Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Ngiswela amaningi Mpunga kuyacaca kuthi iningi lethu liwela ko Malume ngoba Yonke lemigudu oyichazile azange yapheleliswa noma yagcinwa emakithi.Loku ubufakazi kuthi masiphahla sinyakazise koMalume Bethu ukuze izinto ziconde.🙏
👏👏👏 ngyakuzwa Mkhulu Mpunga. Kzomele ngiy forward emajiteni le. Makwande Mpunga 🙏
Syabonga mpunga ngalamaqiniso,awu bamaqola aBantu thina esizele abafana syabonga,
Ingane ayisilo icala icala elihlawulwayo kahle kahle Uma kukhulunywa ngenhlawulo kusuke kuthintwa ukushweleza KUBAZALI bentombi oyimekezile ngale kwemvume yabazali laphoke icala olenzile usulihlawulele sekungakhulunywa nawe kuzwakale ukuthi uthini ngengane.Bazoshoke abazali bentombi ukuthi bafunani ngomzukulu wabo inganeke ayisilo icala icala ileli olenzile ingane yona iyahlengwa ayihlawulwa, futhi ayilotsholwa
Siyabonga kakhulu mkhulu ngokucacisa lendaba ngoba sesizwa lemkhub abayishoyo esingYazi ukuthi bathathaphi ngobalento iyadukisa yokulobola untanKho kwande ngizothi nje impunga
Uyathemeleza kodwa
AMEN KHEHLA UMKHULU IMPUNGA 🤴🏿👑👌🏿
Syabonga Mpunga yeSintu,
Syabonga kakhulu mpunga ulwazi osinika lona lubalulekile, lumqoka
Ngiyabonga uSize Mina ngoba mina ngikhulele kababa sinodadewethu abathathu uBaba wawugeza umuzi washonake
Makwande Mpunga 🙏🏽Uyibeke kwacaca bha!
Siyabonga kakhulu Khathini
Syabonga Nduna kaNdaba
Ndiyabonga Mpunga, ungentla ngolwazi
Siyabonga kakhulu mpunga yesintu kucacile bha
Siyabonga ngolwazi osipha lona ngicela ukubuza ukuthi mawuhlawula umuntu wesifazane osevele enengane yomunye umuntu kuyaye kuhambe kanjani? Ngiyabonga.
Waybeka mkhulu manje mkhulu ngibuze NJE uma lo wesfazane akhulelwa ingane yenye nsizwa wangcina ngasaboni kahle naku le yakho wenzenjani🙌
Yenza iDNA
Cha ngiyezwa ngicela ukwazi izitho ezthatwayo uma kuhltshwa imbuzi yokugeza umuzi
yazi namuhla mpunga yethu yesintu ngihlala ingidida lento yokuthengwa kwengane ngishayizandla ngiyabonga ngokuhluba udlebe ekhasini ume njalo
Mina bengicela ukubuza ukuthi umama wangithola sibabili wahamb wayosishiya kobaba sakhula khona sakhula singamaz kuze kwafik lapho sekufunek ngenzelwe ID kwafunek umam sabafun sabathola ngathola ukuthi ngenzelwa umamkhul manj kimi kwenzek kanjan kimin
Manje ubaba usikhulisile asibaz abakomama ngicela ukubuza ukuthi ikuphi okumele asenzele kona ubaba lona esakhulela kuye
ngizolinda nawe
muhle umbono wakho Mpunga ukuthi uyabiza 😂 kushuthi njengoba ngina 5 angivedane ngikhohlwe
Ngiyabingelela mhlonishwa ngicela ukubuza uma ubaba ayiphika ingane wase eyabuya wacela ukuthi kuhlolwe igazi lengane bese kuyatholakala ukuthi ingane eyakhe kulungiswa kanjani uma esecela ukuhlawula umntwana useniminyaka ewu 20 manje silungisa kanjani nomama womntwana sewadlula emhlabeni
Iyabhalwa yini incwadi(Letter) for ukuhlawula noma incwandi eyamalobolo ukwazisa ukuthi sizotheleka nini ngasiphi isizathu?
