UKUVULA AMAPHUPHO | Impunga Yesintu TV

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 7. 09. 2020
  • Ayavuleka amaphupho uma esavaleka

Komentáře • 126

  • @mthimbane94
    @mthimbane94 Před 3 lety

    Siyabonga Mpunga yesintu sithi nje impungaaaaaaaaah!

  • @mfundosimelanempembeelikhu2714

    Sicela usichazele ngo Nomkhubulwane👏👏👏👏

  • @phelibanjwa5077
    @phelibanjwa5077 Před 3 lety +1

    Camagu Mpunga yeSintu 👏🏽👏🏽 Awu madoda akugcine loo Makhehle

  • @nonhlanhlamdlalose2099

    Siyabonga Mpunga noMkhulu u-Sibisi zimnandi futhi ziyafundisana izihloko enikhuluma ngazo. 🙏🏾🙏🏾🙏🏾👏🏾

  • @mabusibiyela3245
    @mabusibiyela3245 Před 3 lety +1

    Cha impela Mpunga yeSintu nam nginaleyo nkinga yama phupho angacaci angenayo imyalezo ecacile kwenyinkathi ngphuphe ngvuke ngikhohliwe noma malicacile ngiphazamiseke sekyasa khali alarm ,kanti ngisakwi process yegobongo seliphothuliwe kodwa ukhamba lisakhuphuka ngiphahle ngibiza komalume nomama ngoknjalo ubiza khona.thokoza khehla👏👏👏

  • @zithulelekhuzwayo986
    @zithulelekhuzwayo986 Před 3 lety +1

    we thanks a lot Kwi Mpunga niqhubeke njalo nokusinceda.

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 Před 3 lety +2

    Siyabonga emakhehleni 👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾

  • @zamazondozama9491
    @zamazondozama9491 Před 2 lety

    Ngiyabonga mkhulu,ngemfundiso yakho.since ive joine impunga ngi addicted

  • @ayanda163
    @ayanda163 Před 3 lety +3

    Ngisacela impunga Yesintu ingicacisele leliphupho, ngiphuphe ebusuku ngisemfuleni ohambayo o Clean ocwebile kunenyoka ibishesha izangak'mina eceleni bekuno sisi obewasha izingubo ehleka, kodwa inyoka ibingangilwisi ngezwa izwi elithi kuzolunga

  • @lungilemhlanga5242
    @lungilemhlanga5242 Před 11 měsíci

    Sawubona mkhulu ngicela ukubuza ukuthi ngingenzenjani ukubuyisela abasekhaya kobaba emuva babebikelwa ukuthi senginomuzi manje kubusa abakomalume ngenxa yenhlawulo ngakhulela kobaba manje sengingenise abakhobo mama

  • @patriciaphilibane998
    @patriciaphilibane998 Před rokem

    Mkhulu ngicela ubuza Uma ungasaphuphi kwaphela suke sekwenzenjani

  • @tracysibanda8579
    @tracysibanda8579 Před 3 lety

    Mpunga yesintu. Ngine phupho lihlala hlale lize. Ngiganile ngokwesintu sakithi kodwa njalo nje nginephupho ngiboniswa ngilomunye umuntu engimthandayo noma ngiphuphe ngitholi jaha lingishele ngilithande elinye wayene ring athi ufuna ukungitshada. Elinye ngaphupha ebize abakubo ephethi zimvu ezintathu ezihle wanginikeza enye eziyi 2 ezphethe ngapha langapha eqonde sbayeni engathi nanzi nkomo abaye ngilobola kwethu elinye kuthiwa nangu umyeni wami kodwa lendoda ihleli estulweni sesgodo umbethe okobu ngoma. Maningi njeee. Sizani booo nali phupho

