Ukuphupha Indlu(house) 0747058365

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 22. 03. 2022

Komentáře • 43

  • @saltmoon995
    @saltmoon995 Před rokem +1

    Thokoza Gogo ngiphuphe indlu emapakathi nolwandle imhlophe ingenawo amawindi nezivalo kumnyama ngaphakathi kwathi sekuhhwalele ngahlaselwa ispoki ngasxosha sahamba kusenjalo besekukhona umngani wami oyisthunzi esimhlophe sahlala wangihlalisa kulomuzi ngingazi ngizophuma kanjani ngibhukude kulolulwandle oluzungeze lomuzi ludungile

  • @NhlakahhZwiderr
    @NhlakahhZwiderr Před 5 měsíci

    Thokoza gogo kuchazan ukuphuph indlu kathayel enezimpahl phakathi enhle❤❤

  • @user-kl5rz9by9w
    @user-kl5rz9by9w Před 9 měsíci

    Thokoza gogo kutshoni ukuphupha unganqunu but abanye abantu bengaku boni ukuthi awugqokanga

  • @paulashipalana6033
    @paulashipalana6033 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo ukuphupha izindlu ezi different zrkhiwa ziba zinkulu.. Kacazani🙏🙏🙏

  • @unathimhlaba6339
    @unathimhlaba6339 Před 2 lety

    Thokoza gogo👏 mna ngiphuphe ndihleli emkhukhwini kucleane ngaphakathi kubekho lomama zama ungena encokola apha ngathi hlala notata wabantwana bam..., kwanile igca inde so sizama ukucheba sibone inyoka emnyama akhumbuli noba siye sayibetha or becela buza litsho kuthini eliphupha

  • @user-xw1gy9ln7u
    @user-xw1gy9ln7u Před rokem

    Thokoza gogo. Ngicela ukbuza kusho ukuthini ukuphupha usisi ongasekho edlala intambo umagalophe. Ngiyabonga

  • @ayaya123451
    @ayaya123451 Před rokem

    Gogo mna ndiphuphe ndingena endlini enoMgqhuba, iikamera zoonke zingathi zihlala iimbuzi, kwabe kukho oooMama abaniinzi besehla besenyuka

  • @annachisenzi8776
    @annachisenzi8776 Před rokem

    Thokoza gogo ,mina ngiphuphe ngisendlini endala eyodaka ifulelwe ngotshani kodwa yawela phezulu kwami ngaphuma ngingalimalanga kungaba kutshoni

  • @maviskhuzwayo4852
    @maviskhuzwayo4852 Před 2 lety

    Thokoza Gogo ngabe kusho kuthini uma njalo uphupha emenxhiweni kodwa nathutha kudala lapho 👏👏👏

    • @dlozilakithi1436
      @dlozilakithi1436  Před 2 lety

      Iphupho elibalulekile lelo. I interpret amaphupho nge R50 oyifaka ku account before. Ngihlola nge R165. Thokoza

  • @ZodwaTsotetsi-uf6xr
    @ZodwaTsotetsi-uf6xr Před měsícem

    Ukuphupha usegwaqeni kuqamuke ibus ngilimise lime athi umushayeli ligcwele lingishiye lapho

  • @poppymthabela831
    @poppymthabela831 Před rokem

    Thokoza gogo mina ngiphuphe ngiphahleka indlu ngodaka kodwa beyinezi hlala ezuluhlaza ngivala lazohlahla beyiqeda ukwakhiwa ngiyacela ungiphendule gogo siyathokoza emakhisini

  • @zanelegcina7868
    @zanelegcina7868 Před rokem

    Thokoza gogo ukuphupha umama wakho osashona esinda ekhishini karawondi kungabe kuchazani😮

  • @nomsahlophe5890
    @nomsahlophe5890 Před 7 měsíci

    Thokoza Gogo ngicela ukubuza kushoni ukuphupha ufake izinyo legolide?

  • @duduzikhali313
    @duduzikhali313 Před rokem

    Thokoza gogo kushukuthini ukuphupha indlu yangaphezulu ifulelwa ngokushesha

  • @AMOYANDY4995
    @AMOYANDY4995 Před 2 lety

    Thokoza gogo, ukuphupha u round omhlophe ongaqedile endawen eyamakhaya, wakhiwe kodwa uphahla alukho. Bengzothenga indawo ngokwephupho kodwa ngigcine ngikhetha indawo ebisecele enhle futh eqondile enkulu.

