kahleni boh kanti kunjani la, uthi umuntu uyalungisa. kanti uya mosha mxm, bengizo mphuhluza mina ngemphama lo okade ephrofetha. Mkulu Mlaba thank you for stopping this nonse before amoshe kakhulu.
Why ungamrecordi eShumayela uMlaba asakhe asbonise uNkulunkulu asbuyisele endleleni kathixo I think that what we need the most , nanso into engasenza abantu abancono ukunukana okwabo bobabili abaylungise we appreciate umoya kodwa ngempela icontent ye video aysenzeli lutho honestly mina ngicela intshumayelo kaMlaba nanso into engangenza umuntu
Vuka sizwe! lento youkunuka umprofethi yayihleliwe. u camera man why bekade ebhekise i camera yakhe lapho kuno Mkhulu Mlaba nagakhona, kwangathi kukhona abekwazi ukuthi kuzoprofethwa u Mkhulu? Suka man, asikho stupid, yonke lento ibikade ihleliwe!
Nansi into edingakalayo kulomhlaba ohlabayo, iqiniso elimsulwa lingambathiswa 🔥🕯️🧘🏾🕯️🔥
Qiniso lelo ngima nawe
Wawungekho the fact ngangikhona this the two different things
Ey..Nkosi yam , ungasho uliphinde .
Aw Ncwadi ngyajabula mangbona owakithi 🤝
Qondisa Mlaba,safa omonase ezweni ngokusihluphekisa
Ey lensizwa ngiyizwe isuza kancaaaaaaaaaneee, angaz nom ngiyizwe ngedwa yini ... Shaya Mlaba!
Khula njalo babumlaba sebebancane abanjengawe🙏🙏🙏🙏🙏🙏👌👌👌👌👌👌👌👌
Yavele yangangaphika nayo lensizwa 😅
Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.
Ey wavele waswela umgodi 🙆🙆
Mmm ei yawudlula madoda umoya lensizwa yangikhumbuza ngezikhathi zami ewu ngoba asigugi namaxolo
Ngangizazi zinjena ke izayoni zangempela ngingamtholaphi umlaba
kahleni boh kanti kunjani la, uthi umuntu uyalungisa. kanti uya mosha mxm, bengizo mphuhluza mina ngemphama lo okade ephrofetha. Mkulu Mlaba thank you for stopping this nonse before amoshe kakhulu.
💥 amen
Fathi akamsukeli you could tell ngendlela asakaze ngayo amehlo😂akazikakelanga nje kodwa
Ngiyamhlonipha umkhulu u Mlaba Yoo🙏
Eyalaphi lensizwa??? Ngyafisa ukukhuleka nayo, mina ngyawathanda amadoda Anke, aqeda ubxoki kuze kuwe amabandla ngenxa yok xokiza komzalwane
🤣😂🤣😂 uqophe umlando mkhulu
Nasoke isithunywa...ave singenayo imfihlo...mkhiphe Mkhulu.
Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.
Kumele lendoda ilucele uxolo icele nakuye umkhulu Mlaba ukuthi ayivikele ayicelele noxolo ngoba ashhh
@@vusimngomezulu2500 eze bhayibhile azisale ebhayibhileni.
Mlungisi asiqale la, uNkulunkulu sikhathi edala abantu wabenza balingana wayesethi zalani nande nibuse uMhlaba, akekho umuntu amnika Amandla ngaphezu komunye umprofethi mayeshumayela kumele akhulume Ngo Nkulunkulu namandla akhe nokusiza kwakhe ingako ebuzonda ubuthakathi nokunye Okubi, okumelengabe ushumayela ngakho nokuthi uNkulunkulu akakuthandi abesethi kunobuthakathi ngokuthanda umuntu womunye akakufuni Loko uNkulunkulu ingakho ethi umuntu akabe noyedwa wakhe, uMprofethi mayesekutholile ukuthi kunothanda owomunye akafundise ukuthi akungenzeki Loko, ayi ukuprofetha into ezobulalisa abanye, umprofethi akashumayele izwi Lika Nkulunkulu kuphela, Lona liyalaya lifundise liqondise hayi ukuprofetha into eziqhatha abantu.
@@thembekilemkhize So iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.
Kanti inganekwane
Nayi into engiyenyanyayo lokuthi inkulumo ingaqondi ngifuna umuntu asho ukuty ubani wenzani
Angizwa lutho Mina la ungathi bazincokolela bodwa nje
Bathathe Mkhulu indumandumane abakuncame Dr
DANKIE mkhulu mlaba umona mkhulu kubathandazi hai mani
Wee ukhumalo phela lo wase25 ejullis namanje usabhema izizwe aphanisele nabantu😂😂😂😂
Aibo, kanti aksimina ngedwa engimbonayo.
