Ei cc MaMbhutho ai uyakhuluma gogo syabonga, Mina ngihlala eMatikwe uqinsile impela nangalendawo isikuyo, ukhule nje gogo uloku usicathulisa, syabonga🙏🙏🙏💖💖
Ai maMbotho, kwaze kwaqondana bo yey. Koda ke mina ngila endaweni yaseMpangeni ngemuva nje kwaseSkhawini koda nje ai, ngyabonga mina...🚮😏! UShembe akwandisele ntomb'endala...🙏🏽😌💯
Amen ngicela ukusizakala ungibhekele manje ku Whatsapp wakho since March awungiphenduli ngicela mhlampe enyi ndlela yokukuthola kubi ngisenkingeni kunzima
Thokoza gogo ey wakhuluma indaba ejulile, lama stages owabalayo ngathi uxoxa indaba yami mina nje ngikhule ngithakathwa kusukela ebuncaneni bami umama ethuthele kuyo lendawo esihlala kuyo manje till today, before I even knew or have an understanding yokuthi nginesiphiwo sabantu abadala njalo ngibaphupha , manje isijule kakhulu indaba yami nabo ngoba I can see right through them nabo bayangbona ukuthi angihleki nencane ehlekisayo bangcolile and angizihlanganisi nabo sekunzima nokungibuza ngempilo yami indlela abangishalazela ngayo ngoba bayabona imizamo yabo yeminyaka ayiphumeleli… angisathandi ukuhlala kuleyandawo but ngenxa yesimo ngihleli, umkhuleko nedlozi or izidalwa zami ezingembethe ezingivikelayo kukho konke and ngiyabavuma bangivikelile lababantu engihamba nabo angisoze ngabadela ngiyafisa ukulandelela ubizo lwami ngenze i purpose engayzelayo la emhlabeni ngihlenge nomndeni wami ngoba kuningi kakhulu okwenzeka kulowamndeni, I’m at a point of u enough is enough.
Uba umawakhe akasekho, hamba phela uyofuna usizo vele, sebemkhumbulile ubaba. Akayophumula. Kubuhlungu man ukuthakathwa umzali wakho..😢 As for me I wouldn't think twice, if kusho wona amathongo, I'd do it, kodwa not by my will.
Amen gogo ,ngiphuphe ngithi ngiphuma ngetruck lami elikhulu Kanti kunomngani wami wathi ucela ukuli shayela ngivume bese ngihlala eceleni.siphume nge truck kusho ukuthi lapho siphuma khona indawo iphezulu fanele sehle sibheke ezansi langabe lisavuma ukuma bekufanele sijike sikhuphuke kunezindlela eziphambanayo ngaphambili .ekhuphukayo lewelayo inedwala indlela ebisishesha ngayo sikhethe lendlela eshona ezansi sayijikisa yashona ezansi.ibibucayi leyodlela inamawa emaceleni nezimoto namajika indlela ebihamba ngesivinini ngayo sayilawula ibanga elite elehlelayo yaze yafika phansi .akwenzekanga monakalo kwaphoqa ukuthi ngizoyishiya lapho ngoba kusho ukuthi inenkinga ifuna ukukhandwa.kwase kuqhamuka ubhuti engimaziyo osadlula umhlabeni wathi uzoyigada ingiyishiye.khona ngalowo mzuzu ngibone sekuqhamuka abafwethu bozalo bezongilanda behamba ngemoto ebomvu ngahamba Nabokov sakhuphuka ngedlela lapho besihamba khona nge truck.singakufiki phezulu ngazibona sengehla emotweni yabo ngangena kweyami nayo Kade ibomvu .ngayishayela kodwa ngajika ngathi ngeke ngishiye imi truck lami esigangeni .ngabuyela kulona.bahamba bangishiya bukhuphuka.mina ngabuyela ezansi ngingakafiki ezansi ngaphaphama.
