Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
❤️❤️❤️ what a wise old man, ubusisiwe umndeni wakhe
Baba Mqungebe ngaze ngayithanda lenkulumo ejulile neyisibusiso ezinsizweni ezisengamagqanqula aseNazareth Baptist Church.
Baba ufundisa thina esisezizweni esikhulisela abantwana kude lamasiko ethu. Siyabonga baba.
Amen baba ngiphuphe ngisesontweni lamanazaretha
Syabonga baba izeluleko zokphila nokuzphatha kwensizwa ka23 yaseNazaretha....uze uskhumbule Phungelihle.
Bafwethu yaz nibusesekile nisenamakhehla asbonge madoda
Syabonga cha ubaba syafisa asichazele ngembeleko kanye Nangoku zalwa wembethe kuthi kulungiswa ndlelani. Bese scela usizo mayelana nokulungiswa kwesibongo sakababa mabashona bonke kwababa sengsele mina ngumfana ithambo labo kodwa ngibiza komalume sengfuna kuyovusa kithi kababa ngenzenjani.
Ngaze ngalithanda lelo Khehla nkosyam. Uvele wathinta indaba efana nseh nendlela yokuzalwa kwami. Ngizwile, ngyabonga kakhulu. Makwande Bab Ngobese.🙏
umama msomi lo syabonga nkosya ngeziluleko engath singaythola inumbae yalobaba ziyakha izihloko zakhe
Khuluma khehla
Sengathi ningabhala ibhuku ukuze nezizukulwane zikhule
Mmmmh Siyabonga kuBaba uNgobese ngolwazi...Nginombuzoke Mina ekutheni Mawushonelwe Yintombi uhamba uyogezwa kini "Ingabe phezu kwalesi silwane ozosigeza ngaso uthini kuso phezu kwaso fth kwabakini ubabikela uthini uma usugeza"?
Amen unkulunkulu akugcine mkhulu 🙏
Umuntu ufunda azafe siyabonga 👏🏼 baba kuningi engikucoshile kwavulwka amehlo 👀
Yizo ke esizidingayo lezi, ukuze ivuke inizi
Sanibona ekhaya, igama lami ngingu Bhek'muzi Hlatshwayo, eNtuzuma G eNjabulweni Temple. Ngaphansi kuka Mshu Ngidi noMkhokheli Mahlophe kaNgidi. Bengicela ningisize, ngidinga kakhulu ukbonana nalobaba ebenimumemile ohlelweni. Ngyamdinga kakhulu. Ngyacela kubaphathi be Joshua Channel ukuba bangsize. Lobaba uphethe into esingihluphe iskhathi eside. Kepha uye ozongsiza kulento. 🙏🙏🙏
cela usi whtsap 0671057512
😭😭😭😭😭😭😭😭😭Ngathi kukhulunywa nami nekithi!!!
Siyabonga kakhulu ukusilethela uMkhulu impela unamava ahlaba hlosile, sim'thola kanjani uMkhulu mhlampe ezinambeni zakhe ingabe ninazo ? Siyabonga!!!
Sanibona ekhaya ngicela kucetshiswa ngiyigoduso ngilotsholiwe ngakhehla ade sekushoda umgcagco wase washona mkhwenyana manje sebengibuza kuthi zoqhubekani nokugana khona engasekho.... Ngicela kucaciselwa yikuphi okufanele ngikwenze ngoba bese sikulesi sgaba
Siyabonga khehla ngalolwazi...
Siyabonga Mqungebe, bafwethu ngokuzayo sicela nibe nendlela ehlelekile yokubuza imibuzo nokuthi ningamhlali emadevini umuntu esachaza. Otherwise keep up good work.
0
Siyabonga!
Siyabonga .ngelwazi
Siyazibonga iyalo lomkhulu🙏
Ewu mahle amazwi kwiMpunga madoda sbonge ngolwazi eniscobelela lona...ngcela ukubuza ngina 27 angkaze ngenzelwe imbeleko komalume ngabe iphutha yini uma ngingenzelwa sengikulemnyaka engikuyo
syabonga ngombuzo wakho,uzophendulwa next time sishutha,so stay tunned
Nimngena emlonyeni ubaba la mnikeni ithuba achaze
Quiz sisuke siyenzela kona lokho ukuth siyaxoxa sonke ,if ufuna la ephendula khona imibuzo akhon ama video e session yakhe ,but Quiz suke sixoxa sonke
Baba Nqungebe siabonga ngolwazi ngicela ukubuza lapha mayelana ne divorce uma uGamdane ethi umuntu wesifazane ugana kanye. Uma edivorcile wase ethathwa enye indoda kwenzakalani lapho.