  • @phindilemakhaza5520
    @phindilemakhaza5520 Před 10 měsíci

    Thokoza mina ngiphuphe isthabasthaba somuzi ayibo ..ino pools abawu 4 ay angiyaz leyanto

  • @jabulilezwane1075
    @jabulilezwane1075 Před 6 měsíci

    Thokoza gogo ukuphupha udongo nokuphupha uhleli phezulu endlini yontshani nalotshani busha nje buhle kusho ukuthini pls

  • @sindisiwegasa8302
    @sindisiwegasa8302 Před 7 měsíci

    Ukuphupha ibhilidi

  • @sindisiwegasa8302
    @sindisiwegasa8302 Před 7 měsíci

    Thokoza gogo, kusho ukuthini ukuphupha ibhilidi

  • @fezekasinikiwe9505
    @fezekasinikiwe9505 Před 6 měsíci

    Uma uphupha indlu idilika Ecole elilodwa kusho ukuthin 😢

  • @zanelemngomezulu8941
    @zanelemngomezulu8941 Před rokem

    Ukuphupha uphakathi kwamanzi ubone indlu yotshani ungaphansi kwamanzi kungenalutho umnyango uvuleke Bese ungena phakathi kwayo umnyango uvuleke phakathi emanzini kusho ukuthini

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před rokem

    Makwande mzukulu ka Nkunzemnyama 🙏

  • @qiniso.kkhanyile8901
    @qiniso.kkhanyile8901 Před 10 měsíci

    Thokoza gogo. Kuchazani ukuphupha ulele phezu kwendlu olala kuyo?

  • @nzuzomthembu8913
    @nzuzomthembu8913 Před rokem

    Siyabingelela, ngabe uMakhosi usahlona na ocingweni, ngaziphi izikhathi nezinsuku?

  • @khanyimngomezulu5462
    @khanyimngomezulu5462 Před 2 lety

    Thokoza Gogo ingabe kusho ukuthini Uma uphupha usemkhukhwini onganalutho phakathi bese uyaphuma kuwo uthi uyothenga izinto zasendlini?

  • @VuyiswaSTAN-nl6og
    @VuyiswaSTAN-nl6og Před rokem

    Camagu emakhosini ngicela ukubuza Uma uphupha ukhonjiswa idle iwuronbdo emanxiwen okhokho betting banana uyakhe kumele wenzenjan

  • @kelvinchitewe9065
    @kelvinchitewe9065 Před 2 lety

    Thokoza ngicela ukubuza if uphupha indlu yakhiwa ingakaqedwa kuthiwe eyakho

  • @nkululekoshongwe7300
    @nkululekoshongwe7300 Před 2 lety

    Hy Gogo Mahlase
    Ngicela kubuta kutsi kusho kutsin ukuphupha usenga inkomo
    Thanks am in Swaziland

  • @bonginkosi721
    @bonginkosi721 Před rokem

    Ukuphupha wakha indlu inamakamelo amabili kodwa elilodwa bese liyawa and indlu eyakhiwe ngamasoyi (izidindi)kanye nodaka???

  • @busisiwemokone8724
    @busisiwemokone8724 Před 2 lety

    Ukuphupha indlu isakhuwa kodwa wena nowakwakho niyaxhabana

  • @bhekithembasifiso7311
    @bhekithembasifiso7311 Před 9 měsíci

    Ze

  • @gracemasina8972
    @gracemasina8972 Před 2 lety

    Thokoza gogo kusho ukuthini uma uphupha indlu enhle antsha engapendiwe kodwa ngiyibonela kude nami

    • @dlozilakithi1436
      @dlozilakithi1436  Před 2 lety

      I interpret amaphupho nge R50. U deposit imali before in my account. Ngihlola nge R165. Thokoza

  • @MisspDlamini
    @MisspDlamini Před rokem

    Uma uphupha kubhidlika indlu kusho kuthini

  • @user-kl5rz9by9w
    @user-kl5rz9by9w Před 9 měsíci

    Kutshoni ukuphupha ikameli

  • @victoriaphatshwane8228

    Gogo can you translate me ka Setswana please, like the one that you dream an empty house

    • @Wyntah888
      @Wyntah888 Před rokem

      She says it means some people are about to leave your life.friends/family

  • @TheHazarTalk
    @TheHazarTalk Před 11 měsíci

    What does it mean to dream about lychee

  • @nomsamazibuko1190
    @nomsamazibuko1190 Před 2 lety

    Thokozani gogo...what does it mean when you dream of a house that is divided into 2, 1 part is old looking with old furniture, not dirty, just not modern. The other side looks brand new, new furniture with gold ornaments with some mamas sitting in the lounge with a huge water fall in the house...

    • @dlozilakithi1436
      @dlozilakithi1436  Před 2 lety

      I interpret amaphupho nge R50 oyifaka ku account before. Ngihlola nge R165. Thokoza

  • @user-kl5rz9by9w
    @user-kl5rz9by9w Před 9 měsíci

    Thokoza gogo kutshoni ukuphupha unganqunu but abanye abantu bengaku boni ukuthi awugqokanga