  • @ntombifuthizulu1077
    @ntombifuthizulu1077 Před rokem

    Ngiyabonga baba ngisizakele ngasekubangwreni zidalwa 🙏🙏🙏

  • @BonisiweMagwira-pz4ci

    Mkhulu nginenkinga senginemyaka ngingaphuphi ngicela usizo ngiyabonga

  • @djmn5825
    @djmn5825 Před 3 lety +2

    Impunga nomkhulu usbisi camagu madoda sibamba ngazo zozibini

  • @mthosfamily4179
    @mthosfamily4179 Před 3 lety

    Thokoza mpunga🙌🙌🙌

  • @pearlluthuli1866
    @pearlluthuli1866 Před rokem

    Sawubona baba.... mina ngiphuphe ngigibele itruck ngihamba no Ma no Baba abangizalayo abangasekho emhlabeni ngihleliphathi nendawo..Baba uyena obeshayela....wase uBaba emisa itruck endleleni sehla..ngase ngibona idamu elikhulu eligcolile uBaba egeza izandla kulona..ngimengibheka ukuthi uphi uMa ngambona ehamba esishiya ngaphaphama

  • @nomvulanxumalo8713
    @nomvulanxumalo8713 Před 3 lety

    Awu siyabonga ngencazelo ejulile. 👏👏

  • @nomavamvinjelwa3734
    @nomavamvinjelwa3734 Před 11 měsíci

    Wow niyintsikelelo kimi pls ndingaxhumana njani ne mpunga yesizwe ne number ka Baba Sibisi ngengcanciso yamaphupha pls ndincede ndinephupha endidinga ulicacisela

  • @noliwathandeka9081
    @noliwathandeka9081 Před 3 lety +2

    Mpungayesintu Mina ngumuntu ujwaele ukuphupha kakhulu kodwa this days angisaphuphi nakancane nje ngiyasola kunganithi ngivaliwe, please can you help me to remember them

  • @sibusiso5443
    @sibusiso5443 Před 3 lety

    Ngiyabonga mpunga

  • @mavismbuthu7182
    @mavismbuthu7182 Před 3 lety

    Mpunga yesintu nginombuzo lapha kuyenzeka yini abantu abadala bangaveli kimi ngamaphupho kodwa bavele komnye umntu ongumsebenzi wabantu bakhulume kuye imilayezo yabo yami. Kengithi umntu engihambayo kanti futhi kunobuhlobo phakathi kwethu

  • @FaithDube-ez6dm
    @FaithDube-ez6dm Před rokem

    Ngicela ingcazelo yaleli phupho. ngiphuphe umama owatshonayo engikhomba eNtabeni. ngagibela kuleyantaba ngasengibona maJuba amabili ngasengiya sondela kuwo lamajuba ngithe sengifikile ngabona akuwona amajuba yimifanekiso yawo esetsheni ngibonge

  • @mbalenhlemakhubo5472
    @mbalenhlemakhubo5472 Před 3 lety

    Siyabonga ngani bafethu

  • @thabani23mbongiseni37
    @thabani23mbongiseni37 Před 3 lety +1

    Ngiyitholile impendulo engikade ngizibuza yona khuphukani bomkhulu

  • @cyprianmarvin9235
    @cyprianmarvin9235 Před 2 lety

    Ngxolise ukungabingeleli ninjani mkhulu

  • @sandilekhuzwayo2583
    @sandilekhuzwayo2583 Před 3 lety +5

    Kwande Mpungayesintu .inkosi ikugcine njalo kanye nabantu osilethela bona, sifunda kakhulu kule channel yakho

