Ilongwe, Umgana, noMlanjwana

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 27. 04. 2021
  • Thokoza
    Inqubo yomshado inencazelo yemimoya kanye nokubaluleka okuqukethwe kuyo. Ngokwezibongo kuyachazwa ukuthi ngubani ongaxhumana nedlozi eMsamo. Sicela ukuthi ulalele uDokotela uMkhize echaza inqubo yomshado wesintu ngikosiko lwesiZulu kodwa echaza ngokwemimoya equkethwe kwinqubo.
    Kungabe ibukeka kanjani inqubo yomshado ophelele wesintu kwisiko lakho?

Komentáře • 64

  • @mthiyamsiri5153
    @mthiyamsiri5153 Před rokem +5

    Uma ke ususebenzisa lesisibongo ongeyena wakhon wenze njn Uma ingane yakh isithandana nentombazane yesibongo esingesakini sesende

  • @Mbewuleni
    @Mbewuleni Před 5 měsíci

    Umlanjwana uyakwazi ukuthi ulotsholwe bese uya kuba ka Baba.Ayikho lendaba yokuthi umlanjwana awukwazi ukuphuma ekhaya lakonina.Singaphela oo Dr Mkhize abazitshela ukuthi bazi konke.Ubuye ubhede kabi wena Mkhize.Ayikho indaba yokuthi umlanjwa ngeke usishintshe isibongo.Baningi abalotsholwa oyise kwenziwa zonke izimfanelo.Uma ngifuna ukubizwa ngesibongo sika Baba sekumele ngifele indaba yokuthi ngingu mlanjwana noma ngingafuni ukubizwa ngesibingo sika Mama.Kumele ngifele icala engingalazi ngingajabuli ngoba nakhu ngiwumlanjwana.Uyabheda Mkhize uswele abakutshelayo.

  • @bavulelevava3141
    @bavulelevava3141 Před rokem +2

    Camagu mkhulu. Diyathemba uba uyaphila? I have watched this video insert over and over. But as much as I find it informative and eye opening as it is, I still find incomplete, because in the case of Ilongwe, it does not give solutions or answers to those are completely rejected outrightly from the family where the mother was married to. What should be or do? He/she is rejected by both the parents (that is the husband and his parents) and by his or her filings. What must or should they do, Dr. Mkhize?

  • @ntokozomafumbhatha9225
    @ntokozomafumbhatha9225 Před 3 lety +6

    Khabazela I never met you in person but ungenza ngikulambele ukuhlangana nawe and no doubt ngokhululeka

  • @mzwakhengobese2877
    @mzwakhengobese2877 Před rokem

    Uyafundisa Baba Mkhize

  • @silindelemkhabela654
    @silindelemkhabela654 Před 3 lety +4

    Baba Mkhize sicela uvule iskole sezinto zesintu siyacela Khabazela ayibe ku syllabus lento.

  • @SandileYaka-bn8dd
    @SandileYaka-bn8dd Před rokem

    MKHULU ingani mina akaze kulunge la kwakushadele khona umama ngaze ngabuyiselwa kubo kamama kwakhane ngathi kuyalunga.kodwa ngyafisa ukukbona

  • @mbodlongomagutshwa152
    @mbodlongomagutshwa152 Před rokem +1

    Ngiyi longwe lakhaya ngubani ozothenga imbuzi yonkungi bika lakhaya yimi noma balakhaya

  • @masingelamkhize5232
    @masingelamkhize5232 Před 3 lety +1

    Kucace bha!

  • @mlungisihadebe2507
    @mlungisihadebe2507 Před 3 lety

    Syabonga Khabazela Ume njalo

  • @kwanelemadlala5051
    @kwanelemadlala5051 Před 2 lety

    Khabazela.Siyabonga kakhulu.

  • @XolisaDlomo
    @XolisaDlomo Před 3 lety +1

    Watsho kwavokotheka khehla, kwande!🙌🏽

  • @ntokozodlamini2609
    @ntokozodlamini2609 Před rokem

    🙌

  • @sihlemafambane9338
    @sihlemafambane9338 Před 3 lety

    Syabonga kakhulu Khabazela, sifunda lukhulu kule ngosi

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Před 3 lety

    Khabazela, Gubhela!

