Uthwele ngabacela imali emgaqweni | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1 - EP16

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 13. 04. 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @blaqlifetv
    We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #BlaqlifeTV #IkuhlushwaIzithwalo #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthwala
  • Zábava

Komentáře • 399

  • @proudlysa774
    @proudlysa774 Před měsícem +23

    Isthwalo the new pandemic😢😢
    Lafa elihle kakhulu.Injani iSouth Africa uma inje?
    Abantu they are playing with our emotions. Umupha imali kanti usuyagexela bathwebule inhlanhla yakho 💔😢

  • @thamikhumalo5867
    @thamikhumalo5867 Před měsícem +21

    Yaz, I've realized ukuthi amasulmane sihlezi sithi umnotho wabo wenziwa ukuthi bayakhuleka ay cha shame iningi labo nje ngathi basuke bethwele

    • @philasandebhengu9784
      @philasandebhengu9784 Před měsícem +2

      Bathwele engani baganana bodwa ekhaya

    • @spanelaspakx1550
      @spanelaspakx1550 Před 19 dny

      Kunjalo nje

    • @user-kx7qj1rj3v
      @user-kx7qj1rj3v Před 5 dny

      Hawu izinkunzimalanga phela lezo ngisho umakoti wakhona mayeyoteta esbhedlela Kuya amakhehla omndeni eyolanda yonke into ephumayo mawuteta ahambe nakho ngebhakede .balalana bodwa bewumndeni

  • @Mamkhize.com92
    @Mamkhize.com92 Před měsícem +21

    King S'chaka uyawushaya umsebenzi wakho ,namaquestion onawo aryt kakhulu keep it up ❤

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 Před měsícem +24

    Unganikezi, umuntu imali ngesandla sakho, futhi ungaceli emgwaqeni.
    Sibonge ❤
    God bless
    Thank you 💕...

  • @ntombithiningubo
    @ntombithiningubo Před měsícem +11

    It is true blaqlife TV you open our eyes I've learn a lot since I started watching keep up the good work❤

  • @alexndlela2477
    @alexndlela2477 Před měsícem +32

    BI phakathi awusichazele kahle

    • @philasandebhengu9784
      @philasandebhengu9784 Před měsícem +5

      😂😂Mina ngeke ngithathe leyamali yakhe

    • @abigailnkomo8531
      @abigailnkomo8531 Před měsícem +2

      ​@@philasandebhengu9784azabengcono ke uBI usabanikeza ngoright hand. Ali boy eyakhe uyiphiwa nje ngoleft hand always angazi ukwenzekani ekugcineni kulabo abayiphiwa.mina nje ngirite yamahala

    • @user-fl2cs1cf8q
      @user-fl2cs1cf8q Před měsícem +2

      Don't judge

    • @DavieGWTs
      @DavieGWTs Před měsícem +1

      😂

    • @user-kx7qj1rj3v
      @user-kx7qj1rj3v Před 5 dny

      Koda lento yabo nje Kade ngasho ukuthi I strange very very strange enjani lemali yabo ephisana kangaka

  • @SibusisoMahlangu-vp7ro
    @SibusisoMahlangu-vp7ro Před měsícem +18

    Konke okwenzayo uzenzela wena. Uzovuna ukutshalile.
    Amen

    • @thembinkosidube3918
      @thembinkosidube3918 Před měsícem

      Hayi,akunjalo blessings can be stolen.
      God bless
      Thank you 💕

    • @busisiwegumede953
      @busisiwegumede953 Před 13 dny

      Injalo nje Sbu iskhuni sibuya ngomkhwezeli 🙌🙌🙏🙏

  • @musawakhejabulisiwenene7283
    @musawakhejabulisiwenene7283 Před měsícem +16

    Amasulumane onke athwele jehova

    • @NonhlanhlaNgobese
      @NonhlanhlaNgobese Před měsícem +2

      Ngempela uyazi imizi yabo izimoto abahamba ngazo lapho bayancishana ngemali sengiyawasaba