  • @ntombzodwaveronica8731

    Thokoza avenginenkinga kodwa ngibonga incazelo amen

  • @sindisiwemadondo9036
    @sindisiwemadondo9036 Před rokem

    Mkhulu ngenzanjani uma kumele ngikhumbule amaphupho

  • @msandisyndney4162
    @msandisyndney4162 Před rokem

    Kuphupha ugogo akunika sinefu esigold

  • @mpumiemabhida-je1lr
    @mpumiemabhida-je1lr Před rokem

    Ukuphupha muntu ongasekho ekuqabula

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před 3 lety

    Siyabonga Mkhulu

  • @lindiwahngubani7747
    @lindiwahngubani7747 Před 3 lety

    Kwande Punga yesintu,mina ngiphuphe abantu bekhuluma nami kodwa okunye angikuzwanga kodwa ekugcineni umuntu wathi umndawe iyona into engayibamba kodwa inkinga angazi ukuthi yini uMndawe bengingajabula uma ningangisiza ,uLindiwe Sthole

    • @ncedisantinzi1246
      @ncedisantinzi1246 Před 3 lety

      Check apha ku CZcams u afro savvy bayacacisa ubayintoni umndawe

  • @olgavilukazi9612
    @olgavilukazi9612 Před 3 lety +1

    Ngiyabonga makhehla amahle niqhubekenjalo ngokusisiza

  • @mlungisidlamini8623
    @mlungisidlamini8623 Před 2 lety

    Asiphile mkhulu, bengcela ukuchazelwa iphupho, ngiphuphe ngise Sabatheni kukhona uNyazi lwezulu yathi isiphela inkonzo ngagijima ngaya kuye uShembe esezongena emnyango ngafike ngaguqa emvakwakhe waphenduka wangibeka isandla ekhanda wathi, awu Dlamini, ebe esho isibongo sami.

  • @dicenyembe2043
    @dicenyembe2043 Před 3 lety

    Ngiyathokoza mpunga

  • @bulelanimxolisi2210
    @bulelanimxolisi2210 Před rokem

    nginganithola kanjani phela lana nikhuluma nami qobo angiphuph makwenzekile angibengisalkhumbula iphupho

  • @NokuthulaFeketshane
    @NokuthulaFeketshane Před 11 dny

    Dikwam kudlula umeza uphethe impahla zikanyana wakhe akahambi naye phofu ubanjiwe davuyela ukuba disithi uphumile etrongweni dothuka

  • @ceboshembe
    @ceboshembe Před 3 lety

    Mpunga aboke uthi halamuzi nje kancane ngenking yokweqisa la kwezikafaro uphuzo olunamandla, nakho lokho kuyayidala inkinga makuziwa emaphusheni, kuthi njalo uma abadala befika kuwe wena ungabe usakhumbula ngoba ungumuntu ophila edakiwe sonke isikhathi, futhi ke abantu kumele baqaphele ngoba uphuzo lolu lubuye luhambisane namabulawo. dankie

  • @nkosinathintuka2819
    @nkosinathintuka2819 Před 3 lety +1

    Ake ngithathe lelithuba ngibonge mpunga yesintu naku mkhulu u sibisi!!! Kwande!!

  • @selassies9783
    @selassies9783 Před 3 lety +15

    ❤️what would we do without mkhulu🙏🏻🙏🏻. Thank you

  • @nonkanyisontshangase3974

    Angibingelele, ngicela ukuhlaziyelwa leliphupho. Ngiphuphe ngizithwele, kungathi ngisemqhashweni nomunye u sisi engisebenza naye. kwangathi sekusondele isikhathi sokuteta, kwangathi ngomile, lo sisi wanginika amanzi ngaphuza ngemuva kwalokho kwavele kwaqhuma amanci ngateta amawele. ngabe kuchazani lokhu.

  • @dudiademcdevine3401
    @dudiademcdevine3401 Před 4 měsíci

    Ngibingelele ngicela uk phuza ngiphuphe umunt ong kweleta imali yami egqoke umnazaretha no mqhele eza ngakumina kukhona oshanelayo la ezohba khona kugcwele izinti zomantshis ongasebenzile ugcwele phansi

