UKUPHUPHA USHANELA ENDLINI/EMNYANGO

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • LANDELELA OKWENZIWA

Komentáře • 91

  • @NonkululekoNgubeni
    @NonkululekoNgubeni Před 4 dny

    Siyabonga Kakhulu cc.Bengicela ukubuza uma kuyisalukazi Sakho esandlula emhlabeni esishanyela igcekengiyabonga

  • @dudiademcdevine3401
    @dudiademcdevine3401 Před 29 dny

    Ngithanda ukubingelela ngingathanda ukuk bona mina ngise Thekwin

  • @ThandoNoluthanda
    @ThandoNoluthanda Před měsícem

    Kuphupha ushanela emgwaqen😊

  • @prudencenjoko
    @prudencenjoko Před 9 měsíci +3

    Sawubona sisi ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu omjwayele ethi uzokuthengela izicathulo, ngyabonga.

  • @erickmuntujele
    @erickmuntujele Před 3 měsíci

    Thokoza khehla👏👏👏! Siyabonga kusichachela emaphupho, siyasitakala kakhulu. Ngicela ungichachele nali gogo,; ngaphupha inyoka lenkhulu lemnyama , nokumengezela kwayo kublue. Yeza ichamuka kude yaze yafika kimi. Kuthe kubeifike yabhonga njrngesangoma sivukwa idlozi, ibhonga nje iyashintja iba ugobela wami.
    Yangcina isiwumuntu yonke. Thokoza mntomdala!👏👏👏

  • @NalaCele-ym6om
    @NalaCele-ym6om Před 9 měsíci +2

    Me 2 I which I can hv a face to face consultation with you but what a good explanation I full understand njengoba owakithi umndeni ungezwani

  • @dawnmadonsela5877
    @dawnmadonsela5877 Před 9 měsíci +2

    Asbonge maMbotho ngezifundiso zakho. Impela siyafunda kuwe. Nkulunkulu nasedlozini bakubusisise ❤

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 9 měsíci

      Amen nakuwe mfwethu kunombiko okhomba isiphandla kuwe esingalungisa okuningi mfwethu uma ungase ufone manje singaxoxa 0761433135

    • @dawnmadonsela5877
      @dawnmadonsela5877 Před 9 měsíci

      Amen maMbotho kumangibona impendulo yakho. Ngizokufonela ksasa

  • @bhekiziqubu2343
    @bhekiziqubu2343 Před 9 měsíci +2

    Amen 🙏. Hhay khona izinto zike zijiye ziphinde zijule...

  • @mandisapali7992
    @mandisapali7992 Před 9 měsíci +2

    Camagu Gogo ndiya bulela kakhulu ngale ncazelo yakho ❤️👋🏽👋🏽

  • @phindilemillicent6758
    @phindilemillicent6758 Před 9 měsíci +2

    Siyabonga ngezincazelo Uma uphupha ufaka upholishi obomvu esitubini luhlanzekile Ku kuhle

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 9 měsíci

      uma ikhona indlu enjalo kini kwenze ngane yakwethu kuyenzeka ukuthi into enhle eyisibusiso kuwe ize nangayo indlela yokuthunywa

  • @ThuleleniCebekhulu
    @ThuleleniCebekhulu Před 9 měsíci +1

    Amen gogo siyabonga uchaza kahle kodwa kunzima uma uhlala komalume futhi niselenodwa niyizingane

  • @syabongaK555
    @syabongaK555 Před 9 měsíci

    amen ngaba nephupho engaliqondi nhlobo ngsacela ukubuza ngaphupha ilanga(sun)lihlangana nenyanga (moon) shuth inyanga yaselwa kwazekwabasemini isekhona edibhakabhakeni kant nelanga seliphumile kwase kuhlangana emvakwalokho min ngaba ne feeling ethi kuzozamazama umhlaba ngazizwa kanjalo khona ephuphweni ngsacela ukubuza kuchazani ngyabong

