AMAWELE | Impunga Yesintu TV

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • Amawele ayisiphiwo esisuka ethongweni ayanakekelwa

Komentáře • 65

  • @siphesihlempungose6604
    @siphesihlempungose6604 Před 3 lety +3

    Uma uphupha ngamawele suke kwenzenjani

  • @phethilegumede7335
    @phethilegumede7335 Před 2 lety

    Ngiyabonga Mpunga yesintu.
    Nami ngiyiwele nomfana impilo ayilulanga and nabazali bashona sibancane kakhulu engakenziwa wonke lamasiko manje angazi noma iwele liyakwazi yini ukuzenzela amasiko noma kufanele kusuke emndenini njengokubongwa,

  • @ngwanetv2210
    @ngwanetv2210 Před 4 lety +1

    Mpunga yesintu sizwile Baba yazi wayibeka yacaca okukanogwaja egijima ehlungwini kwande lapho ndoda yamadoda uyagcwala owami umgodla 💪🔥

  • @bongiwendwandwe7900
    @bongiwendwandwe7900 Před rokem

    Siyabonga Mpunga kakhulu ngolwazi, mina ngicela ukuthi uma kwenzeka iwele elilodwa lishona elinye selishadile lisemzini kwenzeka njani ngendaba yomsebenz8

  • @sbonelosboh5452
    @sbonelosboh5452 Před 4 lety +2

    Mpunga yesintu syacela uke usithitele nesihlok sokucela intombi....

  • @mvelobongumusa3290
    @mvelobongumusa3290 Před měsícem

    Wenziwa ngezinkomo ezingaki ukugezwa kwewele melishona elinye

  • @busisiwemcanyana117
    @busisiwemcanyana117 Před 4 lety +5

    Interested in this,m a Twin

  • @user-vt2iz1by5h
    @user-vt2iz1by5h Před rokem

    Ngyabonga ithuba baba ngicela ukubuza umfwethu wokugcina uyi triplets abawu2 bendile kuphila yena manje yena singamenzela luphi usiko

  • @SipheDlamini
    @SipheDlamini Před 4 lety +2

    So in depth. 🙌 Mpunga ngiyakuvuma uyasazi isintu.

    • @mzoloh
      @mzoloh Před 4 lety

      remember ukuthi umuntu umncoma ngoba umqhathanisa nomunye

    • @kabelo_m
      @kabelo_m Před 4 lety

      Injalo Mkhulu. Usazi kahle kamhlophe 🔥

  • @user-kv1jb6xc5p
    @user-kv1jb6xc5p Před rokem

    Molweni mna ndiliwele Nd wele lam lazalwa lembethe singamantombi sobabini mna ndiva ngok kuthi mna ndandiphathisiwe ezandleni icambu kuzalwa kwam so Thina zange senzelwa nto yamawele Nd isimo Sethu asisihle akulunginto

  • @sontonkonde1733
    @sontonkonde1733 Před 3 lety +2

    Ngicela kubuza ukuphupha unamawele kuchazani

  • @nhlahlakhanyi8183
    @nhlahlakhanyi8183 Před 4 lety

    ngibingelele Mpunga yesintu TV sacela ukubuza ukuth ngingayithola kanjan incwadi yakho inazo yini incazelo zamaphupho

  • @sandileandrew9204
    @sandileandrew9204 Před 2 lety

    Ngiyiwele kodwa iwele lami laphuphuma, sawenza umsebenzi wokulibika , inkinga ukuthi lilalanami ebusuku, bengicela ungisiza Mkhulu

  • @nonhlanhlamdlalose8671
    @nonhlanhlamdlalose8671 Před 3 lety +1

    Siyabonga Mpunga.

