Ukubaluleka kwemimoya yamawele

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 6. 11. 2022
  • Thokoza,
    Ukubaluleka kwemimoya yamawele kuyinto esemqoka abaningi abangayi qondisisi. Ukuzalwa nokufika kwamawele phakathi kwekhaya kuthinta wonke umuntu kufaka phakathi umama kanye nobaba. Kukhona amasiko athile okumele enziwe ukufezekisa lesisimo. Sicela ulalele uDokotela uMkhize echaza kabanzi ngaloludaba.
    The spiritual significance of Twins is something which is greatly misunderstood. The birth and arrival of twins affects everybody in the family including the mother and father. There are specific rituals which need to be done to relieve these affects. Please hear Dr Mkhize on this matter.

Komentáře • 43

  • @-Thobeka
    @-Thobeka Před rokem +1

    Siyabonga mkhulu NAMI ngiyiwele sengiganile nginezingane futhi ngiyasebenza, ngibonge kumdali Kanye nabadala ikakhulu ugogo ozala umamawami ohlezi evela emaphusheni Ami, but usisi wami usekhaya unabantwana futhi akasebenzi unokuthi athi yena izinto azimhambeli kahle. Umama ubeshadile, Kodwa sikhulele ekhaya kagogo umama kamama....no relationship with my fathers side....Mina nginokuphupha ugogo engitsela izinto okuyizo if I confirm with my family yasekhaya kamama...

  • @Sizwenyandamdlalose-yn1od
    @Sizwenyandamdlalose-yn1od Před 2 měsíci +1

    Ngicelukbuza baba inkinga oychazayo khona onayo lapha oyiwele sesizame sazama lutho sebezebathuyathwasa. Nomokunye okshoyo singakwenzanga ngenxakababa ongayngeni izinto ezishiwoyo. Engfisukukwazi umama wamawele isiphi isinyathelo angasthatha kuzeksizakale inganeyakhe ngobeganilenje angayshisayini impepho enzelingane egulayo esiphazamiseke naseskoleni

  • @mirriamjulile9738
    @mirriamjulile9738 Před rokem

    Siyabonga baba
    Bengicela ukubuza Uma amawele abengowobulili obufanayo. Kungabafana esekhulile leli elinye selilobola umama wezingane zalo bese liyenda. Umama wezingane akumele yini agezwe emzini ngoba iwele elinye lisaphila. Ngibuzela esimeni sokuthi umuntu oyedwa

  • @simisomsibi5458
    @simisomsibi5458 Před rokem

    Ikubusise iNkosi Dr VVO Mkhize, Khabazela. Ungubaba wesizwe, iNkosi yoMsamo. Makwande Makhosi Amakhulu 🐆👏👏👏

  • @buyiswamokoena4249
    @buyiswamokoena4249 Před rokem

    Thokoza Mkhulu 👏ngiyabonga ngemfihlo engaka osipha yona ngingomnye umama wamawele🙏

  • @Pulemoloi504
    @Pulemoloi504 Před rokem

    Siyabonga Ngolwazi olujulile bengajabula uma ungachaza ngemimoya yamawele uma uzalwa wembethe enza isimo samadlozi nemimoya iziphinde ngokufana

  • @gugurejoice-ri6jt
    @gugurejoice-ri6jt Před rokem

    Syabonga mkhulu ngolwazi olunzulu nganawele

  • @cmangelepro1481
    @cmangelepro1481 Před rokem +1

    Thokoza mkhulu ngiyabonga ngalokhu,imfundiso Lena iyangisiza ngoba abazali bami abantu abanga nalo ulwazi lwezinto zesintu ngiyabonga

  • @Zandiezulu-cv7bw
    @Zandiezulu-cv7bw Před 8 měsíci

    Ngibonge baba ngolwazi .Nginawo amawele n sinawazi ekhaya ngawo ngoba ayaqala ukuvela ngami,inkinga ubaba wabo waqala nokuwaphika kuthe lapho ewavuma khona akangenza lutho olufanele so manje ave kunzima ngoba aphila ngokugula ubhuti lo ongubaba wabo kuyafana nokuthi akekho ekhona ngoba akayingeni nje eyawo,uma kushiwo avela ngakhona kubo ngoba nogogo wakhe wayeyilo iwele(gogo wofana)angazi noma ubaba kukhona angangisiza ngakho ngoba aphila ngokugula nje

