Sawubona MaMbotho, I can relate to this... Ngicela ukubuza, mangabe uphupha umuntu let's say uhlala naye e res and ni sharer i room bese kuvela i room le enihlala kuyo kuncolile kugcwele amaphepha amaningi ngaphansi kombhede wena lo olala kuwo, kube ngathi uzama ukuwacosha manje lamaphepha and ucasukile mawuthi uyabheka nangu lomuntu ohlala naye umile la eceleni kombhede kube ukujamele and ngathi uphethe into engathi iyi rubber ulo evuthusa imvuthu zayo eduze kombhede lo olala kuwona. Nginga jabula kakhulu mangingathola impendulo, ngiyabonga.
kubika ukuthi ingelosi efunela wena impumelelo ibhekela wena into engajabulisa wena noma kuqoqelwa wena okuhle okungakuthokozisa empilweni yakho okuyoba sobala kube ngaphezu kwezitha zakho
Uthi sizihlambulule ngamanzi athile ? Uthini uma usho njalo? Kanti awuwasho ngani lawomanzi? Ayikho lento oyishoyo usichithela isikhathi nedata uyasibhedela nje kahle kahle! Angisaphindi ngivule le nonsense ye video yakho e useless!!
Thokoza gogo ngicela inumber yakho ngifuna ungilungisele izinto zami ngiyacela gogo kuyaphuthuma
Amen ngicela ukubuza kusho ukuthi ukuphupha amakameli
Cela ukubuza kuchazani ukuphupha sengathi kukhala izinyoni ezindlebeni zam😢
Hhay asikaze siphuphe sindiza kodwa mina ngiyazi baningi abantu abangafuni ngipromothwe emsebbenzini
Sawubona maMabutho ngiphuphe ngigula to an extend angisakwazi nokwenza kodwa khona lapho ephusheni kwavela umuntu wathi uma ngase uthathe umlotha wasekhaya uzosinda nalempela ngiwuthathe nginceduswa u cc wami omdala ngawudla nangempela ngasinda ngicela ukubuza kuchazani lokho amen
Ngiyabonga gogo
Mina gogo mangilwa nje nabantu noma ngibaleka ngivele ngindize
Kunenkylumo engingayitholi kahle egcekeni lakithi. Inkukhu izala amachwañe angenawo amehlo. Kuvalekile nje izinsuku zintathu manje ngithi mhlampe khona okuzovela lutho ayagijima ayazingqubuza
Siyabonga MaMbotho ngokusiphakela kumthombo wakho wolwazi
Makwande❤🙏
Siyabonga kakhulu sisi ukusi vula amehlo
ngyabonga nami
Siyabonga gogo asisakwazi mpela
ngikhona
Uzihlambulula kanjan ngan
Ngaze ngaku khumbula ukuthi ngikubone nje awusa ziwa phela manje mmmmm
Ukuphupha umuntu owashona kodwa uphuphe kuthiwa ushonile ekade ashona ngiyabona
Sawubona makhosi ngicela ukubuza Uma uphupha ibhodwe eligcwele umbila uohekiwe kushoni
Amen salkazi siyabonga ngezicobelelo zomoya osipha zona usuwashintsha inamba yini kudala ngizama 🙏🏾❤️
Yebo ngyabonga entsha 0761433135
nami mfe2🤦🏻
Ukuphupha ugxuma sukaphezulu uyaphansi kidwa ungawi umengezinyawo zombili
Ngiyathokoza Gogo🙏🙏kusho ukuthini uphupha ugeza ngesiqunga
Ambogeza ngaso phela, unentlahla ngokuthi bayakubonisa, wenze njengoko ubonisiwe.
Amen cc syabong ngolwaz uqubek njalo
maMboTho 🙏 syabonga kwande
Ngyabonga sengiphuphe kabili ngindiza ngbonge ngencazelo Amen
Gogo siyabonga ngokuschachela emaphupho
Ngiyabonga mahlengi ❤
Injalo sisi bakhomna apho emsebemzini wonke muntu uza kum kodwa ng bona baya pretenda, ngyabonga gogo,zonle zinto ze enzeka kum ,god bless u,ngyabonga sisi,ukhuluma ngam,gy geze kanjane?
Amen Gogo bengisacela inamba ofoneleka kuyo,kuningi osukucacisile INkosi ikubusise
❤❤❤ Siyabonga cc makwande phela kuwe!
ngyabonga
Siyabonga mambotho, Usakhuluma ngezingubo kusho ukuthini ukuphupha i ex yakho imbathisa umndeni wakho izingubo zokulala zasekhaya ohlala kulo. Ngyabonga..
