Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Siyabonga Mkhulu,Bakhona Abalozi from Zambia as well,my parents and grand parents are lozi people from Zambia,it's close to Suthu
Mina la angikhulumi ngaba Rotse/Lozi abayisizwe, ngikhuluma ngomoya ongena kumuntu uthwaselwe ube nogobongo lwawo. Lowo moya awubona abantu abangabaLozi/Rotse. Uma nje ngingakwenzela isibonelo sento engikhuluma ngayo kunabalozi esibuye sibabize ngamakhosi omfula, kube nabalozi esibabiza ngamakhosi entaba. AbaLozi/Rotse abangabantu ngiyazi ngabo, kodwa abahlangene nabalozi engikhuluma ngabo, unless umuntu wakhona enedlozi lomlozi.
Ngyabonga khehla. Ngaze ngakthanda ngika kwazi. Uchaze indlela yami nqo engalanda ngayo aba Lozi bami.
Your videos are very informative. Siyabonga.
Awu yebo kunjalo kanti Mkhulu👏👏👏🔑👌
Iqiniso mkhulu bayazikhethela mina ngenza amakhosi ngingazi ngihlole kanjani ngaya emanzini ngayobuza ukuthi ngenze njani umangikhuleka ngekwa izinyoni nezimpempe kakhulu ebusuku ngizwe ngathi ngishokwa ugezi umalomoya usondela duzane kwami bese ngiyesaba😢
Kimina kwakuvele kulume izindlebe bese kukhala amakhwela nezimpempe. Cha, ezinyonini akaze kungenze.
Nawe baba uyaphambuka abalozi abathwaselwa into eqhamuka manje lento yegobongo labalozi sekusetshenziswa uzimpande ezitholakala emanzini namaphakama, abalozi idlozi elixhumene kakhulu nommoya wesindawe ungizwe kahle not umndawe but isindawe. Abalozi iskhathi esiningi kuyidlozi lamabutho, ngikhuluma ngento mina eyazifikela kumina kumina ngezwa ngamakhwela intathakusa ngaleso sikhathi nami lithe meliphakama lelidlozi langishayisa ikhwela libe selizichaza kuthi singabalozi thina ngibe nokudideka kancane kuhambe iskhathi kufike ikhehla okuyilona elanginika lesipho sekubheda ngumelaphi lathi kumina kumele uyempophomeni uyogeza lelidlozi labalozi wabe eselichaza kuthi ibutho leli asala nalo empini ukhokho wami wayengumkhuzi wempi manje lommoya wabalozi ummoya wamabutho lona ayewakhuza ezimpini ngoba mayefika kumina benginokuphupha amasosha noma ngibone ibutho lempi likaZulu livunulile liphelele akaze ngithwase mina nabo abalozi akaze ngibathwasele idlozi lizenzela lona konke anginagobela amaphupho nokuthi bafike bakhulume nje nami
Mtungwa! Ngikuzwe kahle Mashobana, kodwa amaziko awefani. Akuwo wonke umuntu owehlelwa okwakwehlela, mina baningi engibaziyo abawuthwasa umangothobane. Esikhathini samanje abantu sebehamba bayofuna izigubhu bese bethi banabalozi. Ngenhlanhla ukhona engangimazi, owakwaKhumalo naye owayebhula ngabalozi, kodwa abathwasela. Angazi-ke noma ungena noma imina owaphambuka, kodwa yena wabathwasela abalozi esevele eyisangoma. Akusho ukuthi uma uthwasele abalozi kusuke kunephutha, cha. Bakhona abazothwasa, bakhona abangeke bethwase. Uma Mbulazi ungabhekisisa, cishe you are 1 in a 1000 abantu okwenzeka lokho okwenzeka kuwe. Zibuze ukuthi kungani abanye kungafiki iyisemkhulu kubo namadlozi esindawu.
Cha ukhuluma kahle uyazwakala angikuphikisi.. Wena ukhuluma ngamabutho umoya wasezintabeni.. Umkhulu ukhuluma ngabalozi bokubhula banalo igobongo abalozi ngikhuluma ngento engiyiphilayo.. Okubalulekile ukuthi into yedlozi ihlukana ngezizwe nokukhosi bakhona.. Igobongo labalozi likhona..
Khumalo ukuphi
I love your content. Which you could do a live where you do a question and answer session. I am willing to sponsor data if required.
Sokuhlela lokho mhla ithuba livuma
@@sandileblessing2909 I'll wait to hear from you soon
Yini umehluko phakathi komkhovu no tikoloshi?
Kwehluka kancane nje. Umkhovu isikhathi esiningi uyakhiwa, uyinzalo yomuntu nomathananazane. Utikoloshe uyimvelo, ukhishwa emanzini. Nokho ukhona utikoloshe wokwakhiwa, owakhiwa ngoxamu oweba imali.
@@sandileblessing2909 ngolimi olu'lula yini u'nomathananazane?
@@expertadvisors4109 yisalukazi semfene, enduna yakhona ingabandala ibizwa ngekhonde lemfene
Siyabonga mkhulu yazi Kade ngingakuniki kodwa sengiyakunaka ngoba into uyichaza ngobunono