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před 9 měsíci

    Siyabonga gogo mina kwaqala kwaqekezwa ekhayalami so ngaphupha ngi dust amasofa egcwele udust ngabuya ngaphupha ngtshanyela ekhaya iceke ngiyabonga cc

  • @pamellasibutha691
    @pamellasibutha691 Před 9 měsíci

    Makwande MaMbotho uyisibusiso ngempela
    Bengicela ungichazisele ukuthi mawuphupha kushanelwa ngaphandle kwegceke ekungelona elasekhaya or la ngihlala khona bese NAMI ngangena egcekeni ngase nginikwa umshanelo abomama angingabazi kodwa kwafanele ngizikhethele umshanelo noma ngingakhumbuli ngishanela
    Okwesibili bengishanela ngaphandle kwegate lomuzi wami kodwa ngiqhubeke ngashanela emgaqweni ngaxe ngafike in the corner of my street
    Makwande❤🙏

  • @Winny-fp9zn
    @Winny-fp9zn Před 3 měsíci

    Siyabonga , ngicela kubuta ngiphuphe babe wami lowashona atsanyela ebaleni

  • @lungamakambi6405
    @lungamakambi6405 Před 5 měsíci

    Ngaze ngakuthanda we sisi ... siyabonga Mambotho ngengcazelo .. ngiphuphe ngishanela ekhaya egcekeni

  • @EsihleNgongo
    @EsihleNgongo Před 4 měsíci

    Yhooo kubonga mna cc ndaliphupha elophupho ndishanyela kibo baba wam mna ndingumntwana wentombi but zange ndivuke ndiythethe lonto zange futhi ngiyxoxele muntu

  • @thabaningongoma6489
    @thabaningongoma6489 Před 9 měsíci +1

    Siyabonga ka kulu ngoku dlakom phefumulo inkosi ibenawe nkosazane 😊😊

  • @viviangoldstone1828
    @viviangoldstone1828 Před 9 měsíci

    Amen Mambotho mina ngiphuphe ngishanela endumbeni kagobela wami, ngabe liqondene nami okumele ahlanze noma uyena
    Ngyabonga

  • @nkosinathipondo9862
    @nkosinathipondo9862 Před 9 měsíci

    Ngiyabingelela gogo. Ngisacela ukuchazelwa ngesibonakaliso...
    Ngizibona ngisemzini wakithi wakudala lapho esakhulela khona, kodwa ngize ngokuzohlola iproject yami yokwakha umuzi omusha. About 50 meters from the old house then there's this new, beautiful and very big house, in fact it's a doublestory kind of a building. The project is going on but it's almost done.
    Ngiyaxolisa ngokubhala ngesilungu🙌

  • @user-zg8zy2pu1f
    @user-zg8zy2pu1f Před 9 měsíci

    Siyabonga mtakaMbotho ngokusikhanyisela, ngisacela ukubuza ukuthi kushoni ukuphupha udla ikhabe elivuthiwe futhi limnandi, ubone nomuntu ongamazi eligodle ekhwapheni ehamba ejabule.? Ngiyabonga

  • @sindiswa_hlubi2780
    @sindiswa_hlubi2780 Před 9 měsíci +2

    Wegogo ngikengaphupha ngishanela endlini yabantu abadala ngithe mangifika emnyango ngithi ngikhipha izibi ngavele ngashawa yizulu ngavutha 😢 kodwa kungathi ngikabili omunye oyimina uhlezi phansi ubuka lo oyimina oshiswa lizulu 🥺💔 engabe lokhu kusho ukuthini

    • @sindiswa_hlubi2780
      @sindiswa_hlubi2780 Před 9 měsíci +1

      Ngaze ngammcane 😢 nganganawo amandla okwenza engkuthunywa lindlozi😢 noma ngisho ekhaya ukuth ngiphuphe ukuth kuthiwa ayikho lento yakho futh sunesicefe ngoba uphuphanjalo😢

