Ukuphupha indlu iwa phansi yonke phansi

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 31. 01. 2024

Komentáře • 62

  • @thabaningongoma6489
    @thabaningongoma6489 Před 5 měsíci +3

    Amen ngiyabonga Mina inkosi ikwandisele iphinde iku busise ngaphezulu koyikhona manje Amen cc hlengiwe

  • @thandazileshange2282
    @thandazileshange2282 Před 5 měsíci

    Amen Gogo siyabonga ngicela ukubuza ngiphupha udadewethu ozalwa udadewakubokamama engishuda ngefoni isthombe sakhona kunendlu egegebukile ngimi phambi kwayo ngabe kushoni

  • @dawnmadonsela5877
    @dawnmadonsela5877 Před 5 měsíci +2

    Asbonge maMbotho ngezincazelo. You are truly a blessing. Bengicela ukuphuma kancane esihlokweni sakho. Ukuphupha izimpangela iqhude nesikhukhukazi. Uthi uyadlula emgwaqweni bese iqhude liyakuvimba ukuthi ungadluli. Uthi ulanda abomakhelwana nabo bahluleke. Uze ugcine ushintshe umzila. Ngiyabonga usazophendula. Makwande kukhanye ❤

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 5 měsíci +1

      ngane yakwethu lokhu kuvezela wena ngokusobala ukuthi yonke into oyoyizama empilweni indlela yakho idlula ekwenzelweni umndiki nomndawe ukuthi ulungiswe ngoba iyona into le ebuye ibuyisele emuva noma iphazamise inqubekela phambili kuwe njengoba uthi bezikuvimba kushokona impela ukuthi lento ingavimba yonke into noma ngabe incane kangaka nani into oyizamayo kodwa ingagcina ihliphizeka ngoba kudingeka ukulashwa komndiki nomndawe uyaphazamisa kakhuluke kwimpumelelo osuke uyidinga njengoba uthi ubize nomakhelwane bangakwazi ukukusiza impela kunjalo ngeke nabantu bekusize kalula uma ungadlulile kulento iyona eyisidingo kuqala kuwe okumele osilungisile

    • @dawnmadonsela5877
      @dawnmadonsela5877 Před 5 měsíci

      Sbonge maMbotho ngencazelo. Ngizokwenzenjalo nkosazana ngilungise umdiki nomndawe. UNkulunkulu akwandisele ngokungapheliyo kuze kube phakade. Amen❤

    • @SmagalisoMhlanga
      @SmagalisoMhlanga Před 2 měsíci

      Asbonge gogo usuvula amehlo kakhulu kengibuza lapha ukuphupha umuntu ephakathi kwendlu emakhaya kodwa ingafulelwa kungabe kusitshoni Thokoza Gogo

  • @TalentNhongo
    @TalentNhongo Před měsícem

    Siyabonga mina ngiphuphe next door ugogo wakhona endiliza indlu yakhe

  • @fisanifisani
    @fisanifisani Před 13 dny

    Siyabonga maMbutho, mina ngiphupha indlu e empty. Futhi akungeneki kuyo ngoba ikhiyiwe kungathi abanikazi bayo bathuthile. But inamba yalendlu icorresponda neminyaka yami.

  • @user-op1fw2pr5w
    @user-op1fw2pr5w Před 3 měsíci

    Ameni cc umayakhiwa indlu

  • @zanoxolontamo1052
    @zanoxolontamo1052 Před 4 měsíci

    Asbonge maMbotho 🙏🙏🙏🙏🏼

  • @nenekaziifaithnyamane2445
    @nenekaziifaithnyamane2445 Před 5 měsíci +1

    Siyabonga Mbotho ukusipha lwazi ,ngabe kushoni ukuphupha umuntu wemame agcunu ngaphasi kuphela eme phambi kwabantu abanengi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 5 měsíci

      Kubiak ukuthi kungenzeka azifake ehlazweni ahlambalazeke mase nabantu bayazi ngehlazo lakhe

  • @NomfunekoMntonga
    @NomfunekoMntonga Před měsícem

    Enkosi gogo ucacisa kakuhle kakhulu siyambonga uNkulunkulu ngosipha umntu ofana nawe❤. Sacela gogo ucacise ngokuthwetyukwa komuntu. uthathwa njani umuntu ube uhleli naye💔😭