  • @sim3702
    @sim3702 Před 3 lety +1

    Iyangiphilisa impande yakwa Mkhize Baba wethu, siyabonga Dokotela

  • @mkhulumandlezulungobese2715

    Injalo Mkhulu siyabonga Mkhulu

  • @thembelakingslow5569
    @thembelakingslow5569 Před 3 lety

    Dankie

  • @thembelakingslow5569
    @thembelakingslow5569 Před 2 lety

    Siyabonga

  • @nthabisengmohale1549
    @nthabisengmohale1549 Před 2 lety

    Siyabonga Baba ngokusandisela ngolwazi sifunda okuningi kubaba uVvo Mkhize emlambomunye

  • @sibusisotonight6217
    @sibusisotonight6217 Před 2 lety

    Indeginous science thumbs up noma uhulumeni engayi embrace so sad

  • @mandla_phetha3912
    @mandla_phetha3912 Před 3 lety +1

    Ewu, uBab'uKhabazela wavele way'qondisa yathi thwi...lendaba. Aw'zwake... 😏

  • @user-mc7bg9op3w
    @user-mc7bg9op3w Před 9 měsíci

    Ngicela ukubuza uma umuntu wesifazane ezele ekhaya mhlampe 3 wabantwa agcine engagananga aphume ekhaya nabantwana izinto zakhe nabantwana uzigcinela kuphi kubo or laphayana emzini awakhile

  • @lindiwedube5079
    @lindiwedube5079 Před 3 lety +3

    Uma ngabe umama nalobaba abakagcagci bavele basayina umama akathelwanga ngenyongo ka Nisi . Mina ngibizwani uma umama angithole ngokuyokha umfino.

    • @ngcebondebele597
      @ngcebondebele597 Před rokem

      Isibongo sikamama..ngoba uyafana umama nomuntu ongaganile yize elotsholiwe..

  • @slindilemasondo9545
    @slindilemasondo9545 Před 3 lety +2

    Baba uyalubeka udaba ft luyacaca. Bengisacela ungipha inumber kamakhos uMathabethe kunento engicela ukuyibuza kuye.

    • @nonhlanhlanyawo1947
      @nonhlanhlanyawo1947 Před 3 lety

      Baba siyabonga iziluleko siyafunda bengicela ukuthola incwadi timpani

  • @sibongisenimaphumulo
    @sibongisenimaphumulo Před 3 lety

    Malibongwe
    Uma kuthiwa kufunele ngimage umfazi neThonga lakhe.
    Ulilobola kanjani ithonga.

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Před 3 lety +1

    Awu Baba Mkhize Khabazela,Gcwabe kaYihlandla uyibekile Baba izwakele

  • @melaninn8581
    @melaninn8581 Před 2 lety

    Loku okubizwa 'ngeSiko lesiNtu' kuyijoka elinzima. Likhona elilula othi uma uthathe lona wena nosapho nezizukulwane kukhanye bha!

  • @SpharasSpha
    @SpharasSpha Před 2 měsíci

    😢

  • @nkosiesibisi4039
    @nkosiesibisi4039 Před 2 lety

    Kodwake khehla kusamele nibe nesihloko mayelana nengane eyijazi.. le okuthiwa ngeyakho kungeyona

  • @angelatshazi2934
    @angelatshazi2934 Před rokem

    Mina baba ngifisa ukwazi ukuthi mengabe umama washada kodwa wangakhishwa kubo bese iyashona indoda yakhe ingane ayithola nomunye umuntu kmele isebenzise siphi isibongo? Esala ashadela khona noma esakoMalume?

  • @queenmadonsela4652
    @queenmadonsela4652 Před 2 lety +1

    Hi baba umama no baba abashadanga kodwa ubaba ushone behlala bonke thina sikhuliswe ko mom senza njani

  • @mthunzikubheka2229
    @mthunzikubheka2229 Před 9 měsíci

    Baba unjani ngicela ukubuza ukuthi Uma uyilongwe sewazi nomama ongizalayo senixoxile istep sokuqla okumele ngisithatha isiphi. Senginomuzi manje izinto ziyangibhedela kuvaleke imali izikwelentu kunzima okwami manje sekuvaleka yonke into sengiphila ngonkosi sikelela sengicabanga nokudayisa umuzi manje please help kunzima baba

  • @mbuyisenimhlambi2741
    @mbuyisenimhlambi2741 Před 3 lety

    Yebo mkhulu imimoya engcolile kunjalo

  • @loveandlight3486
    @loveandlight3486 Před 10 měsíci

    Ebukweni bathi abacobisi umakoti ngenyono .. ikhona yini loko?