  • @thanduxolorhoo3562
    @thanduxolorhoo3562 Před 3 lety

    Sakubona mpunga yesintu ndidinga igcwadi ndise kapa from matatiele

  • @busisiwekhatywa3104
    @busisiwekhatywa3104 Před 2 lety

    🙌🏾🙌🏾 Phila njalo Mpunga 🙏🏽

  • @sbusisokhwela7227
    @sbusisokhwela7227 Před 4 lety +3

    Isandla sidlula ikhanda ngibonga kakhulu 🌟🌟🌟🌟❤️

  • @MchazileShandu-cn8mj
    @MchazileShandu-cn8mj Před rokem

    Baba wakhuluma into ebalekile uma nizonganisa iwele esashona obabili kuyenzeka yini

  • @mlumthoko8100
    @mlumthoko8100 Před 4 lety

    Siyabonga mpunga yesintu...

  • @slindelomkhize3787
    @slindelomkhize3787 Před 4 lety +1

    Thina ugogo saphila wayethi iwele alichithe amanzi elikade ligeza ngalo njalo phezu kwethuna laleli elinye elenda

  • @nokuthulaskhosana7700
    @nokuthulaskhosana7700 Před 3 lety

    Ngiyabonga kakhulu ngolwazi 👏🏿

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před 4 lety

    Siyabonga Mkhulu sifunda olukhulu

  • @nqobilekamashobane2019

    kwenzeka kanjn uma ehlukene ngobulili, ebese elilodwa liyadlula futhi, emancane

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 Před 2 lety

    Siyabonga. Kakhulu

  • @ntokozosibiya3536
    @ntokozosibiya3536 Před 4 lety

    Ngifunde lukhulu Mpungaaa

  • @xolanindlovu4785
    @xolanindlovu4785 Před 4 lety

    Winkinga Mpunga

  • @delimkize9450
    @delimkize9450 Před 3 lety

    Ake usichazela ngawo Uma Kenda elinye noma Enda womabili abekwa kanjani kuphi

  • @wonder_Tv
    @wonder_Tv Před 3 lety

    Interesting

  • @mzoloh
    @mzoloh Před 4 lety +2

    ngaphi kokuthi ngezikhathi zasendulo elilodwa lalendiswa? pho laqala nini lelisiko lamawele?

  • @sbusisokhwela7227
    @sbusisokhwela7227 Před 4 lety

    Eyi ngibonga angqedi mfokaMbanjwa okwam okwezandla kumnyama ngikhona ngizalwa kabusha unwele olude kuwe mfowethu uma umdali esangigcinile sobona lokho kuyisifiso sami esikhulu

  • @vuselelanene3736
    @vuselelanene3736 Před 3 lety

    ZIMALIN ICWADI

  • @busisiwemcanyana117
    @busisiwemcanyana117 Před 4 lety +1

    Kbhlungu kimina kakhulu ngoba using a kaShembe lomuntu izinto uyazazi but nje wavele wathi kwawyena akayazi leyonto imbude nje ngathi maye

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  Před 4 lety

      Mmmmm ey.. akubona bonke abantu abalandela inkolo kaShembe abakhaliphile abanye kumnyama ebusweni benkawu

    • @busisiwemcanyana117
      @busisiwemcanyana117 Před 4 lety

      @@impungayesintutv uqinisile akafuni kwampepho but kuukugula nje kuye ngambuka nje,ngilokhu nglalendelela nje ihloko zakho ngizophumelela,ngyabonga

  • @EnlightenedTruthTv
    @EnlightenedTruthTv Před 4 lety

    Qiniso leli😊

  • @Scott_Dlamuka
    @Scott_Dlamuka Před 4 lety +2

    Wabeka kwezwakala Fuze 🙏🏼 inkos ikubusise. Ngabe uma uzalwe wembethe kungenzeka yin uthole amawele? Okunye ngabe uvumelekile yin ukuyobhukuda uma umbathiswe inhlanhla

  • @athanathisigcau8648
    @athanathisigcau8648 Před rokem

    Besacela kumuntu othandana namawele angahlukaniswanga ngokwesintu noma engalungiswanga mpunga yesintu ngabe lento ayinokuyichaphazela I relationship yabo

