Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Ngyabonga kakhulu Mkhulu izeluleko zakho ziyasakha sengifunde okuningi ziningi izinto ebengingzazi sengifunde lukhulu makwande 🙏
Asibingelele Mpunga! Ngathi ukhuluma nami ikakhulu ngendaba yakwa Shembe.Sengikhathele kuthi njalo ekulaleni kwami ngiphupha into eyodwa nje! Indaba yakwa Shembe ikakhulu yekunikelela abantu bakithi.Sengimise yonke I to ekufanele ngiyenze kuleviki ngiyakhona ngoba ngiyabona into zam zihamba kancane.
Syabonga Khehla
Sawbona babo Mbanjwa. Ngicela ukubuza, umlanjwana maka phahla kuvumelekile ukukhi ecele ukukhanya from ithongo la kubo baba? Noma kunga dala umbango?Ngicela ujule ngale sihloko.Ngiyabonga mkhulu🙏🏽
Mpungayesintu siyezwa kodwa lesihloko sakho siyafundisa ngempela kodwa sokonakele kakhulu kuningi okumoshakele, okokuqala umuntu akazi ukuthi ungumsamo ngoba engazi ukuthi unabadala noma unesithunywa, Uma uyohlola uzotshelwa ukuthi uyabangwa abadala kodwa ungacaciselwa kahle,okwesibili lapho uhlala khona indawo incane kuthiwa hamba uyophahla awubuzwa ukuthi indawo ohlala kuyo ilungile , kubeyinkinga kashobane ngoba ulalakhona lapho ,nabantu bendabuko abakucebisi njengawe, kungcono abanamaceke amakhulu kuyezwakala, imizi siyaba yabomama ubaba abasekho bekhona manje kuyekubenzima ngoba nenkolo uyabusa kakhulu lapho emzini kuthiwa sikhuluma namadimoni ,Uma kwenziwa umembheso kuthiwa akuvuswa abangasekho ,umsamo ukahle emakhaya kwalabo abasemakhaya kodwa lapho kwavala ngehlahla awunawo nomlando wakini kabo mama nokubobaba wenzanjani ,saze sakubona sakubeletha
Sanibonani Mpunga Yesintu siyabonga ngezinfundiso zakho ezakhayo kakhulu, bengicela ukubuza lana ukuthi iyiphi indlela ehlanzeki yokuqinisa igceke, ngiyabonga
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Nalento yokuqabulana, nokwengamana hag and kiss kuyawungcolisa umsamo wakho.
Great work, i have learn a lot from this channel
Siyabonga Mpunga yesintu 🙏🏾Inkulumo yakho Mkhulu iqonde thwi!!!
Siyabonga mkhulu ngolwazi osipha lona nesihloko esihlaba hlosile. Mina ngicela ukwazi ukuthi yini okudingeka uyenze mhla wethu igama umuzi?
Into engithanda ngobunzima bohholela empumelelweni
Cha ngiyilinde ngamehlo abomvu eyokwetha umuzi ukuth kubaluleke ngani
Molo Mpunga yesintu siyabonga Kakhulu
Siyabonga mkhulu impunga
Ey siyezwa mpunga 🙏
siyabonga webhuti
Amen mkhulu
Louder: "Ungambathi nomuntu wesilisa angenze lutho kini, ngeke aphinde enze kahle..."
Le channel ngathi yenzelwa mina ngqo.Kuzwakele Mpunga bengicela ukucaciseleka lana sizihlambulula kanjan maqondana lezimo ozibalulile kule nkulumo yakho?
Impunga! Udle amaningi esakeni, siyakuzwa Mbanjwa inkinga ukulungisa igceke naba laba bamanga bamane bafake izinto ezingcolisa igceke libe worse, suke sekwenzenjani uma icala oliyele kwa Shembe lingathetheki? Sengahambisa 3 wonke wezimbuzi ngenkinga efanayo yomsamo kodwa isaqhubeka namanje...
Impungaa!
Nduna kandaba isibaya sibikwa ngani ngabe kumele kubenesilwane engizosibika ngayo Ngiyabonga
Syabonga mpunga yesuntuUmbuzo wami amasenti okushada Uma engakahlangani kushuth akumelanga wembathe nomuntu wesfazane ?
