ukuphupha upenda indlu |

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • ukuphupha upenda indlu | @Pastor WeNingi
    #ukuphuphaupenda

Komentáře • 39

  • @KhayeMike-nk4lx
    @KhayeMike-nk4lx Před 2 měsíci +1

    Sawubona pastor ngiphuphe kushoniwe ekhaya kodwa lomuntu oshinile asimboni okunye umndeni wonke ukhona ekhaya bengimpenda indlu nomama

  • @user-mi2ib4vb9t
    @user-mi2ib4vb9t Před 3 měsíci

    Amen 🙏mina mhlonishwa ngibone pHendwe ngimbala opink kodwa kungeyala ekhaya ngaze ngawuncoma ngathi muhle 🙏

  • @123tshakanomzee
    @123tshakanomzee Před 6 měsíci +1

    Thank You Pastor ❤ ngicaciseleke kahle kakhulu

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 5 měsíci +1

      You're welcome,
      INkosi ikulonde njalo.

  • @collensandilengwenya8830

    Sawubona Paster ngicela ukubuza ngiphuphe ngicenta igceke nomama futhi ngipenda nedlu ngaphakathi ngopende omhlophe ngabe kushoni. ngiyabonga.

  • @digit181
    @digit181 Před 7 měsíci +1

    Syabonga Plaster

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 7 měsíci

      you're welcome,
      INkosi ikwenzele okuhle

  • @NhlanhlohMdamba
    @NhlanhlohMdamba Před 5 měsíci

    Pasta unjani kuchazani ukuphumpha umuntu wakini ekhanda indlu

  • @user-yr9gq2cl3s
    @user-yr9gq2cl3s Před 7 měsíci

    Sawubona Pastor.ngiphuphe izulu lishintsha amafu ngithi mina kubafana ebengihamba nabo izosifica imvula asiphinde ekhaya.Bese ngibona isibhakabhaka siluhlaza la Siya khona .

  • @mthokozisimthethwa4656
    @mthokozisimthethwa4656 Před 10 měsíci

    Saw'bona Pastor ngicela ukubuza mayelana nephupho elicishe lifane naleli olichazayo,u sisi ka mawengane yami ungiphuphe ngipenda kodwa imvula beyina imosha la engipenda khona😢...ngicela incazelo pastor ngoba leliphupho alingihlali kahle

  • @nosiphoshezi660
    @nosiphoshezi660 Před rokem

    Ngiyabingelela pastor ngicela ukubuza kusho ukuthi ukuphupha usika utshan bokufulela indlu, sekukaningi libuyelela leliphupho kwesinye isikhathi ngangibuthutha komunye umuzi ngibusa ekhaya, kokunye ngiphuphe ngimile phakathi kwabo emasimini. Ngyabonga ngisalinde impendulo

  • @SiphoJerryMdingi
    @SiphoJerryMdingi Před měsícem

    Ukuphupha indlu isamentwa(plastering)

  • @siphamandlawiseman8005
    @siphamandlawiseman8005 Před rokem +1

    Kunjani pastor.
    Mina ngiphuphe ngiyi motivational speaker ezinganeni zasekhaya ikakhulukazi kubaShana bami.
    Ngicela ungihlaziyele pastor wethu.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před rokem +1

      *uma uphupha unikeza umuntu izeluleko;* wuphawu oluhle olingasho ukuthi kungenzeka abantu bakubona njengomholi weqiniso futhi abangathembela kuye ngaso sonke isikhathi.
      1 Thessalonians 5:11 "Therefore encourage one another and build each other up, just as in fact you are doing."
      *uma uphupha unikeza umuntu izeluleko;* wuphawu olungabuye lusho isifiso sakho sokuvuselela ithemba, nokuzethemba kubantu, kanye nokubamisa isibindi ngezikhathi ezinzima.
      Philippians 2:3-4 Do nothing from selfish ambition or conceit, but in humility count others more significant than yourselves. Let each of you look not only to his own interests, but also to the interests of others.
      *uma uphupha unikeza umuntu izeluleko;* wuphawu oluhle ikakhulukazi uma abantu okhuluma nabo bekwamukela futhi bekujabulela, lusho ukuthi ukuthobeka, ukuzethemba, nenhlakanipho, nokuthi ungase wenze isinqumo esihle ezizokulethela ukuthula, injabulo, ukwaneliseka nokuchuma empilweni.
      James 4:10 Humble yourselves before the Lord, and he will lift you up.
      Kodwa kwesinye isikhathi *uma uphupha unikeza umuntu izeluleko;* wuphawu olungasho ukuthi uzohlangabezana nezinkakhathazo esikhathini esizayo ozokwazi ukuzinqoba ngokuthi uthathe izeluleko zabanye.
      Proverbs 11:14 “Where no counsel is, the people fall: but in the multitude of counselors there is safety”.

