Lwasho U Thingo Lwenkosazanamadoda..... Kondwa Abasyeke. Sahamba No Thingo Thina ngikhumbula ngimncane lingithuma Phesheya HHayi Suka ungazingeni ezakwa Shembe Rest in Peace My Dad Love U more.....
Eu Nkosi yezulu sicela ukukhunjulwa Baba abantu bayathwala manje sebedayisa ngezimpilo zabo kodwa kusekhona umhlawokuphela eu siza Nkosi Baba hawukela umoya wami
Noma ningathini! UShembe uNyazi LweZulu luyisiqalo nesiphetho 💯💖🙏
Baba uNyazilwezulu Jehova Shembe oyigcwele ngicela ungenze ngibenokholo lweqiniso ungibuyise ekwedukeni ukuphila kwami kubenezibusiso Amen🙏🙏🙏🙏🙏
Khula njalo Nyazi LweZulu
Phakama njalo Nyazi LweZulu ukhule uze udle izinyosi zezi zukulwane zakho Nkosi yamaKhosi enhle ehlambulukile
Syabonga Nkosi yomusa ukusithanda okungaka
Wena ufanelwe ukubongwa ngiyakubonga NAMI mayiguqulwe eyami intanto amen
Ngicela ungikhumbule Mina Soni sasemhlabenj❤️❤️❤️👌👌👌👌
Indlamhlathi kamayekisa au nkosi usikhumbule baba
THIXO onomusa siphe ukukholwa jehova wethu
UNYAZI lunguye onguye sithanda singathandi..........Ameeeeeeeeeen uYINGCWELE NYAZILWEZULU
Mkhululi we ziboshwa , Mduduzi waba hluphekileyo , Dwala labadala, Nyazi LWEZULU
Ngiyakuthanda nkosi baba yamakhosi
Amen Shembe sasyoba yini kube awzange wafika 100% UNYAZI NGICELA UKWENZA OKUYOKHOMBA UKUTHI NGINGOWAKHO.
Siyabonga Baba,umusa wakho uhlezi phakade!
Phambili ngoNyazi phambili........
Syabonga muntu wasezulwini ngento enhle kanje!!!
Phambiliiiiiiii✊️✊️
So nkosi ngiyakuthanda ❤️❤️❤️❤️
Sihamba noNYAZI Bakwethu nanti INKOSI yamaNAZARETHA ishaya i stembu ebhukwini ukuthi luphelele uNYAZI embusweni weZULU asingadideki, kunye okusele ukuba sicele ukuba asithande singahlubuki.
izeluleko lalelani izaluleko bantwana base zulwini amen
INkosi uThingo ngingayilalela usuku lonke...iNkosi yomusa, so humble and righteous Holy Messiah, usikhumbule Shembe oyincwele🙏
Isaiah Shembe *Ubhombela* Wabuhluphekela Lobubu *Nazaretha* Khula Nkosi Ya Makhosi,,
Nkosi yokthula noxolo....idla'mhlathi
uthingo lokuba thiya bandla ewu nomusa wakhe manje sesihamba nensimbi ewisa ezinye unyazilwezulu awu uskhumbule shembe
Umqalisi nomphelelisi wezimpilo zabantu uyathanda awuthandi uNyazi Nguye Onguye
Olwethu uNyazi uzungkhumbule baba ngikwaz ukdlulisa ungiphe impumelelo empilweni yami
Amen Amen
Solulandela yonke ndawo lapho luyakhona syobakhona lwethu Nyazi lweZulu
uShembe ikhaya lami ngonile ngingonanga,ungithelele Baba,Mkhulu Bhombela
uNyazi iz one an only really Shembe
uyigcwele Baba uThingo lwamakhosazane nanamuhla sisakukhumbula sikudumise♥️🤩♥️🙏🙏🙏🙏
Ameeeeeen Nyazi lwezulu uthe siseJudia nguwe udriver wale nqola, ngicela ungangidilizi Baba ngingaba yini ngaphandle kwakho,Sigibele istimela esicorrect ,esiright phambili ngoNyazi
uNyazi Lwezulu lunguNkulunkulu
Inhlaba umuthi wasedle awuthi lutho ngokubaba kunezwi lakho jehova
ngamlobolela umfowethu , owakwethu kodwa usevumile ukuba angigudluze esihlalweni engikuso ...lendoda isihlalo ilokhu yasifuna lusahleli uThingolwenkosazane
Shembe ongafihlelwa izinto washeshe wazibona zisekude siyabonga Bhombela ukushiya lemfihlakalo ngabe sidunguza ebumnyameni kumanje, uThingo lusishiyele uNyazi umqali walolu hambo.