Ei cc MaMbhutho ai uyakhuluma gogo syabonga, Mina ngihlala eMatikwe uqinsile impela nangalendawo isikuyo, ukhule nje gogo uloku usicathulisa, syabonga🙏🙏🙏💖💖
Sbonge maMbotho ngokusicwashisa. Ngiswele ayizinkulungwane. Uyasixhomisa ngempela. Makwande kukhanye. UJEHOVA nezidala zikusibekele❤
Amen inkosi ikubusise inqobe nezitha zakho ozaziyo nongazazi
Kunjalo nje.
Sithengiswa umndeni ezitheni zethu.❤
imvamisa kubanjalo impela
Siyabonga Sisi ,iqiniso kodwa leli okhuluma ngalo.Iphutha engisanda kulenza endaweni engisanda kufika kuyona umama wangibuza amagama ami isibongo ekhaya lam ,amakhaya engisuka kulo .Akuphelanga skhathi akasabingeleli abantwana bathi uma bebingelela akavumi.Hay angisazi
lalela wazama ukukusebenza kwasho ukuthi ugadwe abakini kakhulukazi abangamakhehla amabili angavumi nawe kalula ukubonge lokho
Mina ngbonga ingilosi yami eyasheshe yangikhanyisela ngifika endaweni, ngyazi bayangizama ngoba ngyaboniswa emaphusheni kodwa ngamadlozi wakithi nonkulunkulu abaphumeleli ngoba anginamngani angizuli futhi angivakashelwa ngiphuma makushoniwe ngfike ngsize njengomakhelwa mangqeda ngbuyela kwami. And that life works wonders for.me
kuyasiza ukwenzakanjalo mfwethu ngoba incane into abangena ngayo umuntu kanti sebezogadla
Syabonga cc inamandla le ngoba bayakudoma kuqala
Amen gogo from Eswatini kade ngi funa ukusuka ekhaya ngoba vele siyathakathwa.Uma kube bengingakhuleki ngabe sesafa.
Inkinga kuthi, imphilo indzima siya zama ku aplayela umsebedzi nsuku zonke. Kodwva akulula.siyabona kuthi kumele sihambe kulendawo kodwva asazi kanjani , njengobe umsebedzi
cha angilishiyi ikhaya kodwa bika emsamo ukuthi usaya kwenye indawo la kungazobakhona umuntu owazi ngawe ukuze impilo iye phambili
Siyabonga cc unkulunkulu akubusise kakhulu ukwazi ukuchaza ongathi akakuzwa ngabe uqamba wona amanga
Waze wayichaza impilo yam kuyimanje sengakhetha ukungabi namngane, senginkomo edla eyodwa, baze bathi nginenhliziyo embi, ngyabonga iseluleko❤
kubonga mina leso sikhathi uhleli ungasondeze muntu eduze kwakho sisebenzise kakhulu ukuxhumana nokhokhobakho ubike konke uthandaze futhi kuzolunga uzihlambulule
Siyabonga sisi inkosi ikbusise.
Amen nakhelene nomakhelwane oyinazaretha yini ngyafisa sikhulume lendaba ngelinye ilanga
Sawubona cc ngcela ukubuza kuchazani ukuphupha iLanga lidansa. Amen
kubika imvumelwano phakathi kwezingelosi zakho nomhlaba ukuvumeleka kokuphakama kwesithunywa esinamandla olaka ezitheni zakho ukuthi ungabe usadumala zizokulwela kuzokhanya okuboshiwe kubhubhe izitha ezimise wena kungabibikho umuntu ozokwenza into ethandwa nguye empilweni yakho ukuphakama kwengelosi enjalo ihamba nokudlula kwabathize abaganga bemonele wena masekuyakhanya kube kuhle kuwe ugadiwe ngokunamandla leliphupho livusa ingelosi enjalo egade wena magumbomane omhlaba kuhle lokho
Ngyabonga cc.ukubakhona kwakho.unkulunkulu angigcinele wena .ngyakuthanda cc wami❤
ngyabobonga kakhulu mfwethu unkulunkulu akwandisele okuhle
Thank you sis hey ngiyayibona yonke leyonto empilweni , kodwa ngizokhuleka
Kodwa Smakade. Lapho ngingumuntu ohlalahlale acele ushintshi ongamashumi emathilom angakithi okuhlambuluka. I hope abacabangi ngyobaganga Nkosiyami. Sengogcina ngokucela koShoprite shwele ngeke ngphinde. Ngane zabantu ngaze zidideke zicabange ukuthi yim isgangi 🙏🏼. Siyabonga ukusicobelela gogo. UShembe akubusise.