  • @nelisiwelwazi219
    @nelisiwelwazi219 Před 2 lety

    Mayelana. Nenhlambuluko namaphupho. Sinenkinga. Ekhaya. Komama

  • @nokuzolamakroti3845
    @nokuzolamakroti3845 Před 2 lety

    Hlase'elihle🙌

  • @buhlebuhleh6067
    @buhlebuhleh6067 Před 3 lety

    Mpunga yesintu ngiside amathupho nginayo iKinga awazi achazani namhlanje njena ngiphuphe inja lenja ngiyiphipha kuyinja esiyonakele inenunu(iphethu) kodwa yona iyaphila isikhumba asinaboya

  • @cyprianmarvin9235
    @cyprianmarvin9235 Před 2 lety

    Umakwenzekile ungazi noksaba wayibulala wenzenjani

  • @portiasidaki9721
    @portiasidaki9721 Před 3 lety +1

    Ndiphuphe ndikwikhaya le boyfriend, behleli nabazali babo abangasekhoyo, Mina ngisekhishini ndibabukele benwabile nabazali babo, ngabe lichaza ini uphupha eli

  • @sindiswamboyiya1462
    @sindiswamboyiya1462 Před 2 lety

    Mkhulu wesintu,in-game yam uyabuza iphi ingubo yakhe wave senikwa negama uyabuza ba ngubani unontsikelelo andimazi ,uthi wayenxibe ibhayi elibomvu nelimhlophe exhentsa nezangoma

  • @BonisiweMagwira-pz4ci

    Ngiyathokoza mkhulu ngzama ukuxhumana nomkhulu sibisi kodwa angimtholi kulenombolo yakhe ayishiyile

  • @motaungthatosetjhaba9427
    @motaungthatosetjhaba9427 Před 3 lety +6

    Nithinta into ebaluleke kakhulu!!

  • @marianoxx2884
    @marianoxx2884 Před 3 lety +1

    Ngiyaphupha kodwa ngingakhoni ukuchaza ngoba akuhlangani ngikhumbula nchosinchosi.💔

  • @yollandahmagubane3938
    @yollandahmagubane3938 Před 3 lety

    Kudala ngiseyingane kunephupho elilodwa elalingixaka. Ngangihlezi njalo ngiphupha umhlambi wezinkomo noma imazi enenkonyane ingihubha. Ubuhle bakhona bezingangakaze zingenzelutho olubi kodwa beziza ngakimi zingijaha.. Angazi kuchazani.. Njalo mangihamba ebantwini ngitshelwa ukuthi nginobizo. Amaphupho ami kuvamise kube yinto eyenzekayo..

  • @zandiledlamini3200
    @zandiledlamini3200 Před rokem

    TThokoza mkhulu mina ngiyazitakala ngetincazelo tenu,ngicela ukbuza kuth ihiya eli plain white nobhubezi ubovu ngalitholaphi ngoba kute la Swazin kani swlivela kaningi

  • @nelisiwelwazi219
    @nelisiwelwazi219 Před 2 lety

    Mpunga. Yesintu. Ngifisa. Ukuxhumana. Nawe.

  • @user-dc3fz7nu8o
    @user-dc3fz7nu8o Před rokem

    I like this. ❤

  • @sphiwombukwana9094
    @sphiwombukwana9094 Před rokem

    Molweni Mkulu mna ndinengxaki yokungaphuphi

  • @NondzondeleloMakupula-iy5cu
    @NondzondeleloMakupula-iy5cu Před 10 měsíci

    Xa Mkhulu umane ulandelwa zizinja eyobumelwane nezezinye iarea in real life kuzoko kutheni?

