Izinkomba zokuthwasa kanye nokuthi yini okufanele ukuqaphele.

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 10. 01. 2023
  • Thokoza,
    Abanye abantu bathatha ngokuthi ukuzalwa wembethe kusho ukuthi kufanele uthwase. Lokhu kudideka sekudale ukuthi abantu abaningi bachithe isikhathi, nemali nokunye okuningi ezintweni abangazange bakhonjiswa ukuthi bazenze. Sicela ulalele uDokotela uMkhize echaza kabanzi ngezinkomba zokuthwasa kanye nokuthi yini okufanele ukuqaphele.
    Some often assume that ukuzalwa wembethe means that they should Thwasa. This confusion has caused many to spend time, energy and money on something that they were not shown to do. Listen to Dr. Mkhize as he details the signs of ukuthwasa and what to look out for.

Komentáře • 42

  • @sidneynkwanyana7548
    @sidneynkwanyana7548 Před 3 měsíci +1

    😢nkonke okushoyo baba kuyikho ngisendleleni nami ezayo kubaba ngamaphupho ami ngogogo ozala umawami 😢❤

  • @FikileMasondo-wg9ud
    @FikileMasondo-wg9ud Před 11 měsíci +1

    Ngiyabonga baba mina ngiphupha amanzi nomkhulu ababili nogogo basho into engayizwa bathi impilo yami ilapho kulesososiziba esisabekayo
    Bachazani

  • @sizuyisemngadi9559
    @sizuyisemngadi9559 Před rokem +7

    Ngibingelele Kuwe Ngunezi. Besicela uzame ukuthola i MIC mawenza ama videos akho ngoba abalulekile kakhulu kithina aqukethe ulwazi olunzulu kepha awazwakali ukhulumela phansi

    • @yoliswanjokweni5143
      @yoliswanjokweni5143 Před rokem

      Ndiabulisa tata ndicela kubuza umakuvela kuthi unethongo kodwa abakukhombi kuthi uzoyaphi bese kufika umtu ozothi yenza njani bonabenga tsho

  • @mthokozisidlamini2095
    @mthokozisidlamini2095 Před rokem +1

    Cha Khabazela omkhulu ngiyakuvuma indlela obeka ngayo mayelana nomsamu, nokucacisa kabanzi ngesintu . Iningilethu sisuke salandela kakhulu I Western medicine , sanyanya amakhambi esintu esakhuliswa ngawo. And saxosha ubizo lwethu lokusiza abantu bakithi , okubuhlungu kakhulu sathuka Amadlozi kanye nama Thonga ngokubabiza ngamadimoni. Siyabonga kakhulu Khabazela omkhulu . From C Mhlongo wase PMB eMgungundlovu.

  • @nkosikhonankosikhona2913

    Thokoza Khehla, sibonga amaqinoso akho Mkhulu.

  • @lunikomvundlela4794
    @lunikomvundlela4794 Před rokem +1

    Siyabonga khehla lamakhehla uyasikhulisa sibulela uThixo namanyange ukusinika wena ubomi obude Mkhulu kwade

  • @lucy3808
    @lucy3808 Před rokem +1

    Siyabonga mkhulu ngoba ngiphupha ngithandazela abantu ngibuye ngibone ngisemgidini nezangoma

  • @lindamakaza3628
    @lindamakaza3628 Před rokem +1

    Siyabonga Mkhulu.

  • @makhosazanamsimang7180
    @makhosazanamsimang7180 Před rokem +6

    Ukhulumela phansi in some areas so I struggle to hear. Check the sound quality and wdit pliz.

    • @Os-qf8jh
      @Os-qf8jh Před 11 měsíci

      Wawu yazi mhlampe uma ungafaka ama earphone quality n wdit plz😅 ngoba lento oyishoyo ai.

