Beautiful natural i prsy ngithole umfazi onje 🕯️ intelligent and humble God uyangbonisa la kuthi uzoku thengela imoto yaphezulu emhlophe kodwa ngibona ngathi i 4x4 go and do license kuvele kwavela impilo yakho yonke from young age kdala uhlezi nalomtwalo cishe ufana nje newele 👑
Siyabonga dade okubuhlungu ukungakhumbuli amaphupho
lokho kungadalwa indawo okuyona ukuthi ayisabeli kahle noma ayihambisani kahle nengelosi yakho ukuhlambuluka kwayo nokungcoliseka kwayo ingaphazamisa eyakho ingelosi mase ibakude nawe kumele uzame indlela yokuhlambulula ikhaya nokuthandaza ngalezi zikhathi 6,9,4,12 ukuze iyokwazi ukuphakama kahle futhi kalula nakakhulu kanye nalezi zingelosi ezidalelwe ukugada ekhaya lakho 6ntambamba 12ebusuku 4ekuseni 9ekuseni mase uhlambulula igceke ngamanzi athandazelwe ingane engakafiki esigabeni sokukhula kusukela emyakeni ewu 10 kuyaphansi kwewu 5 kuyokhanya kakhulu kunakuqala ngyabonga
Siyabonga gogo ukuchasisela ngamaphupho ngoba yonke lento oyishoyo ngoba kuvamisile yonke lento ukuth ngiyiphuphe kungavaleki emnya nokubanjwa ikunzi noma ngibanjwa abantu.
Impala bayakukhombisa ukuthi bake bazame ukuthwebula eyakho inhlanhla ubokhuluma nabo abakukhombisayo ukuthi abangavumi nawebngoba makonakala kuwe konakalela nabo abakuda njalobnje
Yhoooo Gogo yazi all the dreams u have mentioned sengize ngawaphupha kodwa angizange ngahlala and lokho kungifundise ukuthi ngizisukunele🙏
Syabonga Sisi ngokusipha ulwazi, ngsacela ukubuza ukuthi uma uphupha lamaphupho ungasizakala kanjani ukulwa nalesisimo osichazayo
bengizokuchazela kalula kodwa okwakho kuqala emumva kulaba abadlulile kanye nabantwana ababili babafana kanye nababili bamantombazane ekhaya lakho abavusa isishingishane esenza kube lula ukudlalela kunina ngokuganga ubongikhumbulela ukuthi ubani uNombuso 0761433135
Awsemuhle cc wami.❤🎉
ngyabonga mfwethu noma nje ngifana nendoda eyinhlalsuthi😂 engingayazi kodwa ngyabonga
Beautiful natural i prsy ngithole umfazi onje 🕯️ intelligent and humble God uyangbonisa la kuthi uzoku thengela imoto yaphezulu emhlophe kodwa ngibona ngathi i 4x4 go and do license kuvele kwavela impilo yakho yonke from young age kdala uhlezi nalomtwalo cishe ufana nje newele 👑
ngyabonga mfwethu futhi sizokuthandazisa ukuthi umdali akuphe umuntu odingwa nguwe mfwethu
E6
Inkosi ikubusise my Sister ❤
Amen🙏
Ngiyabonga Gogo khakhulu mntu omdala bengiphuphe ngihlatsha ngendlela embi ebuhlungu kwi nyanga endlulile ngiya ngazolusela kdwa bendingazi losho ukuthini😢ngiyabonga
ngyacela ungifonele khona ngizokwazi ukuphendula 0761433135 angizwa kahle umbuzo wakho
Mara gogo you are soooo humble..you reply to all the messages!!