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 9 měsíci +1

      ngicela ungifonela ngizokuchazela ngoba kuzothatha isikhathi ukubhala

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 9 měsíci +1

      Sindiswa ngicela ukuthi ungifonele kukhona omdala sizokhuluma nawe naye ekhona ngoba lento ihamba nolaka oluqhamuka komkhulu bakho ngokunganakwa kwezinto kini nawe nje uqobo lwakho kunezikweletu ngawe abafisa zilungiswe ngoba wena udaliwe waba umntwana ithongo elimthumayo izinto mazizokwenzeka ekhaya yakho

    • @sindiswa_hlubi2780
      @sindiswa_hlubi2780 Před 9 měsíci

      @@hxmbotho3458 😭😭😭kwaze kwanzima, ngizolwenzenjalo gogo uma ngifika ekhaya, ngizama impilo ngokufunda manje ngiqhele kakhulu kubantu basekhaya. 🥺🙏ngibonga kakhulu ngane yethongo 🙏

    • @stellantombomhlabajafta1630
      @stellantombomhlabajafta1630 Před měsícem

      Bengishayela ebaleni ndabona umbona omhle omhlophe amakhozo egcwele ndawachola ndawashiya egcwele,enkosi gogo

  • @NomathembaMavis
    @NomathembaMavis Před 16 dny

    Kanjani yazi ngiphuphe ngi cleaner esikoleno

  • @sindiswangubo2708
    @sindiswangubo2708 Před 9 měsíci +1

    Thokoza gogo ngjwayel ukphupha ngshanela kubomyen wam. Angkwaz ukkhuluma ngoba ngumakoti ksakhonu babezala. Kodwake uqinisile kube nokuhilizisana umyen wangthengelumuz saphumegcekeni.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 9 měsíci +1

      kuba njalo mfwethu kunezimfihlo la ugane khona kodwa kuyogcina kukhona abazikhuluma engathi bayazisholo nje kanti ikona impela

  • @mazulu6786
    @mazulu6786 Před 9 měsíci

    Amen gogo kuchazani ukuphupha utshayela esikolweni eprimary

  • @user-kk4wy1si9d
    @user-kk4wy1si9d Před 3 měsíci

    Kushoni ukugeca ingca nomhlakulo kukho ne Flowers eziBlome yellow Mbotho ka uhlangule kaloku.

  • @NomaNhlapho-vv7qd
    @NomaNhlapho-vv7qd Před 7 měsíci

    Hayi ngiyabonga ngendlela ochaza ngakhona ngiphuphe leliphupho ngendlela enjalo ngiyabonga

  • @PhiliswaMdutshane
    @PhiliswaMdutshane Před 4 měsíci

    Camagu gogo ngiyabonga ngencazelo yakho ngike ngaphupha ngisinda indlu ngobulongwe mangiqeda nhashanyela

  • @dorcasshongwe7679
    @dorcasshongwe7679 Před 9 měsíci +1

    Molo ma Mbhotho mina ngaphupha ngishanyela ngaphandle kwegceke (kwi paving)

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 9 měsíci

      ngaphandle kuhlukile kunegceke into ongayenza ile ukuthi nizame ukuchela nangaphandle kwala niphumela khona ngoba baqonde ukutshela ukuthi niyabekelwa anosusa ngendlela ethize shukuthi kungaba imibhulelo noma okunye nje okubi okungadala inkinga kongase akweqe babekukhombisa ukuthi niyabekelwa

  • @nomfundombuli1540
    @nomfundombuli1540 Před 3 měsíci

    Ngiyabonga gogo ayi nami ngiphuphe ngishayela emunyago kodwa bekungekhona lapha ngihlala khona kodwa ngizi cleaner konke nje

  • @nkodinathizungu9741
    @nkodinathizungu9741 Před 9 měsíci

    Thokoza Gogo, ngiyabonga kakhulu,umfana wami uvuke nalo leliphupho kodwa uthi bekunengane yomfana athe uma eyibuka,wayilinganisela eminyakeni eyisithupha kumbe eyisikhombisa,lengane uthi akayazi kodwa bengifaniselene nayo ngokugqoka,eshanela phansi endlini

