Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Ukuphupha usetulu edlini iphephuka
Sithi phambile tata ngomsebenzi wakho owenzayo mhle futhi uyiqiniso👏👏👏👏👏👏
thank you so much my brother
Siyabonga 🙏
You're welcome, VeronaINkosi ikulethele okuhle nokumhlophe.
Ngiyabonga baba ❤
You're welcome,INkosi ikulonde njalo.
Syabonnga mongameli wethu❤
Molo pastor ndilapha Strand celubuza Xa uphuphe kukutshwa umhlanba endlini womntu oselekelwe ngomyeni yena ukhupha Lo mhlaba thetha ntoni elophupha
@pastor weningi ukuthula makube nawe ngicela kubuza ngabe kusho kuthini kuphupha uvulela impompi yamanzi kuphuma amanzi ahlanzekile aqcwala ikomishi
Pastor Omuhle unjani? ngicela ukubuza Lana ngabe kusho ukuthini ukuphupha usuthi kakhulu?Ngibonge usazophendula,
1. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu oluhle uma usuthi; lusho inhlakahle nokuthi uzofumana umusa wokunethezeka nokuphila ngokwanelisekaAmaHubo 22:26 Abamnene bayakudla, basuthe; abafuna uJehova bayakumdumisa; inhliziyo yenu mayiphile kuze kube phakade.2. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu oluhle uma usuthi; lusho ukuphila ngezwi nokwaneliseka ngezimiso nenkambo kaNkulunkulu.UHezekeli 3:3 Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, sidlise isisu sakho, ugcwalise izibilini zakho ngalo mqulu engikunika wona.” Ngase ngiwudla, wawumnandi emlonyeni wami njengezinyosi.3. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi kwesinye isikhathi uma usuthi; lusho isikhathi sokuswela nokunganeliseki esizofika uma kungukuthi unemali futhi uphumelele.4. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi uma usuthi ngokweqile; lusho ukuthi ungabi ugombela kwesakho futhi ungazitiki ngento ngokweqile noma ngabe imnandi.IzAga 25:27 Ukudla izinyosi eziningi akukuhle, nokuzifunela udumo kakusilo udumo.5. Futhi *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi uma usuthi ngokweqile; lusho ukuthi ungase uzifake enkingeni yokulahlekelwa okukhona ngenxa yokungeneliswa onakho.IzAga 25:16 Uma uthole izinyosi, yidla okwanele wena, funa udinwe, ubuye uhlanze.6. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi uma uzitika ngokudla ngokweqile; lusho ukuthi unelisa uphinde unake kakhulu izinkanuko zenyama kunoNkulunkulu.KwabaseFilipi 3:19 abakuphela kwabo ngukubhujiswa, abankulunkulu wabo yisisu, nodumo lwabo lusehlazweni labo, abangabanaka okomhlaba.7. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu oluhle uma ulambile; lusho ukuthi uzokuba nekusasa elihle neliqhakazile ngenxa yokuthi uthembekile, uthobekile futhi umnene.8. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu oluhle uma ulambile; lusho ukuthi ulangazelela okukhulu futhi unekhono nethuba lokuzuza impumelelo empilweni yakho.9. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu oluhle uma ulambile; lusho ukuthi unokuqaphela uma usebenzisa imali futhi ungahle wenze imali eningi ezokwanelisa esikhathini esizayo.10. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi kwesinye isikhathi uma ulambile; lusho isikhathi esibi sokuswela, nokuntula imali, amathuba angcono, nezinsiza ezifanele zokuphila esizofika kuwe kungekudala.UMika 6:14 Lapho udlayo, awuyikusutha, kube khona ukulamba phakathi kwakho; uyakususa, ungakhululi kodwa, nokukhululayo ngiyakukukhaphela enkembeni.11. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi uma ulambile uma kungukuthi ushadile; lusho ukuthi ungase ubhekane nezinkinga eziningi nobunzima ngenxa yezinkanuko ikakhulukazi emshadweni wakho.AmaHubo 78:18 Bamlinga uNkulunkulu enhliziyweni yabo ngokucela ukudla abakufisayo.