Makhosana ngicela ningibuzele Kubaba Ngobese ukuthi mangabe ingoduso ilotsholiwe kodwa umkhwenyana sebehlukene inkomo ngabe ziyabuyela yini kubo mkhwenyana. Umkhwenyana usaphila useze waqala ukulobola omunye
yebo fanel ukhiphe zonk lez azikhipha if khonake okwasal then uyokuqedel kwa lo wesmame
Sicela inumber yamkhulu
Yooo sisenkingen madoda
Ngizwe umkhulu ethi uma ushonelwe isithandwa sakho kumele uhambe uyosala. Ngaphinde ngamuzwa esethi uma ushonelwe isithandwa kodwa ningaganene awuyi emngcwabeni ngoba sizokwembatha. Umbuzo uthi uzomala kanjani ungayile emngcwabeni
umala emalibele esencwatshiwe
Mmmm ay kunzima kshuty luselude uhambo,hee ngath sengyabona sekuhlatshwa mbuz sekuthiwa ayke ngihlambulula makoti wam ngoba ngamthola ...
Yebo kubanjalo ukuze angavukelwa inyama endala oqgokweni niphinde nihlanganiswe ngokwedlozi kuze kungabikho oyonehlukanisa phakatji, lokho kwenziwa nhembuzi kodwa kuze kufikwe lapho kuqala ekulobolaneni akuhlanganiswa umjolo.
Celinamba...kababa
Uma uthatha (uganwa) umuntu owashada kodwa engathelwanga ngenyongo lapho ayeshade khona. Ngingamthela yini ngenyongo Uma egana kithi
Zibe zingasekho yini intombi ezingakaze zigane noma wena ubulikwapha.
@@ubukaonline9733 awu kahlen baf2 nase niphendula kabuhlungu kanje coz umbuzo lo oqondile oding impendulo ukuz naye umf2 asizakale
Sawubona bengisacela inumber kababa
Uma engikho endlini yomhambi othatha ingoduso, umndeni uyamkhulula ukubane abheke kosibongo fana.
video ezoba nezimpendulo zonke enizibuzayo sizoyifaka ngolweshlanu khona la kule channel
Ngicela ukubuza if uyintombazane wakhipha isusu uyaya kubo kwengane kwa baba wayo uyochela intethelelo? Noma uyenza ekhaya lakho kuphela? I nkosi ikubusise baba Ngobese and the channel
Bafweth syabonga cela ukubiza uma kufa ingodusoke kwenziwanjan? Uyanikwa yn enye ingane ewusbali wakho ikugane.. Ibambele udadewabo ongasekho obekumele agane mina
Kwembeleko ngicela ukwazi ukuthi umuntu ongashadile uyayenza yini imbeleko
cha
Ngyabonga baba inkulumo yakho ngicela ukuzwa ukuthi umuntu ubethiswa kanjani? Ngani? Nezinyama uzigeza kanjani?
Usebenzisa yiphi i mic for recording
Ngokubuka indlela izwe elonakele ngayo; ngabe kuliphutha yini ukuthatha intombi uyise kini uyibike edlozini ukuze ivikeleke ekulingekeni wenzela khona phela ukuthi ikugane iseyintombi nto?
Kuliphutha intombi iyalotsholwa ayibikwa Mahala mhlanusukhiphile ke iyona ndlela idlozi lakho elazi ngayo leyo, kodwa futhi uqaphele abantu Bama level angefani abaganani eg: umuzi ogeziwe awuganiselani nongageziwe leyo imfihlo. Engaxoxwa.
Ebafaneni ababulalayo senzanjani thina bantu besifazane
Umbuzo omuhle lowo
Lowo muntu kufanele ahambe ayongena emanzini afake ingubo emhlophe Abe INAZARETHA ngokugcwele ebese eyogeza umndeni walomuntu owambulala awushayele amathikitji abagqokise izingubo ezimhlophe lokho kuyenzeka kuze Lomuntu angamhluphi kodwa afane nomfowabo. Ukhona UCC engimaziyo yena wabulala indoda kuthe sekumele aye enkosini ayovuma Icala yena akangaya iyafika lendoda ayibone, solution iyodwa Ngoba iyamazi uli Nazaretha kuthi ayenzele okufanele kuze ihambe iye emndeni wayo.