  • @makimatlala3376
    @makimatlala3376 Před rokem

    Mkhulu Mina bengiphupha impela kodwa manje angikhumbuli lutho

  • @thembimncube4065
    @thembimncube4065 Před 3 lety

    Siyabonga

  • @ndidanegloria8282
    @ndidanegloria8282 Před 3 lety +2

    Mina khulu ngiphuphe ngisekhaya lapho ngizalwa khona noma ngisakhumbuli kahle kodwa bekungathi umama wami ongizalayo ongasekhi ethi angifake imali eyuhlweza endishini e namanzi a clean angathi ibintathu ngambuza ukuthi ngigeze ngawu wathi ayi ungagezi ngawo esho sakuthuka. Ngibesengiphazamiseka sekukhala I alarm yokuvuka ekuseni

  • @johannabaloyi269
    @johannabaloyi269 Před 3 lety

    Sanibonani ngibuza ukuthi of uphupha o nisha e gold yini

  • @misiwemoyo9054
    @misiwemoyo9054 Před 3 lety

    Dankie mpunga

  • @siphindilemasango8093
    @siphindilemasango8093 Před 2 lety

    Ungaphinde ungaphinde ngiphuphe ngibonga into engingayazi okuthe ngivuka ngipaphama ngibhodlile

  • @sbusisokhwela7227
    @sbusisokhwela7227 Před 3 lety

    Mina ngcela ukbuza ukuthi uma ujwayele ukuphupha izinto ezimbi kungabe ithongo lami kusuke kuseyilo yini elisuke likhuluma

  • @khayalihlekwezi9739
    @khayalihlekwezi9739 Před rokem

    Yazi bobhuti ngempela siyafuna ukuzwa nithini but nikhulumela phansi kumbe nikude kwi mic

  • @user-es4pf9td2b
    @user-es4pf9td2b Před 11 měsíci

    Ukuphupha ubamba jack pot kodwa Inga vumi youngena bank lakho

  • @awethumhleli6281
    @awethumhleli6281 Před 2 lety

    Uma evaliwe uvuke ukhohliwe Kanti phambilin bengivuka ngaz

  • @philasthwala6694
    @philasthwala6694 Před 3 lety

    Ngcela ukubuza uma uphupha uthi ufaka i ring kulomuno weringi yomshado kuvele kunqamuke wona umuno usale ungu half ngithanda nokubonga kuningi engikufundile kunina bomkhulu

  • @mariantimane8578
    @mariantimane8578 Před 2 lety

    Like it

  • @mabhunganehadebe8064
    @mabhunganehadebe8064 Před rokem

    Sanibona ekhaya lentokozo, ngicela kubuza ngisendaweni efanele ukuze nami ngibuze ngamaphupha angihlupha nsuku zonke?

  • @jacquelinendlovu-1427

    Unjani mkhulu ngicela ukucazelwa iphupho,ngiphuphe ngisesontweni ngihleli labazalwane kweza uBishop Kimi ephethe amafutha abomvu wangigcobisa wona ngebrush encane kusukela ekhanda uthe esengigcobisa esiswini wathola kunento esivalile wasebenzisa izandla zakhe ngaze ngazibuza ukuthi esontweni akuvunyelwa ukuthi umuntu ongubaba abembe ongumama isisu ma emthandazisa ngazibona sengimi phambi kwesibuko inwele zami zizincane kodwa zinamafutha abomvu nebusweni, ngicela usizo ngiyazizwa ngisenkingeni

  • @mashelenigamedze5475
    @mashelenigamedze5475 Před 3 lety

    Sifuna impilo manje sidinga uzunombolo

  • @sheiladumazile5672
    @sheiladumazile5672 Před 3 lety

    Ngicela usizo ekuvulekeni kwama phupho avalekile

  • @ThulaniRadebe-dq4bk
    @ThulaniRadebe-dq4bk Před 10 měsíci

    Sawona mkhulu ngiphuphe ngihamba emgwaqeni kwaqhamuka imoto emhlophe kwehla abantu besilisa abathathu kukhona nogqhoke umfaniswano wamaphoyisa bafuna uwallet ngabanika bahamba ngazamauku fonela amaphoyisa kodwa icellphone ingavumi

  • @snethembamngoma1057
    @snethembamngoma1057 Před 3 lety

    Kusho ukthin ukuphupha inhlwaty ifuna ukukubamba kuqhamuke isilwane esimhlophe ivele ikuyeke ibambe sona khona lapho ubone amathwasa ety hamban uvele uphaphame