Siyabonga gogo kuyezwakala impela iNkosi ayichubeke ikuphe amandla amakhulu futhi kulomsebenzi owenzayo.Ingabe kushoni ukuphupha ucoshwa yingwenya emgacweni bese mawuyikhahlela, uphaphame ungakaboni okwanzekile 😢
kubika into obekumele engabe ikwehlele kuleyo ndawo ebizama ukwenza okubi kuwe kodwa langaba namandla lelosela lanqobeka kodwa zama ukugada izinkulumo oke uzixoxele abayizitha ongabanakile bangakweza okubi kuwe ngoba kuvuka umona
Waze washaya khona mntomdala. Syabonga makwande, Nkosazana enhle 🙏
ngyabonga mfwethu we bhuti lucky ikhona yini induku eyisikhalango okwakumele uyakhe noma ube nayo uye nayo emanzini yini ngoba kunendaba enjalo mntanethongo ngoba ngikubona usemanzini nalenduku lakungenela imifula engenisela olwandle kanye nolwandle kuwe kanti khona kunjalo kube sekuqhamuka omatruck avuza uoyela ngaphansi kwawo mase ungena la ukhona khona emanzini sakungcolisa amanzi omi kuwo lenduku iyona okwazi ukuphebeza ngayo okwamafutha ka oyela ongena emanzini kodwa ngicela ukuma lapho kukhona nokunye ebengifisa ukukubuza kodwa kudinga sikhulume ngqo nawe ,mase ngibuza ngezimbuzi ekwenziwengazo umcimbi othize kini mase kuba iziphandla ezivela la kuwe ezandleni zombila iziphandla ezimhlophe ezimbili nesi brown kesinye isindla ngyabonga uzongiphendula la 0761433135
Siyabonga.
Siyabonga gogo
Siyabonga kakhulu gogo ngomsebenzi wenkosi, kodwa ke mina senginovalo uma ngizwa lencazelo
ungathuki mfwethu kodwa kumele ukwazi khona uyoyiqonda into obhekene nayo ingakuzumi
Wasiza mina kuningi esengikutholile.thokoza gogo
ngyabonga mfwethu
Siyabonga kakhulu cc ngokusichazela 🙏
ngyabonga mfwethu uke wazama ukusebenzisa amakhandlela ucela okuthize yini ngoba kunempendulo entanta emoyeni ongasayinakile abakhuluma ngayo nawe
Yebo ngike ngawasebenzisa amakhandlela ngicela.Nginokungakhanyiseleki ngesigaba ekfanele ngisithathe manje.Ngizocela ukuza kuwe cc ngiyayazi indlela sengake ngeza ngaphambilini.Ngiyabonga kakhulu🙏
Amen gogo siyabonga,ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha isivalo sivulekile bese uyasivala kuchaza ukuthini?gogo
esinjani isivalo mfwethu 0761433135
Besi brown gogo besivuleke ekhishini ngaphuphafuthi nezukilhiye nginikwa umamawami osewashona ngilokhu ngiva iminyango ingabelokho kuchazani gogo
Asbonge maMbotho.ngokuzithoba ngicela ukubuza. Ukuphupha ubanjwe yibankwa esigreen ngemuva eqolo. Bese kuvela umawakho ongasekho . Athi ngingasisusi sidlala nami. Bese athi lesibankwa besigula namanje kumele ayosikhokhela uR30 000
kubika ukuthi kunesandla emndenini wakho esiwukuganga futhi sikwazi ukufinyelela kunina ngokuthi sikhulume emalibeni abantu bakini ukuthola nina kwenikuzamayo neniziphilisa ngakho kodwa ukulwisana nalento bafuna ukuthi wena uyosusa bona okwenzeka kubo ubaqede nezigulo abahamba ngazo ukuze bona bezoyilwa bona lempi ngoba ingaphezu kwakho okwakho ukuthi uyobanikelela ubakhiphe ezigodini zosizi ubaqede ukugula khona bayokwazi ukunilwela kushintshe yonke into ewukuganga ibe yinhle kunina
Gogo kushoni ukungena konwabu ekameleni
ubuthakathi lobo obubi impela
Gogo thokoza ngiyabonga kakhulu ngalengcazelo abengihlupha lamaphupho noma bengibona abantu besilisa bengihlupha kakhulu ngendlela oyibeke ngakhona sekucaca manje
ngyabonga mfwethu
Mathathu engngakaze ngwaphuphe😢😢and yes ngathola ukuth bayangthwebula but ithongo noNyazi bayanqaba nam. INkosi kbusise cc. Ungadinwa ukusxwayisa❤😢
ngyabonga mfwethu abe nawe njalo unkulunkulu ngane yakwethu
kukhulunya ngemoto eyashiswa noma eyasha uyayazi yini
Ndicela ubuza uma ungiphupha ngikhipha izinyo langemuva lishukuthini
looking good as usual Gogo wam
Yeah, she's really glowing!
