Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Siyabonga hlengiwe ukusipha ukudla kwempilo
yebo ngyabonga
Uma uphupha use sikolweni kodwa kdala wasiqeda,kuchazani gogo🙏camagu
Uma uphupha ubaba engcwatywa kodwa kdala washona wantywatywa,kuchazani gogo 🙏camagu
Asbonge maMbotho ngezincazelo ezisikhulisayo. Makwande kukhanye. Ngicela ukuphuma kancane esihlokweni sakho. The last video ukhulume ngendlu edilikayo ukuthi ichazani. Bengicela ukubuza uma uphupha abanikazi balowomuzi badiliza amabonda endli ngaphakathi. Bathi bayahamba bona. Umuntu ozithenga lendlu uzazibona ukuthi uyilungisa kanjani ngaphakathi. Ngiyabonga usazophendula ❤
ngicela ungifonela manje kuwatts app kulenumber ngizokuchazela 0761433135
Siyabonga MaMbotho. Ave sikukhumbula uma ungaseveli kule Nkundla😢.
ngyaxolisa mfethu ngizovela manje kakhudlwana
@@hxmbotho3458 Siyabonga Sisi. Siyathobeka Kakhulu🙏🏻
Siyabonga kakhulu sisi lamaphupho aqondene nami lawa okopha nokuphslaza
yebo mfethu ngyoyenza ivideo ethi makunjalo wenza njani
Ngicela kubuza gogo akuyona yini inkinga ukuhlez uthuswa ubala uthuke ngsho unabntu noma uwedwa ubone sengathi khon muntu osemvakwakho
Sawubona gogo, mina ngiphuphe ngilelle ne X yami ngaphaphama ngaphaphama ebusuku ngaziitthola ngiphuma igazi ngempela ngabe kuchazani ngiyabonga gogo
ngicela sikhulume ku watts app kulenumber ksasa 0761433135
Ndiyabulisa kwelikhaya siyabulela ukukhanyiselwa makwande kukhanye. Cela inumber kagogo amen
0761433135 ngyabonga mfwethu
Siyabonga ngan'yakwethu ngokusipha ukukhanya iNkosi ikuphakamise,ikukhanyisele.
ngyabonga mfwethu
😭😭😭😭Ngibonge sisi wami. Ngaphupha ngikhipha ilitshe ngomlomoNgihlala ngiphupha indlu kagogo wami ishile yanqonqa sengihleli ngaphandle ngiyakhala
nam sengake ngaziphupha ngiphalaza sekwaze kwakabili at least sengyaz kwakuchaza ukuthini syabonga kakhulu 🙏🙏🙏❤
ngyabonga mfwethu lakhanya kahle ikhandlela lakho mfwethu lihle
@@hxmbotho3458ameni ngyabonga
Syabonga salukazi. Waze wachaza kahle kamnandi.🙏
yebo mfwethu ngyabonga
Amen MaMbotho wethu omuhle, siyabonga izincazelo ziyasisiza kakhulu.. Ngsacela ukubuza kuchazani ukuphupha usestolo lesi nje sokudla bese Kuba nabelungu abawu2 besfazane bamile kulayini bese omunye ngimuzwe ekhuluma nalona omunye ethi ucela atshele her maid ukuthi naye udinga umuntu ozomsiza endlini, bese mina ngiyahamba ngiye kubo ngifike ngichaze ukuthi ngizwe kukhona othi udinga a maid ngicela angiqashe coz ngidinga umsebenzi, bese ethatha my number ethi uzofona. Ngyabonga Gogo
Mina benginophupha umhlonya lapho ngaphuthw amalobolo kabili and labo bantu bafuna ukubuya empilweni yam
Sawubona maMbotho, siyabonga kakhuluNgicela ukubuza kuthi kushoni ukuphupha uhlukana noshadile naye, ningalwi uthi mawumtholela ukujola avele kwale kodwa ungalwi naye uvele wamukele.isimo umtshele.kuthi akusize ngokondla izingane.nje kodwa vele bese umbona kuthi akasakuthandi. Kodwa izinto ozobalayo izinto eninokuzibanga vele.....