  • @mirriamjulile9738
    @mirriamjulile9738 Před rokem +1

    Ngicela ukubuza baba Uma ngabe amawele ewubulili obuhlukene. Kuwu mfana nentombazane. Yiluphi usiko okumele lenziwe Uma kungukuthi intombazane iyoshada no mfana uyaganwa? Okunye ilendaba yokuthi Uma lendile elinye. Leli elisele lingena kuqala endlini yokugcina manje Uma ewubulili obuhlukene mhlampe lona we ntombazane seganile bese eyenda leli lomfana liyoya kongena endlini kadade wabo lapho ashadele khona yini?

  • @lungilefortunatemchunu897

    Ngyabonga kakhulu Baba ngale information, ngiyiwele nomfana kepha izinto zakhe azihambi kahle.

  • @BonginkosiNdlela-qd3xf
    @BonginkosiNdlela-qd3xf Před 5 dny +1

    Mengabe eshonile kwenziwani

  • @MbuzeleniMchunu-bx2mp
    @MbuzeleniMchunu-bx2mp Před měsícem

    Unjani baba ngisacela ukubuza uma uwabonga uwabonga kanjani baba

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 Před rokem

    Awu uphinde ujule kabanzi Khabazela, ngiyilo iwele elithwele kanzima, ngingakwazi yini ukuthi mina ngizilungisele lezizinto enzingalungiswanga ekukhuleni kwami, nakho ukuthi ngiwele ngakuthola kanzima, ngikhulele phansi kwenkolo.

  • @EricaSosibo
    @EricaSosibo Před 3 měsíci

    Ngcela ukubuza baba uma elilodwa iwele lenda ikuphi okwenzewa ngokwehluka kokujwayelekile. Uyenzelwa inhlambuluko,ukubuyiswa .uma kungenziwa ikuphi okwenziwayo noma kulindwa kushone nelinye

  • @muhlenxumalo5309
    @muhlenxumalo5309 Před rokem

    Bakhona ekhaya amawele alamana namanye Siyabonga baba

  • @mziemgidi4187
    @mziemgidi4187 Před rokem

    Enkosi mkhulu

  • @beautyntsalaze8601
    @beautyntsalaze8601 Před rokem

    Ndiyabonga baba ukwazi kakhulu

  • @God_is_an_Atheist666
    @God_is_an_Atheist666 Před rokem +1

    Ngizobe ngilindele iRepeat yengono yomsamo kuSABC 1 ngoJanuary

  • @thembekamakhathini8847

    Ngibingelele manje uma umuntu phupha eteta amawele abe mane. Amathathu athule nje kodwa elilodwa wawo liyaqandula ubusuku nemini. Kusho ukthini lokho. Mangehlele ngezansi

  • @HloniphileNokwazi-xe3pn
    @HloniphileNokwazi-xe3pn Před 4 měsíci

    Ngibonge baba ngiyiwele akulungi lutho

  • @user-mb2ef9re7y
    @user-mb2ef9re7y Před 11 měsíci

    Thokoza mkhulu uma uzalwa yilo ikuphi okumele ukwenze

  • @VelenkosiniJunior
    @VelenkosiniJunior Před 2 měsíci

    Ngicela ukubuza ukuthi ngabe ubaba utholakala kanjani??

  • @beautyntsalaze8601
    @beautyntsalaze8601 Před rokem

    Baba Asemacane awam

  • @nontandomntakwende3233

    Nginawo nami amawele ana 3 years manje ngaphiwa umamezala wam emaphupheni kodwa after baqedwa ukuzalwa ngahlukana nobaba wabo manje umbuzo wam ngiwenza kanjani umsebenzi wokubonga amakhosi wam futhi ngiwenzela kuphi.

  • @mthandenixesibe151
    @mthandenixesibe151 Před rokem

    okushoyo Baba kuveza kahle ukuthi indalo inobu curse coz manje uthi kumele kulungiswe okuthile after ukuzaleka komuntu. okucishe kuveze ukuthi ama catholic analo iqiniso if ethi kumele ingane ibhabhadiswe for isono sika Eve no Adam.
    coz ukulungisa ngokwesintu kuveza istate of correct.