  • @nosiphobuthelezi4091
    @nosiphobuthelezi4091 Před 9 měsíci

    Ey waychaza lentoo gogo ngnokuphupha ngshanrl nom ngikorobha ekhaya komam futh kuning njr okxaben kulowamuzi ngak ngaphuph futh ngishanel kwesiny isikole ngamangal nje kuth ngingenaph mina gogo

  • @ayandantuli7106
    @ayandantuli7106 Před 9 měsíci

    Siyabonga MaMbotho ukusikhulisa ngokomoya

  • @user-dv1vp4jg8c
    @user-dv1vp4jg8c Před 9 měsíci

    Camagu gogo kuthini uphupha umntu ndibona umntuechophe phambili kwe computer apha ecaleni kwakhe kukho amàfruit anje nge apple emvendibona kanjalo ndiye ndaphupha ndikhuleka kakhulu

  • @nkosinathipondo9862
    @nkosinathipondo9862 Před 9 měsíci

    Ngiyabingelela gogo... Ngicela inombolo yocingo.

  • @user-ur5hl7pi5h
    @user-ur5hl7pi5h Před 2 měsíci

    Sawbona sisi ngicela ukbuza kuchaza ukthini ukphupha usinda ingenhla lakubo komyeni wakho 2 nokphupha umyeni wakho ekhulelise umuntu wakini ngyaxolisa ukwanda ngyabonga🙏

  • @mthulisenicele886
    @mthulisenicele886 Před 7 měsíci

    Ngiphuphe ngushanela ekhishinj noma xhibeni kunabantu abaningi lendlu bengiyishanela iyo kwakushiselwa kuyo mpepho Koda seyawa

  • @Mahlatshwayiva
    @Mahlatshwayiva Před 9 měsíci

    Hhay cha unekhono lokucasha,asisakwazi. Ngiphuphe nginqunu ngigeza nginamagwebu ensipho. Kwaqhamuka omunyusisi wacela ento esengiykhohliwe. Ngathi ngsageza. Mayesephuma wangithinta ngomunywe phakathi nomgogodla wathi uyabuya. Kuchazani lokugeza ngize ngibone namagwebu ensipho? Ngyabonga.

  • @NandiphaLimane-vs3jm
    @NandiphaLimane-vs3jm Před 2 měsíci

    Mina ngiphupha ngishanela emsebenzini nomlungu eshanela kodwa watshona umlungu wam ongumama,ndishiyeke nomyeni wakhe una 90 utata

  • @RachelTyobeka
    @RachelTyobeka Před 9 měsíci

    Beng lele gyphupha amanzi asuka phezulu ko ce,iling ingathi omroko we mqombothi angwasha, kwalamdela amanzi a blue kwalamdela amagrapred a green gy adla namanye amafruits, kine ingane e gibela yonke indawo ingathi e ngdigatile, gyhleka nayo, gyphiupha manje ,esphindile ka lephupho ka2 manje manje,emkosi

  • @BankCrush66
    @BankCrush66 Před 9 měsíci

    Ngiphuphe ngi kaka ngenze njani before ku late

  • @bestof9347
    @bestof9347 Před 8 měsíci

    Siyabonga sisi ngencazelo.
    Mina ngike ngaphupha ngisekhaya kobaba ngiklina but angizalelwanga emshadweni. Ngfuna ukwazi ukuthi ngabe kumele kube yimi olungisayo noma abazali bam babengashadanga?

  • @Aulefamily
    @Aulefamily Před 9 měsíci

    Thanks!