  • @syabongakhanyisani6715

    yini eye uma uphupha uphuphe into engahlangani into othi noma uyicubungula kwawena uvele ubine nje kuthi imbudekele uzibone usendli khona mduze sukwenye indawo ongazi nokuthi ufike kanjani lapho into nje ixovene nje

  • @malebzamashego1276
    @malebzamashego1276 Před 3 lety

    Hi mkhulu mina ngicababga ukuthi umkhulu ozalumama wuye omelets impilo yami nemanje ngimphuphe eme ngaphabsle kwejaridi kwakhe ethetha ekhomba kindly yakho ngibe bgime eduze kwakhe Korea ngingamuzwa ngibe ngibone uyathetha ukhomba umuzi maglayebi sengibona Yonkers Ifurniture iphumele phandle impahla zokungxika ziphuma angithi ziyaphonswa oglala lapho endlini eme Lee egaithini nenpahla take nge plastic elinnyama luther kusukela lapho yebo isha indlu unkhulu yena sewashona ngicela ungicaxisele lishoni

  • @thulaninxumalo8864
    @thulaninxumalo8864 Před 2 lety

    Mina nginenkinga yokwakhohlwa amaphupho

    • @thabanihlela5540
      @thabanihlela5540 Před 2 lety

      Sabon mkhulu ngicelincazelo ngaphuph ucc imotor egrey kukhon ucc wam saphambene nae umaephum emotwen isicabhae nerust ngzibuza ukuth nam benghleli kulemotor

  • @soloman332
    @soloman332 Před 3 lety

    Camagu..

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před 3 lety

    Linjani ngicela ukubuza uma uphupha ulwalwa sisilwane usizakalanjani ngoba angisaphuphi into ehlambulike angisakwazi kuxhumana labakithi ngalenkinga ngicela number plz Mpunga Yesintu ezikamkhulu

  • @andiletervin4794
    @andiletervin4794 Před rokem

    Yiziphi lezo ziwasho?

  • @tinangubane9349
    @tinangubane9349 Před 2 lety

    Thokozani mkhulu kwenziwa yin ukt ngphuphe i number ze lotto kdw ngvuke sengikhohliwe zonke kwenziwa yin into ubuhlungu kangaka ???

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před 3 lety

    Plz can lhave the number of Mkhulu Sibisi

  • @khayelihleaustinendelu9358

    Mina nganga phuphi manje ngiya phupha kodwa inkinga ngivuka sengikhathela ngathi angikazi ngelala ngivuka ngo 12 emini ngiphupha izinto eningi okunye nqcina sengikholwa kodwa khona isimo sesbongo kumina nokuthi isibongo sami asekho ryt

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před 3 lety +1

    Azibonakali number zika Sibisi plz

  • @thulisilemtolo6863
    @thulisilemtolo6863 Před 2 lety

    Ndisacela ukubuza ukuty uma ufike uphuphe kuty uma usuvuka awusakhumbuli kakuhle ngabe kwenziwa yintoni yaz lento iye indiphathe kakubi ndiyacela

  • @lindenihlongwane6031
    @lindenihlongwane6031 Před 3 lety

    Yelena Amanda weMfana kaMbanjwa.
    Wen u file ithi UNkulunkulu ususelwa kuMkhulu womkhulu.
    Ima ufika eGagasini FM ithi uShembe UNkulunkulu
    Kanjani manje ngoba phela uShembe umuntu ophilayo akasiyena uMkhulu woMkhulu.

  • @dumi4ever
    @dumi4ever Před 3 lety

    Oh wena wakithi koBhovungane! Manje boMkhulu nitholakala kuphi,singaxhumana kanjan Nani boMkhulu?

