AbanemiMoya benziwa yiloku:EMPILWENI

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 06. 2022
  • izimpawu zokuguliswa imimoya nangendla ophila ngayo

Komentáře • 184

  • @Precious-nn5tp
    @Precious-nn5tp Před rokem +2

    👏 👏 Ngithanda ukudlulisa ukubonga ngale-video

  • @AndiswaXulu-fl4oz
    @AndiswaXulu-fl4oz Před měsícem

    Lento ecwebezelayo ihlale ikhona 😢😢 inkilu fut ize igijime phansi ingiround ngat ngsemsnzini .... kwd kusemin ebsuku kuba yinkosi yamanzi 🙏🙏

  • @thembinene4737
    @thembinene4737 Před 11 měsíci

    Amen ngicela ukubuza ukuphupha umuntu ozihengile uthi uyabona usemboziwe useyofakwa kurawondi endlini esithetha kuyo ondlozi

  • @happinesssibiya2441
    @happinesssibiya2441 Před rokem +1

    True...kule yokukhonzwa izingane nabantu abadala

  • @SiphepheloNdawonde-zp5uq
    @SiphepheloNdawonde-zp5uq Před 2 měsíci

    Yebo ngiyezwa mina ngihlushwa uvalo Nkosiyami kuze kubande amathumbu ay luyangihlupha

  • @LuvukoNocha
    @LuvukoNocha Před měsícem

    Thokoza gogo ndiyawabhala amaphupho kodwa andiweva uma ecaciswa angazingingenza kanjani .ngiphuphe imotor eyiveni ndifika itywele xa ndifika yahamba ngathi ulama wam ulapho kanti Watshana kutywele imithwalo naphezu kwecenop yahamba .ngiphuphe kulahleke isikhiya semoto

  • @-Thobeka
    @-Thobeka Před 11 měsíci

    Sawubona Sisi wami, ngike ngakuzwa ukhuluma ngenyendle ziyafika ekhaya zibe ningi zibange umsindo, ngicela ukubuza kushoni lokh.siyathokoza.

  • @khabosannie5896
    @khabosannie5896 Před rokem +1

    Ha wayibey cc indaba iqiniso chubekelani phambili 💯♥️🙌

  • @WelileMthembu-zk9du
    @WelileMthembu-zk9du Před 2 měsíci

    Ngiyakubingelela cc unjani
    Uma uzwa lezozinto kumele wenzenjani

  • @mandisasphelo9724
    @mandisasphelo9724 Před rokem

    Sawbona gogo ngibanayo lenkinga yokuthi kubenezinto ezicwebezalayo eceleni kwelihlo kodwa angiwavali kubangathi isipili

  • @bongiwemonirca9078
    @bongiwemonirca9078 Před rokem +1

    Thokoza Gogo Waze Wangisho 😌Nkosi yami Angizazi Nokuthi Ngingubani konke Obukusho Sengathi Ubutshela Mina Uqobo Thokoza Gogo 🙏

  • @nhlanhlahadebe1850
    @nhlanhlahadebe1850 Před rokem +1

    Very spot on ✨👌🙌 Makhosi injalo

  • @ntombinxumalo7712
    @ntombinxumalo7712 Před rokem

    Ungathi uyangihlolela izinto ezenzakalayo kumina nsukuzonke ezahlukene nodokutela mmmm

  • @nokuthulandelu5672
    @nokuthulandelu5672 Před rokem

    Kuyenzeka konke loko kimi cc sengize ngadla igobongo sekusele ngiphothule

  • @ntombinxumalo7712
    @ntombinxumalo7712 Před rokem +1

    Ngiphinde ngibuye siyabonga kakhulu Ma Mbutho ngako konke lokhu uJehova akwandisele futhi akubusise. Ngicela ukubuza uma uphupha ibhasi oyingcwele abantu engathi bayombesa ndawo thizeni kungumuntu engimaziyo ehambisa lezompahla bemi nangezinyawo ebhasini nami bengimenyiwe nomyeni wami kodwa kwangaphumeleleka engathi vesinenkinga yemonto phambi kwebhasi kimi oven elincane ezimhlophe online khinop ngibone amantombazanyana anabolic amancane mhlampe kuno 6yrs kuyongena kuleyo venifuthi kube izingane engizaziyo ngikhungathekile ngoba angazi kusho ukhthini ngiyabonga.

