Umsamo Institute
Umsamo Institute
  • 181
  • 3 706 232
Kungani sinabantu abaningi kangaka abanobizo kanye nezithunywa kodwa bayahlupheka?
Thokoza
Kungani sinabantu abaningi kangaka abanobizo kanye nezithunywa kodwa bayahlupheka bathwele kanzima phezu kokuba benalesi sipho? Kungenxa yokuthi kusafanele siqonde kahle ukuthi kusho ukuthini ukuba nesiphiwo, kusho ukuthini ukuba ugobela futhi kusho ukuthini ukuba yithwasa. Kulugxenye, uDokotela uMkhize uzoke achaze amaphutha enziwa oGobela kanye namaThwasa.
Sicela usazise ngezansi kwigxenye yemibono ukuthi kungabe yini enye ongathanda ukuthi uDokotela uMkhize akhulume ngayo.
Why do we have so many callings and spiritually gifted people suffering and struggling despite this thing being called a gift? This is because we are yet to understand what it means to be gifted, what it means to be ugobela and what it means to be an initiate. In this segment, Dr Mkhize unpacks mistakes that are made by both Gobela and Initiate.
Let us know in the comment section what else you’d like Dr Mkhize to talk about.
zhlédnutí: 17 076

Video

Yini inhloso yangempela yokuthwasa?
zhlédnutí 6KPřed 3 měsíci
Thokoza, Kusukela emandulo yabe ikhona inkolo yeSintu, ukuthwasa okwabe kungena ngaphansi kwayo. Kepha-ke uma sizibuza, yini inhloso yangempela yokuthwasa? Kungani kukhona abanye ababiziwe ukuba bangene kwintwaso kodwa ekugcineni bangabi abelaphi? Kungani abanye bamukele isipho sabadala kodwa bangayi ukuyothwasa? Ozosinika izimpendulo kuyo yonke lemibuzo uDokotela VVO Mkhize. We have always had...
Patient Confidentiality
zhlédnutí 2,1KPřed 5 měsíci
Thokoza, We are currently shooting season 2 of Ingono Yomsamo and there are some concerns around people's faces appearing on the programme.
A change of Heart is a change of Umsamo
zhlédnutí 5KPřed 6 měsíci
Thokoza, We are yet to understand the spiritual implications of emotions and feelings we carry in our heart. For this year to change, you need to change Umsamo wakho. This requires a change of heart.
The first message of the New Year from uDkt VVO Mkhize
zhlédnutí 5KPřed 6 měsíci
The first message of the New Year from uDkt VVO Mkhize
The Spiritual Significance of a name
zhlédnutí 23KPřed 8 měsíci
Thokoza, This episode uDkt VVO Mkhize will discuss the role a name can play in the success of an individual, team or organisation. How can we best ensure that the name assists in achieving success and what are some examples we can look at.
Umsamo uyini ngempela?
zhlédnutí 6KPřed 11 měsíci
Thokoza, Kwesinye isikhathi siba nokudideka ukuthi umsamo uyini ngempela. Abelaphi bendabuko abaningi baqhakambisa ukuthi bahlamba, balungisa futhi babuyisa Umsamo - ngempela basho ukuthini ngalokhu? Empeleni uwulungisa kanjani Umsamo? Iziphi izinqubo ezenziwayo futhi uzithola kanjani izigqikithi zomsuka wezinkinga ngokweqiniso. We are often confused at times as what is Umsamo exactly. Many hea...
Don't let symptoms distract you from the cause
zhlédnutí 5KPřed rokem
Thokoza Sesinamabhayi oMsamo Institute aseyatholakala uma ufuna ukuwathenga. Ungasishayela ucingo noma usithumelele i-email uma udinga ukufaka i-oda. Kufanele sikwazi ukuhlukanisa phakathi kwezinkomba kanye nembangela. Kungaba khona izinkomba eziningi kodwa ibe mincane imisuka yezimbangela. Sichitha esiningi isikhathi siphazanyiswa izinkomba eziningi ezenza ukuthi singabheki emuva ukuze sithole...
Unpacking 'Ukugeza Umsamo'
zhlédnutí 16KPřed rokem
Thokoza, In this video podcast Dr Mkhize will unpack the meaning and understanding of ukugeza umsamo. This is a very common phrase being used incorrectly. Cleansing umsamo is less to the with the physical place but rather that which is in your lineage. Hear what he has to say
Spiritual Consequences of Anger and Hatred
zhlédnutí 11KPřed rokem