Ouheee thina esazalisa emalokshini
Okusho ukuthi indoda ikhipha izinkomo ezintathu Uma ifuna ingane ubuze isibongo sayo izinkomo ezimbili neNkomo yokugeza umuzi
Sawubona mkhulu mpunga. Manje uma ingane ingazange ilotsholwe ase ubaba wayo eyithatha isikhulile kwenziwa kanjani ngoba mina ndibona inobungozi leyonto enganeni.
Waze wayibeka khehla lam indaba siyafunda Mpunga yesintu indlelbe azoneli ukulalela sibambha ngazo zozibini
Nduna kaNdaba akukho ngcono yin xa sisit ukuyHlenga iNgane
Amen, manje Khehla mawuzohlawula ingane eyachithwa ichithwa wuye umamayo wena ungazi?
nkosyam ngyakuzwa mpunga yesintu,akesithi ke inkomo kamama uyfice ingasekho vele,odaben olunjalo kuyaye kwenziwe njani?
Manje lezinkomo Khathini, kufanele zihambe nezimbuzi zakhona??
Mna ndina bantwana ababini kodwa abaka hlawulwa ..enye into bahlukeni ngezibongo ...ndicela ucaciselwa kufuneka ndenze njni kuze balungiselwe emakubo?
Mholweni Baba ndicela undincede umama ushadile manje thina usithole ecalerno indoda yakhe ikhona wasenzela imbeleko ezirongo manje asiva sizizithulu siyasokola kwaye nawe wazilandela ekhayeni elirongo lapho kwakwendele umama wakhe kodwa asiwuye umntana walkapho
Mpunga yesintu ngicela wenze i-video yokuhlawu umuntu ongesiyona intombi
Mpunga ngihlale ngiziqonda zonke izinkulumo zakho iningi nje lazo, kodwa kulena ngiyala ngiyaphetha.
Eyakho inkulumo ithini mfo wakithi?
mkhulu uma ngikhulele kababa, ithongo liyabongwa?
Sacela ukubuza ukuthi uMah ingane ihlala noBaba ke eyondla kodwa ufuna ukuyihlawula, lapho shuthi ukhipha inkomo eyodwa?
Uma obinalune bengane benqaba ngokuhlawula ingane ngenxa yegqubu lokuth awumthathanga unina wenza njani??
Noma ngabe kuthiwe izingane zingaki kwenziwa ngendlela efanayo?
Engabe kuya phoqa yini uma bengayi funi inhlawulo? Noma futhi bengasa kholelwe esintwini
Mina angiwasebenzisi amathonga Manje ngizowabonga kanjani amathonga
Awasentshenziswa vele ayakusebenzela njengoba iphila nje iwona
Uma Izingane zintathu.. zimakanjani izinkomo?
Ngicela ukubuza, ungayifaka yini ingane yakho isiphandla uma usugeze umuze kuphela? Ungakayihlawuli yona...ngyabonga
Cha angeke wayenzela lutho oluyisiko ayiweli kumsamo wakho isawela kumsamo wakonina wayo
Ngicela ukubuza kuthi kwi simo sokuthi uma kuhlalwa emalokishini akukho sibaya la ongabeka khona izimkomo kuleso simo kwenziwa njani?
Siyini isintu? Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
Siyabonga mkhulu bengingaz brngizitshela ukuth IBA yinye ngokokukhohliseka kwam
Ay Inkinga leee 4 + 3 =7 cows🤣🤣Kazi ozolobola emvakwami uzokhipha izinkomo ezingaki,,Nogcina senizuza izinkomo eziko 17 ngentombazane eyodwa
ikona lenkulumo ingamampunge ngendlela engibona ngayo.
Ngiyabonga ukucacisa inhlawulo yengane .Umbuzo wami uthi uma ngabe kabo nina wengane abayisebenzisi imbuzi noma abakwenzi lokhu ngesintu sabo, njengoba kufanele bayikhiphe ibuyele Kubo baba wayo.Sinenkinga yokuthi imikhuba noma amasiko awafani kanti futhi abanye bathi abasakwenzi lokhu sebasindiswa ?
We Dlakadla, siyini isintu? Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
@@vusimngomezulu2500 Inkolo yona iyini,iyasihlonipha yini iSintu?
@@sybongawiseman7565 Good questions Sybonga Wiseman, ngizophendula after wena uphendula, siyini isintu? Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
@@vusimngomezulu2500 abakholwayo bona abafi yini benezinkinga?