Sbong kwelulwek min ngcel ukuchazelek laph mushonelwe munt obujol nay wayomal.kin wagezwa ngenkukhu kodwa amunt weslisa akahlali nixaban njal kuze kub luyaphel nje uthando udlulel komuny kwenzek okfanay.ngcel ukbuza kuthi nging sizwa yn?
NINJANI MKHULU NGISACELA NO YAKHO
Ngicela number kababa Ngobese kuningi esikufundayo.
is
Ugeza kanjan owesilisa yena uma athandana nomuntu owakhipha isisu/izisu.uma wathandana nowadhonelwa indoda yena???🙏🙏🙏
Manje uma umthole engenayo ingane but engaphelele engasiyona intombi what I the procedure?
Bhuti iprocedure izofana naleya yokuty uhlulekile ukuganwa, so ke uzoshweleza ngalokho, then ingane enizoyizala igezwe nayo, bese ucela kwabadala ukuty kube yiyona ezomisa umuzi wakini.
Isintu sithi, intombi nto egana ngokuphelele ngaphandle kwama T&C's. Uma uthathe umuntu osoniwe yenye indoda usuthatha icala lowomuntu mele umgeze, kuqala ususe izandla nephunga lenye indoda.
Sanbona mkhulu ngicela ukubuza ukuthi mamgabe ngaba nezingane naleyo nsizwa yashona sesahluke kwenza kalabi u6ageza na?
Ngicela ukubuza ukuthi inkulumo kababa ubunazaretha or isiZulu?
isizulu
SIYABONGA MINA BENGICELA NINGICACISELA LAPHAUMA KADE NGIYINKOSAZANE NGASE NGITHOLA INGANE NGALIGEZA I TEMPLE,AMAKHOSAZANE.UMA NGINESIFISO SOKUGEZA IGCEKE NGABE LEYO MBUZI ENGIGEZA NGAYO IGCEKE IYADLIWA NAAAA?
Umuntu ogeza umuzi wendoda Ilo olutholise umntwana , wena ugeza amakhosazana bese kuthi yena aye kubagcotshwa EBuhleni bamchazele ngendlela yokugeza Inkosi ngokukhulelisa inkosazana.
Kahlehle makuhlawulwa Kuba kanje:1. Inkomo yokugeza umuzi.2. Inkomo kamama okuyile ka 11.3. Bese Kuba inkomo yenkosi. Ngenxa yesimo samanje sekuvama kuthi kube inkomo kamama elethwayo le ebulawelwa ngaphandle okuyhiwa ayihlambulukile, ebese Kuba yimali lezi ezinye inkomo ngokuvumelana kwenu, ebese abazali bethatha imali bayifake emaphakatheni bengasayigezi imizi.
11 Lapho umprofethi sithunywa ethunyelwe emhlabeni, kungenxa yokuthi alisekho iqiniso emhlabeni futhi uMlayezo wakhe yiwona wodwa iqiniso lesikhathi sakhe. Ungumgcini weqiniso. Ungumthetho weZwi likaNkulunkulu lesikhathi sakhe. Niyabona? Lapho uNowa eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaNowa. Lapho uJeremiya eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaJeremiya. Lapho u-Eliya eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo ka-Eliya. Lapho iNkosi uJesu Kristu ishumayela khona emigwaqweni yaseJerusalema, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo weNkosi uJesu. Wathi: “Akekho oza kuBaba ngaphandle kwami”. Niyabona? Ngesikhathi u-Martin Luther eshumayela lapho eJalimane, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaMartin Luther. Lapho u-John Wesley eshumayela, akekho owayengasindiswa ebusweni bomhlaba ngaphandle koMlayezo kaJohn Wesley. Lapho uWilliam Branham eshumayela khona eMelika, akekho owayengasindiswa ebusweni bomhlaba ngaphandle koMyalezo kaWilliam Branham. Futhi namhlanje, ungagcinwa kuphela nguMlayezo womprofethi uKacou Philippe. Uma ubungumntwana kaNkulunkulu ngosuku lwabo, ubungakholwa kubo futhi kuyafana nanamuhla. [Um: Ibandla lithi, “Amen!”]. [Kc.3v12] [Kc.31v18] [Kc.91v6]#ProphetKacouPhilippe
Can i pls hv his numbers
❤️❤️❤️ what a wise old man, ubusisiwe umndeni wakhe
Baba Mqungebe ngaze ngayithanda lenkulumo ejulile neyisibusiso ezinsizweni ezisengamagqanqula aseNazareth Baptist Church.