Syabonga cc 🙏
Hayi uqinisile Makhosi.mina udadewethu wafuna ukuthi ngimnike umuthi engiwenzela bantu uma ngithi akazenzele wathi nginomona akasangibheki nje kumanje
Sawubona ,cc buza lapha,ngiphuphe gogo othize engamazi kodwa yenwa ubukeka engazi uthi kumele kumele ngicleane indlebe ngobazincolile futhi angizwa emvakwalokho wangithita uhlangothi lavele ngathi ngiyatshokheka ngahluleka kuhamba
Siyabonga Cc kunjalo abantu banenkinga enkulu badinga uncedo ngoba okomuntu okomuntu futhi ngeke kube okwakho.wakwenza okwakho kokuhlupha phambili.
Sawbona gogo. Ngcela ukbuza ngagcina ngilotsholiwe kodwa sagcina sihlukene nomkhwenyana. Usisi wami uphuphe engathi ngenhla kwasekhaya kukhona imoto methi uya kuyo kuphuma omama basemzini abathathu bathi Kade bevalelekile bazgcina befika ekhaya, ngabe kuchaza ukuthini? Ngcela ungsize gogo
Ngike ngaphupha kanjalo lokunye mane bengicula ingoma yokholo ngabona izembatho esimhlophe nesiluhlaza kwesibhakabhaka
Syabonga Gogo uzihlambulula kanjani.ngicela nama number akho
Amen cc qhubeka usikhanyisele ngolwazi olunzulu makwande
ngyabonga nkosiyami
Ngyabingelela gogo ngya jabula ukukubona futhi, cela ukubuza MA u phupha uthi uyaphuma endlini ku nezinja ezbomvu ziningi zihleli nje egcekeni ngaphambi komnyango ebese uzixosha zingavumi ukuhamba ezinye sezime nasema windini khona lapho ubone emnyama ihleli eduze kwakho nilokhu ikukhotha isandla kodwa aylumi
Ngyabonga usazongiphendula
bongiwe ngizokwenzela manje ivideo ngezinja manje nje
@@hxmbotho3458 ngyabonga kakhulu uthixo akubusise cc
Thokoza gogo ngicela ungiphe inumber yakho nginezikinga eziningi wonke amaphupho owancazeyo amanye ngiyaphupha ngicela ukusizakala wena gogo utholakalaphi uma ngikundinga
Siyabonga mbotho nglwazi olujulile Mina vela ungipha indlela yokuzigeza
yebo ukube kuya ngami ngabe awuhlukani nesiqunga bhuti ngoba uhlale uhlale uvukelwe izitha ezisebenzisa insila yakho ukona izinto zakho ukuthi zingake zivule ukuya phambili uma ngikubuka ungumuntu ophiwe kakhulu kodwa umona ovuka kini komamabakho ungaphezu kwezinto zonke engake ngazibona abafuni uyendawo nempilo zama ukuthi uzihlambulule njalo ngesiqunga ukuze uzoshiya isithunzi abanaso ngawe ngoba lento ize ifike ngisho ebantwaneni bakho kodwa umdali wezulu uzoba nawe uyonqoba kodwa kuyobe sekunabadlulile emhlabeni bedinga inhlambuluko kuwe ngezinto abazenzile akusekho kude inkinga bafundise nabantwana babo ukuthi uze ungabadluli kodwa kube sekuqhamuka umuntu ongubaba kuwe okuzalayo ongasekho ekhombisa ukuphebeza yonke lento ngoba uyithemba lakhe njengamanje mase ukhuza umfowenu angabi umuntu oxoxa yonke into ngoba bazomqumba phansi kwakwenzayo ngyabonga
Thokoza gogo namii kuyenzeka ngihlezi ngiphupha ngindiza engathi ngibuka amabhilidi ngibuka izintaba amadlelo akuhlaza ...kanye nabantu
Sawubona ss Mina ngiphuphe ngihamba endaweni eshile emnyama ,kwase kwaqhamuka umfana nezinja wangisasazela ngazo ,ngiyabonga ss ngicela imoendulo
Eeey kwanzima! Thixo aze angihawukele 💔
Molo Cc Wami ngicela ukubuza mowuphupha udaka
Siyabonga Gogo, kusho ukuthini ukuphipha ugibela intaba emnyama endekakhulu uthi mawubukaphansi ubone ukuthi mawungake ushelele ngeke ufikephansi uphila, kodwa ngizengafike ekug ineni kwentaba,
kubika ukuthi uyokwazi ukunqoba izinkinga ezisendleleni yempumelelo yakho konke nje okuyinkinga okwenziwa abalala nabaphilayo uyokunqoba ekugcineni futhi noma ngabe kubi kangakanani uyogcina ungumuntu oyohlula zonke izinto ezingavimba impumelelo yakho kodwa bayobe bekusiza ukulungisa lezo zinkinga abaleleyo nomdali wezulu ngoba ukudalelwe lokho