Emzini onendlu enye kwenziwa njani kengok xa kungavumelekile umuntu akhulule endlini enabantu abadala ngoba kufanele ehlambile umntu okanye kufanele ayocela ukuhlamba komakhelwane 🤔🤔
Entabazwe28-05-1914
🐆👑🦁MADUME KE SE AFORIKA
Ngyabonga kakhulu Mkhulu izeluleko zakho ziyasakha sengifunde okuningi ziningi izinto ebengingzazi sengifunde lukhulu makwande 🙏
Asibingelele Mpunga! Ngathi ukhuluma nami ikakhulu ngendaba yakwa Shembe.Sengikhathele kuthi njalo ekulaleni kwami ngiphupha into eyodwa nje! Indaba yakwa Shembe ikakhulu yekunikelela abantu bakithi.Sengimise yonke I to ekufanele ngiyenze kuleviki ngiyakhona ngoba ngiyabona into zam zihamba kancane.
Syabonga Khehla
Sawbona babo Mbanjwa. Ngicela ukubuza, umlanjwana maka phahla kuvumelekile ukukhi ecele ukukhanya from ithongo la kubo baba? Noma kunga dala umbango?
Ngicela ujule ngale sihloko.
Ngiyabonga mkhulu🙏🏽
Mpungayesintu siyezwa kodwa lesihloko sakho siyafundisa ngempela kodwa sokonakele kakhulu kuningi okumoshakele, okokuqala umuntu akazi ukuthi ungumsamo ngoba engazi ukuthi unabadala noma unesithunywa, Uma uyohlola uzotshelwa ukuthi uyabangwa abadala kodwa ungacaciselwa kahle,okwesibili lapho uhlala khona indawo incane kuthiwa hamba uyophahla awubuzwa ukuthi indawo ohlala kuyo ilungile , kubeyinkinga kashobane ngoba ulalakhona lapho ,nabantu bendabuko abakucebisi njengawe, kungcono abanamaceke amakhulu kuyezwakala, imizi siyaba yabomama ubaba abasekho bekhona manje kuyekubenzima ngoba nenkolo uyabusa kakhulu lapho emzini kuthiwa sikhuluma namadimoni ,Uma kwenziwa umembheso kuthiwa akuvuswa abangasekho ,umsamo ukahle emakhaya kwalabo abasemakhaya kodwa lapho kwavala ngehlahla awunawo nomlando wakini kabo mama nokubobaba wenzanjani ,saze sakubona sakubeletha
Sanibonani Mpunga Yesintu siyabonga ngezinfundiso zakho ezakhayo kakhulu, bengicela ukubuza lana ukuthi iyiphi indlela ehlanzeki yokuqinisa igceke, ngiyabonga
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Nalento yokuqabulana, nokwengamana hag and kiss kuyawungcolisa umsamo wakho.
Great work, i have learn a lot from this channel
Siyabonga Mpunga yesintu 🙏🏾
Inkulumo yakho Mkhulu iqonde thwi!!!
Siyabonga mkhulu ngolwazi osipha lona nesihloko esihlaba hlosile. Mina ngicela ukwazi ukuthi yini okudingeka uyenze mhla wethu igama umuzi?
Into engithanda ngobunzima bohholela empumelelweni
Cha ngiyilinde ngamehlo abomvu eyokwetha umuzi ukuth kubaluleke ngani
Molo Mpunga yesintu siyabonga Kakhulu
Siyabonga mkhulu impunga
Ey siyezwa mpunga 🙏
siyabonga webhuti
Amen mkhulu
Louder: "Ungambathi nomuntu wesilisa angenze lutho kini, ngeke aphinde enze kahle..."
Le channel ngathi yenzelwa mina ngqo.
Kuzwakele Mpunga bengicela ukucaciseleka lana sizihlambulula kanjan maqondana lezimo ozibalulile kule nkulumo yakho?
Impunga! Udle amaningi esakeni, siyakuzwa Mbanjwa inkinga ukulungisa igceke naba laba bamanga bamane bafake izinto ezingcolisa igceke libe worse, suke sekwenzenjani uma icala oliyele kwa Shembe lingathetheki? Sengahambisa 3 wonke wezimbuzi ngenkinga efanayo yomsamo kodwa isaqhubeka namanje...
Impungaa!
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Nduna kandaba isibaya sibikwa ngani ngabe kumele kubenesilwane engizosibika ngayo
Ngiyabonga
Syabonga mpunga yesuntu
Umbuzo wami amasenti okushada Uma engakahlangani kushuth akumelanga wembathe nomuntu wesfazane ?