Thokoza, Far too many people have hearts filled with hatred and anger. They take this and project it onto others. They carry this energy in their work and in their relationships - everywhere they go. But what are the spiritual consequences of this and how should we deal with it.
A short message from Dr VVO Mkhize
zhlédnutí 14KPřed rokem
A short message from Dr VVO Mkhize
The secret to your spiritual liberation lies in your family history
zhlédnutí 23KPřed rokem
Thokoza, This week Dr Mkhize speaks on the importance and understanding isiko lasekhaya. The secret to your spiritual liberation lies in your family history, traditions and practices.
Yini imfihlo enkulu yamanzi?
zhlédnutí 74KPřed rokem
What is the great secret of amanzi? Why are we sent to the rivers, oceans and waterfalls? But more importantly who sends us there? Yini imfihlo enkulu yamanzi? Kungani sithunyelwa emifuleni, olwandle kanye nase zimpophomeni? Kodwa okubalulekile kakhulu ukuthi ubani osithumela lapho?
Izinkomba zokuthwasa kanye nokuthi yini okufanele ukuqaphele.
zhlédnutí 36KPřed rokem
Thokoza, Abanye abantu bathatha ngokuthi ukuzalwa wembethe kusho ukuthi kufanele uthwase. Lokhu kudideka sekudale ukuthi abantu abaningi bachithe isikhathi, nemali nokunye okuningi ezintweni abangazange bakhonjiswa ukuthi bazenze. Sicela ulalele uDokotela uMkhize echaza kabanzi ngezinkomba zokuthwasa kanye nokuthi yini okufanele ukuqaphele. Some often assume that ukuzalwa wembethe means that th...
Kunolwazi olunjulu aselutholile uDkt Mkhize ngokuzalwa wembethe
zhlédnutí 23KPřed rokem
Thokoza, Enye yezehlakalo eziyindida enkuku ezintweni zeSintu ileyo yokuzalwa wembethe. UDokotela uMkhize usekhulume kabanzi ngaloludaba futhi ubhale nencwadi echaza izinhlobo zokuzalwa wembethe nokuthi ungasinakelela kanjani isimo esinje. Kunolwazi olunjulu aselutholile ngokwenza ucwaningo. One of the most misunderstood occurrences in African healing, is that of ukuzalwa wembethe. Dr Mkhize ha...
Ukubaluleka kwemimoya yamawele
zhlédnutí 20KPřed rokem
Ukubaluleka kwemimoya yamawele
umehluko phakathi kwesintu sesintu kanye nesintu sabelaphi.
zhlédnutí 6KPřed rokem
umehluko phakathi kwesintu sesintu kanye nesintu sabelaphi.
Imuphi umndeni okufanele wamukele noma ukhiphe amalobolo?
zhlédnutí 21KPřed rokem
Imuphi umndeni okufanele wamukele noma ukhiphe amalobolo?
Izinga eliphezulu lokusetshenziswa kotshwala
zhlédnutí 11KPřed rokem
Izinga eliphezulu lokusetshenziswa kotshwala
Kunini lapho sihlaba khona inkukhu noma kunini lapho sihlaba khona imbuzi?
zhlédnutí 76KPřed rokem
Kunini lapho sihlaba khona inkukhu noma kunini lapho sihlaba khona imbuzi?
Kwesinye isikhathi imithi yesintu iyazona izinto zakho
zhlédnutí 55KPřed 2 lety
Kwesinye isikhathi imithi yesintu iyazona izinto zakho
Lokhu akuchazi ukuthi umelaphi wokuqala wehlulekile
zhlédnutí 10KPřed 2 lety
Lokhu akuchazi ukuthi umelaphi wokuqala wehlulekile
Healing children that are still in school.
zhlédnutí 24KPřed 2 lety
Healing children that are still in school.
Singabe ngempela sicebile ngaphandle kokubuyisa umhlaba, amakhaya kanye nemfuyo yobabamkhulu
zhlédnutí 4,5KPřed 2 lety
Singabe ngempela sicebile ngaphandle kokubuyisa umhlaba, amakhaya kanye nemfuyo yobabamkhulu
Kungani osaziwayo noma abantu abavelele
zhlédnutí 11KPřed 2 lety
Kungani osaziwayo noma abantu abavelele
Indlela abantwana abazalwa ngayo
zhlédnutí 19KPřed 2 lety
Indlela abantwana abazalwa ngayo
Kungani imindeni ilwa yodwa kangaka
zhlédnutí 52KPřed 2 lety
Kungani imindeni ilwa yodwa kangaka
Umsebenzi nokubonga abadala noMvelinqangi
zhlédnutí 29KPřed 2 lety
Umsebenzi nokubonga abadala noMvelinqangi
Impande kaGobela vs impande yasekhaya
zhlédnutí 12KPřed 2 lety
Impande kaGobela vs impande yasekhaya
Izingane ezinemimoya ezikoleni singasizwa kanjani?
zhlédnutí 6KPřed 2 lety
Izingane ezinemimoya ezikoleni singasizwa kanjani?