Baba ufundisa thina esisezizweni esikhulisela abantwana kude lamasiko ethu. Siyabonga baba.
Amen baba ngiphuphe ngisesontweni lamanazaretha
Syabonga baba izeluleko zokphila nokuzphatha kwensizwa ka23 yaseNazaretha....uze uskhumbule Phungelihle.
Bafwethu yaz nibusesekile nisenamakhehla asbonge madoda
Syabonga cha ubaba syafisa asichazele ngembeleko kanye Nangoku zalwa wembethe kuthi kulungiswa ndlelani. Bese scela usizo mayelana nokulungiswa kwesibongo sakababa mabashona bonke kwababa sengsele mina ngumfana ithambo labo kodwa ngibiza komalume sengfuna kuyovusa kithi kababa ngenzenjani.
Ngaze ngalithanda lelo Khehla nkosyam. Uvele wathinta indaba efana nseh nendlela yokuzalwa kwami. Ngizwile, ngyabonga kakhulu. Makwande Bab Ngobese.🙏
umama msomi lo syabonga nkosya ngeziluleko engath singaythola inumbae yalobaba ziyakha izihloko zakhe
Khuluma khehla
Sengathi ningabhala ibhuku ukuze nezizukulwane zikhule
Mmmmh Siyabonga kuBaba uNgobese ngolwazi...Nginombuzoke Mina ekutheni Mawushonelwe Yintombi uhamba uyogezwa kini "Ingabe phezu kwalesi silwane ozosigeza ngaso uthini kuso phezu kwaso fth kwabakini ubabikela uthini uma usugeza"?
Amen unkulunkulu akugcine mkhulu 🙏
Umuntu ufunda azafe siyabonga 👏🏼 baba kuningi engikucoshile kwavulwka amehlo 👀
Yizo ke esizidingayo lezi, ukuze ivuke inizi
Sanibona ekhaya, igama lami ngingu Bhek'muzi Hlatshwayo, eNtuzuma G eNjabulweni Temple. Ngaphansi kuka Mshu Ngidi noMkhokheli Mahlophe kaNgidi. Bengicela ningisize, ngidinga kakhulu ukbonana nalobaba ebenimumemile ohlelweni. Ngyamdinga kakhulu. Ngyacela kubaphathi be Joshua Channel ukuba bangsize. Lobaba uphethe into esingihluphe iskhathi eside. Kepha uye ozongsiza kulento. 🙏🙏🙏
cela usi whtsap 0671057512
😭😭😭😭😭😭😭😭😭Ngathi kukhulunywa nami nekithi!!!
Siyabonga kakhulu ukusilethela uMkhulu impela unamava ahlaba hlosile, sim'thola kanjani uMkhulu mhlampe ezinambeni zakhe ingabe ninazo ? Siyabonga!!!
Sanibona ekhaya ngicela kucetshiswa ngiyigoduso ngilotsholiwe ngakhehla ade sekushoda umgcagco wase washona mkhwenyana manje sebengibuza kuthi zoqhubekani nokugana khona engasekho.... Ngicela kucaciselwa yikuphi okufanele ngikwenze ngoba bese sikulesi sgaba
Siyabonga khehla ngalolwazi...
Siyabonga Mqungebe, bafwethu ngokuzayo sicela nibe nendlela ehlelekile yokubuza imibuzo nokuthi ningamhlali emadevini umuntu esachaza. Otherwise keep up good work.
0
Siyabonga!
Siyabonga .ngelwazi
Siyazibonga iyalo lomkhulu🙏
Ewu mahle amazwi kwiMpunga madoda sbonge ngolwazi eniscobelela lona...ngcela ukubuza ngina 27 angkaze ngenzelwe imbeleko komalume ngabe iphutha yini uma ngingenzelwa sengikulemnyaka engikuyo
syabonga ngombuzo wakho,uzophendulwa next time sishutha,so stay tunned
Nimngena emlonyeni ubaba la mnikeni ithuba achaze
Quiz sisuke siyenzela kona lokho ukuth siyaxoxa sonke ,if ufuna la ephendula khona imibuzo akhon ama video e session yakhe ,but Quiz suke sixoxa sonke
Baba Nqungebe siabonga ngolwazi ngicela ukubuza lapha mayelana ne divorce uma uGamdane ethi umuntu wesifazane ugana kanye. Uma edivorcile wase ethathwa enye indoda kwenzakalani lapho.