  • @mzwandiledulela7878
    @mzwandiledulela7878 Před 3 lety

    Uyibeke yacaca

  • @winilek_
    @winilek_ Před 3 lety

    Ngisacela uke usixoxele kabanzi ngenzalo, mina ingane yami yokuqala yazalwa imbethe ilanywa amawele. Sengisaba ukuzala ngoba ngiba nenkinga mangikhulelwe

  • @xolanihlongwa2438
    @xolanihlongwa2438 Před 4 lety +2

    Manje umama yena vele ethi akazi ubani omdala ngoba wayesezinhlungwini.mele senzenjan ?

  • @ntombizimba9838
    @ntombizimba9838 Před 4 lety

    Enkosi Mpunga ngenkulumo yakho nam ndinawo boy & girl bt ndinebgxaki nditshatile ngawasemzini nawo bt ingxaki utatabo uhlala kulo malume wakhe bt umamakhe wyetshatile wabuya so izinto zakhe wazenzela kulo mawakhe bt ngk ufuna goduka akafuni siqhubeke sibatyisele pha kulo mamakhe ufuna uya kowabo nangona engazange wazenzela nto pha kulo tatakhe celubuza ayongozi na le mna ndifunuyenza ndifuna uqhubeka nisebenzele kulo mamakhe plz help mi Mpunga ndise Western Cape

  • @celinkosimkhulise7217
    @celinkosimkhulise7217 Před 4 lety

    Baba impunga mina awami enda unina kwafika ukuthi abelethe isikhathi singakafiki izinyanga ziyisithupha wafika esibhedlela wawabeletha esendile ngenxa yokuthi i-ambulensi yathatha isikhathi ukufika,manje bengicela ukubuza ukuthi yimiphi imicimbi okumele ngiwagcinele yona kusukela ekuqaleni kuze kuyophetha.

    • @phumlanidludla9633
      @phumlanidludla9633 Před 4 lety

      Kmele qale belethise unina wawo ebese uwenzela umsebenzi uma angcwatshwa uma ngafihlwanga asala esbhedlela mele walande moya wawo zobangenisa khaya bahlambulule wenze msebenzi wabo baqambe amagama thenge ingubo baqoke

    • @celinkosimkhulise7217
      @celinkosimkhulise7217 Před 4 lety

      @@phumlanidludla9633 ngiyabonga iseluleko sakho mntakababa.

    • @celinkosimkhulise7217
      @celinkosimkhulise7217 Před 4 lety

      @@phumlanidludla9633 ngiyabonga iseluleko sakho mntakababa.

  • @bonginkosiinnocent1222
    @bonginkosiinnocent1222 Před 4 lety +1

    Mpunga Yesintu, ngike ngizwe ukuth uma elinye lendile, leli eliphilayo kumele lingene lona kuqala emgodin (wethuna) ngaphamb kokuth kufakwe leli elendile. Ngabe loko kuyiqiniso kangakanani

  • @sindiswangubo2785
    @sindiswangubo2785 Před 2 lety

    🤔🤔🤔 hhayi umuntu fundazafe,,,,,manje ngcelu kbuza ukuthi muhlinziwe esbhedlela ungaz belethelanga ubona ngan ukuthi imuphi omdala

  • @mbhekenimathebula7973
    @mbhekenimathebula7973 Před 4 lety

    Washaya mnewethu

  • @duduziemmaneulmbokazi1546

    Mpunga yeSintu owam umbuzo uthi eMbuzin yokuwa hlukanisa bayazfaka yin iiPhandla zalooMbuzi

