Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Kunjalo mpunga yesintu iqiniso lelo Nami ngazi kunjalo
Wayishaya mkhulu....hhei sidukile mtanedlozi. Point taken sengizobaxoxela thokoza mtomdala.
Wasiza Mpunga Yesintu ngalomyalezo oqoshiwe.Thina kade sidlala abantu abangasazi isintu. Kade ngiqalile ngibatshela uthole ukuthi inkani ikhona kubo ngoba nabo sebakholelwa kulemikhuba esisabalele izwe lonke.Ngiyathemba mina la ngilethwe yibo abanikazi bomuzi ukuthi ngizothola ulwazi bese ngenza izinto ngendlela efanele nesemthethweni. Ngibonge Mpunga Yesintu.
👏ngiyabonga mpunga yesintu 👏
Plus legang esuke ihlinza iyidla same day😂😂🙌almost yonke imizi engsuke ngayihamba
Nawe ubobhasobha ukuhamba imizi okusuke kwenziwa kuyo imisebenzi loool (joking)
Impela kuyiqiniso elimsulwa leli olikhulumayo,akaze kube isenze esincomekayo ukwenyula ukudla!! Kodwa kunenkinga engeve ixakile emindenini eminingi ngengale yokuqikelela abantu abangaganiwe ngoba usuthola ukuthi kwaNkosana yomndeni ayiganiwe inkinga engenasixazululo le, njengoba kuncomeka ukuthi kuqale kudle abaganiwe kuqali siyothini ngoba abantu babiza umkipito ngomgano.
Mfoka mnyandu uyithintelani indaba enkulu kangaka!!!!! uyazi angazi nokuthi ngoiphawule ngithini
@@impungayesintutv impela sibhekene nengwadla ngoba abantu abadala ngokwesigaba esifanele bayincosana kanti kweminye imizi abekho sanhlobo ngenxa yokungashadelwa.lento eyenza kube likhuni satshe ukuqikelela izinto ezibalulekile,njengako ukukhipha isithebe samadoda omndeni.
Muhle umsebenzi wakho mpunga
Iziphakathi sizidla ngalelo langa nesibindi sosiwa landlini yamadlozi kuze kube nosi, kuso kuthi sirong nje neziphakathi
Mpunga kwakhanya bha, ukungazi kuyingozi kodwa okuyingozi kakhulu ucima isibani usuwazi. Sibonge 🙏🏾.
Ngiyabonga golwazi ✌🏿
Siyathokoza akengithi nje Impuuungah🙏🙏🙏🙏
Nice topic Mpunga yeSintu 👌🏾
Uyinkunzi mpunga yesintu uyasisiza
Ngiyajabula Mpungayamaqiniso umangabe ugiya kanjena kuyawenza umqondo.Bengingathokoza umangabe ungaphawula uhlanganise notsthwala obusuke bugayelwe lowomsebenzi ukuthi kuyiphutha yini ukuthi abantu bethi behlinza bebe bephuza bona kanye lobotshwala obusuke bugayelwe umsebenzi.Kwathi "Facaaaaaaah!"😂
Kunjalo. I Mpunga mayike isichazele nango tshwala besintu ukuthi buphuzwa nini
Wayithinta indaba cha ayy ngath ngizolalela emsakazweni😊
Syabonga Mpungaaaa noma okuningi sesikuthole sesenze emningi imsebenzi sangenza ngokuyikho nokuth umndeni uyavama ukukonisa mawungumuntu wesfazane ungaganile sebezozwa ngami bethanda bengathandi ngoba ulwazi senginalo
Eiy wayibeka indaba efihlakele ejulile nobukhulu ubuhlakani ongayizwa ingane encane esakhasela eziko umona awuphilisi kepha leqiniso olibeka la liyilo unembe enxebeni
Ngiyazibongela. Ngifunde lukhulu ngalenkulumo. Kade sidlela ebumnyameni. Sesizokwenza okuyiko sifundise isizwe. Inkinga ukuthi bona abadala emakhaya abakwazi ngisho ukuhlaba lokhu. Bacela abanye abantu besekuyonakala. Ngokwami futhi ukwazi ukuthi inkomo ihlatshwa abomndeni kanye nabakuboNkosikazi kuphela. LaboMakhelwane abafika bathi bazosiza beze nemimese yabo kuliphutha elikhulu esilenzayo ngobuvila. Ilapho yonakala khona bese benikwa inyama bebongwa ngokusiza.