Sawubona gogo ngihlushw iphupho ,ngiphupha I rainbow 🌈 ingithatha ingiphosa emfuleni one nyanga phakathi ngabe kusho ukuthini
Sisi mina ngaphupha ngidla umnenke ngabe kuchazani
Yooo Gogo awazi lankhona, kunjalo. Unkulunkulu ungumnqobi wakho konke okubi
Siyabonga gogo ngicela ukubuza kuyini ukuphupha umlungu wesifazane osemdala ohamba ngezinduku ngathi uxhwalile efake nezicathulo lezi ezifakwa ezinyaweni ukuthi akwazi ukuhamba bese ke kuba ngathi uhluleka uluhamba bese uyamsiza ukuthi akhone ukuhamba ngoba ngibone ngazuthi uyahluleka manje ngabe sengiyamceda
0761433135 ngicela ungifonela ngizokuchazela kahle efonini
@@hxmbotho3458 gogo ngiyazama ukufouna awulibambi ucingo namanje ngiqeda kushaya
Thokoza gogo ngicela inamba yakho kuwatp ngiyobonga uma isicelo sami siphumelele
Sawubona sisi, wangcina ekunikile uGogo Mbotho inumber
Gogo ngiyabonga ngencazelo yakho manje gogo ungakulungisa kanjani mina ngiyayengiphuphe yonke into engiyiphethe icelwa abantu ngibanike ngingcine minangingasenauo😮
ngoba bayacela abakuphuci alikho libi kodwa uyakhonjiswa ukuthi ngenhliziyo onayo uyogcina ungenalutho ngoba unikeza abantu nawe ungenakho okwanele okwamanje shukuthi noma upha kodwa akungaze kweqe bakukhombisa lokho ukuthi akungaze kuphele yonke into abakupha yona ngoba nawe uyayidinga futhi akekho ukwazi ukukusiza mase udinga lolosizo nawe
Weeeh, wena MaMbutho sgebengu, washonaphi?! Ngifunga wena🤞🏾
sori😂ngikhona
Asbonge maMbotho ngezincazelo. Mawuphupha uqhokiswa isikhumba senkomo esixubile (white n brown/red) ngumkhulu osewadlula emhlabeni. Ngiyabonga ❤
kubika ukuhlangana kwedlozi elivumelana (imibala ehlangene kusho ukuhlangana kwedlozi ngokuvumelana)ngawe ukuthi mawungahlupheki isikhumba siyingubo kuwe nawe futhi kumele ubaqgokele yona ngo iyonanto abakukhombisa yona nawe oyobenzela yona ukubenzela isidwaba kanye nehawu elihambisana nemvunulo kakhokho
@@hxmbotho3458Asbonge maMbotho ngencazelo. Ngizokwenzenjalo. Makwande kukhanye nakuwe❤
Ngiyabingelela gogo nasemathongweni. Ngicela ukubuza ukuthi ingabe kunomlayezo thizeni yini ukuhlezi uphendulela izingubo zokugqoka njalo nje uma uthi uyagqoka, kwesinye isikhathi uze ubone sewuyolala ukuthi imini yonke ubukade uphendulela impahla ethile kodwa awubonanga.
kubika ukuthi lokhu onakho akukabi yikho abakufisela kona kusanokunye okuzayo okuyokujabulisa kakhulukazi uzoba umuntu okwazi ukuthenga noma iyphi impahla oyithandayo noma ngabe ibiza yiphi imali ukwazi ukuthenga
Yaz wegogo ngiphendukelwe yiwo wonke umuntu 😢 angaz kwenzenjani
0761433135
Thokoza mina ngiphupha ngishanela ngaphakathi endlini la kamama ngangilanda Manzi abusisiwe or athandaselwe
Thokoza gogo ngicela ukubuza phupho lasemini liyafana yini nelasebusuku
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
Sawubona MaMbotho, I can relate to this... Ngicela ukubuza, mangabe uphupha umuntu let's say uhlala naye e res and ni sharer i room bese kuvela i room le enihlala kuyo kuncolile kugcwele amaphepha amaningi ngaphansi kombhede wena lo olala kuwo, kube ngathi uzama ukuwacosha manje lamaphepha and ucasukile mawuthi uyabheka nangu lomuntu ohlala naye umile la eceleni kombhede kube ukujamele and ngathi uphethe into engathi iyi rubber ulo evuthusa imvuthu zayo eduze kombhede lo olala kuwona. Nginga jabula kakhulu mangingathola impendulo, ngiyabonga.