Komentáře

  • @nozizwemashiya8701
    @nozizwemashiya8701 Před 4 dny

    🙏

  • @MaurenDaniels
    @MaurenDaniels Před 5 dny

    Ngifisa ukwazi kuchazani ukuphupha ulwandle lu clean lungena endlini

  • @BonginkosiNdlela-qd3xf

    Mengabe eshonile kwenziwani

  • @AzolaKulani-de8po
    @AzolaKulani-de8po Před 6 dny

    Mkhulu besacelubuza umntu okufun ukudiban nawe angakuthola njani?

  • @user-gi5ki6hh4c
    @user-gi5ki6hh4c Před 7 dny

    Anyone with contacts or directions to reach there? I need help

  • @user-po2kj6sw3v
    @user-po2kj6sw3v Před 8 dny

    Khabazela 🙏🙏🙏

  • @LITTLE_KULLY
    @LITTLE_KULLY Před 10 dny

    Molweni tata ndicela ubuza ndizelwe ndembethe kodwa ingubo yam andiyazi yayaphi ngok ndihlutshwa ngamahlaba ndingendza njani

    • @mawesisibanda631
      @mawesisibanda631 Před 3 dny

      Salibonani bengicela I number la enginga kwazi ukuthi ngikhulume lo baba umkhize

  • @gigabakhoza5325
    @gigabakhoza5325 Před 12 dny

    Impicabadala, ngiyacela kube Solwazi ulekele

  • @gigabakhoza5325
    @gigabakhoza5325 Před 12 dny

    Uma amahalavu egezwe immediately emva komngcwabo, kushukuthi kusuke sekusele umxokozelo, Khabazela?

    • @gigabakhoza5325
      @gigabakhoza5325 Před 12 dny

      Okunye engicela ukukhanyiselwa kukho Mumbo, kuyaye kwenziwe njani lapho umama behambe ngokulandelana, behlukaniswe isikhathi esiyinyanga. Futhi umama esazilele ubaba. Ukhunyulwa kanjani inzilo engasekho, futhi nini, ngaphambi noma uma sekwenziwa umxokozelo?