  • @NosimoNtabeni
    @NosimoNtabeni Před měsícem +14

    Jehova ,andibaphi kangaka abantu imali yhooo, ndiyabonga ukuva nkosi yam I will never ever.thank you

  • @user-xf5xn1pq8s
    @user-xf5xn1pq8s Před měsícem +5

    This blaqlife channel tv we learn lot of things keep doing your jobs guy's

  • @user-bv5um1lf1j
    @user-bv5um1lf1j Před měsícem +6

    Kwami a Ave engibusisa u king Sgcaka ngyamthanda ne voice❤❤

  • @user-vr4ls2vg7e
    @user-vr4ls2vg7e Před měsícem +3

    Bhutomdala mkhayawami nami ngidabuka emtuba emadwaleni ngiyabona kwasomkhela

  • @phumlanindlovu-rp9ux
    @phumlanindlovu-rp9ux Před měsícem +5

    😢😢Sometimes uma uhlupheka uvele uhlupheke kakhulu 😢just because of IZITHWALO ZABANTU🤞😳🤭..

    • @vusumzitshokke3241
      @vusumzitshokke3241 Před měsícem

      Mfowethu ma ungathwali bathwater ngawe uhlupheke more or bakuloyr 😢eix mna andiyazi lento esiyiphilayo

  • @sicelomasuku5554
    @sicelomasuku5554 Před měsícem +10

    I will never yooo😢 kodwa bantu mina kunini ngibapha jesu

  • @user-ih7ql4we8c
    @user-ih7ql4we8c Před měsícem +5

    Siyabonga benginga kwazi loko ngibonga uhlelo ngoba siyafunda kungalo bhuti kuhle okwenzile uze uzo confess uzophila impilo yakho

  • @SiphiweSiduli-cq8jd
    @SiphiweSiduli-cq8jd Před měsícem +6

    Yah neh udubeke uze uthi kanti uphi ujehova kanti bakhona onkulunkunkulu bemhlabeni😢😢😢😢

  • @user-ss5hp8js5k
    @user-ss5hp8js5k Před měsícem +11

    Hey kwaze kwalukhuni . Ngigcine ngci angiphinde

  • @mabuyihlengwa8692
    @mabuyihlengwa8692 Před měsícem +5

    Ngifundile namhlanje ngeke ngisapha muntu imali emgaqweni 😮

  • @user-yp2jx8xs1m
    @user-yp2jx8xs1m Před měsícem +5

    Umkhulu Gasa yinyanga yamaqiniso ngiyafisa ukuhlangana laye

  • @user-wh2ok1zt5z
    @user-wh2ok1zt5z Před měsícem +3

    Aze abamnandi amazwi kamkhulu awenfundiso sibonge kakhulu

  • @SmallBusinessSuccess-yw1ds
    @SmallBusinessSuccess-yw1ds Před měsícem +6

    Asikho isithwalo esiganagazi

  • @nkosinzama4950
    @nkosinzama4950 Před měsícem +10

    Amasulumane alibele evela kancane. Even uthengile kwizitolo zabo ufuna ukubuyisela impahla emuva abakubuyiseli imali yakho back😢

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 Před měsícem +3

    Hey ma ngoke ngiphinde ngiphe abantu emgaqweni imali yami😮never again

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o Před měsícem +3

    Gasa sithi akwande mkhulu ,iya phambili ngomsebenzi wakho ngoba muhle kakhulu futhi sijabulile ngendlela osebenza ngakhona,

  • @user-mr1mg4zx9v
    @user-mr1mg4zx9v Před měsícem +2

    Yabo nje um kungab nale TV show ko Eastern Cape nako Limpopo ei kuningi okungavel lent engaty abantu sebeybon njengento ekhiph bant endlaleni. Kodwa ekugcineni kuf abantu ngalent

  • @user-gp3iz7ux7x
    @user-gp3iz7ux7x Před měsícem +3

    Mmh mhla nobona kuthy God is the only way kuba kuhle
    Bhuti udinga uJesu hes the only way

