Maskandi Friday Live with: Abafana BakaMgqumeni(P2)

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 4. 08. 2022
  • #gezanimediaproductions #maskandi #podcast
  • Zábava

Komentáře • 100

  • @innocentngobese7417
    @innocentngobese7417 Před rokem +5

    Jezelkhulu muhle emlonyen akagcin ngokuba iciko uhlakaniphile uyindoda.

  • @kholwanimabizwa4735
    @kholwanimabizwa4735 Před rokem +4

    Jezelkhulu kade kwasa ubabhonya ngengoma wena futh nje uyiqhawe

  • @sibusisonkosinathi988
    @sibusisonkosinathi988 Před rokem +11

    Cha mina ngyabathanda ojezelkhulu ngoba masawumisile umlando webhova n ulusanda akasondelane nabo basebenze ndawonye eñgakhohliswa abantu bangaphandle n muhle ngoba nasesginxini muhle okungenani abashayele isiginxi ujezelkhulu aleade kungaba icombination enhle leyo n if izwi lakhe selizama amuleadise kwezimbili kwezintathu izingoma ngoba njengamanje eluhlaza emlonyeni.

    • @siyabongacebekhulu3649
      @siyabongacebekhulu3649 Před rokem

      Ngeke akwazi ukucula lowamfana noma esethanda ... akaqhubeke nobugidangoma nje yena, adlale nesiginxi

  • @user-dq7tx8yw2c
    @user-dq7tx8yw2c Před 2 měsíci

    Aww madoda lahamba iBhova likaDikadika umntwekhathele😭😭Niqhubeke bafana bakaMgqomeni lingashabalali igama li Bhova sinifisela okuhle kodwa nishaye engoma emnandi siyanijabulela💥💥🔥🔥🎉🎊🎉🎉

  • @thabogonya3988
    @thabogonya3988 Před rokem +4

    Mamjiji iLawyer Yentambo 🔥🔥🎸🎸🎸🔥🔥🔥

  • @zimelihleshandu9649
    @zimelihleshandu9649 Před rokem +3

    Ngyabaseka abafana baMgqumen kuleliphuza lamanqoqo akhandwayo Uma kuyiwa emcimbin

  • @misagwala703
    @misagwala703 Před rokem +4

    Kodwa ke nje iclean ivoice kaJezekhulu✨✨

  • @sihlecolmel6217
    @sihlecolmel6217 Před rokem +3

    Bafana ngyanizwa and kubuhlungu..ningifikisela nenyembezi

  • @pulematsemela8452
    @pulematsemela8452 Před rokem +4

    Hai lombhemu wa bass guitar myekeni Shem inkozi🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @sibonisongidi3617
    @sibonisongidi3617 Před rokem +3

    siyabonga ngokusivezela amaqawe🤝

  • @fanelesibonge2844
    @fanelesibonge2844 Před rokem +4

    nayi inkinsela eceleni ayvumi nokuvuma 🤣🤣🤣🤣🤣🙆🏽‍♂️ ay uthwele kanzima u Nelisani🤣🤣🤣

  • @sibusisonxumalo6684
    @sibusisonxumalo6684 Před rokem +2

    Lejongo le bass guitar ngiyalizwa mina🎸

  • @siyabongacebekhulu3649
    @siyabongacebekhulu3649 Před rokem +4

    Bass guitar 🎸 🔥🔥🔥🔥

  • @ewandy.k2371
    @ewandy.k2371 Před rokem +2

    Iskhevane lesi umthethwaso Sona asikwazi ngisho ukvuma iNgoma lokhu??

  • @eliasdube2000
    @eliasdube2000 Před rokem

    A sbonge lapho bafe2....
    Injalo inkulumo bafe2 UMFANA AKABUYE EKHAYA... HE CAN RUN AS MUCH AS HE CAN BUT HE CAN'T HIDE... #WOOOOOOOZA AAAAAH BOIII KATHI UYAPHI BOOEEEH

  • @sobunandichocolatemusic4752

    Amaqhawe , dankie Siyabonga eyintanjeni mjijiiiiiiii

  • @srngubaneopsmanager2238

    Scela nisiphe account kabhuti we bass guitar...ai mani ngingamfakela noma uR20 ecapitec inkunzi le

  • @andilembabama4393
    @andilembabama4393 Před rokem +4

    Qhubekani bafe2 ngesiphiwo senu siyanithanda🎤🎸🎧👌

  • @mduduzimbatha9390
    @mduduzimbatha9390 Před rokem +2

    Cha benginisola madoda kodwa kodwa indlela eniyibeka ngayo ngiyahoxa ekunisoleni

  • @lindanimvelase3654
    @lindanimvelase3654 Před rokem +1

    Sakhala isiginci🙌🙌🙌

  • @gadlamaxhosa6280
    @gadlamaxhosa6280 Před rokem

    Noma beyaye bethi abantu eyomndeni ayngenwa kodwa lomfana u Lusanda Ay no no no Akanamfundiso wonakele nje into engeke isalungiseka
    Nganginethemba lokuthi uzoba indoda ngimbona ehamba no Jaiva Awya

  • @sphamandlahlatshwayo6521

    Asikwazi ukucula iSkhevane😂😂

  • @PeaboHadebe
    @PeaboHadebe Před rokem +1

    Phushani bafwethu, ninganaki izithiyo nezimfamona. Nizibambele kushisa nalapho enikhona ngamandla nokizimesela kwenu emsebenzini.