  • @nokuthula105
    @nokuthula105 Před rokem

    ngempela ngiyavaleka kumanje nginamanzinyo abuhlungu wonke

  • @thobilemfusi9871
    @thobilemfusi9871 Před rokem

    Mambotho mina kuyangenza lokho okushoyo ngingenzenjani ukulaphellka

  • @noxolozulu2291
    @noxolozulu2291 Před rokem

    Uyibeka nqo sisi wami, kusuke sekumele ngenze njani mase kunje

  • @zinhlenyandeni3098
    @zinhlenyandeni3098 Před rokem

    Ngaze ngachazeka indlela ochazangayo & usizo kakhulu

  • @phumzilegoge5452
    @phumzilegoge5452 Před rokem

    Yimina lowo cc wam ngilibona kahle khehla lakithi n nasebusuku ngyavuka uma ngingakhuleki abufiki ubuthongo

  • @gugumbeko9829
    @gugumbeko9829 Před rokem

    Thokoza gogo syabonga kuningi esikufundayo

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 Před rokem +1

    amen kunjalo nje

  • @nokubongaprincessblose6453

    Ngcela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha izingane zamantombazane eziningi zisendaweni eyitempeli/isonto kodwa kungathi sisecreche zingijabulela

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před 2 lety +2

    Siyabonga gogo ngolwazi osiphalona

  • @busimphunga4869
    @busimphunga4869 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo, mina ngsuke ngiphelelwe wubutho makushaya u 12 or u 3 ekseni ngvele ngiqwashe angisazi kumele ngenze njani, ngibonge usazo phendula

  • @mohatoletebajunior835
    @mohatoletebajunior835 Před 2 lety

    Mina ngizibona sengath ngyahlanya ngibona sengath wonke umuntu uyangibuk or ungikhulum kabi angisahlali nabantu ngisho Nala ekhaya kyafan

    • @sibongilendlovu9944
      @sibongilendlovu9944 Před rokem

      Thokoza gogo mina nginakho lokho ko kukhukhumala entanyeni no moya esisuni gogo manje kuyo phela nini

  • @siziwesigodwana740
    @siziwesigodwana740 Před rokem +1

    👏🙏 Siyabonga akubusise UTHIXO

  • @ngingowecebo1279
    @ngingowecebo1279 Před 2 lety +1

    Sisi uyakwazi ukuhlola efonini , I don't wanna assume things ngifuna ukuzwa ngawe

  • @nobanturabotapi6262
    @nobanturabotapi6262 Před rokem

    Sawubona gogo ngicela ukubuza uma uphupha iukaka esi toro ngicela ugi cahazela

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 Před 2 lety +1

    Siyabonga Ndlondlo ngike ngavuka nephupho lapho sengathi ngivela komalume ngiwela umfula ngiyakithi amanzi aye sengathi abanamandla kimi kusenjalo kwavela amadoda amathathu abambana ngezandla bangifaka phakathi nendawo sawelela ngaphesheya kwase kuqamuka omunye wesine endiza emoyeni esihlangabeza nhabe sengiyaphaphama. Ngisacela incazelo lnkosi yabe iyokwandisela

  • @viviangoldstone1828
    @viviangoldstone1828 Před 2 lety +1

    Amen gogo yini loyo akukho abangangibonisi kona, mengiya kubantu bathi mele ngabe sengaqeda okwedlozi but aliqhumi or likhumengiyephi got
    👏👏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      ungayi ndawo wena uqobo khuluma nedlozi lakho ngoba lithemba wena wedwa lizokushela elifuna ukwenze njgoba mawuya kumuntu angeke limuvezele lutho ngoba lowomuntu akanazo izingelosi ngakhoke wena khuluma nalo lizokuphendula mase wenza lokhu elikufunayo kulunge

    • @viviangoldstone1828
      @viviangoldstone1828 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 ngyabonga gogo💕

  • @user-mi2ib4vb9t
    @user-mi2ib4vb9t Před 10 měsíci

    Syabonga ❤

  • @BESTIE248
    @BESTIE248 Před rokem

    Siyabonga k

  • @thembisangapi8531
    @thembisangapi8531 Před 2 lety

    Camagu Gogo...xa uphupha igun ithetha ukuthini uphupha kudutyulwa umtu phambi kwakho

  • @patriciangeno7069
    @patriciangeno7069 Před 2 lety

    Thokoza Gogo ndyabulela kakhulu ndfundile okuninzi mina ndke ndaphupha u Gogo wam wakulo mama ngukufutshane Mam ka mama wam engipha umuthi wokuphuza obomvu ethi phuza lomuthi zokusiza ngaba kutsho okuthin Gogo ngbonge

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuphiliswa kuwe ubekulapha yena koda umauthola isikhathi ubomyekisa amaphilisi uma wayewadla ukuze angajwayeli ukuthi akuphe isipho semithi ngoba kwesinye isikhathi kungagcina sekuyinto yakho imithi kadokotela