Yebo injalo Mpunga Yesintu
Mmmm ey wayibeka Mpunga kodwa nami ngifisa ukuzwa ngamantshontsho ukuthi wona akhishwa uma kunjan
Asiyeke imikhuba senze okuyikho, uzokhumbula ukuthi uma kuhlatshiwe kwakuba abantu bomndeni kuphela kwabe sekonakala izinto kwase kubanje
Cha ayy.... Mmm... Mpunga iyalwa, yima ngamatshe Nduna kandaba lokho okusuke kosiwa noma kuphekwa akubi bikho ezincutshini ezibalulekile ngoba phela siyazi kuth ibhuzi noma inkomo kunezicubu zakhona ezingathintwa Uma sekwabiwa isithebe kuyaziwa kuth zinabanikazi bazo akudlalelwa kuzo.
Mmm kunjalo Mpunga imbuzi yebo siyakwazi ukuyihlinza singumndeni inkinga iqala uma sekuhlinzwa inkomo baningi omakhelwane abasondelayo belekelele kuze kube ukuthi usuyawakhipha amantshontsho nekesi nebhodlela. Ikuphi esingabapha khona ngaleso skhathi uma kungamele sisike enyameni
Nkululeko izinto zoniwa yikho ukuthi senzela abantu kumele bezwe ngani umthetho wasekhaya kuyaziwa ukuthi imizi kayfani
@@phumlanidludla9633 mmm khona uqinisile MfokaDludla kuncono sibaphuzise udrink bahambe babuye ngakusasa sebezodla inyama
Baba ✊
Cha ekhaya siyaye sipheke inyama yangaphakathi kuphela 🙈🙈🙈😀😀😀😀😀😀
😂😂🤣🤣🤣🤣😂
Mina Mpunga bengingajabula sekuthiwa ungabhala izincwadi ezichaza izindlela imisebenzi ethile eyenziwa ngazo, ngoba hhay kudlaliwe ngabantu bedlala ukweswela ulwazi.
Zikhona mtakababa,Mina ngisathenge eyodwa ethi Sithini isintu sengishoda ngale ethi Amava ........
Siyafunda mpela into ekade singayazi siyancenga Mpungayesintu
Ngiyabonga kwiMpunga sengicaciselekile kokuthile,nanku umbuzo enginawo Mpunga kungabe kufanele yini ukuthi uma kuhlatshwe imbuzi bese kuphekwa izibindi nenhliziyo ngalona lelo langa kudliwe abanumzane bekhaya??
Cha,kuphekwa ngakusasa kudliwe..ngosuku lokuhlaba kudla abadala kuphela.
Kuyawenza umqondo mnewethu.
Ayi siyezwa mfokaMbanjwa
Mpunga uthi izojo azikho?
Kuyezwakala
Kanti amantshontsho wona adliwa nini Mpunga
Angyona impunga Ngomane adliwa ngaksasa
Imdikizo ilenyama ekthiwa idikiza impukane?
Uwasha singasawudla?
Angiphikisani nawe bafo kodwa iskhathi esiningi umsebenzi wabadala uyabikwa ngembuzi bese kuhlantshwa nenkomo, inkomo yenzelwa abantu abakhona kodwa amantsontso phela basuke bekade behlinza mele bose kube khona okushunqayo nosi , imbuzi vele iyalala ngoba eyabadala
Kukhona lapho ongidida khona uma uthi umsebenzi ubikwa ngeMbuzi, ubikela bani? leyo mbuzi obika ngayo uyibhekisa kubani? kumele wenze umathanda wakho yini ngaleyonto?
manje ke Mpunga yesintu. amantshontsho kahle kahle yini? ngoba mhlambe thina siyiphambanisa lapho
Amantshontsho mnewethu inyama esikelwa labo abebekade behlinza akhishwa ngakusasa inyama isilalile. Nami engiye ngibone kwenzeka ekhaya angazike noma kuyisiko noma umkhuba wasekhaya nasendaweni yini
@@umcebiseni6474 uqinisile mnewthu
@@umcebiseni6474 wayibeka yacaca ke manje sengiyayibona. okusho ukuth mina la ebengiyiphambanisa khona isekutheni akhishwa nini amantshontsho, uma sesiya ngokwalo mfanekiso. kodwa ke sengicaciselekile manje
Sawbona Mpunga yesintu, ngicel ukbuz ukth amantshontsho awasiyo yin inkinga ukuphuma ngalolosuku lokuhlaba njengoba uphakamisa ukuth isintu sith inyama ithintwa ngaksasa? Ngyabonga
Prince Shabalala amanthsontsho akhiswa ngaksasa sebeyidlile abanikazi bayo
😂😂😂😂😂
Kuyazwakala mfo ka Mbanjwa. Manje ke ngabe kuvumelekile ukuba insizwa engaganiwe ihlabe imbuzi okanye inkomo yomsebenzi wabadala na?