  • @jabulilezwane1075
    @jabulilezwane1075 Před 9 měsíci

    Hi ngiphuphe umkhulu ubaba kamama ashanyela endlini ngawuthatha umthanyelo ngashanyela ngavuka kusho ukuthini pls

  • @user-lh8nr5xs9i
    @user-lh8nr5xs9i Před 9 měsíci +1

    Siyabonga MaMbotho,ngiphuphe ngishanyela lakuhlala khona umuntu engithandanaye kungabe kuchazan?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 9 měsíci

      kunjalo nje ukuthi uma kunezinto ezingafunwa abalele bakini kuye ngawe bazokukhombisa ukuthi lomuntu ozwana naye kunezinto ezasetshenziswa kubo ezidinga ukuthi umsize azilungise uma idlozi likudinga kuloyomuzi liyakukhombisa izinto zakhona msize mfwethu alungise

  • @mlulekiadvisordlamini7333
    @mlulekiadvisordlamini7333 Před 6 měsíci

    Ngyathulisa sis Hlengiwe
    Ngsacela ukbuza kuchaza ukthini ukphupha umuntu entshontshe I fone yakho, aphinde ayibuyise futhy

  • @selulekolethumtshali2150
    @selulekolethumtshali2150 Před 9 měsíci

    ayikho enye indlela ekungenziwa ngayo uma uyingane kukhona abaphambili kodw bengabhekani

  • @samntulini2114
    @samntulini2114 Před 9 měsíci

    Sisi MaHlengi kuchazani ukuphupha ushanela ngaphakathi endlini komalume kodwa umalumekazi athathe zona lezi zibi engizishanelayo azibuyiyisele la sengishanele khona

  • @zukontongana4213
    @zukontongana4213 Před 9 měsíci

    ameni gogo kuchaza kuthini kulunywa yisandla

  • @priscillangcobo6356
    @priscillangcobo6356 Před 4 měsíci

    Syabonga gogo

  • @JabhileDladla
    @JabhileDladla Před 4 měsíci

    Sawbona sesi mine angazi ngeza njani ngoba angkhulela kubaba kodwa ngiphupha ngthanyela ngigeza windows ngthanyela nebala

  • @eliasmogapi307
    @eliasmogapi307 Před 9 měsíci +1

    Thokoza Gogo.Siyabonga sisi.Ngicel ukubuza..Ngiphuphe kushanyela uma wami ongasekho,kodwa eshanyela infront of my zozo(umkhukhu) estandini sami esisha lakumele ngiyohlala khona.Kusho ukuthini lapho?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 9 měsíci

      cha ngoba umuntu ongasekho kusho ukuthi yena uzolungisela wena la unyathela khona uyokumela achithe zonke izinto ezingaba izingxaki ezingavimbela wena okuhle achithe nezitha zakho njalo njalo nje shukuthi kuyiqiniso ukuthi umzali unguNkulunkulu wengane uyidlozi elihle elilungiselela wena la kukhona okubi uyokususela uhlal;e kahle kuleyondawo

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 Před 9 měsíci

    Camagu 🕯️

  • @NtetheleloWelileXulu
    @NtetheleloWelileXulu Před 5 měsíci +1

    Ngicela ukubuza ukuphupha ushanela esontweni kusho ukuthini❤

    • @priscillangcobo6356
      @priscillangcobo6356 Před 4 měsíci

      Nami ngaphupha umkhwenyana wami eshanela egcekeni kodwa wayeseneminyaka ahamba wazishiya nengane kodwa angicabangi ukuthi sengabuye buye ngoba udaba selusuke lajula kakhulu

  • @samsonkubheka8522
    @samsonkubheka8522 Před 9 měsíci

    Molo cc ngiphuphe ngixoshwa emhlanganweni. Lapho ngibhekene nokuphelelwa I contract. ngina necala okumele ngiyobhekana nalo. Cela ungihlaziyela leli phupho.

  • @FikileNkosi-qh9ys
    @FikileNkosi-qh9ys Před 4 měsíci

    Thnk you gogo ❤

  • @sphumeleleaphiwe5403
    @sphumeleleaphiwe5403 Před 9 měsíci

    Ngibingelele sisi mina ngicela ukhuluma ngalento yokuthi wesifazane angangeni eskhathini kuthiwa unemimoya uyakwazi yini ukuthi aphinde athole abantwana?