la ukhonjiswa into engase igcine yenzeka kunina
Yazi gogo ngiphuphe ekhaya kusha kodwa kunogogo endlini kodwa ugogo wami usasho inkinga siqale saphuma sabaleka ne twin lami after lapho sakhumbula ukuthi ugogo simushiye endlini inkinga ubengakhulumi engasho lutho the time simukhipha emlilweni after lapho ngabona engathi sekwi funeral yakhe kodwa masefihliwe kwaba sengathi kumele agunjwe kwi thuna
uma ubona umuntu odlulile egunjwa ethuneni ubika ukukhishwa ebhokisini akhanyiselwe izibani avelwe ukugula mase efakwa ezulwini lomndeni esgeziwe uma ningakwenzi lokho kungadala ulaka ingakho kunomlilo kukhona yena phakathi okusho ukuthi lolu laka lunga dalwa nguye kunina uma ningayenzi leyonto
Sawubona cc Hlengiwe! Ngicela leliphupho. "Ngiphuphe ngilele emotweni eyi truck, sengathi ngiphaphama iyazihambela iyabaleka nami ngilele. Ngavuka ngayibamba isahambe kancane. Ngesikhathi sengihlehla ukuyibuyisela lapho esuke khona, yafike yashayisa udonga ngasemuva. Bebekhona abebebukela ngihlehla kodwa abangisizanga bavele bazithulela nje bangbuka". Ngaphaphama
Siyabonga kakhulu Mbhotho.
Sisi uhlaziya kuya philisa nami uboke uye kimi ngiphuma Nkosazane last kuvele ne king 🤴 phansi kwa Manzi kodwa I King ngathi ibithandaza yaqeda yathi ngiphume emanzini
leli phupho libika ukulindwa abakini bemimoya yesithunywa abathandazi ukuthi uye emanzini ukuze bahlangane nawe ngokuhlanjululwa kwakho kuyobe sebehlambuluka nawe bebekuwe ngokomoya ohlanzekile
Sawubona gogo sacela ukkbuza uma uphupha ubiyelwe izitebhisi ezinde unyuka kuzo kodwa akufinyeleleki phezulu lichazani lelophupho...thokoza gogo
Ngibingelele mina nginokuphupha ngibeletha or ngilandelwa yhingane kodwa angikaze ngiphuphunyelwe isisu nginayo ingane angazi le yekabani
kuyenzeka uthole ukuthi awukaze wasola ukuthi ukhuleliwe epilweni yakho kodwa kuyenzeka ukhulelwe umntwana ahlale two noma ngaphezulu days kodwa ungazi ukuthi bekukhona okumumethe kanti uzoshibilika ngenxa yezimo ezithize ilapho uzokwazi ngokuthi umphuphe esekhombisa ukuthi uyingane yakho ngaleyondlela uma ingane iziveza kuwe isuke izokwazisa ukuthi yabakhona yangaphila nawe wangazi ngayo ingakho izolokhu ivelake kuwe
Nkosana siyabonga ngokusiklezisa , Inkosi Ikubusise maMbotho.
Amen mfwethu
Amen❤❤
Mncwaah mahlengi bbe❤❤❤❤
Saubona kuchazani ikuphupha ungenza olwandle bese khona lapho kuqhamuka izinkomo ezomnyama
🙏🙏🙏❤❤❤
Siyabonga mama🙏🙏🙏🙏❤️❤️
ngyabonga mfethu
Siyabonga dadewethu
Siyabonga ma mbotho
Thokoza gogo Uma uphupha uzala kuphuma Izingane ezimbili kusho ukuthini
kubika isimo sokuhamba nethunzi lomntwana owaphuphuma ukuthi kumele wenze ababelethisi kuye khona kunjalo mabe babili kusho ukuthi uyiwele,noma babili okumele ubenzele
Sawubona Hlengi cela ungichazele leli lokuphupha usengozini yemoto ulimele wopha. Kodwa ubuke wasengozini and usupholile
lokho kubika okubi ngicela ukuthi sikhululume kuwatts app ntambama ngoba manje ngisaphendula la ku yt 0761433135
Singabonga sisi coz uNkulunkulu akukhumbule njalo
Thokoza gogo bengicela ukwazi ukuthi yini isiqhunga ngoba nginayo inkinga yokuthi uma ngiphuphe kabi.ngivele ngi bleed
Sawubona cc, ngabe incazelo iyafana if uziphupha ukomalume kunomcimbi
yebo mfwethu bakuvezela ukuthi uyathinteka kakhulu ezintweni zakhona
Ngyabonga kakhulu sisi
Tkz Gogoz mina ngike ngphuphe ngindiza
Imimoya leyo.