  • @Zintlle
    @Zintlle Před měsícem +10

    Siphelile I sizwe izithwalo hhaybo! Yingakho lesizwe sihlupheka

    • @thembimasilela1867
      @thembimasilela1867 Před měsícem +1

      Kungakho futhi sisahlelwa izikhukhula because of izinja lezi ezidelela umhlaba....zibulalisa nathi sonke

    • @philasandebhengu9784
      @philasandebhengu9784 Před měsícem

      Nama sulumane athwele

    • @goodmanshabangu2854
      @goodmanshabangu2854 Před měsícem

      @@philasandebhengu9784 including the gift of the givers foundation. Who are owners of the foundation ? businessmen are Muslims. Naye BI Phakathi uthwele why he's hiding his face ? Lol 😂😂 athi ngithule.

    • @user-ru9jl3il2l
      @user-ru9jl3il2l Před měsícem

      Yebo nkosyam iSulumane 😮baze bakhohlakala abantu basePakistan 😮

  • @sibonisolubis4986
    @sibonisolubis4986 Před 16 dny +1

    How can I get hold of this man xem🥺🥺🥺, cela ningichumanise naye xem ♥️

  • @thembimasilela1867
    @thembimasilela1867 Před měsícem +20

    Thats y i hate money like this😢 i hate money really🤞but i need to work hard for it... but i really hate money😢😢😢😢periods...impande yesono eskhulu....and the way abantu banginyanyisa ngakhona babhizi bakhuluma ngendlala ....alikho ithuna lendlala....fusekani man akuqali ngani ukulamba....sonke siyalamba....niyathwala niyabulala nenza yonke imihlola

    • @abigailnkomo8531
      @abigailnkomo8531 Před měsícem +1

      Uqinisile sisi yini le engaka ngendlala ngathi siyaqala ukuzwa ngayo. kunini sikhula silamba kodwa zange sife.

    • @thembimasilela1867
      @thembimasilela1867 Před měsícem

      @abigailnkomo8531 this people they are frustrating me

    • @user-sx5rx1sx4b
      @user-sx5rx1sx4b Před měsícem

      True

  • @derridesember
    @derridesember Před 14 dny

    Life guys ya this show is teaching us a lot about life. we have to accept what an unccestors ,& God want us to be

  • @spiceseptember3160
    @spiceseptember3160 Před 21 dnem

    This show has taught me so much. Firstly I thought its fiction and since ngiyigwala I couldn't sleep for days ngisaba when I listened to some of the stories. Heei ngeke isithwala isnt for me ngingafa the next day wukusaba. May everyone who comes here seeking for help find the help that they need shame.

  • @DERRICKThabethe-cn1nx
    @DERRICKThabethe-cn1nx Před měsícem +3

    Mmmm ai ngiyabonga for this episode

  • @user-xv4jn3kq7p
    @user-xv4jn3kq7p Před měsícem +19

    Ngigcine ngci full stop ..manje sengiyazi and iningi labafwethu abase mgaqweni banobu Muslim phakathi

  • @user-bv5um1lf1j
    @user-bv5um1lf1j Před měsícem +9

    Nami sengifisukwaz ngo BI Phakathi kulapho Ave ngimthanda

  • @24sevenrecords51
    @24sevenrecords51 Před měsícem +5

    Kuyajabulisa ukubona umuntu olapha ngeqiniso futhi osemncane. Ubunyanga busazoma isikhathi eside

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya5866 Před 23 dny

    Miya oyingcwele sithi sisi a abantu uthathe imali yakho yokugcina kanti abantu bayathwala ngayo uphinde ungibone🥺🥺

  • @lilShabala
    @lilShabala Před měsícem +4

    God bless you my son you have heart, may He heal and be sanctified 1000 times, unembeza wakho mntanami muhle, Yoh mntanami I'm touched nge ngxoxo yakho uveže into ebuhlungu kanje, mntanami umuhle hlal'unjena mntanami unonembeza❤

  • @phill3308
    @phill3308 Před měsícem +5

    Sibonga ukuth uyazisola🙏may God work on you. One thing I like about Zulu aneqiniso.. Abanye se ngavele bafe kunokuth bakhulume iqiniso.. Our land will be healed eventually