Ukuhlaba akuhlabi noma ubani ngoba umkhonto unomnikazi
Njomane uma ungaganiwe akvumelekile ukhlaba inkomo ngoba akakho ozomhlalela esthebeni kodwa imbuzi ngayhlaba
@@phumlanidludla9633 ngiyabonga bafo. Masiqhubekeni sifundisane ngesintu sethu.
@@impungayesintutv ngiyabonga Mpunga Yesintu.
Ey sibhajiwe bafwethu kokunye uthola ukuthi abantu abadala bakhona khaya kodwa zinto bezone uthi beka mbono kthiwa thulaa
Ngiyani bingelela, ngicela ukbuza ukuthi hini umdikizo?
@Themba Nkuna umdikizo yilenyama ebizwa nge Mpukane Uma kuhlinzwa imbuzi noma inkomo ibonakala ngokunyakaza vibrater iyasikwa lakunyakaza khona yiyoke lebizwa ngomdikizo.
impukane
It makes sense Mpunga YeSintu kodwa akwenziwa njalo emakhayeni ethu. Kuyojiwa same time 🤷♀️
Ngicele ukubuza, ingane ayifundiseki yini ngaphandle kokuthi ishawe? Ngoba ingane isuke ingazi ishawelani ngaphambi kokuthi ifundiswe? Inkulumo yakho iyafundisa kodwa nginalo mbuzo nje
Aybo nhlobonike yombuzo le!!!
😠😠😠UNAMANGA LO👇👇👇👇czcams.com/video/nnGnM40e2sE/video.html
Kunjalo mpunga yesintu iqiniso lelo Nami ngazi kunjalo
Wayishaya mkhulu....hhei sidukile mtanedlozi. Point taken sengizobaxoxela thokoza mtomdala.
Wasiza Mpunga Yesintu ngalomyalezo oqoshiwe.Thina kade sidlala abantu abangasazi isintu. Kade ngiqalile ngibatshela uthole ukuthi inkani ikhona kubo ngoba nabo sebakholelwa kulemikhuba esisabalele izwe lonke.Ngiyathemba mina la ngilethwe yibo abanikazi bomuzi ukuthi ngizothola ulwazi bese ngenza izinto ngendlela efanele nesemthethweni. Ngibonge Mpunga Yesintu.
👏ngiyabonga mpunga yesintu 👏
Plus legang esuke ihlinza iyidla same day😂😂🙌almost yonke imizi engsuke ngayihamba
Nawe ubobhasobha ukuhamba imizi okusuke kwenziwa kuyo imisebenzi loool (joking)
Impela kuyiqiniso elimsulwa leli olikhulumayo,akaze kube isenze esincomekayo ukwenyula ukudla!!
Kodwa kunenkinga engeve ixakile emindenini eminingi ngengale yokuqikelela abantu abangaganiwe ngoba usuthola ukuthi kwaNkosana yomndeni ayiganiwe inkinga engenasixazululo le, njengoba kuncomeka ukuthi kuqale kudle abaganiwe kuqali siyothini ngoba abantu babiza umkipito ngomgano.
Mfoka mnyandu uyithintelani indaba enkulu kangaka!!!!! uyazi angazi nokuthi ngoiphawule ngithini
@@impungayesintutv impela sibhekene nengwadla ngoba abantu abadala ngokwesigaba esifanele bayincosana kanti kweminye imizi abekho sanhlobo ngenxa yokungashadelwa.lento eyenza kube likhuni satshe ukuqikelela izinto ezibalulekile,njengako ukukhipha isithebe samadoda omndeni.