kubika ukukhula kwesimo sengilosi yemimoya kuwe kuye ngokuthi ubundiza kahle noma ubicishe uwe yini
Ngbingelele cc ngicela ukubuza ukphupha iX yakho ilinyazwe abantu kakhulu phezu kweso lakaleft kuyimbobo and naseqolo elimele kuwumgodi kuvela izingaphakathi kulesilonda enuka... ethi usefuna ukuya ekhaya umama wakhe ugogo wami ongaseko ethi ngingene endlini ngyibone lendoda ngesaba angangaya
umuntu ophilayo uma elimele ephusheni kubika okubi ukungase kumehlele okungathatha umphefumulo kuye zamani ukukhuluma naye ngoba lesisimo esinjalo sisuke sihamba ngokucushwa abayizitha kuye
Sisi bengfona angikutholi efonini iya ringa nje.ngicela ukusizakala kunzima
ngyaxolisa ngalelo phutha mfwethu kodwa ngizocela ungene nakuwatts app ushiye umnyalezo khona ngizokuphendula
Enkos gogo Xa usoloko upupa umakaz wako ekupha umvubo wamas usapila umakaz.
kuhle lokho mfwethu kubika ukunikwa okufisayo okumele ngabe kade waba nakho kodwa sekulethwa kona lihle kakhulu leli phupho isibusiso sokulunga kwezinto
Kusho ukuthini ukuphupha nizingela ingulube cc
Amen
amen mfwethu
Ukuphupha uxabana nobaba ngabe kuchazani?
Ukuvuka kukhona inkalankala endlini ongazi nokuthi ingenekuphi, uphinde emvakwezinsukwana sekuhhenye egcekeni. Kusho ukuthini futhi mina kusuke kumele ngenzenjan?
akumele wenze lutho kodwa ungayishayi isuke ibika umuntu ozozalwa ekhaya onemimoya futhi isuke ibika idlozi elizoletha isibusiso nokukhuphula ingelosi yabantwna ehlambulukile kunina kufana nokubona ugogo oluhlaza omncane ukuthi lento ingabantwana abayozalwa kodwa bembethwe idlozi lamanzi
Yebo sisi ngiyathemba uyaphila. uke wakhuluma ngamaphupho ommbila kodwa azange ngineliseke. Mina ngiphuphe ngiwukha ummbila onezikhwebu ezinkulu, ngiwfaka ku plastic. Bengingekho ngdewa bengiwukha nomama ongizalayo.
umbila ubika okuhle kuwe ozoziphilisa ngakho okuyoziphinda phinda kuwe kodwa ngizokwenzela ivideo yombila manje nje
No bb no job no man I'm 43yrs
uvinjwe izinto ezincane kodwa ngicela ungithinte ku watts app 0761433135 kodwa hhayi manje ngoba ngisaphendula la ku yt
Amaphupho wam ajule kakhulu kodwa andiwaz achazani. Cela ungiphe cell no yakho
0761433135 ku watts app
nam sengake ngaziphupha ngiphalaza sekwaze kwakabili at least sengyaz kwakuchaza ukuthini syabonga kakhulu 🙏🙏🙏
kubonga mina mfwethu ubosebenzisa isiqunga mase uzihlambulula siyokusiza mfwethu
ameni ngyabonga kakhulu unkulunkulu akubusise
Ngukukhumbule sisi wami.ngyakudinga,angazi i number zakho
Angilinde nawe lana ngyayidinga nam number
Silindile sonke
0761433135 ubhale ku watts app ngoba ngisaphendula ku yt okwamanje
0761433135 ubhale kuwatts app ngoba ngisa phendula la ku yt okwamanje
0761433135 ubhale ku watts app ngoba ngisaphendula la ku yt okwamanje
Ngiyabingelela Mbotho Ngiphuphe umah ongizalayo ongasekho efake i dress yam ehleli sakulala .kungathi kusanda kushona ubaba naye ongasekho ngithi mina kunuka isidumbu laydlini kodwa besesithathiwe
ubeveza ukuthi uyithunzi phezu kwakho kumele umgezele mase nihlambuluka nonke ekhaya nimsuse ukugula nimgeze ukugula kodwa ngicela sikhulume ku watts app ntambama ngoba ngisaphendula la ku yt okwamanje 0761433135
Duteronomi 13:1-6.