  • @NonhlanhlaSkhakhane-bc2mp

    Yaz ngingavuma athwele masulumane.awalokothi akunike mali sandleni.nam sezoyibeka phansi ngeke sabanika sandleni

  • @somfiyanenoluthando
    @somfiyanenoluthando Před 5 hodinami

    Yho siyabulela ngezilumkiso... bt ngenzeka intlahla zetu zatatwa kudala.. kuba besingazi... abanye batata intlahla zetu ngokulala nati... bona aba siti sitandana nabo.. Bawo sincede..

  • @ansihle
    @ansihle Před měsícem +3

    Manje uma sithenga ngawo kumuntu odayisa izinto ezibiza imali emhlophe umfanekiso amasidi ,amachips abukho ubungozi lapho

  • @ntombifntombi6496
    @ntombifntombi6496 Před měsícem +5

    Ngithi nje kuwe Fuseng mgodoyi

  • @nhlakathamba5714
    @nhlakathamba5714 Před 11 dny

    uthole izitolo zabo hlezi kukhona bantu kanti bafundiswa ngokuthwala

  • @Me-kq8uv
    @Me-kq8uv Před měsícem +3

    Presenter please give us your skincare routine

  • @user-kn1ed7jx2u
    @user-kn1ed7jx2u Před měsícem +3

    Lol isithwalo esingenagazi ? 😂😂😂😂😂😂😂😂😂 khona akufihlayo lomfo .

  • @HappinessDubazane
    @HappinessDubazane Před 20 dny

    Inhliziyo yam ibuhlungu bcs yaz ngiyabapha abantu basemgwaqeni imali kanti bayayisebenza 😮

  • @thembekazuma4465
    @thembekazuma4465 Před 19 dny

    😢ngaze ngafa mina bakithi ndlela leee engithanda ngayo ukubanika imali abantu abahlala emgwaqeni

  • @dutchessmminerva2461
    @dutchessmminerva2461 Před měsícem +6

    Yazike bandla jehova ang'sophinde ngiphe umuntu emgwaqweni imali shem.... Hhhaaaawu😭😭😭🤔🤔🤔

  • @alinahdabula5099
    @alinahdabula5099 Před 10 dny

    Impela inkosi ngifunde lukhulu kuBlaqlife😢

  • @user-sk3wo8xp6j
    @user-sk3wo8xp6j Před měsícem +3

    Uthini udokotela uzokhipha isithwalo aphinde amfake isithwalo🥺

    • @phumlanindlovu-rp9ux
      @phumlanindlovu-rp9ux Před měsícem

      Iva likhishwa elinye iva🤣🤞

    • @nhlanhlazwezwe7758
      @nhlanhlazwezwe7758 Před měsícem

      🤣🤣🤣hlezi esho njalo uyabona ukuthi lento yokuthwala ukuthi akuphunywa kuyona

    • @user-wc8cq1ni4q
      @user-wc8cq1ni4q Před měsícem

      😂😂😂lona naye ngathie nje ukhuluma amahlaya ayikho lendaba yakhe 🚮🚮🚮🚮uyafosta

  • @Zee-fg8rt
    @Zee-fg8rt Před měsícem +3

    Sihlupheka kanje is because of you nithwele nithatha inhlanhla zethu ngifisa ningalitholi usizo nihlupheke njengathi nikhohlakele azinihluphe lethwalo zenu.Thanks to blaqlife tv kusivulamehlo

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 Před měsícem +1

    Bhuti ukuthwala kuyinkinga kakhulu ngoba lento osuke uthwale ngayo sijikela umndeni😢😢

  • @triston9618
    @triston9618 Před měsícem +1

    Hayi ngiyabonga South Africa, ungathi akusiyo iSouth Africa engazalelwa kuyo ngakhula kuyo, kwaze kwanzima Jesu. Ukukhohlakala okulelizwe ishinyshile nje completely. Ukukhohlakala okulelizwe.