ukucela ushintshi akufani nomumuntu ozocela ishumi nje hhayi ngoba efuna ushintshi umuntu ofuna umuphe noma aliboleke athi uzolubuyisa
YEYYY maMBOTHO ku rough zonke lezinto okhuluma ngazo ngiyazibona endaweni lapho ngigane khona ziyabuya kodwa ngabakhipha esikhwameni Nalapho ngathenga khona umuzi bavela ngababona kodwa uNKULUNKULU delivered maMASIBONGE
Amen cc sacelabubuza incazelo ngophuphu uleqwa yinkomo and ikuluma...
inkomo ibika isitha sasekhaya ,iphinde ibike ulaka kwabangasekho abanganakiwe mase iletha inkinga ekhaya
Siyabonga cc ngathi ukuluma Nami qobo
akunqobele izitha umdali
Siyabonga cc
Iqiniso lonke. Ngazi kahle. Siyabonga MaMbotho
ngyabonga mfwethu
Syabonga cc ..vele benza njalo.. Umona
yebo kunjalo
My God bless you ..ibuhlungu injalo inyani esiphila phantsi kwayo
kakhulu mfwethu kubi
Siyabonga cc Pho wenzenjani
umthandazo mfwethu 6,9,12,4
Amen Gogo maMbotho, ngicela ukubuza usatholakala yini Ku 076....135 noma mhlambe khona enye indlela osutholakala ngayo, ngoba ngempela ngidinga usizo kwakho maMbotho, amen Gogo ngisalindele,, ❤🙏
ngiyatholakala kodwa ngike ngikhulume nabawu 6 ngosuku efonini masekuba abafike kumina
Inkosi ikubusise❤
Amen cc Hlengi ndicela nmb yakho ndifuna usizo
Syabonga MaMbotho wazewalikhuluma iqiniso baphelile abantu yobuthakathi
kunjalo mfwethu
Manje angisatholi amasimba ekuseni mangivuka esangweni lakwami..sekungamakhandlela abomvu avuthayo
thola amanzi athandazelwe abusisiwe uwafake egcekeni uwambele phansi ngezigubhu ezincane noma zejuice
Thank you very much Hlengiwe may God bless you abundantly ❤
ngyabonga mfwethu
Siyabonga sisi kakhulu inkosi ikukhumbile njalo nami ngiyibona ukuthi umthazo ongisizayo noma kungahambi ngendlela engifisa ngayo kodwa songisi zile ngendlela yokuthandaza ngayo ngifisa ukuku bona manje ngisenzela kude ngibuya kabili onyakeni ngiyafisa ukuhlala nawe
yebo mfwethu uthandaze ,ngicela ukubuza kunodade wenu owadlula kini yini ngoba mangiphendula la kuba khona umuntu wesifazane oba seduze nawe kodwa ovela njengomuntu ongasekho othi ukukhanya ngebala omdala kunawe ugcwele nje emzimbeni akasona isidudla kodwa
@@hxmbotho3458 kumama ngingedwa nakubaba angazi hlambe owaphuphuma ngicela I number yakho nokuthi nalapho ngingafak khona imali ukuze ungibhekele
Yazi sisi ngike ngaba nephupho loku bhubha komhlaba njengoba Kade kuzoba iphasika Lana lide kakhulu ngifisa ukuxoxa nawe ngalo ngoba iyo lalinzima
Kungenzeka hlambe waphuphuma coz mina ngingedwa kumama nakubaba noma hlambe ingane Yami yashona ngabe into 19 kulonyaka
Ngicela I number yakho sisi nalapho ngingafak khona imali ukuze ungibhekele ngiyabonga cc