  • @lucy3808
    @lucy3808 Před rokem

    Nginawo amawele ana 2yes kodwa ngaphupha ingane isemanzini kanti ngizomitha wona nophambi kwabo waphima egaxile

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 Před rokem

    Ngbonge 🙏🙏

  • @beautyntsalaze8601
    @beautyntsalaze8601 Před rokem +1

    Ndiyabonga baba ndinawo ndicela ukuku phonela coz ayandihlupha kakhulu

  • @bafananala1393
    @bafananala1393 Před rokem

    Thina singamawele kodwa singomagcina Kumama nobaba

  • @mbhuda2208
    @mbhuda2208 Před rokem

    Kunzima baba kumanje impilo yam iziJamele nobaba akasekho

  • @busisiwendhlazi7475
    @busisiwendhlazi7475 Před rokem

    Ngicela iphone number ngixakekile D R mkhize

  • @mthandenixesibe151
    @mthandenixesibe151 Před rokem

    umsango uyathakatheka

  • @evelynraditau5346
    @evelynraditau5346 Před 8 měsíci

    Sabona Baba,if amawele a landelwabamanye amawele ,why ko yenseka Ka nja lo .

  • @jabumabaso5054
    @jabumabaso5054 Před rokem +1

    Akuwona wonke umndeni oshisa impepho...eminye imindeni idinga ukukhanyiselwa izibani ngoba ihleli ebumnyameni ngeke uyichithele igazi. Musa futhi uma ukhuluma ugxeke abanye abalaphi nhoba abanye bathwasa abelaphi nge research

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 Před rokem

      Angkubingelele Jabu,Uma kungake kuvele umuntu ongathi useke wagangelwa umelaphi wendabuko ngendaba yamawele ungathini?ngisho ngoba akuyena kuphela uBaba uMkhize oxwayisa abantu ngokudlala abelaphi when it comes to indaba yamawele esixake kakhulu abantu.

    • @samkelisondawonde9457
      @samkelisondawonde9457 Před rokem

      Thula wena sdwedwe

    • @jabumabaso5054
      @jabumabaso5054 Před rokem

      Ngiyiwele mina qobo lwami futhi ngiwumelaphi ngathwasa

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 Před rokem

      @@jabumabaso5054 Asphikisani nokuthi uyelapha uyiwele,futhi akuwe kuphela owelaphayo ube uyiwele.ngicabanga ukuthi Uma uneqiniso Wena ekwelapheni kwakho kmele engabe uyavumelana noKhabazela ngoba vele yiqiniso elimsulwa leli abanye abelaphi Ave bedlala ngokuhlupheka kwabantu.uma Wena awukwenzi lokhu angiboni kufanele ubhoke ngolaka.nenhloniphoke kuwe as umelaphi iyadingeka cishe uBaba uMkhize mdala kabi kuwe ukuthi sewungamphendula ngalendlela.

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 Před rokem

      @@jabumabaso5054 Asphikisani nokuthi uyelapha uyiwele,futhi akuwe kuphela owelaphayo ube uyiwele.ngicabanga ukuthi Uma uneqiniso Wena ekwelapheni kwakho kmele engabe uyavumelana noKhabazela ngoba vele yiqiniso elimsulwa leli abanye abelaphi Ave bedlala ngokuhlupheka kwabantu.uma Wena awukwenzi lokhu angiboni kufanele ubhoke ngolaka.nenhloniphoke kuwe as umelaphi iyadingeka cishe uBaba uMkhize mdala kabi kuwe ukuthi sewungamphendula ngalendlela.

  • @mlungisimosiea
    @mlungisimosiea Před rokem

    Siyabonga Baba manje mase uke wenza ngayo lendlela yokuthenga ama rompa kungenzeka yini ukuthi kimele uqalephansi hlambe noma kunabuphi ubungozi mase wenzile?

  • @nonhlanhladlamini1724

    Uma bewubulili obungefani wenza njani ngisho mayelana nokubakhunga izilwane ziba mbili noma sinye