  • @user-fq2ep6by4i
    @user-fq2ep6by4i Před měsícem +6

    Koda ubhuti ubaleka neqiniso

  • @lucricia_mokgolo
    @lucricia_mokgolo Před měsícem +1

    Leso sikhathi ngiphisana ngemali encanyana emgaqweni kulaba abahluphekile.😢😢

  • @thnymhlaba179
    @thnymhlaba179 Před měsícem +2

    Ay bafo uyisigebengu untshontsha amadlozi ethu...nezinhlanhla zethu...and please 🙏 blaqlife sicela ubaba Umzizi...

  • @nombusoyaka4965
    @nombusoyaka4965 Před 5 dny

    Kwenziwa yini kumgabi bikho othi ngyayazi levoice umhlaba ungaka

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi2318 Před měsícem +1

    Ngiyabonga kakhulu kimi kwenzekile ngamunika umuntu ishumi ne 5 rand.muva ngizwa ngomunye wangitjela ukuthi uyabolekisa ngemali umashonisa.ngaphatheka kabi kakhulu kungani acele kungathi uhluphekile.

  • @phumlatshobeni2059
    @phumlatshobeni2059 Před měsícem +4

    I will never give my money to anyone on the street . And kunabantu abadinga usizwa emgaqweni ngempela , Kodwa kuyoba nzima ukusiza omunye umuntu

  • @user-zc4zp7gi2x
    @user-zc4zp7gi2x Před měsícem +4

    Yazi ama Muslim abuye aphakele noma ubani emgwaqeni, ey madoda kunzima angsa hambi ngisho nemsebenzi manje ngoba abantu bayahluleka ukbekezela makunzima empilweni.

    • @user-sl9je4ev9f
      @user-sl9je4ev9f Před měsícem

      😂😂😂😂 hayibo bafo asikudleni ukudla kwama Muslims sizothini silambile😅

  • @user-re3be7sw7m
    @user-re3be7sw7m Před 12 dny

    Syambongela ubhuti sengathi engaluthola usizo

  • @chicomkhwanazi5506
    @chicomkhwanazi5506 Před měsícem +1

    Niyavuma Ke manje ukuthi isethwalo asiphumi noma ikanjani, Ikakhulukazi sona lesi seContract nezinye futhi. Mabaphile abantu dokotela 🙏

  • @dineonkhobo7050
    @dineonkhobo7050 Před měsícem +1

    Blaqlife must also reside in gauteng myb some people out there also need help 🙏

  • @njabulobuthelezi1377
    @njabulobuthelezi1377 Před měsícem +1

    Angeke ngiphinde ngiphe abantu basemgwaqeni imali soze ngobanika ukudla kunemali

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 Před měsícem +8

    Izinsuku zokugcina lezi😢

    • @user-tt3su7jl8j
      @user-tt3su7jl8j Před měsícem

      Ngivumelana nawe kuloko😢

    • @user-fw1kd1ur8x
      @user-fw1kd1ur8x Před měsícem

      Ngempela kunjalo komhlaba kuphelile

    • @mayormsuthu1465
      @mayormsuthu1465 Před měsícem +1

      Khohlwa nje nge sidomu eskoleni ayikho le yey nsuku zokugcina,nizofa nihlupheka nilindele into engekho

    • @nomzamomoloi1085
      @nomzamomoloi1085 Před měsícem

      @@mayormsuthu1465 okusho Ukth Wena uvumelana naleyabantu abathwalayo abaceba ngamagazi abantu Kanye nemiphefumulo yabantu? Iqonde ukuthini lenkulumo yakho

    • @mayormsuthu1465
      @mayormsuthu1465 Před měsícem

      @@nomzamomoloi1085 akunjalo neze ngoba nami isimo engikusona manje siyavuma ukuth ngikwenze lokho kodwa anginalo uthando lwako lokho. Besengisho ukuthi singaphuthelwa izinto ngenxa yokholo esiluthola ngebhayibheli ngoba nayo asinayo i sure noma ulwazi olugcwele ngokubhalwe khona. Yize nginge mugxeka umuntu othwalako ngoba ngisesaba ukuphuthelwa umbuso wezulu engingawaz nokuthi ngeqiniso kukhona yini?