  • @user-uu5dd6jk6r
    @user-uu5dd6jk6r Před 12 dny

    Siyabonga mkhulu wethu akwande ❤

  • @topsyngubane991
    @topsyngubane991 Před 16 dny

    Sacel ukubuz ukuthi muhlanganis ugogo nomkhulu ngembuzi, kumemwa Oban ngob ngiye ngizwe kuthiwa okumndeni kuphela

  • @BandieSukazi-vz7im
    @BandieSukazi-vz7im Před 17 dny

    sawubona mkhulu mina kuningi okwenzekayo yini engingageza ngako ukuvula impilo imile

  • @user-ni2je2bq4o
    @user-ni2je2bq4o Před 21 dnem

    Khabazela, Mina bengicela ukubuza ukuthi umlotha osala Uma ushisa impepho wenziwa njani. Uyawuchitha yini

  • @carolmabena3809
    @carolmabena3809 Před 21 dnem

    Siyabonga kakhulu bab Mkhize but kulento yokusebenzisa isbongo sakamama nabantabami kanye nabantwana babo ngeke mhlambe kugcine ngokuthi abantwana bagcine sebathandana nezihlobo zabo ngoba abanye abomama bayabafihlela abantwana isbongo sabo sangempela

  • @mukamugemanaagnes5595
    @mukamugemanaagnes5595 Před 21 dnem

    Hi Does damages have to be expensive? Does it really need to meet a certain threshold in terms of money or expenses ?

  • @gabrielmbuli994
    @gabrielmbuli994 Před 22 dny

    Khabazela. Umuntu angeza manje NGO July azohlola na

  • @MapheelloMol
    @MapheelloMol Před 22 dny

    Thanks very much this is informative.

  • @LydiaTshangela
    @LydiaTshangela Před 22 dny

    UTHIXO AKWANDISELE IZINSUKU ZOKUPHILA BABA SIYABONGA KUNINGI ESENGIKUFUNDILE NGEZILULEKO ZAKHO.

  • @AzolaKulani-de8po
    @AzolaKulani-de8po Před 23 dny

    Niyone ngokuthetha isi ngesi

  • @PhilaniSindane
    @PhilaniSindane Před 24 dny

    Siybonga baba kuningi esikufundayo

  • @MaryMabaso-rb1vb
    @MaryMabaso-rb1vb Před 24 dny

    Inxiwa yin nkosi yam

  • @MaryMabaso-rb1vb
    @MaryMabaso-rb1vb Před 24 dny

    Angisho mkhulu nje ngoba ngiyi nyanga ngiba khona nje just ukubakhomba kuthi benzenjan bayazenzela

  • @pearlmfana2411
    @pearlmfana2411 Před 24 dny

    Mkhulu ngila eGoli kodwa ngfisa ukuza emlambomunye

  • @IngathiNomkhonwana-ue2sp

    Molo mkhulu ndicela ubuzo ufumaneka njan bo yhooo ngiyahlipheka ezweni ngingu nocwaka nomkhonwana ndisekapa 🙏🙏🙏

  • @Mahlangu-jr8vz
    @Mahlangu-jr8vz Před 29 dny

    Ukuphi nendawo ngathanda ukuza ngqo

  • @MbuzeleniMchunu-bx2mp
    @MbuzeleniMchunu-bx2mp Před měsícem

    Unjani baba ngisacela ukubuza uma uwabonga uwabonga kanjani baba

  • @user-yj9nh9xt9o
    @user-yj9nh9xt9o Před měsícem

    Baba nxa engeniswa kudingeka imbuzi or inkomo?