@@vusimngomezulu2500 Isintu siyimvelo,Inkolo iyafika inabanikazi abelungu abasuka nayo Lee eNtshonalanga beythwele ngebhaybheli elafika ngomkhumbi.isintu asifikanga ngamkhumbi kodwa yimvelo.
Ngiswela amaningi Mpunga kuyacaca kuthi iningi lethu liwela ko Malume ngoba Yonke lemigudu oyichazile azange yapheleliswa noma yagcinwa emakithi.Loku ubufakazi kuthi masiphahla sinyakazise koMalume Bethu ukuze izinto ziconde.🙏
👏👏👏 ngyakuzwa Mkhulu Mpunga. Kzomele ngiy forward emajiteni le. Makwande Mpunga 🙏
Syabonga mpunga ngalamaqiniso,awu bamaqola aBantu thina esizele abafana syabonga,
Ingane ayisilo icala icala elihlawulwayo kahle kahle Uma kukhulunywa ngenhlawulo kusuke kuthintwa ukushweleza KUBAZALI bentombi oyimekezile ngale kwemvume yabazali laphoke icala olenzile usulihlawulele sekungakhulunywa nawe kuzwakale ukuthi uthini ngengane.
Bazoshoke abazali bentombi ukuthi bafunani ngomzukulu wabo inganeke ayisilo icala icala ileli olenzile ingane yona iyahlengwa ayihlawulwa, futhi ayilotsholwa
Siyabonga kakhulu mkhulu ngokucacisa lendaba ngoba sesizwa lemkhub abayishoyo esingYazi ukuthi bathathaphi ngobalento iyadukisa yokulobola untanKho kwande ngizothi nje impunga
Uyathemeleza kodwa
AMEN KHEHLA UMKHULU IMPUNGA 🤴🏿👑👌🏿
Syabonga Mpunga yeSintu,
Syabonga kakhulu mpunga ulwazi osinika lona lubalulekile, lumqoka
Ngiyabonga uSize Mina ngoba mina ngikhulele kababa sinodadewethu abathathu uBaba wawugeza umuzi washonake
Makwande Mpunga 🙏🏽
Uyibeke kwacaca bha!
Siyabonga kakhulu Khathini
Syabonga Nduna kaNdaba
Ndiyabonga Mpunga, ungentla ngolwazi
Siyabonga kakhulu mpunga yesintu kucacile bha
Siyabonga ngolwazi osipha lona ngicela ukubuza ukuthi mawuhlawula umuntu wesifazane osevele enengane yomunye umuntu kuyaye kuhambe kanjani? Ngiyabonga.
Waybeka mkhulu manje mkhulu ngibuze NJE uma lo wesfazane akhulelwa ingane yenye nsizwa wangcina ngasaboni kahle naku le yakho wenzenjani🙌
Yenza iDNA
Cha ngiyezwa ngicela ukwazi izitho ezthatwayo uma kuhltshwa imbuzi yokugeza umuzi
yazi namuhla mpunga yethu yesintu ngihlala ingidida lento yokuthengwa kwengane ngishayizandla ngiyabonga ngokuhluba udlebe ekhasini ume njalo
Mina bengicela ukubuza ukuthi umama wangithola sibabili wahamb wayosishiya kobaba sakhula khona sakhula singamaz kuze kwafik lapho sekufunek ngenzelwe ID kwafunek umam sabafun sabathola ngathola ukuthi ngenzelwa umamkhul manj kimi kwenzek kanjan kimin
Manje ubaba usikhulisile asibaz abakomama ngicela ukubuza ukuthi ikuphi okumele asenzele kona ubaba lona esakhulela kuye
ngizolinda nawe
muhle umbono wakho Mpunga ukuthi uyabiza 😂 kushuthi njengoba ngina 5 angivedane ngikhohlwe
Ngiyabingelela mhlonishwa ngicela ukubuza uma ubaba ayiphika ingane wase eyabuya wacela ukuthi kuhlolwe igazi lengane bese kuyatholakala ukuthi ingane eyakhe kulungiswa kanjani uma esecela ukuhlawula umntwana useniminyaka ewu 20 manje silungisa kanjani nomama womntwana sewadlula emhlabeni
Iyabhalwa yini incwadi(Letter) for ukuhlawula noma incwandi eyamalobolo ukwazisa ukuthi sizotheleka nini ngasiphi isizathu?