  • @prudencemadalane7929
    @prudencemadalane7929 Před 2 lety

    Thokoza gogo. i like ur videos, thy informative n short. keep up the good work 👏🙏👏

  • @bukekadube3073
    @bukekadube3073 Před 2 lety

    Siyabonga sisi ungadinwa nakusasa usiphe ulwazi

  • @stellantombomhlabajafta1630

    Yheee sthandwa sam phantse okuninzi kuyenzeka kum khawndincede gogo andilali kakhle ndide ndisele iipilisi zokulala but nalapho andilali okomntu osele ipilisi ndincede gogo

  • @vivianokeswa488
    @vivianokeswa488 Před rokem

    Thokoza. Mina baze banginyakazise bangivuse ngilele

  • @lindelanimdletshe8850
    @lindelanimdletshe8850 Před 2 lety +1

    Ngicela ngelinye ilanga uke uchaze ukuthi kusho ukuthini ukuzibona umude kakhulu ukudlula wonke umuntu,, uk'dlala ibhola,, ukunikwa isikhiye semoto, noma kungesiyona imoto yakho kwesinye isikhathi..
    Ngiyabonga

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ngingakuchazela manje wena koda ngiyoyenza ivideo futhi

  • @nomthidlamini8126
    @nomthidlamini8126 Před 2 lety

    Gogo nginamakhehla inkinga angsenayo imizwa yokwenza ucansi kwenziwa yini,

  • @lindelanimdletshe8850
    @lindelanimdletshe8850 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo 👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾
    🙌🏾phakama maMbotho
    95% yalezinto ozishoyo ziyangenza nsuku zonke #phakama
    Yazi uyangiphilisa 🥺..🙏🏾inkosi ikubusise ngesiphiwo sakho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      Amen ngicela ungaloni lelodlozi lakho ngoba lizokusebenzela ngeke ukholwe lihlambulukile ungayi ezangomeni hlala nje ngizolokhu ngikuchazela ukuthi yenza njani nalo lizokutshela futhingyabonga

  • @user-ho6rf7qb6g
    @user-ho6rf7qb6g Před 3 měsíci

    Ayi ngyakncoma uyayenzi sense

  • @mpumifani1131
    @mpumifani1131 Před 2 lety

    Thokoza gogo ndcela kum awaveli kum zonke ezizinto ziyenze kum ngk andyazi Kuba ndthini

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      shukuthi alikuhluphi idlozi lakho siyakubongela mfethu kubuhlungu ukuba nalezi zinto

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Před rokem

    Ushayekhona

  • @cynthiamdluli8957
    @cynthiamdluli8957 Před rokem +1

    Thokozani emakhosini Khehla angazi kuthi ngithini ngicela iphone number yakho nginenkinga sengithwase kabili selokhu akulungi kodwa lemiyalo yakho isimo engikisona okubuhlungu kimina angazi kuthi ngingathini ngisosizini Makhehla ngicela uncedo igama lami lamakhehla ngingu Mkhonto ngiyacela Khehla ngihlala ngikulalela kube ngiyakhona ngifike lapho ukhona angazi ngithini

  • @awethujali4317
    @awethujali4317 Před 2 lety +1

    ALMOST EVERYTHING OYTHETHILEYO YILE YENZEKA KUM SYABONGA KAKHULU

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ngyabonga koda zama ukuthi ulilalele idlozi lakho lizokutshengisa okumele ukwenze

  • @malethabom_6945
    @malethabom_6945 Před 2 lety +2

    Thank you so much for the explanation,I can listen to you all day.what an amazing gift you have.wow

  • @thulaneandries7523
    @thulaneandries7523 Před 2 lety

    Gogo angibonge lapho bengingati khona kodvwa nyalo sengiyati

  • @bhekikhumalo-ziqubu6865

    Kwaze kwakuhle engikuzwayo

  • @pearlmathe7356
    @pearlmathe7356 Před 2 lety

    Wow yhoo

  • @sinenjongogcelu3028
    @sinenjongogcelu3028 Před 2 lety

    Sawubona Gogo xa uphupha udriver imoto egreen kodwa iphinde kube ngathi kuneto engaphatsi kwayo engafuni ukuthi ihambe kahle

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      lokho kusho izinto ezimbili u green wakhiwa imibala ewu 2 blue no yellow ublue usho imimoya yokuthandaza uyellow usho umoya wedlozi elifuna uwuthathe kubona ,uma uyihlanganisa ukhipha ugreen usho ukuthi kumele wazi ukuthi lezizinto uma ungazenzi uzilungisi bangagcina sebekuthatha uze kubona uzobona lapha bekhona ,ngicela ukuthi ukuthathele phezulu lokhu ngoba bayakutshela