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před měsícem +1

    Aykhona bakwethu labantu abathwalisayo kuthiwani ngabo?
    This show it also remind me MP TV1

  • @nokwandalawula
    @nokwandalawula Před měsícem +1

    Eyi kunzima ngiyesaba kuba nam bengibapha labantu abadela amashumi kodwa manje ngengiphinde ngigcinile 😢😢

  • @NonhlanhlaCatala
    @NonhlanhlaCatala Před měsícem

    Ukuthi ngoke ngphinde ngiphe umuntu imali emgwaqen soze jesu

  • @zeeelove9259
    @zeeelove9259 Před měsícem +2

    Khanikhuze abantu bayeke uthwala

    • @ntombienhlemahlaba8368
      @ntombienhlemahlaba8368 Před 28 dny +1

      Abasho nje!bayasidoja mabeya khona👩🏾‍🎓

    • @zeeelove9259
      @zeeelove9259 Před 28 dny

      @@ntombienhlemahlaba8368 yhoooo cc hlala ngobhula ke wazi kwenzekani

  • @busisiweditshego8446
    @busisiweditshego8446 Před měsícem +3

    Ayisekho yini inyanga ezinikana imithi yodwa ngaphandle kokuthwalisa abantu na? Nani bantu abasha kanti why ngemali esheshayo bese niyakhala at the end

    • @busisiwegumede953
      @busisiwegumede953 Před 13 dny

      Angithi nonontandakubukwa ufuna ukukhulekelwa nxxx😏😏😏

  • @nomzamolankierasmente4071
    @nomzamolankierasmente4071 Před měsícem +2

    Eish Hai kubi

  • @ThandazileMsweli-sl6wf
    @ThandazileMsweli-sl6wf Před měsícem

    Mmmm ngiyasaba Kati uphindwe uthwaliswe futhi

  • @user-nb6iw1ty6p
    @user-nb6iw1ty6p Před měsícem +1

    Mawami uhlupheka nje yiwo lamasulumane azinikela kuwo uhlezi ethi bamnika imali nama voucher okthenga ezitolo sesikhuze sancama..Nkosi phendula manje

  • @user-fq4fc5ip6r
    @user-fq4fc5ip6r Před 18 dny

    Ayi bo zonke izizwe fiyayhwala ngisho amandiya wenzani uganga

  • @yolandantabeni6988
    @yolandantabeni6988 Před měsícem +2

    Kunini ngiphana ngemali ke Mina kodwa manje ngeke ngisaphinda

  • @vusumuzimasango950
    @vusumuzimasango950 Před 26 dny

    Cha sisenkingeni siyisouth africa mina nje ngeke ngisamnika umuntu ocela imali yey ngeke phela

  • @user-lp1cb5el5q
    @user-lp1cb5el5q Před měsícem

    Angifuni ukungasho ufresh umsakazi wethu kodwa

  • @HappyHappiness-ly7bg
    @HappyHappiness-ly7bg Před měsícem +1

    Ngiyasiding lesthwalo akangithinte mfethu bekuzongafi muntu nje

  • @user-jn9he8im2p
    @user-jn9he8im2p Před měsícem +6

    Poverty is the most thing that pushes people to do things that makes people's lives more difficult 😢.

  • @MpumiShongwe-xc2pq
    @MpumiShongwe-xc2pq Před 11 dny

    Ngifundile kuthi ngingasabaphi bantu imali emgcwaceni

  • @NkululekoJunior-iy5uu
    @NkululekoJunior-iy5uu Před měsícem +3

    😢 mina njeee ngihlale ngibanika ngidabuka ukuhlupheka ngyakwazi😢

    • @servantofgod4311
      @servantofgod4311 Před měsícem

      Eyi Siyafana, I wonder so yenza njhani ke manje ngoba kuba hisono, ngapha uyabona ukuthi lomuntu ulambile😢