Ukuphupha usetulu edlini iphephuka
Sithi phambile tata ngomsebenzi wakho owenzayo mhle futhi uyiqiniso👏👏👏👏👏👏
thank you so much my brother
Siyabonga 🙏
You're welcome, Verona
INkosi ikulethele okuhle nokumhlophe.
Ngiyabonga baba ❤
You're welcome,
INkosi ikulonde njalo.
Syabonnga mongameli wethu❤
Molo pastor ndilapha Strand celubuza Xa uphuphe kukutshwa umhlanba endlini womntu oselekelwe ngomyeni yena ukhupha Lo mhlaba thetha ntoni elophupha
@pastor weningi ukuthula makube nawe ngicela kubuza ngabe kusho kuthini kuphupha uvulela impompi yamanzi kuphuma amanzi ahlanzekile aqcwala ikomishi
Pastor Omuhle unjani? ngicela ukubuza Lana ngabe kusho ukuthini ukuphupha usuthi kakhulu?
Ngibonge usazophendula,
1. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu oluhle uma usuthi; lusho inhlakahle nokuthi uzofumana umusa wokunethezeka nokuphila ngokwaneliseka
AmaHubo 22:26 Abamnene bayakudla, basuthe; abafuna uJehova bayakumdumisa; inhliziyo yenu mayiphile kuze kube phakade.
2. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu oluhle uma usuthi; lusho ukuphila ngezwi nokwaneliseka ngezimiso nenkambo kaNkulunkulu.
UHezekeli 3:3 Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, sidlise isisu sakho, ugcwalise izibilini zakho ngalo mqulu engikunika wona.” Ngase ngiwudla, wawumnandi emlonyeni wami njengezinyosi.
3. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi kwesinye isikhathi uma usuthi; lusho isikhathi sokuswela nokunganeliseki esizofika uma kungukuthi unemali futhi uphumelele.
4. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi uma usuthi ngokweqile; lusho ukuthi ungabi ugombela kwesakho futhi ungazitiki ngento ngokweqile noma ngabe imnandi.
IzAga 25:27 Ukudla izinyosi eziningi akukuhle, nokuzifunela udumo kakusilo udumo.
5. Futhi *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi uma usuthi ngokweqile; lusho ukuthi ungase uzifake enkingeni yokulahlekelwa okukhona ngenxa yokungeneliswa onakho.
IzAga 25:16 Uma uthole izinyosi, yidla okwanele wena, funa udinwe, ubuye uhlanze.
6. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi uma uzitika ngokudla ngokweqile; lusho ukuthi unelisa uphinde unake kakhulu izinkanuko zenyama kunoNkulunkulu.
KwabaseFilipi 3:19 abakuphela kwabo ngukubhujiswa, abankulunkulu wabo yisisu, nodumo lwabo lusehlazweni labo, abangabanaka okomhlaba.
7. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu oluhle uma ulambile; lusho ukuthi uzokuba nekusasa elihle neliqhakazile ngenxa yokuthi uthembekile, uthobekile futhi umnene.
8. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu oluhle uma ulambile; lusho ukuthi ulangazelela okukhulu futhi unekhono nethuba lokuzuza impumelelo empilweni yakho.
9. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu oluhle uma ulambile; lusho ukuthi unokuqaphela uma usebenzisa imali futhi ungahle wenze imali eningi ezokwanelisa esikhathini esizayo.
10. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi kwesinye isikhathi uma ulambile; lusho isikhathi esibi sokuswela, nokuntula imali, amathuba angcono, nezinsiza ezifanele zokuphila esizofika kuwe kungekudala.
UMika 6:14 Lapho udlayo, awuyikusutha, kube khona ukulamba phakathi kwakho; uyakususa, ungakhululi kodwa, nokukhululayo ngiyakukukhaphela enkembeni.
11. *Uma uphupha ukudla;* wuphawu olubi uma ulambile uma kungukuthi ushadile; lusho ukuthi ungase ubhekane nezinkinga eziningi nobunzima ngenxa yezinkanuko ikakhulukazi emshadweni wakho.
AmaHubo 78:18 Bamlinga uNkulunkulu enhliziyweni yabo ngokucela ukudla abakufisayo.