  • @user-zc2qv1mq7u
    @user-zc2qv1mq7u Před měsícem

    Amen

  • @mohatoletebajunior835
    @mohatoletebajunior835 Před 2 lety

    Lezozimpawu nginazo ezinye zazo
    And sengyaz kuth ngunemimoya
    Manje nginenkinga eyodwa engixake kakhulu ...Uma ngigeza ngamanzi abandayo ngivele ngiNcinzelwe ngathi ngithelwe ngentelezi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kumele uqale wenze igobongo ulenzele kini 7days noma bazozisholo abakini mase uqedile usungayo kohlambulula lokho obukade ukwenza uma bengashongo ukuthi usazoqhubeka uthwase ungayisebenzisiintelezi makwenzeka ozokusiza ethi uzokunika yona

    • @mohatoletebajunior835
      @mohatoletebajunior835 Před 2 lety

      Ngyabonga....ngingenzelwa nom imuphi umunt oyinyanga or sangom

  • @rosegumbi5703
    @rosegumbi5703 Před 2 lety

    ingane yami gogo iyaphupha iñgane efana naye ngisize gogo yini leyo gogo ngiyabonga

  • @trailersheadquaters4435

    siyabonga sisi

  • @nokuthula105
    @nokuthula105 Před rokem

    kunjalo gogo

  • @jabulileshongwe3599
    @jabulileshongwe3599 Před 2 lety +1

    Sawubona gogo ngikengaphupha ngilahlekelwe makhiya ebhasi Angene emgondzini ngatsi ngizama kuwakhipha ngahluleka,Wachamuka umnyeni ongasekho Watsi mani ngikusite wakhipha emakhiya emgondzini Watsi gibela sambe ngagibela nebantwana washayela ibhasi sahamba naye wafika endleleni wehla ebhasini kwawa emakhiya ngawabona ngawatsatsa wanyamalala umnyeni wami longasekho emhlabeni.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuthi wena cishe kwabakhona okuthize noma khona okuthize okufuna ukukwehlela ngicela uthandaze koda kuhle ngoba ugcine wehlile ebhasini

    • @jabulileshongwe3599
      @jabulileshongwe3599 Před 2 lety

      Ngiyabonga gogo kakhulu ungadzi

    • @jabulileshongwe3599
      @jabulileshongwe3599 Před 2 lety

      God bless you

  • @luyandankambule8083
    @luyandankambule8083 Před 2 lety +1

    Sanibonani Mama
    Bengicela ungiphe iseluleko mayelana nokwenzela abadala itiye. Sengiphuphe kaningi bengicela ukuthi ngibenzele itiye, yize ngilenza kodwa loku babuya njalo nalephupho. Thank you for your kindness.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      ngizokwenzela i video ngo 2 uzoyithola

    • @thandazileshabalala1212
      @thandazileshabalala1212 Před 2 lety

      Ngibingelele gogo aybo yonke lento oyishoyo ikumina nginanenhliziyo encane ngike ngibone ngisho isithunzi senyoka noma ngihamba kube sengathi kukhona isithunzi esingilandelayo

    • @nomsahlophe5890
      @nomsahlophe5890 Před 11 měsíci

      Kunjani we mamseleku ngicela ukubuza ukuthi ukuphupha undiza kusho ukuthini mina mangilwa ephusheni ngibona ukuthi ngiyehluleka Noma kubalekwa ngivele ngindize ungangichazela na?

  • @mancedamanceda4598
    @mancedamanceda4598 Před 2 lety

    Thokoza gogo kuzani ukuphupha udlala umlabalaba

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      bafuna ukuthi ukwazi ukuqhathanisa izinto ozenzayo ukuze uqonde into osuke uzoyenza ukuze izokulungela kahle kunabanye anantu

  • @zolekaSIKWEZA
    @zolekaSIKWEZA Před 12 dny

    Mina gogo khe ndizqe umdumo webhaloyi ngathi iyalenda egcekeni ndigigime ndiyobheka akukholutho and mna nagogo izinto ezinzi ziyenzeka not ukuphupha

  • @sanalohasa2222
    @sanalohasa2222 Před 2 lety

    Thokoza gogo konke o khulume lana kimi kuyenze ngiyabonga kakhulu makwande edlozini