    • @morgenmhlathisibanda9549
      @morgenmhlathisibanda9549 Před rokem

      mpunga yesintu Mina nginenkinga amaphupho ngiyawakhohlwa kwesinye iskhathi konkunye ngikhumbule iskhathi esningi ngiphupha amanzi ancolile konkunye aclin ngiphuphe ubaba ongasekho nemali enerast nje encolile ngike ngaphupha ingubo enebhubes ngicela uncazelo

  • @valeriezulu8496
    @valeriezulu8496 Před 3 lety

    Ngicela ukwazi ukuthi kusho ukuthi ukuphupha ex boyfriend telling you ephupheni ukuthi ufuna ubuye kuye ulinde wena azokwazi ukwenza izinto ezi ryt ulinde wena uhlukane ne.fiance yakho bese after two days ngahlukana nayo fiance yam

  • @lethoh7470
    @lethoh7470 Před 3 lety +1

    Qhubeka njalo mpuga.izolo ntambama ngiye kothenga izincwadi ezimbili ngiswele amandla okuthatha nayo le entsha ethi uyokhula uze ukhokhobe ngiyishiyile yize ibiconsisa amathe kodwa ngisazozama ama sente

    • @Squmama_NKR
      @Squmama_NKR Před 3 lety

      Sboniso Goqo beziyi malini bafo. Lana ngizama ukubeka imali.

    • @lethoh7470
      @lethoh7470 Před 3 lety

      @@Squmama_NKR amava ahlabahlosile awuR270 sithin isintuR200 kodwa khona nentsha ethi uyokhula uze ukhokhobe yona ang'bange ngisaybona I price yayo

    • @Squmama_NKR
      @Squmama_NKR Před 3 lety

      @@lethoh7470 ngyabonga mfowethu

    • @lethoh7470
      @lethoh7470 Před 3 lety

      @@Squmama_NKR zithole bafo ngek'uykhalele imali yakho

  • @sandilengidi840
    @sandilengidi840 Před 3 lety

    Kuchaza ukuthini ukuphupha inyoka?

  • @nkululekokhanyile6598
    @nkululekokhanyile6598 Před 3 lety

    Kuchaza ukuthini ukuphupha iMpangela injahwa iBhubesi?

    • @thabanihlela5540
      @thabanihlela5540 Před 2 lety

      ্Ngaphuph isando segolide Ngaphinde umbil omde ohlaz ohlaza namabel phakathnendao aphakeme jkuno mbila aluhlaza nao

  • @charlenenel1031
    @charlenenel1031 Před 2 lety

    ukuphupha ucima umlilo ùfuthayo estofini emsebenzini uceĺa umuntu othandana naye ukuthi akusize kodwa angakusizi n ufuna nokufika ne phon

    • @charlenenel1031
      @charlenenel1031 Před 2 lety

      ukuphupha ucima iprayer efounini kodwa ingacimeki bese ungena amagumbini amanengi emsebenzini uzama ùkuyifihla ukuthi abelungu bangayizwa bese ozothola izitofu zifuthà kufike umuntu uthandana nayè umncele kodwa angakusizi.

  • @melusisimelane
    @melusisimelane Před 3 lety +3

    Ninjani mkhulu ngicela ukuchazelwa nanka amaphupho, (2)ngiphuphe ngihamba nesangoma esiyingane siya esizibeni sithi siyongigeza sithe uma sifika khona sithi sesiyangigeza kwafika isangoma esidala sithi akufanelwe ukuthi ngigezwe yile sangoma esincane after that ngaphapha. (2) okosibile nginokuphupha ngisesikoleni high school kungathi sibhala iTest uma sekusele 5 minutes bese ngibona ukuthi ngenze iphutha kuzo zonke lezinto ebingizibhala bese ngiyatatazela ngicela umfowethu omncane ukuthi akangikopise ukuze kube khona nami engikubhalile nakhona bese ngiyaphaphama & ngina 11 years nganqeda high school