    • @user-tg8rj4mh1p
      @user-tg8rj4mh1p Před měsícem

      Syafana mf2 , nam angivamisile ukudlula mangibona umuntu ecela

  • @costanciavutane3533
    @costanciavutane3533 Před 26 dny

    Bazoya manje ngeke ngi Nike iphara imali haaaaaaaaaaaaa

  • @zandiledube9235
    @zandiledube9235 Před měsícem +2

    Ayi nkosi ngeke ngiphinde nginike muntu imali ngomnika ukudla muntu nje sahlupheka Jehova lekelela

  • @user-qb5qo9be5n
    @user-qb5qo9be5n Před měsícem +1

    Yazi bonke labantu bokuthwala bazibizela ukuhlupheka nje ngoba akupheli ngobuhle Jehova nceda.

  • @topsymtshali7541
    @topsymtshali7541 Před měsícem +1

    Hmmm,siyabonga kakhulu,le yokuphisana ngemali bengingazi ukuthi iyingozi kanje🤦‍♀️

  • @user-tn1xh3gv5r
    @user-tn1xh3gv5r Před měsícem

    Now a ase car park Senzenjani ngabo ngoba nabo siyabapha imali nabo bayasisiza ngoku paka imoto if nabo benza njalo weee nkosi yami

  • @user-bv5um1lf1j
    @user-bv5um1lf1j Před měsícem +1

    Last month ngapha umfana R10 ne drink 😢😢😢 lapho ngangiqala ngqa

  • @Negusnegast7
    @Negusnegast7 Před 17 dny

    KwaSomkhele sibuswa abaKhwanazi umkhaya lo Mina ngise Mfekayi

  • @user-tg8rj4mh1p
    @user-tg8rj4mh1p Před měsícem +1

    Ngeke ngiphinde ngiphe umuntu imal emhlophe emgwaqeni, labantu bathatha izinhlanhla zethu

  • @WandaNjongo-dl5vz
    @WandaNjongo-dl5vz Před měsícem +1

    Hai kukancane siphumile isithwalo ungafi.....thathile thathile

  • @sfisombelu3624
    @sfisombelu3624 Před měsícem +1

    Schaka esizishaya inkinsela
    Mancinza mfwethu 🤝🏾

  • @mpumempumelelo5347
    @mpumempumelelo5347 Před měsícem +3

    Yingakho iNkosi uShembe uNyaz lwezulu wathi Uma umuntu ecela imali ethi ulambile.wath mthengele ukudla ungamnaki imali

  • @KhanyiPhewa-bj5ec
    @KhanyiPhewa-bj5ec Před měsícem

    Amasulumane kuhlezi kuthiwa anemali athandaza uAla kanti anjani nezigubo ezinde sengiyawanyanya sham

  • @Zethu_Bembe
    @Zethu_Bembe Před 10 dny

    Yena imali uyithola kanjani leabanikayona

  • @BeautyLMsiza
    @BeautyLMsiza Před měsícem +1

    Ayi kanti sinjenje ngexayakgo wuuu

  • @jackmthimunye5595
    @jackmthimunye5595 Před měsícem +1

    Bengicela izinamba źocingo ze Blacklife.Nginkinga engjdinga usizo kuyo.

  • @nomfundomrsgubu9322
    @nomfundomrsgubu9322 Před 8 dny

    Ngicela ngingixhumanisa nalo bhuti please

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw Před měsícem

    Mmm kubuhlungu shem ey angaz nokuthi ngithini ngoba sixakeke kanjena mhlampe yibona esabasiza basebenza imali yethu,bheka nkulunkulu wami isimo sethu emhlabeni,kunzima kulomhlaba asazi sobalekelaphi😢

  • @YvonneNhlapo
    @YvonneNhlapo Před 3 dny

    @alexndlela uyishaye eskhonkosini nami I'm deeply curious about this issue of BI Phakathi

  • @ThabaniGoqo-qo3fw
    @ThabaniGoqo-qo3fw Před měsícem

    Phinde ngineke umuntu imali emngwaqeni.Even car guard.