ngyabonga mfwethu kodwa khona engifisa ukubuza mayelana nomama webantwana ungixolele ngokubhala kanje ungifonele kulenumber0761433135
ngyabonga
syabonga,..ukuphupha i ex yakho ifuna ukukuncelisa ibele. kushoni ukuphithizela kwama shongololo egcekeni
uma i ex ikuncelisa ibele kusho ukuthi kulokhu anakho ufuna ukuthi ube yingxenye ezozuza kukho kungaba ukuthi ufuna ukukunika anakho uziphilise ngakho, amashongololo abika izitha eziseduze nani ezizinyoka ezikwazi ukufinyelela ezintweni zenu enizizamela zona nokuthi zikwazi ukuganga ngani niseduze kwazo kodwa ninganakile ukuthi nidlala abantu abaseduze kwenu
@@hxmbotho3458 ngyabonga kakhulu
@@hxmbotho3458 ngyabonga kakhulu, Shembe akubusise nabakini bakwandisele okuhle
Ndiyakungqina okwescabha kukhona ngempela ngiyabonga
ngyabonga mfwethu
Ngiyabingelela dadewethu umapbupha bekuthelela itiye kodwa bekuthelela ushukela uphuphuma uze ucithekele kuwe
bakutshela ukuthi mzukwane kwaba nalomcimbanyana oyowenza uyokwandisa okuhle kuwe ngamafushane bathi kucelakala itiye eliyokwenza kube kuhle nakuwe kakhulu
Sawubona unjan cc hlengiwe kodwa nga jabula ukuk bona
ngyabonga mfwethu
Sawbona gogo siyabonga izeluleko zakho ziyasifundisa. umbuzo wam Uma uphupha indlu yakini nomgodi omkhulu ngaphakathi ungakwazi nokundlulela kwamanye amakamera kusho ukuthi I?
kubika ukuvulelwa ithuna ekhaya noma ukuthi kunabanimbela isisele sokudlula nilandelana kodwa ngoba bayakukhombisa khuluma nabo bacacise into engadala lokhu ukuthi yenziwa yini khona uzolungisa mfwethu
Thokoza gogo uma uphupha bakubeka iqhude elobomvu ekhanda uma ngithi ngiyabuka kukhona into emhlophe ekhanda lapho babeka khona iqhude elibomvu ngoba ngize ngathi leqhude lizodla ipapa phezu kwekhanda lami ngiyabonga
kubika ukuthunywa ukuthi uqhubeke wenze igobongo lakho kanye nokuqedelela abangaqedanga ebungomeni mase kuyahlanjululwa lokho kodwa basho ukumiselwa igobongo elidingeka empilweni yakho iqhude elibomvu lisebenziswa ukukwenza lowomsebenzi wedlozi kanti indwangu emhlophe kuwe isho ukuba nengelosi ehlambulukile ikona nje ukuthi iphazanyiswa ubungoma obudinga ukulungiswa kuwe kodwa hhayi ukuyo thwasa
@@hxmbotho3458 ngiyabonga gogo kakhulu sizofouna no baba ngoba izinto ezidingekayo asinazo ngapha sizoxhumana nawe
😊😊
sawubona mfwethu ngisacela ukudlulisa lokhu kuwe kunomama osemvakwakho kodwa akaphili sesiside isikhathi ezama ukukhuluma nawe ngicela uzame ukuthi uyibheke leyonto ngyasaba nokukhuluma okuningi la kodwa uma ungakwazi ukuya kumuntu ohlolayo mhlampe engayibona lento engiyishoyo kuwe
🙏🏿🙏🏿
ngicela ungifonele mawuthola ithuba 0761433135