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před 5 měsíci +1

    Makwande nkosazana enhle. Syabonga kakhulu!🙏🙏🙏

  • @mazulu6786
    @mazulu6786 Před 5 měsíci +1

    Amen gogo kuchani ukuphupha uhlala emkhukhwini sometimes onamanzi andiyazi le ndawo lindiphatha kabi eli phupho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 5 měsíci

      bakukhombisa ukuthi lelikhaya ohlala kulo kunezimfihlo zezinhlambuluko ezingenziwe kodwa kumele engabe ziyenzeka kungagagcina sezakha imikhuhlane yokudlula kwamalunga athize ekhaya elandwa ukuyokhuluma indaba eyimfihlo eyenziwa abathize bomndeni ngokulula nje uhleli ekhaya elinento eyenziwa abangamalunga omndeni kodwa idlozi alihambisani nayo ngoba ymbi ingagcina leyonto idala isifo

  • @nomalangantsele1384
    @nomalangantsele1384 Před 5 měsíci +1

    Ngiyabonga kakhulu uyazi wena. uyingane kodwa uyangithukusa ngane yami ngiyakuthanda Mbhotho usingivule amehlo kakhulu inkosi mayikubusise❤

  • @ntombenhlenhlabathi5691
    @ntombenhlenhlabathi5691 Před 5 měsíci +1

    Sawubona sis Hlengiwe.
    Ukuphuphu umuntu Akha Foundation yendlu ayedwa kusho ukhthini
    🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 5 měsíci

      kubika ukuthi kunento ayenzayo nona kunendlela ake akhulume ngayo edala ukuthi kuvuleke igodi indlela amisa ngayo izinto zimumbela igodi

    • @ntombenhlenhlabathi5691
      @ntombenhlenhlabathi5691 Před 5 měsíci

      Ngiyabonga sis Hlengiwe

  • @makirams
    @makirams Před 4 měsíci

    Sawbona mambotho syabonga ngencazelo zakho sesifunde lukhulu ,sengathi umdali angakubusisa kufezeke konke okufisayo

  • @sandilekhuzwayo2583
    @sandilekhuzwayo2583 Před 5 měsíci +2

    Umuhle kodwa maMbotho ❤

  • @Aulefamily
    @Aulefamily Před 5 měsíci +3

    Sicela niwabheke aphele ama adverts bese nicofa kuwona ukuze usisi aqhuebekele phambili.

  • @AyandaButhelezi-bz8sb
    @AyandaButhelezi-bz8sb Před 3 měsíci

    Mina niphuphe kunezulu elib kunomoya ngisendlin endala yakith okwaku ekakhokho ibhodloka iwela Kimi ngikuyo😢😢

  • @user-ts9nb5xv1k
    @user-ts9nb5xv1k Před 4 měsíci

    Unjani sisi ngiphuphe I ex Yami ifake izigubo ezidabukile zigcolile ikhala Ibiza ukuthi umuntu osebenzayo Lona onje umuntu osebenzayo Lona ofake izigubo ezidabukile ezigcolile

  • @lindiwengubo8872
    @lindiwengubo8872 Před 5 měsíci +1

    Siyabonga cc ngolwazi

  • @nonsikelelodumisile6842
    @nonsikelelodumisile6842 Před 4 měsíci

    Thokokoza gogo, bengicel ukbuza kuchazani uma mngan wam ephupha ngathi siyeskolen siyibhala bese khona lapho mina ngibonakale njengomunt ongathi akekho right mengibuza ngithi umawami akaphilanga bese eyengikhapha siyekhaya uma silokhu sihamba sificwe imvula enkulu size sivaleleke ukuwela endaweni ebeyisihosha kodwa sigcwele amanzi ngenxa yokuna kwalemvula, besekhona lapho kuvele mamaid khulume nath ithi kuze sikwaz ukudlula la nokuth isimo esihamba ngaso sinqobeke asinikele nd thina ngaleso skhathi asiphethe ngisho imali yokunikela.