hamba ubuze abelungu vusi
@@hxmbotho3458 Ngoba nje nina anizazi izimpendulo zezinkolelo zenu 😭😭😭
Please ngicela ungipha number yakho please
Camagu Ndlondlo ucousin wam uphuphe nditshata umtshato wesintu kusho ukuthini oko💔
kubika ukwembathwa ingelosi zakwaxhosa nakwazulu kuwe ngaleyondlela uqhamuka kundawo ezibili eziphakama kuwe
Siyabonga hlengiwe ukusipha ukudla kwempilo
yebo ngyabonga
Uma uphupha use sikolweni kodwa kdala wasiqeda,kuchazani gogo🙏camagu
Uma uphupha ubaba engcwatywa kodwa kdala washona wantywatywa,kuchazani gogo 🙏camagu
Asbonge maMbotho ngezincazelo ezisikhulisayo. Makwande kukhanye. Ngicela ukuphuma kancane esihlokweni sakho. The last video ukhulume ngendlu edilikayo ukuthi ichazani. Bengicela ukubuza uma uphupha abanikazi balowomuzi badiliza amabonda endli ngaphakathi. Bathi bayahamba bona. Umuntu ozithenga lendlu uzazibona ukuthi uyilungisa kanjani ngaphakathi. Ngiyabonga usazophendula ❤
ngicela ungifonela manje kuwatts app kulenumber ngizokuchazela 0761433135
Siyabonga MaMbotho. Ave sikukhumbula uma ungaseveli kule Nkundla😢.
ngyaxolisa mfethu ngizovela manje kakhudlwana
@@hxmbotho3458 Siyabonga Sisi. Siyathobeka Kakhulu🙏🏻
Siyabonga kakhulu sisi lamaphupho aqondene nami lawa okopha nokuphslaza
yebo mfethu ngyoyenza ivideo ethi makunjalo wenza njani
Ngicela kubuza gogo akuyona yini inkinga ukuhlez uthuswa ubala uthuke ngsho unabntu noma uwedwa ubone sengathi khon muntu osemvakwakho
Sawubona gogo, mina ngiphuphe ngilelle ne X yami ngaphaphama ngaphaphama ebusuku ngaziitthola ngiphuma igazi ngempela ngabe kuchazani ngiyabonga gogo
ngicela sikhulume ku watts app kulenumber ksasa 0761433135
Ndiyabulisa kwelikhaya siyabulela ukukhanyiselwa makwande kukhanye. Cela inumber kagogo amen
0761433135 ngyabonga mfwethu
Siyabonga ngan'yakwethu ngokusipha ukukhanya iNkosi ikuphakamise,ikukhanyisele.
ngyabonga mfwethu
😭😭😭😭Ngibonge sisi wami. Ngaphupha ngikhipha ilitshe ngomlomo
Ngihlala ngiphupha indlu kagogo wami ishile yanqonqa sengihleli ngaphandle ngiyakhala
nam sengake ngaziphupha ngiphalaza sekwaze kwakabili at least sengyaz kwakuchaza ukuthini syabonga kakhulu 🙏🙏🙏❤
ngyabonga mfwethu lakhanya kahle ikhandlela lakho mfwethu lihle
@@hxmbotho3458ameni ngyabonga
Syabonga salukazi. Waze wachaza kahle kamnandi.🙏
yebo mfwethu ngyabonga
Amen MaMbotho wethu omuhle, siyabonga izincazelo ziyasisiza kakhulu.. Ngsacela ukubuza kuchazani ukuphupha usestolo lesi nje sokudla bese Kuba nabelungu abawu2 besfazane bamile kulayini bese omunye ngimuzwe ekhuluma nalona omunye ethi ucela atshele her maid ukuthi naye udinga umuntu ozomsiza endlini, bese mina ngiyahamba ngiye kubo ngifike ngichaze ukuthi ngizwe kukhona othi udinga a maid ngicela angiqashe coz ngidinga umsebenzi, bese ethatha my number ethi uzofona. Ngyabonga Gogo
Mina benginophupha umhlonya lapho ngaphuthw amalobolo kabili and labo bantu bafuna ukubuya empilweni yam
Sawubona maMbotho, siyabonga kakhulu
Ngicela ukubuza kuthi kushoni ukuphupha uhlukana noshadile naye, ningalwi uthi mawumtholela ukujola avele kwale kodwa ungalwi naye uvele wamukele.isimo umtshele.kuthi akusize ngokondla izingane.nje kodwa vele bese umbona kuthi akasakuthandi. Kodwa izinto ozobalayo izinto eninokuzibanga vele.....