Moya mun losebenza la ngoba akuwona umoya kaNkulunkulu lo kugcwele i competition kulomoya nokuxabanisa
Zion ngiyakuzwa mina jazi Eli yellow😂😂😂😂umtshele fresh
Sekuyashuthwa makudlulwa eMoya eZayon😳😳😳
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 No comment😂😂😂😂😂😂
Aw yadlula kwathuleka eyakithi madoda
Sithi sthandaza ngibuye ngithi ngyakthanda 😲😲Mamu sbanibani uhm ihlazo lokushela esontweni 🤭🤭
Hhay ngyak'tshela wen🤣🤣🤣
Ayngeke madoda, iNgilosi kaThixo angikholwa ukuthi ingashawa abantu, ayngeke mfo 😐
Dankie mkhulu waythinta ngayizwa
Amademoni uyazenzela e zion, ngyabonga wangikhipha wangifundisa ngo Jesu ayi izingelosi🙏.
Wakufundisa ngoJesu?? Haiy izingelosi??
😂😂ngivumelana nawe
Uzwakala njengomuntu oConfused and delusional
Nifuna imali ngamanga nibulawa udumo umoya kaNkulunkulu uyakha Futhi uyathoba nanizozenzela ama video omunye efuna usizo
Gud😂😂😂
Ahhaawuu mkhulu 😅
Angikaze ngihleke kanje😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂yoh!
Kwaaak madoda uthini Moya ngk
Amen
Kufuneka lokhuke emasontweni
Kodwa ulaphi lomkhulu mlaba ewu webakithi ngamthanda namaqiniso
Lo mlaba wenu wayehlangene nomnini sguqo behlangene ngo khumalo I was there nibonga udoti nje
Stop defending nonsense wena
Asazike phela thina
Inkulu inkinga onayo sewukhuluma ngisho amanga uthi nawe wawukhona la 😂, nawe unomona wakho nje.
Hawuuuu
Hybo kwaduma izul🤣🤣🤣🤣
Washa 2 amanga nj3 lawa uwezwa mawuthandaza
Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.
Inkonzo eyakhandwa nguJesu kphela
ABAPHOSTOLI ABAYISHUMI NAMBILI
Jeremiah 33:3 umanje ungafunda lelivesi ulandele elikushoyo, impendulo yakho ungaythola ngaphandle kokubuza lombuzo
Uyinkuuunzi Mlaba
Hhayi sukamadoda, lasho ikhehla lakwaMlaba. Batshele Mkhulu, sikwazi unjeke umona, nemfihlo yinto engekho lasphilakhona.
Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.
Vusi funda itestamente Elisha uzolithola okufunayo
izayoni ziyaxabanisa Uma esuka umyeni walomama eyobulala lobaba othanda owesifazane? Kothiwani?
Nokuthula ushutha kanjani ngesikhathi sikamoya ongcwele
Why ungamrecordi eShumayela uMlaba asakhe asbonise uNkulunkulu asbuyisele endleleni kathixo I think that what we need the most , nanso into engasenza abantu abancono ukunukana okwabo bobabili abaylungise we appreciate umoya kodwa ngempela icontent ye video aysenzeli lutho honestly mina ngicela intshumayelo kaMlaba nanso into engangenza umuntu
ISIBINDI into enje. Bayophila abantu uma kusekhona abaholi abanesibindi ni mgogodla. Sibonge mkhulu
Eyakuph lensizwa indawo inamandla impela
Cash mkhulu ngiyabonga mlaba
Wenzani umoya 😂😂
It quoting 😅😅
@@mqondisi3759 😂😂😂
@@mqondisi3759 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Bhuti wami Ximba Mlaba Nodlela
Awu izayoni inkinga ukumonezelana
Bamnuka uKhumalo 😂😂😂😂😂
😅😅😅 kahle nawe wanghlekisa.
Shuuuuuu
Bafana niyawugwaza umoya neee
Mkhulu
Mu mu mu kodwa mkhulu.kalindi kuphume isonto
Wakhuluma umoya
Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.
@@vusimngomezulu2500
12 APOSTLE
😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣eyyyyyy madoda
😂😂😂😂
Lilaphi lelibandla
Yemadoda!!!
Lezi scam 🤣🤣🤣🤣
Kubi
Jah usebenzile umlaba ukhuluma iqiniso
Vuka sizwe! lento youkunuka umprofethi yayihleliwe. u camera man why bekade ebhekise i camera yakhe lapho kuno Mkhulu Mlaba nagakhona, kwangathi kukhona abekwazi ukuthi kuzoprofethwa u Mkhulu? Suka man, asikho stupid, yonke lento ibikade ihleliwe!
Yabona mkhulu mlaba sebaphela abantu yizenzo ezifana nezalensizwa.ngyabonga mkhulu.
Mthandazi wajazi oyellow uzoshawa ngenhlavu 🙆🙆🙆🤣🤣