  • @NomaliDlamini-rf7op
    @NomaliDlamini-rf7op Před měsícem

    Ngicela ukubuza ukuthi Malini ukuhlola

  • @NokubongaZandile-lw5nw
    @NokubongaZandile-lw5nw Před měsícem

    Yhooooooooo baba ngiyawesaba amanzi

  • @NokubongaZandile-lw5nw
    @NokubongaZandile-lw5nw Před měsícem

    Masibonge kumsamo institution nakuwe baba mkhize ndihleze ndiyibukela inqubo yakho kwi television Ingono yoMsamo

  • @NosiphoShangr
    @NosiphoShangr Před měsícem

    Sawubona baba nginephupho lenyoka emnyama nokuhlophe ngamabala eamile acela ukubuza kucazani

  • @user-ex2ff4po4v
    @user-ex2ff4po4v Před měsícem

    Can I have your contacts tata

  • @ngcebombokazi5983
    @ngcebombokazi5983 Před měsícem

    Ijulile. 🤞🏽

  • @andilemzolo5222
    @andilemzolo5222 Před měsícem

    Ngicela amanamba akho mkhulu

  • @njingaradebe9652
    @njingaradebe9652 Před měsícem

    Siyabonga Dr Mkhulu Mkhize ngemfundiso yakho

  • @izikolomlandokazulu2879
    @izikolomlandokazulu2879 Před měsícem

    Baba Khabazela ngkuzwile mina

  • @IdahSeetseng
    @IdahSeetseng Před měsícem

    Thokozani mkhulu ngicela usizo pls ukuphi nendawo kudala ngihamba😢

  • @ntombizodwamavismokwena8198

    Mkhulu nginomuzi abasekho omalume and ngaba yimingedwa kuma ngenjejani mina

  • @GoodnessNonjiko
    @GoodnessNonjiko Před měsícem

    Andazi noba uyahlola ngefoun na baba

  • @GoodnessNonjiko
    @GoodnessNonjiko Před měsícem

    Baba Mkhize ndihlutshwa yinto evele indivale ndingakhoni kuphefumla indicinezele ndibe ndiyiva ihamba la endlini ngathi yinyoni sesiside iskhathi indihlupha mkhulu ndincede

  • @GoodnessNonjiko
    @GoodnessNonjiko Před měsícem

    Mkhulu ndiyabonga kakhulu pha ekhaya svuselwe umsamo ngumprofethi akhokwamaphupha akukho kwanto kukhutshwe 7500 00 yooo baba sibonga inkcazelo

  • @MalungileMajova
    @MalungileMajova Před měsícem

    Ngicela number

  • @MonwabisiDlamini-vj8hi
    @MonwabisiDlamini-vj8hi Před měsícem

    Mawukuthi omunye wenu kwizindlu zakini ebakhuphile ekhaya ngokungemthetho ekwenza yedwa bakufikele ngamaphupho bekhwaza ekhaya befisa ukungena babamkhize ngicela usizo

  • @BongumusaQwabe-xt9ln
    @BongumusaQwabe-xt9ln Před měsícem

    ngicela ukubuza mangabe ungumlanjwana. kodwa ekhaya ko malume. abasekh malume sebadlula bonke. khona oMama. ngizobikelwa ubani umuzi. ?

  • @NtombekhayaMzaza
    @NtombekhayaMzaza Před měsícem

    Ngiceluncedu Mkhulu nabadaka

  • @NtombekhayaMzaza
    @NtombekhayaMzaza Před měsícem

    Can I plz get your Nos Mkhulu??

  • @NtombekhayaMzaza
    @NtombekhayaMzaza Před měsícem

    My No Mkhulu is

  • @NtombekhayaMzaza
    @NtombekhayaMzaza Před měsícem

    Ma uMama engasekho nooBaba engasekho ndiphahla kubani? Ngoma mina bangishiye ndiseMzini eMatshaweni , ndibe mna ndikhuliswe nguMkhulukazi wam uMha kaBaba wami eMacetheni ? Ndendze kanjani Mkhulu or ndiphumela kanjani ngoba mina Mkhulu I feel like I'm stuck 😢😢😢

  • @dagadahoward5148
    @dagadahoward5148 Před měsícem

    Izi mfundiso mkhulu kuhle

  • @user-po2kj6sw3v
    @user-po2kj6sw3v Před měsícem

    Syabonga baba Waze waba wusizo kimi❤