    • @siphamandlawiseman8005
      @siphamandlawiseman8005 Před rokem

      Ngyabonga kakhulu pastor wethu. Thanks a lot

  • @qinincube1566
    @qinincube1566 Před rokem

    Ngyabingelela pastor weningi ekuseni kungaba kuchazani ukuphupha wenza amazipho menique

  • @JoyceMashaba
    @JoyceMashaba Před rokem

    Morning paster mina ngiphuphe umgani epethe upende obovu ethi asihambe siyopenda kwakho

  • @powerbase9552
    @powerbase9552 Před rokem +2

    Siyabonga mnakwethu

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před rokem

      Ngane yakwethu, ngiyathoba,
      INkosi ikulonde,

  • @londiwenkomonde7167
    @londiwenkomonde7167 Před měsícem

    Molo pastor, ngiphuphe ngihlangana nesangoma sangbuzukuth ngi single yin ngath cha, wase ehamba, ngase ngihlaselwa izilwane like dogs, wase ethi uyalunga ngoba uqambe amanga, ngaphaphama ngithi ngyaxolisa gogo. Ngabe kuchazan lokhu?

  • @mongezimhlongo9290
    @mongezimhlongo9290 Před rokem

    Ngabe kuchazani ukuphupha upenda nomngani ngopende omhlophe bese kunetha imvula nisapenda

  • @eleanorbaloyi3967
    @eleanorbaloyi3967 Před rokem

    Ngiphuphe ngibona umuntu wesifazane enqunu eletatoo eqolo mangithi ngiyamubheka Abele azame ukuzifihla ngezandla zakhe

  • @busaningwenya5803
    @busaningwenya5803 Před rokem

    Sabana mfowethu! Ngiphuphe ama hatshi kodwa egibelwe ngamapholisa

  • @mazwakhevezi9979
    @mazwakhevezi9979 Před 8 měsíci

    Mkhulu ngiphuphe ngipenda ikhishi lasekhaya ngize ngili decorate

  • @ntombizethuconfidence

    Ukuphunyelwa yindlu yomxhaso RDP house

  • @user-tl9zs9it4x
    @user-tl9zs9it4x Před rokem

    Amen mkhulu ngiyabonga ❤

  • @nokukhanyangubane8530

    Ukuphupha ucleaner udonda lwendlu yakwagogo udonda lwakhona ludilika imisimbane,amarice ukungcola okuningi

  • @lerahkhumalo
    @lerahkhumalo Před rokem

    Amatshono Pastor, mina ngiphuphe ngithanyela amanzi that looked like sea water coz it was a bit clear but there was sand. This water was to my ankles, but as I continued sweeping the level of this water increased to knee level. Then ngabona guys who looked like abazingeli stood nje eceleni not helping or saying anything.

  • @NewlandsWestTV
    @NewlandsWestTV Před rokem

    Sisteri ngicela ukubuza Nanka amaphupho angihluphaphayo njalonjalo elokuqala elijwayelekile ukuphupha ngindiza leli phupho Ilona kuphela okuthi uma ngiliphuphile ngivuke umoya wami ukhokozile. Sometimes nginokuzizwa ngathi ngelinye ilanga ngiyondiza ngampela ngoba kusuke kuyisiphiwo sami ukundiza ephusheni engisuke ngibonisa ngaso abantu futhi ngibakhuthaza ukuthi bangalilahli ithemba empilweni ngoba nami ngangihlala ngizama ukundiza kungenzeki kodwa ekugcineni kwagcina kwenzeka. Elesibili ngaphupha ngiphiwa Amandla okuthandazela abantu baphile ngacela ukuboniswa ukuthi lamandla ngabe nginawo ngampela yini lathi izwi thatha idishi uyifake amanzi Ngenza kanjalo. laphinde lathi beka isandla sakho ngaphezulu kwamanzi emoyeni ungasifaki phakathi Ngenza kanjalo. Lathi izwi wazamazamise Ngenza kanjalo Avele anyakaza Amanzi. Ngavele Ngehlelwa isimo sikamoya esinamandla ngathandaza kakhulu. Laphinde lakhuluma izwi ngemiyalelo nendlela ekumele ngiphile ngayo. Lathi izwi kimi uma uyiphula lemiyalelo nemithetho isimo sikamoya namandla kuyophuma kuhambe futhi ngeke kuphinde kubuye.......umuzwa engawuzwa ngehlelwa umoya esimeni sokuthandaza imali nazo zonke izinto zezwe ziyizeleze. Kodwa umuntu ongayazi lento ngeke angikholwe. Isimo sobugcwele simnandi. Angazi lishi ukuthi leliphupho. Elokugcina ngiphuphe kudlala ingoma yothando kodwa enhliziyweni yami beyigcwele ichichima uthando Luka Jehova ngikhlala izinyembezi zenjabulo ngihluleka ngisho nokuzibamba. Angiwaqondi wonke Lana phupho plz sisteri Bengicela incazelo uma uwaqonda wena 🙏🏾🙏🏾🙏🏾

