uNyazi: babu Khoza amaNazaretha anamhlanje

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 13. 06. 2022
  • ubabu khoza egeqa amagula

Komentáře • 48

  • @zintomkhize1779
    @zintomkhize1779 Před rokem +10

    Hye bab Mkhathini uShembe akbusise unenjulo òmdala wezinsuku aklondoloze ume njalo nje inkosi ikbusise amennn🙏

  • @silindokuhlemakhanya1238
    @silindokuhlemakhanya1238 Před 2 lety +15

    Wakhuluma lobaba uyazi isizulu sethu sisishiyile siphila impilo ongeyona eyethu lenkulumo iyalapha futhi iyaphilisa mawuyazi imvelaphi yakho 💯👍

  • @langalakhempanza9184
    @langalakhempanza9184 Před rokem +5

    💯unyazii LWEZULU amenn%

  • @khanyisanimkhize4690
    @khanyisanimkhize4690 Před 8 měsíci +2

    U Babu Khoza ulethwe u Thixo ngqo kuthina😭😭😭😭🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @sindyshange1193
    @sindyshange1193 Před rokem +6

    Siyabonga baba inkosi isiphe izindlebe ezivulekile zokulizwa izwi layo abantu ababuyele emthethweni omdala kaMose

  • @miyankamvikeleni3806
    @miyankamvikeleni3806 Před 11 měsíci +3

    Sebengasho abakushoyo osozopolitiki kodwa mina ngiyezwa futhi ngiyezwisisa🙏🙏iNkosi ikubeke Mr Khoza

  • @lungiselanimkhize8404
    @lungiselanimkhize8404 Před rokem +7

    ishisa kakhulu lenkonzo iyafundisa kakhulu🙏🙏🙏🙏

  • @MzuveleSikhakhane-wl2qv
    @MzuveleSikhakhane-wl2qv Před 11 měsíci +4

    Ammenn bantwana benkosi unyazi 🇿🇦👑✨✨

  • @siphiwekhwela2349
    @siphiwekhwela2349 Před rokem +3

    Hayi lombhemu ngyavuma I yes you

  • @sakhilexulu8110
    @sakhilexulu8110 Před rokem +6

    Gijima Mkhathini, iqiniso yilona khambi lokwelapha thina esesabona Inkolo yasezulwini. 👏

  • @WendyThembeka
    @WendyThembeka Před měsícem

    ❤❤❤mmm Ai inamandla futh iqiniso elimsulwa

  • @ntokozogumede4141
    @ntokozogumede4141 Před 10 měsíci +3

    Ngyaykhetha inkos yasebhleni bamanazaretha

  • @sindiswangubo2708
    @sindiswangubo2708 Před rokem +5

    Iyangelapha lensizwa yakwaMkhathini. INkosi iykhulise

  • @Official_kingcoward
    @Official_kingcoward Před rokem +4

    Amaqhawe ka Thixo 🙏🙏🙌

  • @blackkonnexion
    @blackkonnexion Před 11 měsíci +1

    *Awu Hamba Nayo Mkhathini mfanakithi* 👌🏿

  • @ernestlunda9619
    @ernestlunda9619 Před rokem +6

    Uvunywa sithi phantsi cape town uyityakatyile afuni koniwa
    Sibulela indlela uShembe akusebenzise ngayo nokhokho bakho👏👏👏

  • @zimfanelezonken4855
    @zimfanelezonken4855 Před 2 lety +3

    Yamnandi inkonzoo🤗

  • @bambenizuma3846
    @bambenizuma3846 Před rokem +3

    Ngiyabingelela nkosana kamkhulu nami bengingathanda ukudlula kuyona lento yegobongo bengingathanda ukuthola yena lomuntu wakho angilaphe ngyacela kakhulu

  • @nonhlanhlamaribe7050
    @nonhlanhlamaribe7050 Před rokem +2

    Hmmm 🤔 ngaze ngabusiseka emoyeni Siyabonga mshumayeli Khoza ,wandelwe izinsuku zokuphila ,ngicoshile okuningi ,kuphithene ikhanda Kanti ngingedwa ekhaya okholwayo kodwa kzolunga egameni lesandla somusa 🙌kuzokwenzeka

  • @ntokozogumede4141
    @ntokozogumede4141 Před 10 měsíci +1

    Bumnandi ubnazaretha bangcwele

  • @sbongilekhanyile6392
    @sbongilekhanyile6392 Před rokem +2

    Ngivumeleni ngikhulume Thulani ningiyekhe 🤭 amen

  • @user-mi6zs9he2d
    @user-mi6zs9he2d Před 7 měsíci

    Hayi kunzima emendweni angfuni ukngasho Mmmm waybeka indaba

  • @mlamulimbewana3982
    @mlamulimbewana3982 Před rokem +2

    Thuthuka buNazaretha

  • @user-hl8tx5zy9t
    @user-hl8tx5zy9t Před 4 měsíci +1

    Iningi letshumayelo!!!

  • @reginasimelane2595
    @reginasimelane2595 Před rokem +1

    Ameen

  • @sbongilekhanyile6392
    @sbongilekhanyile6392 Před 9 měsíci

    Amen amen 🙏

  • @user-jv9qb7hb7v
    @user-jv9qb7hb7v Před 4 měsíci

    Ngiyabonga mkhathini ukshumayela kwakho kuyangphilisa hamba nayo

  • @phillyamanda6339
    @phillyamanda6339 Před rokem +1

    Sabusiseka baba

  • @siphothethwayo6744
    @siphothethwayo6744 Před 11 měsíci +1

    Ivuthiwe lengqwele

  • @nathisonke1798
    @nathisonke1798 Před 9 měsíci

    Amen

  • @MuziBomberMajola-cz2id
    @MuziBomberMajola-cz2id Před rokem +1

    Ameeeen

  • @NgitheniLushozi
    @NgitheniLushozi Před 3 měsíci

    🎉isenethini

  • @siyasiyabonga5867
    @siyasiyabonga5867 Před 2 lety +4

    Ijulile lendaba yalendoda intshumayelo zayo sengilandele kakhul

  • @khanyisanimkhize4690
    @khanyisanimkhize4690 Před 6 měsíci

    Baba🔥🔥🔥🔥

  • @duduzilebonakelenxumalo6322

    🙏🙏🙏

  • @thabanizwane3351
    @thabanizwane3351 Před 2 měsíci

    Ngicela kubuza baf2 ngingayi Downloader kanjani lentshumayela please 🙏 help or yiyiphi app enginga yisebenzisa

  • @kwanelexulu4703
    @kwanelexulu4703 Před 10 měsíci

    Ay maningi amazwi

  • @zinhlemathenjwa238
    @zinhlemathenjwa238 Před 11 měsíci

    P9😊

  • @IgezaLensizwa
    @IgezaLensizwa Před 2 lety +1

    Uqinsile yena impela, kodwa le yogogo nomkhulu yavulwa INkosi iNyanga Yezulu. Asibeni amaNazaretha singabi abakwa Shembe. Washo uBaba ukuthi bambhani amatomu, ningahambi phambili nidlule yena. Ungay'gxeki into uNyazi ongakaze ay'gxeke kodwa le egxekwa uyena ubaba yo WhatsApp no Facebook niqhubrke niyenze ningamlaleli. Mina lendlela yok'khuphula abantu bakithi abadala yang'siza kakhulu.