  • @thulaninduku195
    @thulaninduku195 Před rokem

    Mkhize wayelapha inhliziyo yam ngoku ke ilongwe Liya kwazi na ukukhuluma emsam na Liya wenza na umsebenzi akengicaciseleke lapho njenga umama washiwa yindoda yashona unelungelo na njengelongwe ukukhuluma emsam na?
    Angibonge

  • @senzomyeni5549
    @senzomyeni5549 Před 2 lety

    Siyabonga Baba Mkhize

  • @sifisocyprianshezi9578

    Khabazela uyibeke yacaca kepha nakhu kukhona okusalayo ... uma wena njenge-Longwe bengakufuni baze basho ngomlomo lapho kwaGanela uMama wakho khona ngabe kuliphutha ukuyozilahla ko-Malume bakukhosele ukuze uthole ukuphila na?

  • @bonganisibisi6718
    @bonganisibisi6718 Před 3 lety +2

    Ngicela ukubuza, uma ngabe ungumlanjwana sewakha umuzi, wakha umuzi bese kuba umuzi kabani? Ngoba ukma wakha umuzi usuke wakhela ubaba wakho, uma ungumlanjwana wakha okabani umuzi? Ngicela usizo

    • @unathimajova9735
      @unathimajova9735 Před 3 lety +3

      Obvious phela wena ubaba wakho ubaba ka mama wakho🚶🚶🚶

    • @bonganisibisi6718
      @bonganisibisi6718 Před 3 lety +2

      @@unathimajova9735 khusho ukuthi uqhubeka nokukhulisa umuzi kamkhulu wakho ozala umama? Ngyabonga bhuti

    • @msizizungu5471
      @msizizungu5471 Před 3 lety +1

      umuzi kamkhulu/ubaba ozala umama if umama ubiza isbongo samkhulu ngokufanele.

    • @sphamandlagumbi9525
      @sphamandlagumbi9525 Před 10 měsíci

      Wakha muzi ka mkhulu wakho baningi bayadidisek kulodab

  • @msizizungu5471
    @msizizungu5471 Před 3 lety +2

    At 3:00 minutes its confusing, So ubaba uthi singashadi umuntu owazalwa embethe if nami ngazalwa ngembethe ngoba soxabana? if sazalwa simbethe noma sinemoya sobabili senza njani kuze imimoya yethu esimbethe ingashayisani? also at 8:00 minutes imimoya embethe umama iwisa induku kubaba ivikelwa kanjani lokho kuze kungenzeki?

    • @ntandokhumalo5730
      @ntandokhumalo5730 Před 3 lety

      Cha akasho njalo mnewethu mangabe wazalwa umbethe nowakwakho wazalwa embethe angithi kwesinye iskhathi simbathwa immoya edinga ukuhlanjululwa ngakho keh kubalulekile kuthi ugezwe lowommoya okwembethe wenzelwe lokh okufanele wenziwe based ekutheni uzalwe wembethe kanjani, mangabe nizoshada omunye immoya yakhe ihlanjuliwe yalungiswa ngendlela yakhona kanti lomunye eyakhe immoya ayenzelwe lutho ilapho kuzovuka khona izinkinga nezingxabano isishayisana lemmimoya nokuthi keh kumele nikhunge immoya enembethe kuze kungeke kwaba khona inkinga

    • @msizizungu5471
      @msizizungu5471 Před 3 lety

      @@ntandokhumalo5730 angibonge mnewethu uyicacise kahle futhi iyazwakala. ngabe unalo ulwazi ukuthi ikhungwa kanjani lemimoya?

  • @ntokozocele6188
    @ntokozocele6188 Před 3 lety +1

    Uma engathelwangwa ngenyongo egcine ngomshado omhlophe kona kuthiwani?