  • @mbalinxumalo2323
    @mbalinxumalo2323 Před rokem +2

    Siyabonga kakhulu Dr Mkhize uwsizo kakhulu kmina I have more understanding about my dreams just that I need guidance ngoba ngathi nge linye ilanga ngifuna ukhuluma nabadala ngisho ukuthi angisebenzi ngicela bakhanyise the day before ngathenga amakhandlela okuphahla ebusuku ngilele ngaphupha ngithi ngiyaphahla mangithi ngibamba amakhandlela avele ashintsha umbala aba bomvu onke....mangivuka it became difficult for me to understand what they meant about my candles changing colour to red

  • @user-cw9eh6wr9w
    @user-cw9eh6wr9w Před 9 měsíci

    Mkhulu unjn eyi kunzima nginokubuka kumabona kude ngifise ukuk'thola kepha ngishaywe amandla Dr angazi ngizokwenzenjani kunzuma

  • @vitalgymnatsicsvitalgymn-vv6wf

    Such wisdom, Siyabonga Baba

  • @judithncube5614
    @judithncube5614 Před rokem

    Ngicela ukwanzi baba Mkhize ukuthi ubuyanini e Goli Joburg thanks

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 Před rokem

    Asibonge Mkhulu

  • @merlcool_RSA
    @merlcool_RSA Před rokem

    siyabonga mkhulu dreams do talk🙏

  • @NosiphoShangr
    @NosiphoShangr Před 19 dny

    Sawubona baba nginephupho lenyoka emnyama nokuhlophe ngamabala eamile acela ukubuza kucazani

  • @ZibekeleLuwantshi-ix3lx
    @ZibekeleLuwantshi-ix3lx Před 9 měsíci

    Bayede mkhulu🙏🙏

  • @conniemotankisi4653
    @conniemotankisi4653 Před rokem

    Thokoza Mkhulu,sifunda njalo ukuhlonipha isintu sethu kuwe 🙇‍♀️

  • @user-kj4kg4fo1k
    @user-kj4kg4fo1k Před měsícem

    Thokoza khulu nginokuphupha ngise manzini ngine nzuza

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 Před rokem

    Thokoza Mkhulu..kunjalo impela abantu abadala bayaziveza izinto kodwa abantu bayaziba banganaki...l uma sebeshayeka bese kuba ngathi amabhadi kanti amabhadi yibo uqobo

  • @phindz113
    @phindz113 Před rokem +1

    Siyabonga Mkhulu...🙌🙌🙌

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Před rokem

    Gubhela

  • @Apexpre4142MxolisiSithole-

    Mina sengitshelwa kwaze kwaba kabili ukuthi ngizoba isangoma

  • @mthokozisinduli2756
    @mthokozisinduli2756 Před rokem

    Kunjalo, kumele sibuze indlela abayifunayo. Mina nginokuphupha amakhambi. Kodwa kungabikhona zwi ngawo

  • @lettiekgatle2072
    @lettiekgatle2072 Před rokem

    Hi, sometimes your voice is so low/down and we have to put phone on the ear

  • @mfanafuthimkize9859
    @mfanafuthimkize9859 Před rokem

    Sound quality iyaphazamisa

  • @jabulanihadebe7473
    @jabulanihadebe7473 Před rokem

    Sanbonani, where can I order your books?

  • @nonkululekoncube4427
    @nonkululekoncube4427 Před rokem

    Ngibingelele mkhulu Bhedlindaba ka Luphuzi ingathi ungathola imicrophone izwi libuye lishone phansi ngiyabonga

  • @user-kk5vh1bc3i
    @user-kk5vh1bc3i Před 10 měsíci

    Can I consult with online ?

  • @antonianxumalo8743
    @antonianxumalo8743 Před rokem

    Mumbo omhlophe

  • @Reotha
    @Reotha Před rokem

    Microphone Mkhulu

  • @nonkululekogasa2446
    @nonkululekogasa2446 Před rokem

    Mkhulu ave usisiza ngyafisa ukuba ngelinye ilanga ngke ngkubona mkhulu ngixakekile kakhulu mkhulu angsazi ukuthi ngenzenjn manje

  • @lesedilekabe101
    @lesedilekabe101 Před rokem +1

    Siyabonga Mkhulu Mkhize, Thokoza Mkhulu 👏👏👏.

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před rokem +1

    Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko?

  • @sabelovilakazi2663
    @sabelovilakazi2663 Před rokem

    Cela konalwazi ukuth ubaba Utholakala kanjani?

    • @buyizwane9875
      @buyizwane9875 Před rokem

      You'll get his number on sabc1 at 17:30 on Saturday he drop his number so that you'll book appointment

    • @buyizwane9875
      @buyizwane9875 Před rokem

      And ku Khozi Fm every Wednesday no mam Dudu Khoza