Amen cc kushoni kushon kuphupha chamu akunafuns kukulums bese lolokuloyako utsi skskuhelp na
ngicela ungichazela kahle ngizokuphendula
And the family also,kodwa abaphumeleli izehluleki,umthandazo qha.😇😇
kunjalo mfwethu umthandazo ungaphezu kwakho konke
Ai maMbotho, kwaze kwaqondana bo yey. Koda ke mina ngila endaweni yaseMpangeni ngemuva nje kwaseSkhawini koda nje ai, ngyabonga mina...🚮😏! UShembe akwandisele ntomb'endala...🙏🏽😌💯
Ameeeni 🙏🏼
nami ngiseMpangeni okwalezi zinsuku mayelana nendaba enjalo ekumele ilungiseke kakhulu kazi esikhawini ngaphandle liyabhubha cabanga ngoba bengithi mangidlula khona ngicelwe abafana abaziphuzelayo nabazihlalele engingabazi ukuthi ngibathandazele bangibuza ukuthi ngiwumthandazi yini ngendlela okunomoya ongahambi kahle ngakhona kodwa kuzolunga
S'yabonga Hlengiwe😮. Iqiniso lodwa olikhulumayo
Sawubona maMbotho,siyabonga kakhulu 🙏🏽
ngyabonga mfwethu 0761433135 kunomntwana womfana engicela ukubuza ngaye kuwe ufone ngolwesibili ntambama
Sawubona mama
Ngizo kwenza njalo, kusasa 🙏🏽
Siyabonga
Thank you sister that's the truth God bless you
Amen
Ngifisa ukuthola inumber yakho cc ngisenkingen
Yooo cc wangihlahluba....umngani😮
I can relate. My father in-law and Mother in-law they have isitwalo and it has separated my marriage with my wife.
😭😭😭Yhoo wamqeda umama umntaka ma wasala ekhuluma kuye ezindlebeni izinto ezimbi mihla yonke. Sikhangela usizo ngapha nangapha kunzima.
ngicela sikhulume ngocingo kodwa ufone ngolwesibili 0761433135
Siyabonga Gogo kwande
Amen
Ijooo! Is so painful wen dad is the one doing all this bad things to us 😢
Syabonga kakhulu❤
ngyabonga mfwethu
Amen ngicela ukusizakala ungibhekele manje ku Whatsapp wakho since March awungiphenduli ngicela mhlampe enyi ndlela yokukuthola kubi ngisenkingeni kunzima
ngicela ukukubhekela ngolwesibili
Thanks sesi 😭 wavela wangi profita 🤞ngiyabonga ❤
kuzolunga mfwethu wakhuliswa ugogo nomkhulu yini kuthi mangiphendula kuvela bona eduze nawe
Ngicela ungibeke emithandazweni,ndikule situation o khuluma ngayo ndiyabonga gogo ngenkuselo yabo
Hi sisi hayi washo entshweni mina ngaba boniswa lo ekunguyena imbangi yami ecasha ngadadwabo ephushweni ngabiue ngazobaboniswa bonke bephelele amantombazane asemzini owodwa kodw ngaghazi ukuthi ngiyilwe njani lempi siyabonga ngolwazi
leyompi iliwa idlozi kodwa yenza nje hamba unikelele abasemzini wakho bonke ubakhiphe esigodini sosizi ubakhanyisele izibani mase ubenzela isithebe sezinkukhu ucele umkhwenyana wakho abenzele mase ucela baninqobele izitha uzobona zizohlehla