  • @priscillamamabolo3368

    Ukphupha indlu iyakhiwa koshoni gogo le ungayazi

  • @thusi-bl1et
    @thusi-bl1et Před 5 měsíci +2

    SIYABONGA SISI UNKULUNKULU AKULONDE NGENDLELA OSICHAZELA NGAYO ICACE BHA

  • @mzwakhemsimango4459
    @mzwakhemsimango4459 Před 5 měsíci +1

    Sawubona MaMbotho siyabonga nje kakhulu ngokusikhombisa indlela. Mina ngiphuphe indlu yasekhaya yakudala (rondo) esesayi renovator kodwa ikulesiya simo sakudala isha uphahla eceleni idilikile. Ngase ngizibona sengiyiqala phansi ngibumba izitini ngiyakha futhi.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 5 měsíci

      ake ngikuchazele kanje mfwethu kumele ukhumbule ukuthi kwakwe kabani leyondlu kuqala ngoba ngisho kanje ukuyilungisa kwenu kuhle kodwa inombango ovusa ulaka kulaba abangasekho umlilo usho ulaka ukudilika uphahla kusho ukusebenzeliseka emumva kubumba udaka isifo esikhulumekayo sikhuzeke ukubumba izitini zasimende izithukuthuku namandla lawo ukuthi kunjani ke la uyachazelwa ukuthi nizosebenzela phansi amandla enu aphelele phansi kuvuke nolaka phezu kwenu uma ningayiqondisisi indaba yaleyondlu ukuthi njengoba isivusiwe konje ekabani empeleni kungenzeka ukuthi nivuse indlu yomuntu omncane kwasala ongaphambi kwakhe obekade walindela ukwakhelwa naye kodwa mina ngizokuchazela kanje kumele kube khona indlu ehambisana nayo leyo kodwa encane kunaleyo esingaze sithi eyokhokh benu ngoba leyo ayibavezi bephakhathi kanti neyabo yayikhona kodwa akukhulunywa lutho ngayo zama ukthembisa ukuthi niyoyivusa nayo noma ingekho emagcekeni amaningi kodwa iyona into le eyenzakalayo kuvuke isikhwele sezindlu emndenini wenu kwabangasekho ngoba bebona ukuthi niyakwazi ukuvusa izindlu zabanye kodwa le abayilindele ayikho yona ,lento ke iba inkinga kakhulu ngoba mabelwa ngezindlu ubukwazi ukuthi ezulwini lomndeni isuke ingkho kodwa idingakala kakhulu okusemhlabeni nasezulwini kukhona zamani k ngane zakwethu kungakabi kubi bo

    • @mzwakhemsimango4459
      @mzwakhemsimango4459 Před 5 měsíci

      @@hxmbotho3458 cha icacile nkosazana ngiyabonga kakhulu ngizokwenza njalo ngoba sekwasala mina ngedwa ekhaya 🙏🏾

  • @bongiweluthuli3897
    @bongiweluthuli3897 Před 5 měsíci

    Men gogo MA u phupha indlu ohlala kuyo in ama iconci e roofing uzama ukulungisa u asbestos Kusho ukuthin

  • @DecemberButhelezi
    @DecemberButhelezi Před 5 měsíci +2

    Mama ngiyabuza kusho ukuthini Uma uphupha ushawa izingane ngamatshe izingane ezisencane ngminyaka 7years use usuyabaleka kepha khona laptop kuvele izinja best zihambanawe zikukhusele

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 5 měsíci

      bakubikela okuthathu ngezingane okokuqala bathi kuwe inkinga zokuthakathwa oba nazo zidalwa abantwana abaphuphumayoziphinde zivale inhlanhla ziphinde ziziphendule izilwanyana ezimelene nokuhle okuza kuwe ngaleyo ndlela okuningi okwenzeka kuwe kungavulelwa abantwana abanganakiwe abaphuphuna noma abadlulayo kodwa abantu abaze bakhuze bavike abayidlozi elingavumeli ukuthi ugangeke kodwa nje ukuze ugadeke kahle lungisa indaba yezingane khona kuyophela ukuvika okubi okuza kuwe ngoba kulwa abantwana abakudinelwe