Muhle umsebenzi wakho mpunga
Iziphakathi sizidla ngalelo langa nesibindi sosiwa landlini yamadlozi kuze kube nosi, kuso kuthi sirong nje neziphakathi
Mpunga kwakhanya bha, ukungazi kuyingozi kodwa okuyingozi kakhulu ucima isibani usuwazi. Sibonge 🙏🏾.
Ngiyabonga golwazi ✌🏿
Siyathokoza akengithi nje Impuuungah🙏🙏🙏🙏
Nice topic Mpunga yeSintu 👌🏾
Uyinkunzi mpunga yesintu uyasisiza
Ngiyajabula Mpungayamaqiniso umangabe ugiya kanjena kuyawenza umqondo.
Bengingathokoza umangabe ungaphawula uhlanganise notsthwala obusuke bugayelwe lowomsebenzi ukuthi kuyiphutha yini ukuthi abantu bethi behlinza bebe bephuza bona kanye lobotshwala obusuke bugayelwe umsebenzi.
Kwathi "Facaaaaaaah!"😂
Kunjalo. I Mpunga mayike isichazele nango tshwala besintu ukuthi buphuzwa nini
Wayithinta indaba cha ayy ngath ngizolalela emsakazweni😊
Syabonga Mpungaaaa noma okuningi sesikuthole sesenze emningi imsebenzi sangenza ngokuyikho nokuth umndeni uyavama ukukonisa mawungumuntu wesfazane ungaganile sebezozwa ngami bethanda bengathandi ngoba ulwazi senginalo
Eiy wayibeka indaba efihlakele ejulile nobukhulu ubuhlakani ongayizwa ingane encane esakhasela eziko umona awuphilisi kepha leqiniso olibeka la liyilo unembe enxebeni
Ngiyazibongela. Ngifunde lukhulu ngalenkulumo. Kade sidlela ebumnyameni. Sesizokwenza okuyiko sifundise isizwe. Inkinga ukuthi bona abadala emakhaya abakwazi ngisho ukuhlaba lokhu. Bacela abanye abantu besekuyonakala. Ngokwami futhi ukwazi ukuthi inkomo ihlatshwa abomndeni kanye nabakuboNkosikazi kuphela. LaboMakhelwane abafika bathi bazosiza beze nemimese yabo kuliphutha elikhulu esilenzayo ngobuvila. Ilapho yonakala khona bese benikwa inyama bebongwa ngokusiza.
Yebo injalo Mpunga Yesintu
Mmmm ey wayibeka Mpunga kodwa nami ngifisa ukuzwa ngamantshontsho ukuthi wona akhishwa uma kunjan
Asiyeke imikhuba senze okuyikho, uzokhumbula ukuthi uma kuhlatshiwe kwakuba abantu bomndeni kuphela kwabe sekonakala izinto kwase kubanje
Cha ayy.... Mmm... Mpunga iyalwa, yima ngamatshe Nduna kandaba lokho okusuke kosiwa noma kuphekwa akubi bikho ezincutshini ezibalulekile ngoba phela siyazi kuth ibhuzi noma inkomo kunezicubu zakhona ezingathintwa Uma sekwabiwa isithebe kuyaziwa kuth zinabanikazi bazo akudlalelwa kuzo.
Mmm kunjalo Mpunga imbuzi yebo siyakwazi ukuyihlinza singumndeni inkinga iqala uma sekuhlinzwa inkomo baningi omakhelwane abasondelayo belekelele kuze kube ukuthi usuyawakhipha amantshontsho nekesi nebhodlela. Ikuphi esingabapha khona ngaleso skhathi uma kungamele sisike enyameni
Nkululeko izinto zoniwa yikho ukuthi senzela abantu kumele bezwe ngani umthetho wasekhaya kuyaziwa ukuthi imizi kayfani
@@phumlanidludla9633 mmm khona uqinisile MfokaDludla kuncono sibaphuzise udrink bahambe babuye ngakusasa sebezodla inyama
Baba ✊
Cha ekhaya siyaye sipheke inyama yangaphakathi kuphela 🙈🙈🙈😀😀😀😀😀😀
😂😂🤣🤣🤣🤣😂
Mina Mpunga bengingajabula sekuthiwa ungabhala izincwadi ezichaza izindlela imisebenzi ethile eyenziwa ngazo, ngoba hhay kudlaliwe ngabantu bedlala ukweswela ulwazi.
Zikhona mtakababa,Mina ngisathenge eyodwa ethi Sithini isintu sengishoda ngale ethi Amava ........