    • @phumlanidludla9633
      @phumlanidludla9633 Před 3 lety +1

      Usazofunda ngokwasethongweni khona isphiwo onaso osbekelwe sazofunda ngaso

    • @percevierenceshabalala8415
      @percevierenceshabalala8415 Před rokem

      Hai mkhulu ngicela ukubuza ngiphuphe ngiphiwa imali ewu 50 rand

    • @percevierenceshabalala8415
      @percevierenceshabalala8415 Před rokem

      Hai gogo ngicela ukubuza ngiphuphe ngikhala ngathi kunomuntu wesilisa uthi ufuna mina but angimazi kwangathi ngiyakhala ngiyamemeza after lapho lobhuti wathi kimi ngoba uyangazi nje sasuka lapho sahleka sobabili ngaphaphama

  • @ndumisombete5955
    @ndumisombete5955 Před 3 lety +1

    Mna ndiphupha ndibona inyoka ivele ngentloko ebuhlanti ekhaya ,izinyoka zimbini enye I yellow ,enye imnyama jongile nje igusha ziyaphuma apha emnyango kodwa lenyoka ayizenzinto izibukele nje.Kuthe kusenjalo umfo wakuthi oze mfakwam athi asakuyibona lenyoka abaleke ahanjelwe sisisu then abe ze ke xhuzula,ndothuke apho kengoku. Kohlalutye apha mpunga.

    • @dumoketsekile1940
      @dumoketsekile1940 Před 3 lety

      Mpunga yeSintu mina nginale nkinga niqeda kuyikhuluma yokuphupha bese ndilikhohlwa iphupha kusasa ukuthi belisithini ngicela usizo lapho.

    • @mamamusakubheka1758
      @mamamusakubheka1758 Před 3 lety

      Mina bengicela ukuthi usisize ngokuthi yisiphi isikhathi esilungile sokuphahla entambama noma ekuseni ngiyabonga.

    • @vivianmavi1727
      @vivianmavi1727 Před 3 lety

      Uma uphupha uzakurojwa ngumntu ophethe isibham ubaleke, bese uthi mawubaleka udibane namapolisa namajoni ubaleke kuthi kusenjalo uzibone usiphulula isisu ukhulelwe. Litsho ukuthini lelo phupho.

    • @winnientiyantiya2363
      @winnientiyantiya2363 Před 3 lety

      Sanibona Mpunga, ngiphuphe iimpeshwana zigcwele edlini ebengingena kuyo, phatsi naphezulu eziqathaka phezulu ziwela ebusweni bam zishitsha umbala ubegrey, mangiphumela ngaphadle egcekeni nakhona zigcwele ,ingaba kuchaza ukuthini lokho

    • @jacolemkhize8987
      @jacolemkhize8987 Před 3 lety

      no

  • @ceciliamazibuko3203
    @ceciliamazibuko3203 Před 3 lety

    Ngicela ukubuza ukuthi ukusho ukuthini Ukuhlupha umntwana kadadewethu ehlupheka

  • @siphindilemasango8093
    @siphindilemasango8093 Před 2 lety

    Ngykubingelela mkhulu ngiphuphe dadewethu ngimbone EMI nomunye kuT junction ngithe ngibona kwaqhamuka imoto emhlophe la ufike yabashayisa yabaphoda ehlathini lapho ngimemeze ngifuna usizo kuthe ngibona kwaqhamuka abantu khona laibaphonse khona Bethel amabhokisi amabili lawa engathi awezingane ngzobona senihambe ngemoto emhlophe ngiyigibele ngiyishayela ngalendlela ngikhululekile ngizizwa ngisemseni

  • @mpumiemabhida-je1lr
    @mpumiemabhida-je1lr Před rokem

    Ukuphupha muntu ongasekho ekuqabula

  • @jabulilehlongwane4230
    @jabulilehlongwane4230 Před 2 lety

    mkhulu cel ukubuza kusho ukuthini ukuphupha usesibeni uhleli phansi ushaya ikhamba