  • @arthurdejager1775
    @arthurdejager1775 Před 5 měsíci

    Thanks for all th video. I dreamt I was wearing someone else's shoes 👞. And some gave me a white goat/ boer bok, and it was crying in my hands

  • @zingisile4452
    @zingisile4452 Před dnem

    Gogo ngiphuphe indlu yami suswe roof yonke ekhaya plus nama window efile kuchazanai

  • @bhekiziqubu2343
    @bhekiziqubu2343 Před 5 měsíci +1

    🎉 💥🙏🙏

  • @user-mx8kv8yt4o
    @user-mx8kv8yt4o Před 5 měsíci +1

    Waze waykhuluma into eyenzeka ekhaya kithi and zonke lezinto ozishoyo bengiziphupha😢😢😢😢😢

  • @buyisanimlaba5407
    @buyisanimlaba5407 Před 2 měsíci

    Sawubona sis'uHlengiwe ngicela ukubuza mawuphupha indlu entsha nje enkulu iphihlike ama fastela noma amawindi kona kuchazani? Ngizobonga ngempendulo...

  • @nosiphobuthelezi4091
    @nosiphobuthelezi4091 Před 5 měsíci +1

    Wasiz gogo umxhaso omush ubusaphel saphuph uwa saxakek nje 😢

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 5 měsíci

      ukwakhiwa kwendlu entsha sha ephusheni kubika isifo kodwa mayiwa kubika ukuchithwa kwesifo ebesesizokwanela othize emndenini wakho

    • @user-pg8ub3pg7j
      @user-pg8ub3pg7j Před 5 měsíci

      Ngicela kubuza mawuphupha endala isha

  • @mlondisnicker6869
    @mlondisnicker6869 Před 4 měsíci

    Sawubona mambotho ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha uqimbile ngaphezulu ungasiqokile isikibha 👕 ngiqoke ibhluke kuphela.?

  • @user-it7kx2ko3h
    @user-it7kx2ko3h Před 3 měsíci

    Ukuphupha inyosi zigcwele endlin ngaphantsi Lo mbhede kusho uthini?

  • @mlondisnicker6869
    @mlondisnicker6869 Před 5 měsíci +1

    Sawubona mambotho ngithembe ukuthi uyaphila bengicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha indlu yababa wami langihlala khona manje 4 room kuhlale kuphephuka i roof sekukaningi angazi ukuthi kushoni.?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 5 měsíci

      kubika ukuvuleleka kokugangeka nokuhlazeka kubantu abathize nokwazi yonke impilo yakho ngekhaya lakho ngesimo sabantu abangasekho befuna wazi ukuthi ubani okumele umsondeze nokumnaka ngokuyiqiniso phezu kwakho kodwa kubika into ethi nje ngokulula kuzovela obala ngawe nangesimo sekhaya lakho kukhulumeke okuthize ngawe okumele ukuqonde kahlehle ngesimo sokuphila kwakho ngokuqondile nokuvikeleka nokugangeka endleni yakho ehlanganisise lelo khaya nawe into enjalo ke isuke iqonde kuwe ngqo ukuthi zama ukuvala izikhala ezingase zibe ukuhlazeka okungavuleleka ngezindlela ezahlukene

  • @nosiphobuthelezi4091
    @nosiphobuthelezi4091 Před 5 měsíci +1

    Bengith isifo ngyabonga gogo

  • @unitedcolorsofafrica2027
    @unitedcolorsofafrica2027 Před 4 měsíci

    Sis Hlengiwe, pls can you put up your number bandla, nginesifiso soku fona bandla. I've been following you for a long time, kodwa nginamaphupho engidinga usizo ngawo. 🙏

  • @mlondisnicker6869
    @mlondisnicker6869 Před 5 měsíci +1

    Sawubona mambotho ngithembe ukuthi uyaphila bengicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha indlu yababa wami langihlala khona manje 4 room kuhlale kuphephuka i roof sekukaningi angazi ukuthi kushoni.?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 5 měsíci

      libhasobhe kahle ikhaya lingabi sehlazweni ukhona ngoba lingavulela izinto eziningi ezingahlambalaza wena