  • @mohatoletebajunior835
    @mohatoletebajunior835 Před 2 lety

    Sengisaba ngisho ukuphuma manje

  • @ellenthandeka3460
    @ellenthandeka3460 Před 2 lety

    Ngyafa nakuzamla mangthandaze ngize ngiphume izinyembezi kithatha isikhath aside ngzamla

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuthi umoya wesithunywa usuke ufuna ukuthetha kumele uwulalele ukuze kuzokhulunywa lokho abasuke bekulethile

  • @nobanturabotapi6262
    @nobanturabotapi6262 Před rokem

    Sawubona

  • @mondlimzobe6670
    @mondlimzobe6670 Před 2 lety

    Thank you very much gogo minanje emanzini ngihlale ngiphupha ngithandaza khona even today ngivuke nalo leliphupho bengiphethe ibhayi eli red and white

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ibhayi eli red likhombisa ukuthi idlozi lakho elikulwela nezitha obanazo elimhlophe ilona elikukhanyisela izinto likulekelele kodwa bafuna ukuhlanjululwa ngokuthi uye emanzini uyobahlambulula kuze kunyuke amandla abo azoqhubeka asize wena

    • @mondlimzobe6670
      @mondlimzobe6670 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 ngiyabonga ngingakwazi ukuzihlambulula mina isithunywa?? Ngoba sengizamile ukuya ebantwini abasizayo but angibathembi ngivele ngiyeke

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      yebo ungazenzela koda uboqale ulinde inkonzo yekamelo noma inyanga eyodwa

    • @mondlimzobe6670
      @mondlimzobe6670 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 amen ukhule gogo ungadinwa yithi

    • @pammap9793
      @pammap9793 Před 2 lety

      Thokoza Gogo. Sicela usichazele ukuthi umuntu uzihlambulula kanjani. Nami ngiyathanda ukwazi.

  • @nondumisonomzi8054
    @nondumisonomzi8054 Před 2 lety

    Camagu makhosi ewe kunjalo ezichazelo most of them nginazo camagu

  • @busisiwemabaso3287
    @busisiwemabaso3287 Před 2 lety

    Angilali minaa

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      basuke befika kuwe ebusuku befuna ukuba nawe bekukhuphula amandla akho

  • @mukelisiwekhumalo9921
    @mukelisiwekhumalo9921 Před 2 lety

    Thokoza Gogo ngilokhu ngiphupha kuthuthwa ekhaya angsaz ngenzenjan🙆

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      uyabona ukuthi nisuke nizoya kuphi manithutha

    • @mukelisiwekhumalo9921
      @mukelisiwekhumalo9921 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 Cha gogo kphela imthwalo ehambayo ukuty kuyiwaphi akuveli

    • @phillysangweni3150
      @phillysangweni3150 Před rokem

      Thokoza gogo ngiyabonga incazelo nginazo zonke lezimpawu ozibalayo ... koda manje angaz ngingazizakala kanjalo

  • @pammap9793
    @pammap9793 Před 2 lety +1

    Siyabonga cc. Uchaza kahle impela. Manje kumele wenzenjani uma unazo zonke lezimpawu osichazayo.
    Mina nginazo zonke. Ezinye zibuhlungu impela angazi ukuthi ngenzeni okanye angitholi ukuthi bathini...
    Iyangikhathaza impela.lento.
    Ngaphezu kwalokhu okushoyo,
    Ngihlushwa isiphanga. Sasidikiza kakhulu , saluma kakhulu , kwabangathi kunento engihlabayo, manje sekungathi ingalo izokhumuka from esiphangeni.
    Kunesikhathi okwenza njalo and uma kwenzeka angazi ngenzeni or bathini.
    Inzima lendlela.
    Kumele ngenzeni uma kwenzeka...

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ubiza isibongo sikamama noma baba

    • @pammap9793
      @pammap9793 Před 2 lety

      Isibongo sikababa.

    • @pammap9793
      @pammap9793 Před 2 lety

      Ok . Isibongo esisebenzayo esomshado. Kodwa ngikhule ngisebenzisa esika baba.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      yazini ukuthi kuvele isibongo ikamkhulu ozala umama wakho lana ake ngibuze umama wakho washada umshado wesilungu yini kuphela noma washada kanjani ngoba kukhona okufunwa umkhulu kuwe ngoba ufuna wenze lomsaebenzi wabo bathemba wena ekhaya lakomama wakho ukuthi uzokwenza lomsebenzi nguwe ozokwazi ukubakhulula la bekhona manje ke uma usuke usuzwa izimpawu basuke sebefikile kuwe ngoba khaya kamama bafuna ubasize wena