Makhosana ngicela ningibuzele Kubaba Ngobese ukuthi mangabe ingoduso ilotsholiwe kodwa umkhwenyana sebehlukene inkomo ngabe ziyabuyela yini kubo mkhwenyana. Umkhwenyana usaphila useze waqala ukulobola omunye
yebo fanel ukhiphe zonk lez azikhipha if khonake okwasal then uyokuqedel kwa lo wesmame
Sicela inumber yamkhulu
Yooo sisenkingen madoda
Ngizwe umkhulu ethi uma ushonelwe isithandwa sakho kumele uhambe uyosala. Ngaphinde ngamuzwa esethi uma ushonelwe isithandwa kodwa ningaganene awuyi emngcwabeni ngoba sizokwembatha. Umbuzo uthi uzomala kanjani ungayile emngcwabeni
umala emalibele esencwatshiwe
Mmmm ay kunzima kshuty luselude uhambo,hee ngath sengyabona sekuhlatshwa mbuz sekuthiwa ayke ngihlambulula makoti wam ngoba ngamthola ...
Yebo kubanjalo ukuze angavukelwa inyama endala oqgokweni niphinde nihlanganiswe ngokwedlozi kuze kungabikho oyonehlukanisa phakatji, lokho kwenziwa nhembuzi kodwa kuze kufikwe lapho kuqala ekulobolaneni akuhlanganiswa umjolo.
Celinamba...kababa
Uma uthatha (uganwa) umuntu owashada kodwa engathelwanga ngenyongo lapho ayeshade khona. Ngingamthela yini ngenyongo Uma egana kithi
Zibe zingasekho yini intombi ezingakaze zigane noma wena ubulikwapha.
@@ubukaonline9733 awu kahlen baf2 nase niphendula kabuhlungu kanje coz umbuzo lo oqondile oding impendulo ukuz naye umf2 asizakale
Sawubona bengisacela inumber kababa
Uma engikho endlini yomhambi othatha ingoduso, umndeni uyamkhulula ukubane abheke kosibongo fana.
video ezoba nezimpendulo zonke enizibuzayo sizoyifaka ngolweshlanu khona la kule channel
Ngicela ukubuza if uyintombazane wakhipha isusu uyaya kubo kwengane kwa baba wayo uyochela intethelelo? Noma uyenza ekhaya lakho kuphela? I nkosi ikubusise baba Ngobese and the channel
Bafweth syabonga cela ukubiza uma kufa ingodusoke kwenziwanjan? Uyanikwa yn enye ingane ewusbali wakho ikugane.. Ibambele udadewabo ongasekho obekumele agane mina
Kwembeleko ngicela ukwazi ukuthi umuntu ongashadile uyayenza yini imbeleko
cha
Ngyabonga baba inkulumo yakho ngicela ukuzwa ukuthi umuntu ubethiswa kanjani? Ngani? Nezinyama uzigeza kanjani?
Usebenzisa yiphi i mic for recording
Ngokubuka indlela izwe elonakele ngayo; ngabe kuliphutha yini ukuthatha intombi uyise kini uyibike edlozini ukuze ivikeleke ekulingekeni wenzela khona phela ukuthi ikugane iseyintombi nto?
Kuliphutha intombi iyalotsholwa ayibikwa Mahala mhlanusukhiphile ke iyona ndlela idlozi lakho elazi ngayo leyo, kodwa futhi uqaphele abantu Bama level angefani abaganani eg: umuzi ogeziwe awuganiselani nongageziwe leyo imfihlo. Engaxoxwa.
Ebafaneni ababulalayo senzanjani thina bantu besifazane
Umbuzo omuhle lowo
Lowo muntu kufanele ahambe ayongena emanzini afake ingubo emhlophe Abe INAZARETHA ngokugcwele ebese eyogeza umndeni walomuntu owambulala awushayele amathikitji abagqokise izingubo ezimhlophe lokho kuyenzeka kuze Lomuntu angamhluphi kodwa afane nomfowabo. Ukhona UCC engimaziyo yena wabulala indoda kuthe sekumele aye enkosini ayovuma Icala yena akangaya iyafika lendoda ayibone, solution iyodwa Ngoba iyamazi uli Nazaretha kuthi ayenzele okufanele kuze ihambe iye emndeni wayo.