Singenza njani ukuphuma kulezizimo ngoba vele sekumoshakele,siphile nezitha zethu zasimoshela konke okuhle ebesinakho 💔💔💔
ngizoyenza ivideo
Yhooo emsebenzini bangiqedile😊
uhlala kuphi nendawo kumele kube khona esizokukhuluma 0761433135 ufone ngolwesibili
Makwande Gogo,
Ngicela ungifounele ngokushesha
Ngiyabonga,
Mandlovu
ngizofona manje
zange ndahlola kuwe kodwa ngevideos nje ndiyakuvuma mntakwethu, phambili nomsebenzi wabadala owenzayo, ndingathetha kuse mna ngokuthakathwa yade yazobayi best friend kodwa ndibonga ilihlo lokubona izinto ezensiwa enfihlakalweni ngoba ndikholelwa ekubeni ebonakeleyo ayisabinamanndla. Amen,
Yeeeyi ngaze ngayithanda kakhulu ke le
Kuchazani ukuphupha uzala uswane kodwa inongane yalo sengathi ibolile
Weeee nam ukhona engihlezi naye lapha akaloyi weeee umfazi wase next door yam uze akasangikhulumisi kodwa akukho esikubangile😂😂😂😂😂
banjalo lezizinto aezimbi afuna zenzeke kuwe azenzeki mase eyadinwa angafuni nokuthi umukhulumise
Silayele silutholaphi usizo izingane zethu Jehovah
ngizokulayela ukuthi wenzanjani ngizokwenza ivideo
O ukhuluma iciniso yoooo.ngikulandela lana ku uchube,kodwa ngingu mthandazi ,ngiya ba bona nàe maphuphrni,mama ngiya bonga
ngyabonga mfwethu
True hayiboo inanda kunzima ngihlala khona booh
kunjalo mfwethu kodwa kuzolunga
Mhhhh wakhuluma into eyenzeka Kim with in a 1 month Nkosi yam😢
Hhawu mina ngifisa nje ngangithi wenza ubukhelwane kanti use funa indlela yokungenabangibekela ngestroke kodwa nganqoba
bayahlupha kakhulu bahlushwa umona
Amen mamumbhotho 🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Thokoza gogo ey wakhuluma indaba ejulile, lama stages owabalayo ngathi uxoxa indaba yami mina nje ngikhule ngithakathwa kusukela ebuncaneni bami umama ethuthele kuyo lendawo esihlala kuyo manje till today, before I even knew or have an understanding yokuthi nginesiphiwo sabantu abadala njalo ngibaphupha , manje isijule kakhulu indaba yami nabo ngoba I can see right through them nabo bayangbona ukuthi angihleki nencane ehlekisayo bangcolile and angizihlanganisi nabo sekunzima nokungibuza ngempilo yami indlela abangishalazela ngayo ngoba bayabona imizamo yabo yeminyaka ayiphumeleli… angisathandi ukuhlala kuleyandawo but ngenxa yesimo ngihleli, umkhuleko nedlozi or izidalwa zami ezingembethe ezingivikelayo kukho konke and ngiyabavuma bangivikelile lababantu engihamba nabo angisoze ngabadela ngiyafisa ukulandelela ubizo lwami ngenze i purpose engayzelayo la emhlabeni ngihlenge nomndeni wami ngoba kuningi kakhulu okwenzeka kulowamndeni, I’m at a point of u enough is enough.