la ukhonjiswa into engase igcine yenzeka kunina
Yazi gogo ngiphuphe ekhaya kusha kodwa kunogogo endlini kodwa ugogo wami usasho inkinga siqale saphuma sabaleka ne twin lami after lapho sakhumbula ukuthi ugogo simushiye endlini inkinga ubengakhulumi engasho lutho the time simukhipha emlilweni after lapho ngabona engathi sekwi funeral yakhe kodwa masefihliwe kwaba sengathi kumele agunjwe kwi thuna
uma ubona umuntu odlulile egunjwa ethuneni ubika ukukhishwa ebhokisini akhanyiselwe izibani avelwe ukugula mase efakwa ezulwini lomndeni esgeziwe uma ningakwenzi lokho kungadala ulaka ingakho kunomlilo kukhona yena phakathi okusho ukuthi lolu laka lunga dalwa nguye kunina uma ningayenzi leyonto
Sawubona cc Hlengiwe! Ngicela leliphupho. "Ngiphuphe ngilele emotweni eyi truck, sengathi ngiphaphama iyazihambela iyabaleka nami ngilele. Ngavuka ngayibamba isahambe kancane. Ngesikhathi sengihlehla ukuyibuyisela lapho esuke khona, yafike yashayisa udonga ngasemuva. Bebekhona abebebukela ngihlehla kodwa abangisizanga bavele bazithulela nje bangbuka". Ngaphaphama
Siyabonga kakhulu Mbhotho.
Sisi uhlaziya kuya philisa nami uboke uye kimi ngiphuma Nkosazane last kuvele ne king 🤴 phansi kwa Manzi kodwa I King ngathi ibithandaza yaqeda yathi ngiphume emanzini
leli phupho libika ukulindwa abakini bemimoya yesithunywa abathandazi ukuthi uye emanzini ukuze bahlangane nawe ngokuhlanjululwa kwakho kuyobe sebehlambuluka nawe bebekuwe ngokomoya ohlanzekile
Sawubona gogo sacela ukkbuza uma uphupha ubiyelwe izitebhisi ezinde unyuka kuzo kodwa akufinyeleleki phezulu lichazani lelophupho...thokoza gogo
Ngibingelele mina nginokuphupha ngibeletha or ngilandelwa yhingane kodwa angikaze ngiphuphunyelwe isisu nginayo ingane angazi le yekabani
kuyenzeka uthole ukuthi awukaze wasola ukuthi ukhuleliwe epilweni yakho kodwa kuyenzeka ukhulelwe umntwana ahlale two noma ngaphezulu days kodwa ungazi ukuthi bekukhona okumumethe kanti uzoshibilika ngenxa yezimo ezithize ilapho uzokwazi ngokuthi umphuphe esekhombisa ukuthi uyingane yakho ngaleyondlela uma ingane iziveza kuwe isuke izokwazisa ukuthi yabakhona yangaphila nawe wangazi ngayo ingakho izolokhu ivelake kuwe
Nkosana siyabonga ngokusiklezisa , Inkosi Ikubusise maMbotho.
Amen mfwethu
Amen❤❤
Mncwaah mahlengi bbe❤❤❤❤
Saubona kuchazani ikuphupha ungenza olwandle bese khona lapho kuqhamuka izinkomo ezomnyama
🙏🙏🙏❤❤❤
Siyabonga mama🙏🙏🙏🙏❤️❤️
ngyabonga mfethu
Siyabonga dadewethu
Siyabonga ma mbotho
ngyabonga mfwethu
Thokoza gogo Uma uphupha uzala kuphuma Izingane ezimbili kusho ukuthini
kubika isimo sokuhamba nethunzi lomntwana owaphuphuma ukuthi kumele wenze ababelethisi kuye khona kunjalo mabe babili kusho ukuthi uyiwele,noma babili okumele ubenzele
Sawubona Hlengi cela ungichazele leli lokuphupha usengozini yemoto ulimele wopha. Kodwa ubuke wasengozini and usupholile
lokho kubika okubi ngicela ukuthi sikhululume kuwatts app ntambama ngoba manje ngisaphendula la ku yt 0761433135
Singabonga sisi coz uNkulunkulu akukhumbule njalo
ngyabonga mfwethu
Thokoza gogo bengicela ukwazi ukuthi yini isiqhunga ngoba nginayo inkinga yokuthi uma ngiphuphe kabi.ngivele ngi bleed
Sawubona cc, ngabe incazelo iyafana if uziphupha ukomalume kunomcimbi
yebo mfwethu bakuvezela ukuthi uyathinteka kakhulu ezintweni zakhona
Ngyabonga kakhulu sisi
Tkz Gogoz mina ngike ngphuphe ngindiza
Imimoya leyo.
