @user-rt6od2ds3r Před rokem

    How do you do that
    Explain in steps and why they compete.

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před rokem

    Konje amadlozi ahlala kuphi?

    • @thembamdlongwa5586
      @thembamdlongwa5586 Před rokem +1

      Hlala khonalapho kulayini iyeza impendulo oyfunayo😂

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      ​@@thembamdlongwa5586 Ingabe kusho ukuthi aniyazi impendulo ukuthi amadlozi ahlala kuphi?

    • @thembamdlongwa5586
      @thembamdlongwa5586 Před rokem +2

      Inkinga isekutheni umbuzo wakho uwubuza ebantwini abawrong,iyebuza kubo Pastor Zondo naboMakamu. Thina ngeke sikuphendule ngoba impendulo unayo,kodwa unakana nabantu abawrong

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      @@thembamdlongwa5586 yinina abakhuluma ngamadlozi Kodwa anazi ukuthi ahlala kuphi 😭😭😭

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 Před rokem

      @@vusimngomezulu2500 uJesu uhlalaphi?

  • @sphesihlekubheka8889
    @sphesihlekubheka8889 Před rokem +1

    Kanti impunga yesintu isilethela nin lomuntu eyathi izomletha.?

  • @manyananihlwatika726
    @manyananihlwatika726 Před rokem +2

    Kumnandi ukubukela Impunga Yesintu