kuhle mfwethu ngoba usubonile futhi usuyazi ukuthi ubhekene nani ngoba kubuhlungu ukulwa nezitha ongacabanga ukuthi zikude kanti cha ziseduze uNkulunkulu nedlozi bayokuvukela njalo nawe ungavumi nawe ungaziyisi esitheni usubonile mfwethu
Siyabonga Ndlondlo injalo nje lento babuza yonke into besebeyacindezela
Ayi shame KwaMashu khona ave bethakatha and ngiyabuqala ubuthakathi obungaka umuntu ube ungamenzanga lutho abenomona nje ngawe amoshe impilo yakho 😭😭😭😭
kunjalo mfwethu uthakathelwa ukuvuka uhleke umona mukhulu kakhulu kodwa kuzolunga sizolenza uhlelo
Yebo sisi u Jehovah uzoba nathi
Eish mft kukho konke abakwenzayo okubi kubantu unkulukulu owaziyo
Waze walikhuluma iqiniso, ay kunzima 😢😢😢
kakhulu kubi impela
Injalo gogo 🙏🙏🙏🙏🙏❤️😍🥰
webhuti Jabulani kunemoto la okukhulunywa ngayo kuwe enombala ongathi igrey kodwa ngizocela ungifonele ngolwesibili sikhulume ngoba kunodaba olwenza isikhala ngaleyomoto
Thank you very much I'm living with such evil people in my area
zonke izitha zakho azishabalale njengamazolo ebonilanga zingene emgodini ongenamkhawulo wena usimame ukhanye phezu kwabo ubuse phezukwazo izitha zakho
That's true ma'am ❤️
ngyabonga mfwethu
Syabonga kakhulu ngeze luleko ezinhle , MaMbotho. Makwande Gogo!🙏👏🏾👏🏾👏🏾
ngyabonga mfwethu
Cc unjan syabonga ngokuzfundisa. Ngsacelu kbuza ukuth makubabokzalayo umisa kanjan 😢 ngoba sekwaze kwafikumawakhe wathi ngizcuphe mina kzofa ubaba. But ngyasaba ngoba uyangzala
Uba umawakhe akasekho, hamba phela uyofuna usizo vele, sebemkhumbulile ubaba. Akayophumula. Kubuhlungu man ukuthakathwa umzali wakho..😢 As for me I wouldn't think twice, if kusho wona amathongo, I'd do it, kodwa not by my will.
@@User06709 usaphila ubaba,,, ithongo selize langkhombisa nokuthi ngimcuphe kanjan
lalela ngizokwenzela ivideo echazayo konke lokhu ukuthi uma kuwumndeni ogangayo wenzanjani
@@hxmbotho3458 singajabula maMbotho uma ungasenzela
Njn gogo bengicela ukubuza kuchazani ukuphupha usesikoleni ufunda after lapho nigcina seninquma inkukhu ezimhloph e liyangihlupha leli phupho
isikole siyisigodlo sabantu bakini lapho bekukhombisa ukuthi indlela owenza ngayo izinto iyakhulu noma awuqhubekeli phambili kodwa leli elakho likhomba ukuthi abantu bakini bathi ubofunda phela ukuthi umuntu kuyabakhona akwenzayo okuyizithebe noma ezenkukhu ukuze bezokupha noma bakwenzele okufisayo nawe shukuthi bathi bayakucela okuyizinkukhu ezizokhanyisa kubona kuze kukhanye nakuwe
Uqinisile impela mawungasiye umuntu oqaphelayo uphamama eseqedile .
Ngiphuphe ngisemfuleni kunengane encane khona ingango 8 years yase ithi ingane akufanele ngibe lana kuze kushaye u4 ngo ngoba umnini wendawo usuke eseza kwavele kwaqhamuka inyoka ehlaza ihamba emoyeni okunguyena umnini wamanzi.
