Ukuphelelisa umkakho,Umshado omhlophe,Ukuthatha umuntu onengane,Ukuhlanganis e paradise,EPISODE 4

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 27. 08. 2024

Komentáře • 24

  • @sifisosithole9631
    @sifisosithole9631 Před 10 měsíci +1

    Uyahlupha le podcast iwushembe kuphela.Akusuye wonke umuntu ongowenkolo yakwa Shembe olalelayo

  • @siphesihlekhoza7776
    @siphesihlekhoza7776 Před 2 lety +2

    Syabonga amen

  • @siphop2227
    @siphop2227 Před rokem +1

    Ukujobelela kulokhu kuka gogo Mashezi no gogo kamajola. Mina ngiyindodana endala kubaba bonke sebashona ukubuza ukuthi uma uma sengakha izindlu ngizakhe bobabili yini ogogo ngoba sesathutha e Sahlumbe saya e St chads.lomndeni ka gogo majola wasala e sahlumbe okuyiona khaya elikhulu lika mkhulu u Mdoda.

  • @vukamzansimediatv1731

    Cha ngyabonga mphathi wohlelo indlelanobuza ngayo imbibizo yonke benginayo iphendulekile

  • @siphop2227
    @siphop2227 Před rokem +1

    Sanibobani e studeo umphathi wohleli amen

  • @nesshappiness9325
    @nesshappiness9325 Před 2 lety +1

    🙏❤️ ngiwfakazi ke ektheni eparadise ku strict ngalendlela ngyafisa ukbona laba abathi iyantshontsheka inansuka kebechaze ukut bakwenza kanjani lokho ngoba cha mina ngabona si strong istrobho laphaya akudlalwa ...nangesabatha awungeni ethempelini igama lakho lingekho ebhukwini 🙌🙌

  • @p.n8016
    @p.n8016 Před 2 lety +1

    Siyabonga Bab' Mkhwanazi.👏🏾👏🏾👏🏾 Joshua also thank you for this channel. 🙏🏾

  • @sindisiwengidi3333
    @sindisiwengidi3333 Před rokem +1

    Rey!!.....ngafunda namuhla🙏🙏🙏🙏

  • @ayandantungwa3943
    @ayandantungwa3943 Před 2 lety +1

    Ndiyabulisa ohlelweni.. Ndiva utata lo ethetha ngokuya kubo kantombi batsho izinto abazidingayo ngamalobolo. Ndike ndive abanye abathi baziinzululwazi kwezamasiko besithi lento yokuba ilobolo ibe ne price yayingekho kudala. Bathi umntu wayefika naleyonto anamandla ayo kwabo leyontombi ezobonga ukuthi bakhulise intombi kodwa lalingekho inani elinqunywayo . Bathi lento yenani leenkomo yafika nomlungu okwakuthiwa nguSomtsewu . Bathi nalento yokubiza unkosikazi ngengane yakho yafika naye lomlungu. Ndicela nindicacisele apho.
    Enye into ndike ndabona lomphathi hlelo ekhuluma nomnye umkhulu kwi Tik Tok. Lowomkhulu uthe xa ethetha wathetha nangokungalungi kwalento kuthiwa kukuhlela umndeni (uku priventa) . Uthi xa usenza leyonto wakha amathuna esiswini . Wathi kufuneka uye kuShembe akuxelele ukuba mangaki amathuna owakhile esiswini then akuhlambulule... Ndicela undicacisele nalapho.

  • @luyandaluthuli9495
    @luyandaluthuli9495 Před 2 lety

    Amen

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před rokem

    Makwande Baba Mkhwanazi!🙏

  • @user-lg7up8se9n
    @user-lg7up8se9n Před 4 měsíci

    Ngeke ukuthi ungubaba omdala ubize ingane engangezingane zakho ozizalayo ngentombi.Amanyala lawo

  • @xolanihlongwa2438
    @xolanihlongwa2438 Před 2 lety +1

    🤣🤣🤣 Shamase kodwa wangihlekisa ngomshado omhlophe

  • @sibonisomsane7556
    @sibonisomsane7556 Před 2 lety

    Babu mkhwanazi ngiyakuzw kodw Lona othola intombi ayikhulelise bes izaliw ingane angayinaki kodw eyinazaretha kwenziwa njan

  • @thobaniusher5174
    @thobaniusher5174 Před 2 lety

    Mmmmm shembe 🙏

  • @thokozanizwane6170
    @thokozanizwane6170 Před 2 lety +1

    Injalo indaba

  • @sibonisomthombeni6651

    Ngibingelele, zocela ukubuza ukuthi uma uyinsizwa ukhule ungawazi umthetho...ngokukhula nangokufunda imithetho yokuphila okuncwele. Yini okumele ngiyenze ukulungisa ukona izingane zabantu ngiziphe izingane zingashadile. what are the steps okucela intethelelo ku Mkhulu womkhulu.

  • @vusumuzikhuzwayo8824
    @vusumuzikhuzwayo8824 Před 2 lety +1

    Sanibonani ngicela ukubuza kwenziwanjani uma umndeni wakubo ntombi ungewona uhlanga ulufanayo nolwakho nanokuthi abazali bakhe sebamxosha ngenxa yesenzo sokuthandana nawe nokuthi usumonile

    • @mthobisinkomo7658
      @mthobisinkomo7658 Před 2 lety

      Uhlanga kanjani ngoba izinhlanga engizaziyo ngicabanga ukuthi zine(4) iNdiya uMlungu ikhaladi umuntu onsundu

    • @vusumuzikhuzwayo8824
      @vusumuzikhuzwayo8824 Před 2 lety

      Kodwa ukhulele komalume lapho khona kuphilwa indlela yabatswana kodwa bangamakholwa abakholelwa ezintweni zesintu okunye kuphilwa isilokishi manje mina ngikholelwa esintwini futhi ngifisa ukuthi ngilungise amacala ami

  • @hlengiwesimamane7866
    @hlengiwesimamane7866 Před 2 lety

    Ameni ngicela ukubuza mina uma ungana umutu ongelona Nazareth konda wena usuyitethele akulobole ikhonayini ikinga

  • @ndukenhlemkhwanazi2936
    @ndukenhlemkhwanazi2936 Před 2 lety +1

    Hi, bakhonzi I tried to call on given number at the beginning of the shaw but it's went on voicemail I need help from Mkhwanazi