    • @pammap9793
      @pammap9793 Před 2 lety

      Thokoza Gogo Mbotho. Ngiyabonga impendulo ongipha yona. Umkhulu lona okhuluma ngaye ingabe usho ubaba ozala umama wami noma ubaba ozala ubaba kamama wami? Ukhuluma ngo Mkhulu kimi noma ngokhokho kimi.
      Ukuphendula umbuzo wakho, umama wasayina nje kuphela nobaba azange benze yomibili imishado. Ingoba umama ozala ubaba ubesonta ko fakazi baka jehova.
      Manje uma befika kimina ngalendlela kumele ngenzeni....
      Bafuna ngibenzele muphi umsebenzi?
      Yini indaba bangakhulumi kucace ukuze ngibalungisele.
      Ngafa izibhobho, amaphupho nako konke okunye engingakuqondi..
      Thokoza......

  • @philapaul2389
    @philapaul2389 Před 2 lety +1

    Kwanzima

  • @rosemalema3054
    @rosemalema3054 Před 2 lety

    Thokoza tata othetha ngesichitho hayi konke okutshilo kuyenzeka hayi sisengxakini

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      tshela ingane yakho ithandazele amanzi ingane engakakhulu uwathathe uchele ngawo lonke igceke nasendlini

  • @swazilicious4116
    @swazilicious4116 Před 2 lety

    Mina nginokufikelwa ukuthetha kuthi mesingikwate kakhulu bese ngiyawa

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      usuke sekunyuke kakhulu idlozi lakho uma ungaqhubeka nokuthetha kodwa ungawi kungagcina kube khona obanenkinga kubona ingakho kuwa wena ngoba suke besuka ngokushesha emzimbeni ngoba bebona ingozi

  • @christinamakhaya6292
    @christinamakhaya6292 Před 2 lety

    Ngesinye iskhathi ngiphupha ngicula iculo lesonto

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kumele uvakashekulo noma ikanye ukuzikhuphula isithunywa sakho ungafike uthi abakukhuphule ilona idlozi eliyokutshela makufanele ubekhona

  • @happinesskhumalo833
    @happinesskhumalo833 Před 3 měsíci

    Sis Hlengiwe. Mina akuvumi ngibe sebantwini at all and ukudla engikathandayo kuvele kungiphume. Kodwa ngiyaphahla ngiyabacela ukuthi bangibonise if kuyiso isiphiwo nex. Bayabahambisa nabantu beslisa ababafuni eduze kwami😢

  • @mansimathildamusamamsi7378

    🙏🙏🙏 thanks

  • @christinamakhaya6292
    @christinamakhaya6292 Před 2 lety

    Thokoza gogo ngiyabonga ngencazelo zakho konke lokhu ukushoyo kwenzeka Kimi amadolo angiphatha ngina35 ngize andikwazi ukuhamba aphele futhi aphinde abuye kuningi angilali ngiyaqwasha

  • @mmabathomlonyeni2448
    @mmabathomlonyeni2448 Před 2 lety

    Lesedi nkgono nna ke sitwa mala le mokotla,le mangwele a opa kenale go betswa ke tlhogo le meno mare eseng tsatsi le letsatsi...le let's letswalo le long le teng

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      i realy wish to understand what are you saying but idont so can you say this in english ,and iwill give you an answer

  • @pamellaxaba2283
    @pamellaxaba2283 Před 2 lety

    Thokoza gogo yazi ngino nokuphupha ngiseskoleni

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      usuke usesigodlweni sedlozi lakini umuntu phela uhlale abizwe imindeni yakubo engasekho emhlabeni ukuzofundiswa okuthize amele akufunde ,kuye ngokuthi usuke wena wenza kuphi esikoleni lokho obukwenza ikona abafuna ukhule kukho ukuze nabo bakhule ngomoya kuwe

    • @pamellaxaba2283
      @pamellaxaba2283 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 thank u

  • @lungelomthethwa8288
    @lungelomthethwa8288 Před 2 lety +1

    Sawubona. Ngiyafa izinhlungu emahlombe and my left arm ngathi izophuma esiphangeni. Angishawa uvalo kodwa my chest is tighter ngiphelelwe nawumoya. Izolo I walk around the yard and talk to abantu abadala trying to get clarity. Message efika kimi ukuthi ' umamdala wami uzoshishiya emhlabeni ne culo elithi' hamba no jesu hamba no jesu njalo' ngicela ungisize

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kumele ukuthi ukwazi ukuphendula okubi kube kuhle ngomoya wakho uyafundiswa ukuthi uhlule okuyinkinga kodwa mayegcina ngokuhamba ubokwazi ukuthi into efikayo noma oyitshelwayo kusuke kuyiyona ikholwe mase uyishintsha mayiyimbi mayiyinhle uyiqhubeze iphumelele ngoba iwona umsebenzi okumele uwenze lowo ngokuthandaza kunkulunkulu akuthuma wona

    • @lungelomthethwa8288
      @lungelomthethwa8288 Před 2 lety

      Ngiyabonga ukungiphendula.