Sbong kwelulwek min ngcel ukuchazelek laph mushonelwe munt obujol nay wayomal.kin wagezwa ngenkukhu kodwa amunt weslisa akahlali nixaban njal kuze kub luyaphel nje uthando udlulel komuny kwenzek okfanay.ngcel ukbuza kuthi nging sizwa yn?
syabonga ngombuzo wakho,uzophendulwa next time sishutha,so stay tunned
NINJANI MKHULU NGISACELA NO YAKHO
Ngicela number kababa Ngobese kuningi esikufundayo.
is
Ugeza kanjan owesilisa yena uma athandana nomuntu owakhipha isisu/izisu.uma wathandana nowadhonelwa indoda yena???🙏🙏🙏
Manje uma umthole engenayo ingane but engaphelele engasiyona intombi what I the procedure?
Bhuti iprocedure izofana naleya yokuty uhlulekile ukuganwa, so ke uzoshweleza ngalokho, then ingane enizoyizala igezwe nayo, bese ucela kwabadala ukuty kube yiyona ezomisa umuzi wakini.
Isintu sithi, intombi nto egana ngokuphelele ngaphandle kwama T&C's. Uma uthathe umuntu osoniwe yenye indoda usuthatha icala lowomuntu mele umgeze, kuqala ususe izandla nephunga lenye indoda.
syabonga ngombuzo wakho,uzophendulwa next time sishutha,so stay tunned
Sanbona mkhulu ngicela ukubuza ukuthi mamgabe ngaba nezingane naleyo nsizwa yashona sesahluke kwenza kalabi u6ageza na?
cha
Ngicela ukubuza ukuthi inkulumo kababa ubunazaretha or isiZulu?
isizulu
SIYABONGA MINA BENGICELA NINGICACISELA LAPHA
UMA KADE NGIYINKOSAZANE NGASE NGITHOLA INGANE NGALIGEZA I TEMPLE,AMAKHOSAZANE.
UMA NGINESIFISO SOKUGEZA IGCEKE NGABE LEYO MBUZI ENGIGEZA NGAYO IGCEKE IYADLIWA NAAAA?
Umuntu ogeza umuzi wendoda Ilo olutholise umntwana , wena ugeza amakhosazana bese kuthi yena aye kubagcotshwa EBuhleni bamchazele ngendlela yokugeza Inkosi ngokukhulelisa inkosazana.
Kahlehle makuhlawulwa Kuba kanje:
1. Inkomo yokugeza umuzi.
2. Inkomo kamama okuyile ka 11.
3. Bese Kuba inkomo yenkosi.
Ngenxa yesimo samanje sekuvama kuthi kube inkomo kamama elethwayo le ebulawelwa ngaphandle okuyhiwa ayihlambulukile, ebese Kuba yimali lezi ezinye inkomo ngokuvumelana kwenu, ebese abazali bethatha imali bayifake emaphakatheni bengasayigezi imizi.
11 Lapho umprofethi sithunywa ethunyelwe emhlabeni, kungenxa yokuthi alisekho iqiniso emhlabeni futhi uMlayezo wakhe yiwona wodwa iqiniso lesikhathi sakhe. Ungumgcini weqiniso. Ungumthetho weZwi likaNkulunkulu lesikhathi sakhe. Niyabona? Lapho uNowa eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaNowa. Lapho uJeremiya eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaJeremiya. Lapho u-Eliya eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo ka-Eliya. Lapho iNkosi uJesu Kristu ishumayela khona emigwaqweni yaseJerusalema, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo weNkosi uJesu. Wathi: “Akekho oza kuBaba ngaphandle kwami”. Niyabona? Ngesikhathi u-Martin Luther eshumayela lapho eJalimane, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaMartin Luther. Lapho u-John Wesley eshumayela, akekho owayengasindiswa ebusweni bomhlaba ngaphandle koMlayezo kaJohn Wesley. Lapho uWilliam Branham eshumayela khona eMelika, akekho owayengasindiswa ebusweni bomhlaba ngaphandle koMyalezo kaWilliam Branham. Futhi namhlanje, ungagcinwa kuphela nguMlayezo womprofethi uKacou Philippe. Uma ubungumntwana kaNkulunkulu ngosuku lwabo, ubungakholwa kubo futhi kuyafana nanamuhla. [Um: Ibandla lithi, “Amen!”]. [Kc.3v12] [Kc.31v18] [Kc.91v6]
#ProphetKacouPhilippe
Can i pls hv his numbers