kubika ukukhula kwesimo sengilosi yemimoya kuwe kuye ngokuthi ubundiza kahle noma ubicishe uwe yini
Ngbingelele cc ngicela ukubuza ukphupha iX yakho ilinyazwe abantu kakhulu phezu kweso lakaleft kuyimbobo and naseqolo elimele kuwumgodi kuvela izingaphakathi kulesilonda enuka... ethi usefuna ukuya ekhaya umama wakhe ugogo wami ongaseko ethi ngingene endlini ngyibone lendoda ngesaba angangaya
umuntu ophilayo uma elimele ephusheni kubika okubi ukungase kumehlele okungathatha umphefumulo kuye zamani ukukhuluma naye ngoba lesisimo esinjalo sisuke sihamba ngokucushwa abayizitha kuye
Sisi bengfona angikutholi efonini iya ringa nje.ngicela ukusizakala kunzima
ngyaxolisa ngalelo phutha mfwethu kodwa ngizocela ungene nakuwatts app ushiye umnyalezo khona ngizokuphendula
Enkos gogo Xa usoloko upupa umakaz wako ekupha umvubo wamas usapila umakaz.
kuhle lokho mfwethu kubika ukunikwa okufisayo okumele ngabe kade waba nakho kodwa sekulethwa kona lihle kakhulu leli phupho isibusiso sokulunga kwezinto
Kusho ukuthini ukuphupha nizingela ingulube cc
Amen
amen mfwethu
Ukuphupha uxabana nobaba ngabe kuchazani?
Ukuvuka kukhona inkalankala endlini ongazi nokuthi ingenekuphi, uphinde emvakwezinsukwana sekuhhenye egcekeni. Kusho ukuthini futhi mina kusuke kumele ngenzenjan?
akumele wenze lutho kodwa ungayishayi isuke ibika umuntu ozozalwa ekhaya onemimoya futhi isuke ibika idlozi elizoletha isibusiso nokukhuphula ingelosi yabantwna ehlambulukile kunina kufana nokubona ugogo oluhlaza omncane ukuthi lento ingabantwana abayozalwa kodwa bembethwe idlozi lamanzi
Yebo sisi ngiyathemba uyaphila. uke wakhuluma ngamaphupho ommbila kodwa azange ngineliseke. Mina ngiphuphe ngiwukha ummbila onezikhwebu ezinkulu, ngiwfaka ku plastic. Bengingekho ngdewa bengiwukha nomama ongizalayo.
umbila ubika okuhle kuwe ozoziphilisa ngakho okuyoziphinda phinda kuwe kodwa ngizokwenzela ivideo yombila manje nje
No bb no job no man I'm 43yrs
uvinjwe izinto ezincane kodwa ngicela ungithinte ku watts app 0761433135 kodwa hhayi manje ngoba ngisaphendula la ku yt
Amaphupho wam ajule kakhulu kodwa andiwaz achazani. Cela ungiphe cell no yakho
0761433135 ku watts app
nam sengake ngaziphupha ngiphalaza sekwaze kwakabili at least sengyaz kwakuchaza ukuthini syabonga kakhulu 🙏🙏🙏
kubonga mina mfwethu ubosebenzisa isiqunga mase uzihlambulula siyokusiza mfwethu
ameni ngyabonga kakhulu unkulunkulu akubusise
Ngukukhumbule sisi wami.ngyakudinga,angazi i number zakho
Angilinde nawe lana ngyayidinga nam number
Silindile sonke
0761433135 ubhale ku watts app ngoba ngisaphendula ku yt okwamanje
0761433135 ubhale kuwatts app ngoba ngisa phendula la ku yt okwamanje
0761433135 ubhale ku watts app ngoba ngisaphendula la ku yt okwamanje
Ngiyabingelela Mbotho
Ngiphuphe umah ongizalayo ongasekho efake i dress yam ehleli sakulala .kungathi kusanda kushona ubaba naye ongasekho ngithi mina kunuka isidumbu laydlini kodwa besesithathiwe