  • @phumzilegoge5452
    @phumzilegoge5452 Před rokem

    Qiniso cc wam mnden awukunambithisisi n bahlale betshela ungcono or ugwilikile kunabo.Rather strangers are able to socialize with

  • @easy5417
    @easy5417 Před 2 lety +2

    Thokoza Gogo, everything that you have said is all about me, people hate me for no reason, that thing hurts me so much, because I love every one, but in return they hate me, even my siblings hates me so much

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      yebo kuzoba kanjalo koda kumele wena uzame ukuthi uzikhuphule wena ngokuthi uthandaze futhi ukhulume nabo abantu bakini laba abenzenjalo bazokukhothamela ngelinye ilanga ngoba unodlozi elikuphethe lifuna ulinake ubone ukuthi likhona kuwe

    • @easy5417
      @easy5417 Před 2 lety +1

      @@hxmbotho3458 thank you so much for the dream translation 🙏God bless you

  • @katlehonglibrary3606
    @katlehonglibrary3606 Před 2 lety

    Thokoza Ndlondlo

  • @user-oz4iw4bj1i
    @user-oz4iw4bj1i Před 2 lety

    Waze wachaza mina kokuningi yikho nje angazi ngolutholaphi usizo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      zama ukuphahla ubuze kulo idlozi lakho lizokwazisa ukuthi yenzenjani

    • @user-oz4iw4bj1i
      @user-oz4iw4bj1i Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 ngiyabonga

  • @nokuphilagama2503
    @nokuphilagama2503 Před 2 lety

    Thokoza gogo, ilungiswa kanjani imimoya?

  • @buyiletshabalala6897
    @buyiletshabalala6897 Před 2 lety

    Gogo nginokubona izinkanyezi ngihleli nje sometimes ziba ziningi Futhi zinhle engabe kushoni ?
    ( this is not a dream)

  • @sbusisomahlase1314
    @sbusisomahlase1314 Před 2 lety

    isigcwagcwa yo special sesithunywa ukusinda kwamahlombe umunyu kuthi khala hayiza nokugxamela abantu mowuzohlangana nabo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      yebo kunjalo nje

    • @sbusisomahlase1314
      @sbusisomahlase1314 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 how to stop that gogo ukugxamela abantu ??

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      zama ukuthi wenze into efunwa yidlozi lakho ulisebenzele ukuze lijabule kuzophela lokho kuwe

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      wena unemimoya efuna ukusebenza koda ngyokwenzela ivideo ezokwenza ukuthi ukhululeke kulokho ubathande abantu by 95% kusale umoya wokukhuphuka kwesthunywa sakho ngokuzokwenzeka kuwe 5%

    • @sbusisomahlase1314
      @sbusisomahlase1314 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 iyasebenza wegogo bt lento isangenza kakhulu kabi ngyahlola ngyelapha nje angithwasanga ngizenzela mina konke

  • @kwazindlela5643
    @kwazindlela5643 Před 2 lety

    Angnako okningi kodwa ngikthanda konke okshiwo kuma video❤

  • @dumisanimoyo560
    @dumisanimoyo560 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo thank you much you have explained this thing on my eye which I see and can't remove what is the next step if I really want it to work.

  • @zinhledlamini4587
    @zinhledlamini4587 Před 2 lety

    Angilali ukuqhuma kwamadlebe ayaduma, amadolo abuhlungu izinyawo ezishisayo ukudikiza or ukudlikiza komzimba, ukubhodla ukusinda komhlane wonke unqanyukelwe iqolo, nenqondo ngathi iyahamba weeeh ai no sengihambe lonke izwe kuyafana, emsebenzini angifunwa muntu wuuuh. Ukuqwasha ungalali ubusuku bonke, kuqhuma ceiling kuze kuse

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      Ndlondlo eyinkulu .uhlala nobani lapho uhlala khona

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      yeka ukuhamba abantu awuguli wena bo ngicela ungiphendule khona ngizokucebisa ukuthi yenza njani ukuze kume ukugula