    • @lindiwexaba5182
      @lindiwexaba5182 Před 3 lety +1

      My understanding is that if ungagcagcanga being ukwaba, uthelwe ngenyongo then you're not recognized as a wife in Zulu culture. A civil marriage is just iphepha because izidalwa azimazi lowomakoti. So if ezala umakoti engagcagcanga, leyongane izobiza isibongo sakonina still

  • @mzwakhethenjwayo3618
    @mzwakhethenjwayo3618 Před rokem

    Dokotela Gcwabe...uzenayo kahle kodwa ayiphelele Khabazela, abantu ubashiye nemibuzo engaphendulekile kanye nezinkinga.Yonke into yesintu yayibekelwe ukuxazulula izinkinga ezithize...kunombuzo lana othi uma ilongwe lingafunwa lapho eliyilongwe khona komele lenze njani?Uma uyise wesende welongwe eyifuna ingane yakhe komele enze njani?uma ingane eyilongwe ifuna ukusebenzisa nokubiza isbongo sika yise wesende ngokwesintu komele yenze njani?Uyabubona na ubungozi bokuba yilongwe bese usebenzisa isibongo sika yihlo lo oyilongwe lakhe,mhla isikulwane noma izingane zesibongo sesende sezilalana,zingazi zona ukuthi umkhulu noma ubaba wazo wayeyilongwe?...Ngyacela Khabazela abantu nibakhanyisele ngezixazululo nezimpendulo ngoba zikhona,abobabamkhulu babeyizinjulabuchopho.

    • @sphamandlagumbi9525
      @sphamandlagumbi9525 Před 10 měsíci

      Bab ninjan kulomhlab yonke into yenzeka ngesizathu sayo uyaz kunento esengibonil ngalabtwan ababizwa ngamalongw abanye babo baphumelele yebo bakhon nabadonsa kanzima indaba yelongwe ngyafisa nami besichazel ukuthi bekwenziwa njan endulo mina engibaziyo abahamba baya esbongwen sesende abanalutho ngakith kunzim ukuya kwesinye isbonga komuny umsamu imisamu inezinkinga

    • @mlungisimacingwane1244
      @mlungisimacingwane1244 Před 8 měsíci

      Wayibuza imibuzo eminye yawo ebengizibuza yona ngoba mina, umam ongizalayo uyilongwe kanti futhi naye akaganile, manje uyane asho ukuthi wazenza izinto ngokwasemshadweni kagogo but zangalunga wabe esezenza ngokwesende likababa wakhe zabe seziyalunga manje ngididekile ngiphelile..

  • @sazisoogoqoo6112
    @sazisoogoqoo6112 Před 2 lety +1

    Khabazela, ngifisa ukwazi la ukuthi uma intombazane izalele ekhaya kepha igcine ngokuthi ingagcagceli lapho ezale khona. Ingane ukuze ibize isibongo sikababa leyondaba ilungiswa kanjani since amahlawulo kungesiwo umsebenzi ophelele?

    • @hermanmsweli2706
      @hermanmsweli2706 Před 2 lety

      Wakhuluma Khabazela. Siyabonga 🙏

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 Před rokem

      Akuhluphi lokho,iyahlawulwa ingane uyise wayo wesende bese eyithenga noma eyilobola ,bese kwenziwa umsebenzi wokuyikhipha isibongo,ikhishwa esibongweni sako nina iyofakwa esibongweni sika yise

  • @thabomadikizela1611
    @thabomadikizela1611 Před 3 lety +1

    Ngicela ukwazi ukuthi ngingenza kanjani ukuze umntwana akwazi ukubiza isibongo sami uma ngimthole kumfelokazi?

    • @sphamandlagumbi9525
      @sphamandlagumbi9525 Před 10 měsíci

      Longane iyilongwe kulomuzi bhut wen ngek ukwaz ukuyithatha longane ngoba eyalondoda yakhon a ngoba wen uyafan nokuthi waphenye isdwaba sako munye muzi

  • @mvithitrainingsolutionspty7012

    Thokoza Baba, ngicela ukucaciseleka kumuntu owazaleka ngalendlela yokuthi "umama ogcagcile wathola ingane yokuqala, ubaba wakhona wabhunguka, umama waphimga wasewathola ingane yesibili, wabuya ubaba, umama waphinda ingane yesithathu. Umbuzo uthi kungabe lengane yesibili okungesilo isende likababa iyini lapha ekhaya? Ivezandlebe noma ilongwe na?

    • @zam2879
      @zam2879 Před 2 lety

      Ngicabanga ukuthi yi vezandlebe ngoba ubaba wayesaphila! Ilongwe ilapho ubaba engasekho khona ( ingane yomfelokazi ayizala kwesinye isibongo/ ingane yomfelokazi onga ngenwanga echekeni).

    • @mvithitrainingsolutionspty7012
      @mvithitrainingsolutionspty7012 Před 2 lety

      @@zam2879 Ngiyabonga, isandla sendlulikhanda. Makwande ubuntu ebantwini...