Ouheee thina esazalisa emalokshini
Okusho ukuthi indoda ikhipha izinkomo ezintathu Uma ifuna ingane ubuze isibongo sayo izinkomo ezimbili neNkomo yokugeza umuzi
Sawubona mkhulu mpunga. Manje uma ingane ingazange ilotsholwe ase ubaba wayo eyithatha isikhulile kwenziwa kanjani ngoba mina ndibona inobungozi leyonto enganeni.
Waze wayibeka khehla lam indaba siyafunda Mpunga yesintu indlelbe azoneli ukulalela sibambha ngazo zozibini
Nduna kaNdaba akukho ngcono yin xa sisit ukuyHlenga iNgane
Amen, manje Khehla mawuzohlawula ingane eyachithwa ichithwa wuye umamayo wena ungazi?
nkosyam ngyakuzwa mpunga yesintu,akesithi ke inkomo kamama uyfice ingasekho vele,odaben olunjalo kuyaye kwenziwe njani?
Manje lezinkomo Khathini, kufanele zihambe nezimbuzi zakhona??
Mna ndina bantwana ababini kodwa abaka hlawulwa ..enye into bahlukeni ngezibongo ...ndicela ucaciselwa kufuneka ndenze njni kuze balungiselwe emakubo?
Mholweni Baba ndicela undincede umama ushadile manje thina usithole ecalerno indoda yakhe ikhona wasenzela imbeleko ezirongo manje asiva sizizithulu siyasokola kwaye nawe wazilandela ekhayeni elirongo lapho kwakwendele umama wakhe kodwa asiwuye umntana walkapho
Mpunga yesintu ngicela wenze i-video yokuhlawu umuntu ongesiyona intombi
Mpunga ngihlale ngiziqonda zonke izinkulumo zakho iningi nje lazo, kodwa kulena ngiyala ngiyaphetha.
Eyakho inkulumo ithini mfo wakithi?
mkhulu uma ngikhulele kababa, ithongo liyabongwa?
Sacela ukubuza ukuthi uMah ingane ihlala noBaba ke eyondla kodwa ufuna ukuyihlawula, lapho shuthi ukhipha inkomo eyodwa?
Uma obinalune bengane benqaba ngokuhlawula ingane ngenxa yegqubu lokuth awumthathanga unina wenza njani??
Noma ngabe kuthiwe izingane zingaki kwenziwa ngendlela efanayo?
Engabe kuya phoqa yini uma bengayi funi inhlawulo? Noma futhi bengasa kholelwe esintwini
Mina angiwasebenzisi amathonga Manje ngizowabonga kanjani amathonga
Awasentshenziswa vele ayakusebenzela njengoba iphila nje iwona
Uma Izingane zintathu.. zimakanjani izinkomo?
Ngicela ukubuza, ungayifaka yini ingane yakho isiphandla uma usugeze umuze kuphela? Ungakayihlawuli yona...ngyabonga
Cha angeke wayenzela lutho oluyisiko ayiweli kumsamo wakho isawela kumsamo wakonina wayo
Ngicela ukubuza kuthi kwi simo sokuthi uma kuhlalwa emalokishini akukho sibaya la ongabeka khona izimkomo kuleso simo kwenziwa njani?
Siyini isintu? Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
Siyabonga mkhulu bengingaz brngizitshela ukuth IBA yinye ngokokukhohliseka kwam
Ay Inkinga leee 4 + 3 =7 cows🤣🤣Kazi ozolobola emvakwami uzokhipha izinkomo ezingaki,,Nogcina senizuza izinkomo eziko 17 ngentombazane eyodwa
ikona lenkulumo ingamampunge ngendlela engibona ngayo.
Ngiyabonga ukucacisa inhlawulo yengane .
Umbuzo wami uthi uma ngabe kabo nina wengane abayisebenzisi imbuzi noma abakwenzi lokhu ngesintu sabo, njengoba kufanele bayikhiphe ibuyele Kubo baba wayo.
Sinenkinga yokuthi imikhuba noma amasiko awafani kanti futhi abanye bathi abasakwenzi lokhu sebasindiswa ?