Siyafunda mpela into ekade singayazi siyancenga Mpungayesintu
Ngiyabonga kwiMpunga sengicaciselekile kokuthile,nanku umbuzo enginawo Mpunga kungabe kufanele yini ukuthi uma kuhlatshwe imbuzi bese kuphekwa izibindi nenhliziyo ngalona lelo langa kudliwe abanumzane bekhaya??
Cha,kuphekwa ngakusasa kudliwe..ngosuku lokuhlaba kudla abadala kuphela.
Kuyawenza umqondo mnewethu.
Ayi siyezwa mfokaMbanjwa
Mpunga uthi izojo azikho?
Kuyezwakala
Kanti amantshontsho wona adliwa nini Mpunga
Angyona impunga Ngomane adliwa ngaksasa
Imdikizo ilenyama ekthiwa idikiza impukane?
Uwasha singasawudla?
Angiphikisani nawe bafo kodwa iskhathi esiningi umsebenzi wabadala uyabikwa ngembuzi bese kuhlantshwa nenkomo, inkomo yenzelwa abantu abakhona kodwa amantsontso phela basuke bekade behlinza mele bose kube khona okushunqayo nosi , imbuzi vele iyalala ngoba eyabadala
Kukhona lapho ongidida khona uma uthi umsebenzi ubikwa ngeMbuzi, ubikela bani? leyo mbuzi obika ngayo uyibhekisa kubani? kumele wenze umathanda wakho yini ngaleyonto?
manje ke Mpunga yesintu. amantshontsho kahle kahle yini? ngoba mhlambe thina siyiphambanisa lapho
Amantshontsho mnewethu inyama esikelwa labo abebekade behlinza akhishwa ngakusasa inyama isilalile. Nami engiye ngibone kwenzeka ekhaya angazike noma kuyisiko noma umkhuba wasekhaya nasendaweni yini
@@umcebiseni6474 uqinisile mnewthu
@@umcebiseni6474 wayibeka yacaca ke manje sengiyayibona. okusho ukuth mina la ebengiyiphambanisa khona isekutheni akhishwa nini amantshontsho, uma sesiya ngokwalo mfanekiso. kodwa ke sengicaciselekile manje
Sawbona Mpunga yesintu, ngicel ukbuz ukth amantshontsho awasiyo yin inkinga ukuphuma ngalolosuku lokuhlaba njengoba uphakamisa ukuth isintu sith inyama ithintwa ngaksasa? Ngyabonga
Prince Shabalala amanthsontsho akhiswa ngaksasa sebeyidlile abanikazi bayo
😂😂😂😂😂
Kuyazwakala mfo ka Mbanjwa. Manje ke ngabe kuvumelekile ukuba insizwa engaganiwe ihlabe imbuzi okanye inkomo yomsebenzi wabadala na?
Ukuhlaba akuhlabi noma ubani ngoba umkhonto unomnikazi
Njomane uma ungaganiwe akvumelekile ukhlaba inkomo ngoba akakho ozomhlalela esthebeni kodwa imbuzi ngayhlaba
@@phumlanidludla9633 ngiyabonga bafo. Masiqhubekeni sifundisane ngesintu sethu.
@@impungayesintutv ngiyabonga Mpunga Yesintu.
Ey sibhajiwe bafwethu kokunye uthola ukuthi abantu abadala bakhona khaya kodwa zinto bezone uthi beka mbono kthiwa thulaa
Ngiyani bingelela, ngicela ukbuza ukuthi hini umdikizo?
@Themba Nkuna umdikizo yilenyama ebizwa nge Mpukane Uma kuhlinzwa imbuzi noma inkomo ibonakala ngokunyakaza vibrater iyasikwa lakunyakaza khona yiyoke lebizwa ngomdikizo.
impukane
It makes sense Mpunga YeSintu kodwa akwenziwa njalo emakhayeni ethu. Kuyojiwa same time 🤷♀️
Ngicele ukubuza, ingane ayifundiseki yini ngaphandle kokuthi ishawe? Ngoba ingane isuke ingazi ishawelani ngaphambi kokuthi ifundiswe? Inkulumo yakho iyafundisa kodwa nginalo mbuzo nje
Aybo nhlobonike yombuzo le!!!
😠😠😠UNAMANGA LO
👇👇👇👇czcams.com/video/nnGnM40e2sE/video.html