  • @mxolisindlovu552
    @mxolisindlovu552 Před rokem +1

    Kudala la egoli ko Jabulani amphitheatre ayeba yimpumelelo ama events, kugcinwa nezikhathi. mina ngisola abahleli bangale kothekwini bayahluleka

  • @nkosizubenathi7374
    @nkosizubenathi7374 Před rokem +1

    Into idala ukuthi abalandeli bafike late emcimbini,ukuthi nisuke nitshele umculi iskhathi azongena ngaso stage bese tshela izinduna zeqembu lakhe,umcimbi mawuzoqala ngo 18:00 wonke umuntu akaphelele enkundleni 17:15 bese nikhipha line up 17:45 ngiyanitshela bafow2 lento yokuthi abantu babe late ingaphela

  • @moyomatsinda1016
    @moyomatsinda1016 Před rokem

    😂😂😂😂😂 jezelikhulu uyitholaphi le nsangu oyidlayo yebo uyinkunzi mfoka mseleku

  • @zandilemngoma7483
    @zandilemngoma7483 Před rokem

    Amaqawe syabonga

  • @thumbu6284
    @thumbu6284 Před rokem +1

    Live kaJezi❤️

  • @tsheponkwane9215
    @tsheponkwane9215 Před 9 měsíci

    Inkunzi zangempelaa

  • @nkosincube5742
    @nkosincube5742 Před rokem

    Khuphukani bafowethu

  • @nduduzojali364
    @nduduzojali364 Před rokem

    Ziyaph izindaba zomndeni

  • @nkosinathimyaluza2184

    Up Bobhuti, up Mamjiji, up lapho Bass guitar

  • @lungisaphazamisakaqulu88

    Bass Guitar 🎸 🔥🔥

  • @sandilejele188
    @sandilejele188 Před rokem

    Syabonga bafwethu

  • @sithazulu4551
    @sithazulu4551 Před rokem

    Uphi unkosinathi animsizangangani?

  • @malizungu4570
    @malizungu4570 Před rokem

    kunento engiyithandile eshiwo UJEZI LANA BENGICELA ABAHLELI BEMICIMBI EMIKHULU NJENGO BABA UMCINEKA NO GCOBO UKUTHI BEYIBHEKE, "UTHE BEKUNGAKUHLE UKUTHI LENTO YOKUNGENA NGOQHAWE LAMI EMICIMBINI IPHELE UKUTHI, NJENGEMPUCUZEKO UMFANISWANO UBE WODWA KUBE YIZIKIBHA EZIBHALWE UKUTHI IMPUCUZEKO KUNGABI NOKUHLUKANA KOMBALA UKUZE WONKE UMUNTU EBE INTO EYODWA KUZOKONGA ISIKHATHI NOKUTHI NALABACULI ABASAFIKA BENGANCWASEKI, NGYABONGA ".

  • @nhloniphonxumalo2211
    @nhloniphonxumalo2211 Před rokem

    Qinan'idolo bafethu ningabe nisayabuyela muva

  • @mthobisikhumalo155
    @mthobisikhumalo155 Před rokem

    Webafana bakithi owami umbono kufanale ningapheli Amandla ngomculo nangengane zamgqumeni ziyahlupha lezingane Ngoba zihlohlwa ngonina ekugcineni zifune thina obaba

  • @slindilesli153
    @slindilesli153 Před rokem

    Nazenakhuluma kahle

  • @mndeninkosingiphile837
    @mndeninkosingiphile837 Před rokem +1

    Awu wemaMjiji gazi lami thambo kamama unkulunkulu wadala umuntu wadala umona wadala usathane banomona abantu

  • @sinakhokonkegida7135
    @sinakhokonkegida7135 Před rokem

    Jezi elikhulu iphimbo lakho liyi nkinga mambana

  • @fisokuhledladla3731
    @fisokuhledladla3731 Před rokem

    nangibusisa ngaleyongoma ethi waphuzela ekhwapheni

  • @mxolisindlovu552
    @mxolisindlovu552 Před rokem

    Makungaqiniswa i safety nje kulemicimbi yamabhinca ngoba ayikhona kubi bafwethu singakhohlisani

  • @thobilengubane6867
    @thobilengubane6867 Před rokem +2

    Yini umsebenzi kaSkhevane🤣🤣🤣

  • @khulekanimdlalose4254

    Kanti lamadoda awakubo kaDladlaMshunqisini ngizwa Lomsindo mengithi ngbheka ubugubhu bayizidikadika nje ngqo

  • @zimelihleshandu9649
    @zimelihleshandu9649 Před rokem

    Jezy

  • @gxobinjasambemntungwa9694

    Zakhala Njomane bagadla oJezekhulu amaqhawe ke lawa zasha

  • @musadodas2055
    @musadodas2055 Před rokem

    Nomakipita namaxoki akhona awunayo ivavavumu wena

  • @mjakadash1159
    @mjakadash1159 Před rokem

    SKHEVANE NO MABALEMGWE SAME WHATSAPP GROUP. KUZOMELE BAVAKASHELE GYM VERY SOON

  • @kingbhungane1418
    @kingbhungane1418 Před rokem

    uMaskandi usunengevu too much!!