Kodwa kumele ngiyibuyise kanjani ke cc
Thokoza Gogo siyabonga ngesexwayiso ❤🙏
ngyabonga nami mfwethu
kunesikoloto okukhulunywa ngaso la angazi noma ungakwazi ukuthi siyikhulume indaba yaso 0761433135
Ngisacela ukubuza uma uphupha usemzini la ushadele khona ngiphethe izinkukhu ezimbili ebomvu neyimpangele kuthiwe angithathe inkukhu ebomvu ngiyifake eskhwameni bese le eyimpangele kuthiwe angingayifaki.Zombili lezinkukhu zisekamelweni okunomsamo wakhona
kubika ukuthi kunesigaba eseqekile kuwe sokulashwa komndiki nomndawe kuwe olashwa ngegobongo ngoba makungenziwe lokhu kungadala inkinga emzini owuganele uzithole sewunenkinga nabantu bakhona kanti kudingakala ukulashelwa umoya womndiki okuwe
Ngyabonga kakhulu cc ngokungiphendula nganelisekile 🙏
Siyabonga
ngyabonga
Uma uphupha uhamba kodwa bewulele
Ngiphuphe ngishawa ekhanda nasezimbhanjeni kanzima for no reason. Ngakhala
Gogo ngicela ukubuza ngoba abantu abalaphayo abanalo iqiniso uma nginalawo maphupho ngingasizakala hini ekhemisi yesintu?
Kunjani Sisi? Angisakwazi.. Syajabula ukukbona..
ngyabonga mfwethu Vukani ngicela ukukhuluma nawe ngoba kuyimanje ngikubona kukuningi obambene nakho kuze kube nethunzi phezu kwakho othi mawuthi sekuyakhanya kubuye kushone phansi ingabibikho imiphumela yokwenzayo kodwa lento ifaka nomzali ungumama kuwe ize ithelele nabantwana ngicela sikhulume ocingweni 0761433135
Thokoza gogo ndiyabulela ngencazelo zakho zilulutho kuthi bendicela inumber yakho kukhona endifuna uthetha nawe owawusinike yona ayisebenzi kudala ndiyizama. Enkosi
0761433135
Sicela niwabheke aphele ama adverts bese ni clicker kuwona ukuze usisi aqhuebekele phambili.
INKOSI ikubusise mtaka Nkulunkulu kwande kuwe okuhle
Sawubona sisi manje ubulongo kufanele ngithathe obasekhaya esbayeni noma ngingathatha noma obenkomo esigangeni?
uma sikhona isibaya sezinkomo kini ungathatha bona masingekho ungathatha emgwaqeni ubulalise ekhaya lakho ngaphambi kokuthi ubusebenzise
For me isibuko prophecy me
angisisebenzisi isibuko kodwa ngingakubhekela 0761433135 ubogadaa ulift ongase uwuthole noma imoto oyoyigibela sakusizwa itshontshiwe ungazithola ugaxela enkingeni engahlangene nawe
Ukuphupha ex ye boyfriend yakho ulwa nayo kusho ukuthini gogo kodwa uyihlula ngokuyishaya kugcine kuwine mina ayi yena and oku worse njalo simuphupha sobabili noboyfriend uex wakhe
uyanihambela kahle kahle uyisitha kunina nobabili uyanikhafula ngasosonke isikhathi kodwa ziyahluleka izikhafulo zakhe nemithi
Thokoza gogo❤
Amen gogo ndisacela I number yakho
Awuke usiphe i number yakho Ma Mbotho
0761433135
No sound
zama futhi ngane yakwethu ikhona