Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Namhlanje uhlanganise amadoda amakhulu.Amen....Mpunga 🙏🏾
Ingane kagobela, iyakwazi yin ukuphatha ukulawula amathwasa, uthole ukuth ayikho ngisho entwasweni, iphethe nje ngoba amathwasa athwasiswa unina, naye uyavuma, iyazala injalo, uthole amathwasa esethi noma efika esigodlweni agone izingane zalomntwana kagobela o buzy ezala la ekhaya lakhona
Ngiyisangoma esithwasiswa yithongo, aay isangoma, ngiphume ngashiya abazwananga mpela nalempilo
Ave nihlupha, aniphenduli Ngan🙄
Ngiyabonga makhehla likubeke kwacaca kimi bengizibuza kushoni lokhu engikubona njalo emaphutshweni
Sanibonani mpunga yesintu noMwelase, kanye no Bhovungana sibonga ulwazi
Thokozan bomkhulu ngicela ukbuza ukuphupha imali emhlophe Kdwa eyakwamanye amazwe igcwele ku wallet wam.
Ukuphupha uthola imali emhlophe kodwa o 5 rand abasha nabadala kucazani
Million Dollar question MfokaMbanjwa 🙏🙏
Mpunga ingakafiki imali abantu abadala noma abelaphi uma beya emanzini babephonsani emanzini?nqi ngakubamba Mpunga
Mpunga yesintu kuchazani ukuphupha upha umzali osewadlula imali emhlophe
Mpunga yesintu, syabonga ngencazelo , kodwa bengsalalele ukuth kmele ngenze njani ukuze ifinyelele kumina?
aww besengithethe nama popcorn 🍿 nesphuzo kanti it's highlights kikikiki
🤣 🤣 🤣 Nami sengize ngavuka
Amen mkhulu mina nga phupha ugogo ozala ulama engipha imali emhlophe isesitsheni esimhlophe beyiningi wathi ugogo uyangipha ngenze noma yini ngayo
Mina ngicela ukubuza uma uphupha ugogo omdala eboshwe ngempepho izandla nenyawo bese ngi mqaqa ezandleni ingabe kushoni
Siyathokoza Bo MkhuluMahlo madala Mkhulu Bhovungane Keep on Teaching and Blessing us ngolwazi Lwesintu
siyabonga Makhehla amakhulusibonge ofuze emphelandaba
Ei nayithinta indaba.ngike ngaphupha uMnewabo kaBaba enginika imali emhlopbe ethi angiyomkhokhela isikweletu,kwakungathi ngiyomkhokhela ietime ayeyithathile.kwathi mangifika la ngiyokhokha khona ngyamthola usephambili kunami sekungazathi ngize kuye futhi.wabe esengitshela ukuthi akekho oyongithinta ngoba ngihamba neziNgonyama.langidida leliphupho Baba Fuze
Ngihlezi ngiyithola emanzini manje kunomkholu ongivakashel wathi ngineskweledu ekumele ngisiqed ngosengijola Sulu olulandelay indlebe Yami iyaqal yahohoza 3 weeks manj
Mina ngbone engamaphepha kwaze kwaba kathathu, ngabe kusho ukuthini
Manje Mpunga,zithini ngenqawe? Ayibhenywa?🤔
Siyabonga ngolwazi💫
Impunga yesintu
Wachaza Bhubesi 🦁
Ukuphupha isangoma si kupha uR5 kuchazana Mkhulu 🙏
Siyafunda. Siyabonga.
Syathokoza ngolwazi 🙏
🔥🔥🔥
Namhlanje uhlanganise amadoda amakhulu.
Amen....Mpunga 🙏🏾
Ingane kagobela, iyakwazi yin ukuphatha ukulawula amathwasa, uthole ukuth ayikho ngisho entwasweni, iphethe nje ngoba amathwasa athwasiswa unina, naye uyavuma, iyazala injalo, uthole amathwasa esethi noma efika esigodlweni agone izingane zalomntwana kagobela o buzy ezala la ekhaya lakhona
Ngiyisangoma esithwasiswa yithongo, aay isangoma, ngiphume ngashiya abazwananga mpela nalempilo
Ave nihlupha, aniphenduli Ngan🙄
Ngiyabonga makhehla likubeke kwacaca kimi bengizibuza kushoni lokhu engikubona njalo emaphutshweni
Sanibonani mpunga yesintu noMwelase, kanye no Bhovungana sibonga ulwazi
Thokozan bomkhulu ngicela ukbuza ukuphupha imali emhlophe Kdwa eyakwamanye amazwe igcwele ku wallet wam.
Ukuphupha uthola imali emhlophe kodwa o 5 rand abasha nabadala kucazani
Million Dollar question MfokaMbanjwa 🙏🙏
Mpunga ingakafiki imali abantu abadala noma abelaphi uma beya emanzini babephonsani emanzini?nqi ngakubamba Mpunga
Mpunga yesintu kuchazani ukuphupha upha umzali osewadlula imali emhlophe
Mpunga yesintu, syabonga ngencazelo , kodwa bengsalalele ukuth kmele ngenze njani ukuze ifinyelele kumina?
aww besengithethe nama popcorn 🍿 nesphuzo kanti it's highlights kikikiki
🤣 🤣 🤣 Nami sengize ngavuka
Amen mkhulu mina nga phupha ugogo ozala ulama engipha imali emhlophe isesitsheni esimhlophe beyiningi wathi ugogo uyangipha ngenze noma yini ngayo
Mina ngicela ukubuza uma uphupha ugogo omdala eboshwe ngempepho izandla nenyawo bese ngi mqaqa ezandleni ingabe kushoni
Siyathokoza Bo Mkhulu
Mahlo madala Mkhulu Bhovungane
Keep on Teaching and Blessing us ngolwazi Lwesintu
siyabonga Makhehla amakhulu
sibonge ofuze emphelandaba