AMENI SYABONGA NGOKUSISHIYELA LEMFIHLAKALO
Nkosi baba ngiyakuthanda kepha ufihliwe
Nkosi baba ngiyakuthanda
uma uzwa lenkulumo uzwe uNyazi luse Mzimkhulu. Omubi uqala isakhona inkosi le afuna kuyivukela. This would have been the solid evidence in court.
siyabonga nkosi yamakhosi ngobuNazaretha
PHAMBILI NGONYAZI 100% UNYAZI SICELA USKHULENKOSI YOMUSA SINGAWELI ESANDLENI SOMUBI AMEEEEENI
Engabe yaysukaphi into enhle kangaka madoda,yaz aydingwe koniwa. OLWETHU UNYAZ!!!
olwethu unyaz
unyazilwezulu 100%
UNyazilwezulu lukhulu ludala uMqali wendlela ,khula Kuphakama,NKosi Thingolwenkosazane
Muphiwe ukulalela izwalamazwi uwahluzekahle lento yabunjwa ezulwini unkulunkulu noma ungafundakangakanani ubeyingcitha buchopho kanjani ngeke uyonelento ngokuthandawakho uyohlela wena zithizivela inhlelozakho zothizivela abekande aqeda umnikazi ngokuvikela umsebenziwakhe ngoba ukhohliswa isolakho nenhliziyo besuhalela into ngeke wayimela mungayabelwanga
Lwasho U Thingo Lwenkosazanamadoda..... Kondwa Abasyeke. Sahamba No Thingo Thina ngikhumbula ngimncane lingithuma Phesheya HHayi Suka ungazingeni ezakwa Shembe Rest in Peace My Dad Love U more.....
Phakama Shembe akulula singazingeni ngoba uShembe osuke esesihlalweni usuke esengumnikelo kuManazaretha esethunjwe uShilo(uJehova) ngoba noma kungenzakalani emndenini wegazi usuke enaMabazaretha yena ehla enyuka nawo ngoba wisithembiso. Lwathi uThingo ngo2010 eGibisile isihlalo sinto yinye nesgwebo sentambo. Ingakho nje uShembe kthiwa Nkosi yaMakhosi ngisho noyise nonina omzalaya nomfowabo ngegazi uthi iNkosi yaMakhosi.
Amen...
Nkosi yamakhosi uze uskhumbule ngomhlaeokuphel❤❤
Lelozwi elimnandi liphumaphi kodw livela kuwe NKOSI YASEZULWINI
Ngalithanda ngokulizwa lelolizwi lakho nkosi
"Ngek'ulunge nje ngyazi" Shembe!🙌
amen nkosiyamakhosi ameeeeeeeeeeeen nkosi yethu
Bantwana bakwa mshibe nguye ushembe owavela ezwilin olwethu unyaz
Nkosi uze ungikhumbule unusable Wakho mawuze nkosi amen
amen....uyingcwele.......amen........
ungcwele NYAZI LWEZULU
Inkosi ikubusise!!!!
Konke kungokwakhe wayengekho omunye uNkulunkulu ngaphandle ko Thingo namhlanje uNyazi 🙏
Ngikhumbule nkosi ungithande
Baba ngibheke ungithande
siyabonga nkosi yamakhosi ukusishiyela lesisitembu
SHEMBE OYINGCWELE
❤❤❤❤amen nkosi yamakhosi
phambili ngonyazi lwezulu.angeke silushiye boyoze bezisole babuyele kulo.
Eu Nkosi yezulu sicela ukukhunjulwa Baba abantu bayathwala manje sebedayisa ngezimpilo zabo kodwa kusekhona umhlawokuphela eu siza Nkosi Baba hawukela umoya wami
Amen!
Awuuu madoda kanti. Lendoda ewu VELA yenzelwe into enhle kanje, seyibonga kabi kanje... Weeeeeeh uzofika athini kuYise hmmmm amanazaretha ayifaka obishini ingane yeNkosi ILANGA madoda hmmm kubi
Nkosi yamakhosi uyingcweeeeeeeeleeeee baba uThingo lwenkosazane lolusuku sikhumbula wena nkosi yamazulu nomhlaba
amen
SYAKUBONGA DWALA LABADALA NYAZ LWEZULU
❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️
mkhululi weziboshwah
ngiyakuvuma Nkosi
Shembe uze ungikhumbule Nyazi Lwezulu mhla wokuphela kwami ezweni amennnnnn
uShembe unyazk lwezulu
Amen
usikhuselele shembe amen
uShenbe iNkosi Yama Nazareth akekho omunye ngaphandle kwakhe nangathandi uyoze athande AMENI 🙏🙏🙏🙏🙏
'Baba ngikuloluhamba'
"ipewula"
Uthingo LweNkosazana
Nkosi ngicela ungiphe umsebenzi Nkosi yama khosi amen
Nkosi yamakhosi wongamele umhlaba uyosabeka
What is happening here? Who is this leader? Who are his enemies here?
Shembe
Phambili ngoNyazi phambili........
Syabonga muntu wasezulwini ngento enhle kanje!!!
Khula njalo bu-Nazaretha ube njengezi-Lwandle
BabaMkhulu wethu nokhokho bethu, sibancane asinalwazi asiyukwazi lutho ngaphandle kwakho sicela uhlale nathi ungasishiyi
unyazilwezulu 100%
Nkosi yamakhosi sngabakho. Lana ksemzini ongcwele wangakithi uMzimoya ngyathokoza ngawe Shembe oyngcwele.
Msinga eMaChunwini??
❤❤❤❤amen nkosi yamakhosi
Olwethu unyazi nongamthandi uyoze amthande
❤❤❤❤amen nkosi yamakhosi
❤❤❤❤amen nkosi yamakhosi