  • @NdisoNgcobo
    @NdisoNgcobo Před 3 měsíci

    Unjani Paster ngcel ukbuza uma uphupha umfula onegazi?

  • @Wyntah888
    @Wyntah888 Před rokem

    What if you dreamt of mixing paint? In white 20l bucket??

  • @505gang5
    @505gang5 Před rokem +1

    Ukuphupha umuntu wakho ekunika ingane kodwa in real life aninayo kuchazani

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před rokem +1

      *Uma uphupha umuntu ekunikeza ingane;* wuphawu oluhle noluvame ukubika ukuthi kungenzeka unobudlelwano obuqinile, nozwano, kanye nobumbano nalo muntu.
      *Uma uphupha isithandwa sakho sikunikeza ingane;* wuphawu oluhle kakhulu oluvame ukuchaza ukuthi ubudlelwane benu buhle futhi bunenqubekela phambili.
      kepha *Uma uphupha isithandwa sakho sikunikeza ingane;*;* wuphawu uma kungukuthi ninezinkinga enibhekene nazo njengamanje futhi sekunoqhekeko phakathi kwenu kusho ukuthi unesifiso nentshisekelo yokuthi nizixazulule futhi nivuselele uthando lwenu.
      Futhi *Uma uphupha isithandwa sakho sikunikeza ingane;* wuphawu olungabuye luchaze isifiso sakhe sokuthi nithuthukise ubudlelwane benu futhi nibuse kwesinye isigaba esingcono.
      kwesinye isikhathi *Uma uphupha isithandwa sakho sikunikeza ingane;* wuphawu olungasho ukuthi kumele uqaphele ngoba ungase ube yisisulu senkohliso, ukuxhashazwa, noholelwa ophathe uma unganakile.
      Kodwa futhi *Uma uphupha isithandwa sakho sikunikeza ingane;* wuphawu olungabuye luchaze ukuthi kungenzeka usenaso isifiso sokuthi akuzalele ingane futhi usukulungele.

  • @teem783
    @teem783 Před rokem

    How about ukubona indlu ipendwe blue (sky blue)? One minute in the dream I was thinking 'this house needs painting let me get a quotation'. Then I blinked and it was painted sky blue, it was shiny.

  • @kimvilakazi6677
    @kimvilakazi6677 Před rokem

    Ngibingelele Pastor. Mina ngiphuphe ngipenda ekhaya ngopende opurple. Bekukhona no mawami ongasekho. Ngambuza ukuthi uyawuthanda yini lombala wathi ehhe muhle kakhulu. Ngathi mina ngizopenda ngombala oyellow kwezinye iyndawo. Ngabe kusho ukuthini?

  • @promisegift3891
    @promisegift3891 Před rokem

    Hello pastor
    Kuchazani kuphupha ukhulelwe
    Kuphupha utsenga bese ushitjelwa imali yema siliva🙏

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před rokem +1

      please check the video below
      click the link
      *Uma uphupha ukhulelwe*
      czcams.com/video/_MeVVZwOc3w/video.html
      about imali yesiliva,
      clkick the link
      czcams.com/video/Q4ReTja-Vp8/video.html
      Uma ufuna more clarity you can call me
      stay blessed

    • @promisegift3891
      @promisegift3891 Před rokem

      @@NufliqOnline ngiyabonga 🙏 mfundis

  • @mukelisiweprimrose1238

    Ngiphuphe umuzi upendwa