Akwande mambotho 🙏🙏🙏
ngyabonga mfwethu
Tyhoòooo nkosi cc makhulu
Bendicela ubuza ukuba xa uphupha ipartner yakho inxibe izivatho eziblue kubekhona umntu ngumama ochophe phambi kwethu omjenge Kabi kungathi ngowakkowabo kodwa wonyanyile
Bona bazokuthola shame yiqiniso lelo
❤
Eyi ungasayiphathi emzinyathi kwantabende siphelile nkos'yami...inqubekela phambili ayikho izikole kanye nemsebenzi ayihlangani ...kunalokho intsha iphuza uwaya waya😢💔
kunjalo mfwethu kodwa sibonga abantu abangasekho ukuveza lendaba ngoba bebona imizi yabo ichitheka ngoba makubhubha intsha ifile leyomizi ikhona indlela esizohlela ngayo ukulwa lempi ngizokwazisa ngoba akusiyo impi yamanje le kodwa nginethemba lokuthi kuzolweka
Siyabonga dadewethu ngemfundiso zakho ezakhayo ..uqhubeke njalo usincelise ulwazi ...ngikufisela konke okuhle empilweni ...ungadikibali ukusidlulisela imiyalezo yakho ephilisayo ..kwande🤝🏾
UThixo esenathi sizogcina ngokunqoba
Nkosi yam sisi Hlengiwe kunjalo ekhaya, singabantwana abayi 4 kumama wam , abafana bathathu kube ndim kuphela intombazana kodwa mnye kuphela osebenzayo ngulo welama mina.Ndifundile kodwa ubomi bumile ngize ndabaneminyaka eyi 51this year zange ndasebenza,obrother bam abayi 2 basela utywala kakhulu,ubom bunzima kakhulu yhuu since 1999 ndifuna umsebenzi andiwufumani ngicela uncedo
Yooo wakhuluma into evela yangikhalisa sisi
Ntokozo ungakhali kodwa ilwa nabo ngomthandazo 0761433135 ungifonele ngolwesibili
Amen
Ameen
namanje usaqhubeka nongekuselapha emoyeni nezeluleko nje ngibonga angiphezi
ngyabonga kakhulu
Sawubona sisi. Kushoni ukuphupha umuntu omazi aphathekile noma umazi agula uphupha adla igazi.
uma edla igazi lokho kubika ukuthi anakho aziphilisa ngakho kuqhamuka ngezinyembezi zabathize abasebuhlungwini ngenxa yakhe ukuze aphumelele,uma egula ebe engaguli kubika ukuthi uzogula lokhu okungamdlulisa emhlabeni ngenxa yesililo sabathize .leliphupho liqonde ukuthi uzoguliswa izinyembezi zabakhalayo ngaye
@@hxmbotho3458
Ngiyabonga impendule sisi🙏🙏🙏
Molo gogo ndimtsha apha kwaye ngiyabonga ngokusixwayisa
ngyabonga mfwethu inkosi ukubusise
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10;1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
We love you with family i will come to you 💗ngizobona
yebo ngyabonga
M in that current situation right now
Ngaze ngakudinga emphilweni yami 😢
ngicela sikhulume ngolwesibili 0761433135
Kunjalo❤❤❤
impela nganeyakwethu
Ngyabonga mambotho,yazi ngathi ubona eyami impilo
ngyabonga mfwethu ungayeki ukuthandaza
Thokoza gogo kutsho ukuthini ukuphupha ndihamba nomntwana edolobheni mandimjonga emva Kwame akhukho ndimkhangele andamthola
bazama ukuthi niphambane ngemibono angakumameli okushoyo kodwa isela lelo abalenzayo
Amen 😒🙏
Waze walikhuluma iqiniso sisi wabantu.
ngyabonga mfwethu
Imina lowo nkosi
kuzolunga mfwethu
🙏🏽🙏🏽🙏🏽
ngyabonga
Waze wangvula amehlo shame
ngyabonga mfwethu
Yangathi uthetha nam sisi Hlengiwe kunjalo apha kum ngoku
ngizokwenza ivideo ukuthi senzanjani makunje
Awenze phela u WhatsApp sisi 🗣
ukhona kodwa abaphenduleki bonke abantu baningi
🙏🏾
ngyabonga
Bajabuliswa ukubona abanye abantu behlupheka
kunjalo nje mfwethu iyonanto abaphilangayo leyo
Sisi ndicelubuza mawuphupha imali esiliva ikwiqanda elaphukile