  • @siphiwekubeka
    @siphiwekubeka Před 9 měsíci

    Mina ngaphupha u anti eshanela kushoni

  • @NomaNhlapho-vv7qd
    @NomaNhlapho-vv7qd Před 7 měsíci

    Waze wasibusiso empilweni yami

  • @sanelezondi730
    @sanelezondi730 Před 9 měsíci

    Cela ukubuza ukuphupha ugeza ngoshukela brown

  • @solomonmlambo4133
    @solomonmlambo4133 Před 9 měsíci

    Hi
    I'm in a house my parents used to own.i wash a yellow cloth and hang it outside on washing line to dry.inside the room there is a plastic bottle with water inside.its like the bottle is in the middle of the room.there is a lady and man outside cleaning the yard and making dust on my yellow cloth and I think that I have to wash it again because of dust.at some point I see a man who looks like a work colleague not feeling well wearing a yellow track suit.i also see myself topless and looking for a t-shirt inside a wall drop and somewhere on my upper body I have a yellow mark

    • @nkosinathipondo9862
      @nkosinathipondo9862 Před 9 měsíci +3

      Don't worry, gogo is going to tell you exactly what it means... I only asked her once in my life about a dream and she was 100 % precise 😇

  • @user-kk5vh1bc3i
    @user-kk5vh1bc3i Před 9 měsíci +1

    Where do we find u gogo

  • @matutumngunidp2323
    @matutumngunidp2323 Před 9 měsíci

    Sawubona Gogo mina ngaphupha ngishanyela Kwa makhululuwami inhlabathi e nyama kushuthini,?

  • @nunanomhle7316
    @nunanomhle7316 Před 9 měsíci

    Ngiphupha ngishanyela endlini endala engingayazi, not at home... kusho ukuthini sis' Hlengiwe?

  • @YonelaNangule-yn7vz
    @YonelaNangule-yn7vz Před 9 měsíci

    Cela ukubuza Uma uphupha ubona intombi enqunu bese uzibone sewulikhotha isitho sangasese mawothuka sele umanzi,kwenziwa yini?

  • @nellymathibela4410
    @nellymathibela4410 Před 9 měsíci

    Hello kusho ukuthini uma uphupha ubusuku nemini ngesi khathi esisodwa?

  • @SmellaHoldings-vc1ex
    @SmellaHoldings-vc1ex Před 9 měsíci

    Ngicela ukubuza Sisi hlengiwe ukty kuchazani ke Uma uzophupha umuntu wakini ophilayo eshanela endlini yakho

  • @sportlandtv1388
    @sportlandtv1388 Před 9 měsíci

    Sanibona MaMbotho, ukuphupha ubutha amaphepha ngaphandle egcekeni kuchazani?

  • @mthokozisinkabinde7528
    @mthokozisinkabinde7528 Před 9 měsíci

    Molo MaMbotho siyabonga.ngizama ukufona kodwa lutho alungeni ucingo lwakho.ingabe usushintsh inumber na?wangisiza kakhulu wangilungisela izinto zami so ngidinga ukukhuluma nawe please

  • @VuyoJita-cd9il
    @VuyoJita-cd9il Před 9 měsíci

    Ngiyabingelela Sis'Hlengiwe,ngicela ama number we WhatsApp,ngidinga usizo lwakho.

  • @buyisanimlaba5407
    @buyisanimlaba5407 Před 9 měsíci

    Siyabonga Sis'uHlengiwe, pho lezinto uzilungisa kanjani? Unayo indlela yokuzilungisa noma abantu abasiza ngeqiniso ukulungisa?

  • @NalaCele-ym6om
    @NalaCele-ym6om Před 9 měsíci

    Me 2 I which I can hv a face to face consultation with you but what a good explanation I full understand njengoba owakithi umndeni ungezwani