Sengi labeled ngilinde 2 manj😊😊
Wenza njan manje ma uzama ukukhuphuka , uvalelwa
Please ngidinga usizo kuyenza kala kimi
Feed back
Sibongenge Gogo ngezimfundiso osipha zona bengicela ukubuza ukuthi uma isimo sinjalo esiphi isiwasho okumele ngizihlambulule ngaso😅
isikhona
Sawubona gogo ngiphuphe ngiseSontweni obekungathi kiseBuhleni sihleli phansi sibaningi amadoda odwa ngalahlekelwa isikhwama sezimpahla ne wallet phakathi enamakhadi kwathiwa sintshontshwe umngani wami waseMozambique
🎉 👏👏👏👏
ngyabonga
❤❤❤❤
Siyabonga gogo ngezifundiso zakho mina ngiphuphe omunye womndeni egqoke umnazaretha wami engiwusebenzisa uma ngiyempophomeni yena futhi ngamphupha engifaka emgedeni oshonaphasi yingakho ngithi ngiyabonga ngoba kuningi esicaciseleka kukho thokoza❤❤❤
ngyabonga umugade angathwebuli ingelosi yakho yesithunywa sakho
Ngicela kutsi ungisize ngokhamba elicondene nemimoya ephezulu, ngibathe ngyafona angkutholi shem
yebo ngizocela ufone manje mfethu noma namhlanje kungakashayi u 6
Unjani Mambotho ngithembe ukuthi uyaphila siyabonga ngolwazi lwakho luyafundisa kakhulu.ngagcina uthe uzosichazela ukuthi kuyini ukuhlaba emsamo kuhlale kuphikiswana kuthiwa uhlabela amadimoni kushiwo amadlozi njalo.usichazele ngokolwazi lwakho ngiyabonga.
isikhona ivideo
@@hxmbotho3458 sengiyilalelile kuzwakele kahle Siyabonga Mambotho ngokukhipha levideo kusizakala wonke umuntu ngibalalelisile ekhaya.sibonge kakhulu ngolwazi lwakho uNkulunkulu akubusise kukhokonke okufunayo🙏🙏👏.
Siyabonga gogo, uyasikhulisa ngezimfundiso zakho, ungadinwa nangomuso.
Camagu Gogo ndicela ubuza xa uphupha osaziwayo oko kutsho ukuthini oko le nyanga ndiphupha bona ❤️👋🏽👋🏽
kubika ukuthi ingelosi efunela wena impumelelo ibhekela wena into engajabulisa wena noma kuqoqelwa wena okuhle okungakuthokozisa empilweni yakho okuyoba sobala kube ngaphezu kwezitha zakho
@@hxmbotho3458 ndiyabulela kakhulu Gogo kuwe ndingumntu ove ubuhlungu ubomi bam bonke ndinethemba lokuba nam ndiza kufumana ulonwabo ekupheleni kosuku zosulwe kum inyembezi Camagu Ndlondlo enkulu ❤️👋🏽👋🏽
SAWBONA SISI MA UPHUPHA IGANDAGANDA( TRACTOR) UHAMBA NGAYO NABANTU 2 OBAZIYO YIN LEYO , OKWESIBILI UPHUPHE I TRUCK OWAWUSEBENZA NGAYO IMNKA NOMFULA AMANZI THANDE UKUNGCOLA KANCANE
Ngfisa sibonane ikhona indaba engfuna siyixoxe maMbotho
yebo kodwa okwamanje ngisesikhawini angikho langisebenzela khona ngiyoze ngibuye ngo January
@@hxmbotho3458 ok kulungile dade ngizalinda
Sawubona sisi, ngicela ukubuza ukuphupha ingwane/octupus ubhukuda nayo olwandle, kuqonde ukuthini?
kusho ukuthi nje akekho ongadlalela kuwe mntanawedlozi ngoba uvikelwa ngayo yonke indlela futhi wena uma ngase ukhale usuku lonke ufuna into uyoyithola ngokukhulu ukuphuthuma ngoba ugadiwe ngayo yonke indlela
Ncel i number yakho
0761433135
HX MBOTHO u once told me things that happen in my life wathi usazothandaza ngipinde ngifone ,since then you no longer take my calls
ngyaxolisa nkosiyami ngicela ungifonele manje ngizokuphendula
Ndicela i-contact details plz
Uthi sizihlambulule ngamanzi athile ? Uthini uma usho njalo? Kanti awuwasho ngani lawomanzi? Ayikho lento oyishoyo usichithela isikhathi nedata uyasibhedela nje kahle kahle! Angisaphindi ngivule le nonsense ye video yakho e useless!!
Thokoza gogo,i dream of snake sitting on my legs.what is the meaning?