    • @SouthAfrica-eh3gi
      @SouthAfrica-eh3gi Před 3 lety

      Gabada ndade ndafika loko ndiyithanda inkqubo yalapha mna ngokutsho ko mama ndiliwele neliyintombi pho azange laphila mhla sibelethwa ngu mama and oko ndikhula izinto zavela zaphunyuka kwam nyama kum ndadliwa zizilwane zomhlaba namanje kusenzeka oko ngiyalingwa ngabantu sukela ngiqala ukuzama azange uma andenzela nto ngoku thi ugogo wathi anganzilutho ngoba uzandigulisa kodwa manje ndimnqanda a manzi omlambo omubi empilweni yam ndikhula esontweni ndandibona ekhaya mabenza kodwa kungekho malume onakayo ba ukufundisa abatshana and uma ma wayengatshatile I'm lost Realy now my life stuked everywhere I was having busnessis 😭🙏🙏🙏ngiyacela ukwazi kuphela ndiyabonga

  • @siyandamchunu2656
    @siyandamchunu2656 Před 4 lety

    Ewu mpunga wayusho indaba enkulu nami nginawo amawele angamantombazane. Uma ke sebeganile labantu ezibongweni wzahlukene nakhona lapho ema lenda( lishona) kuyofuna kulindwe luxe kwende naleli elinye ukuthi benzelwe imsebenzi kanye kanye?

  • @busisiwemcanyana117
    @busisiwemcanyana117 Před 4 lety

    Eu Mpunga ngyabonga mna,ngiyiWele nomfana &seshadile ,umzali ngoba beseyedwa akayenzanga yonke lento koala noma ngimtshela wathi akasazi leyonto yena washona kanjalo,&angfunwa muntu ekhaya kodwa futhi yimi ovusayo sekukubi izinto,asizwani nje NeWell lami nhlobo livele livuthe nje kimi nomfazi walo bangilwse ngento engekho sengakgetha ukgula now yizo kungphethekabi ngoba umah srzewashoba engaylungsile lento manje kwamahliphihliphi nje Mpunga

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  Před 4 lety

      Ngithinte ngoWhatsaap sizokhuluma 0716276343

    • @kefiloekaybee8644
      @kefiloekaybee8644 Před 4 lety

      Ngiyabonga Mkhulu, mina nginamawele amantombazane.
      Benzelwa umsebenzi ngembuzi eyodwa futhi bashiselwa impepho engemhlophe, womabili ayaboniswa, elinye lembethwe abokbaba obazalayo elinye lembethwe izidalwa zakithi.
      Engicela ukwazi Uma kunje kwenziwa njani noma ikhona into engenziwanga kahle ngesikhathi Benzelwa umsebenzi?
      🙏 🙏 MaNdlovu

  • @sandilekhuzwayo2583
    @sandilekhuzwayo2583 Před 4 lety +1

    Ake ngibuze lapha. kuyenzeka ammawele azalwe embhethe okanye kumbhethe elilodwa , iyenzeka into enjalo?

  • @mballyntombela5259
    @mballyntombela5259 Před 4 lety

    Sanibonani bhuti ngicela ukubuza mini bengikhulelwe amawele kodwa adlulela isiswini baphuma sebethule ngicela ukubuza kumele ngenzenjani ukubalungisela izinto zabo kumele ngiqale ngokwenzanjani?

  • @sbusisokhwela7227
    @sbusisokhwela7227 Před 4 lety

    Ayi inkolo isibulele ngempela isintu sibonga khona ukuthi kusekhona abantu abafana nawe mfokaMbanjwa buka nje kumina yonke lento okhuluma ngayo yintsha kwampepho yamawele yinto engiqale ukuzwa ngayo manje angiyazi nokuthi injani (unkulunkulu akubusise wena nawo wonke umndeni wakho umsebenzi owenzela isizwe muhle kakhulu)

  • @zanelemadondo13
    @zanelemadondo13 Před 4 lety

    Thokoza,mina ngiyiwele kodwa dadewethu wenda ngosuku esazalwa ngalo,esimweni sami eyami imicimbi yenziwa kanjani?Kuba yisilwane esisodwa noma uzoba mbili

    • @lihledlamini1504
      @lihledlamini1504 Před 3 lety +1

      Zibambili cc. Awukwaz ukwenzelwa izinto iwele lingenzelwa.. Liba nomona nolaka.