    • @zinhledlamini4587
      @zinhledlamini4587 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 ngihlala emqashweni ngenxa yama toho, kunzima. Nginenkinga yesibongo, ngiyaliphuma ihlane sikhuleke kodwa, kuyafana. Ngizizwa ngiphelelwa amandla ngoba no mama kwakuyinto efanayo waze wandlula emhlabeni. Cha impilo yami inzima. Namuhlanje kuze kwasa ngibheke ngawo omabili n ekseni kmele ngiye emsebenzini, n lento mayenzeka you feel it ukuth namuhla angilali

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      we Zinhle ngicela ukubuza ukuthi angithi usebenzisa isibongo sika gogo ozala umama wakho noma esinye

    • @zinhledlamini4587
      @zinhledlamini4587 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 chabo, ngibiza isibongo sikababa kodwa ngikhulele kubo mah, kodwa nakhona ngisanda kuthola that isibongo sako mah naso sinenkinga ngoba umkhulu akafakwanga kuso, khathi ngithola manje ngesibongo sikakhokho okuthiwa kmele sibize so sona ngoba naye akashadanga lapha atholela khona ugogo wami

  • @haffanyyoung8244
    @haffanyyoung8244 Před 2 lety

    Mina ngiphupa iziyanga ezininge zingitsela ukuthi ngizoba paralyzed next week and ngibizwa ngo mngani oseshonile mara angisahambanga naye

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuthi kunabantu abenze leyonto enyangeni kanti inyanga izohluleka uwena mase yabuyela kuwe yakutshela isebenzisa izilwane ukuthi zikuyeke zikwazise ukuthi bekunento abathize abazoyenza kuwe ingakho utshengiswa leliphupho

  • @ellenthandeka3460
    @ellenthandeka3460 Před 2 lety

    Unjan gogo ngike ngivaleke ngingayi ngisho Sweden yabasesivazane 6 months ngibuye ngivuleke 2month ngiphe kakhulu ngphinde ngivaleke angath kwenzakalan

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuthi kunomuntu okuvalayo ukuze akwazi ukuthi mayefake into kuwe ingaphumi kanjalo nje ingakho uvaleka kodwa idlozi lakho liyayibona leyonto mase lilwisana nayo

    • @ellenthandeka3460
      @ellenthandeka3460 Před 2 lety

      Ngyabonga gogo kakhulu🙏🏼🙏🏼

    • @ellenthandeka3460
      @ellenthandeka3460 Před 2 lety

      Ngyabonga gogo kakhulu🙏🏼🙏🏼

  • @ntokozo33
    @ntokozo33 Před 2 lety +1

    Unjani cc ngiyabonga Mina okuningi Mina kuyangenza kunesikhathi la abantu bengangithandi especially on tanga yam, ngithandwa abomama abadala and bazongitshela nezinkinga zabo bengingazi ke ukuthi kwenziwa yin nokuthi abantu will come with their problems kimi nge vele ngingazi ukuthi ngenzenjan , okunye cela ukubuza kusho kuthin ukuphupha umuntu owumngani wakho wesilisa kube ngathi uye othandana naye but lona othandana naye ungamphuphi not even ilanga eliy 1

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuthi idlozi lakho likutshengisa likutshengisa ukuthi lowomngani wakho uyakuthanda wena koda awuboni

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuthi idlozi lakho likutshengisa likutshengisa ukuthi lowomngani wakho uyakuthanda wena koda awuboni

    • @ntokozo33
      @ntokozo33 Před 2 lety +1

      Ngiyabonga cc ukuthi bengimangala ukuthi why kwenzeka kanje

  • @lusandangono5139
    @lusandangono5139 Před 2 lety

    Cc sawubona ngiphupha amanzi naningi aclean besengibona izinto ezihlala kula manzi ezosabekayo kodwa ziyadlala nam and zibukeka nje zonwabile

  • @mathabomvuleni669
    @mathabomvuleni669 Před 2 lety

    THOKOZA GOGO MINA NGI CELA U SI NIKEZE AMA CELL NUMBER AKHO NESICAZULULO SE ZINTO O KHULUMA NGAZO NGOBA NGEMPELA IKHONA LENTO O KHULUMA NGAYO

  • @busisiwemabaso3287
    @busisiwemabaso3287 Před 2 lety

    Cc yimiloyo

  • @nomsazwane3754
    @nomsazwane3754 Před 2 lety

    Thokoza Gogo ,si cela I number yakho please

  • @mohatoletebajunior835
    @mohatoletebajunior835 Před 2 lety

    Mina ngizibona sengath ngyahlanya ngibona sengath wonke umuntu uyangibuk or ungikhulum kabi angisahlali nabantu ngisho Nala ekhaya kyafan

  • @sithembisoncube9359
    @sithembisoncube9359 Před 2 lety

    Inkosi ikubusisi isigcinele wena ulusizo olumangazayo