  • @mthethomthembu5451
    @mthethomthembu5451 Před rokem

    Ngyanizwa bafowethu akenilokhu nizama nje ukuyibuyisa lengane

  • @sandlilemazwi3307
    @sandlilemazwi3307 Před rokem

    gqizaaaa

  • @khethabantu228
    @khethabantu228 Před rokem

    Ngokuka Lusanda ngiyanizwa

  • @amandashoba1030
    @amandashoba1030 Před rokem

    nawa amaqhawe esiwazondiswayo madoda , siyavuma ke kodwa nathi ngoba siyithina

  • @senzomoyo7658
    @senzomoyo7658 Před rokem

    Mamjiji

  • @tshepangmayuyu1861
    @tshepangmayuyu1861 Před rokem +2

    Eze bhova khuphukani mina ngiyanizwa ukhulumela ukudla
    Ningabi nandaba no lusanda akayena Waka mseleku owakubo konina yikho nebhova nameka kusho kukhulu elakubona kunini ayihloniphi lenja idelela noma ubani angisayiphat yobubhimbi

  • @msizenincono6054
    @msizenincono6054 Před rokem

    Awuu isms😭😭

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 Před rokem

    Nelisani namhlawulani lomfana ?

  • @Sithembele_Magwaza
    @Sithembele_Magwaza Před rokem

    Iygubhu ze Pinepele madoda

  • @malindisa3
    @malindisa3 Před rokem

    AMA UNIFOMU AKHANDA AMATHUBA OMSEBENZI KULABO ABAWENZAYO, MANJE QAPHELANI NINGAPHUCI ABANYE ISINKWA

  • @mvuzoxulu9120
    @mvuzoxulu9120 Před rokem

    Ndoda jezelikhulu

  • @mlungisisipho7169
    @mlungisisipho7169 Před rokem

    Kanti azisu12 ingane zebhova senazi8

  • @mthokozisimthethwa6864

    Amabhodlela kanti aphi

  • @snethembakhuzwayo8070

    Fun kukhal skhevan kwi sms

  • @emanuelntombela2062
    @emanuelntombela2062 Před rokem

    Imcimbi yonke ihlala iya Thekwin nje kanti kuba yin ningayilethi nangapha egoli

  • @kholwanimabizwa4735
    @kholwanimabizwa4735 Před rokem

    Jijelen mawthanda lomfoe uyinkinga kanti ufihlelwen kavele aqoloshe

  • @moyomatsinda1016
    @moyomatsinda1016 Před rokem

    Bafowethu khuphukani kodwa kufuneko makoti bafowethu

  • @khulekanimdlalose4254

    Ngcela ukubuza interview ingo Lusanda no Mhlongoni

    • @lusandashandu5182
      @lusandashandu5182 Před rokem +1

      Usuqedile ukuyibuka yonke noma ume lapho okukhulunywa khona ngabo

    • @zakhelemadondo3178
      @zakhelemadondo3178 Před rokem

      Ngiphendule nje mfokababa kahl kahl la kwakhiwa indlela yokusondeza uLusanda kubantu bakubo ..ngizoxolisa nje ukusho lokhu ngokujwayelekile ngeke ngith wonk umunt....kdw kahl kahl umfana kumele ekhulel ekhaya kubo benza kahl besho kanje obhuti Skhevane noJez'ekhulu ngob kumele ezokwaz imilayelo yakubo

    • @zakhelemadondo3178
      @zakhelemadondo3178 Před rokem

      Okunye mangab uzobuka nje mfowami nezingane zakhon ekhaya kunina kaLusanda zizokhul uthol ukth kukhon izinto akazengamele uLusanda zith sezikhulile bese zithi hamba uye kini uyokuya kobani ekuben kade ethuka oyise bethi bayamsondeza duzane nabo

  • @mpumelelomasondol1q735

    Bayasincweba isiginxi abafowethu

  • @exellentndlangamandla5123

    Senihlukumezeke kakhulu qinani idolo neqakala uzobuya umfana kusekhaya endlukulu

  • @sthembelosikhakhane1444

    lo Sisi uyazithanda izindaba 🙄🙄

  • @Sithembele_Magwaza
    @Sithembele_Magwaza Před rokem

    Ubani manje lona osindwa I cap 🧢

  • @gadlamaxhosa6280
    @gadlamaxhosa6280 Před rokem

    Kodwa bakithi ithini I akhawnti kabhuti we bass guitar 🎸 ngzokwaz ukuthi Mhla NGASEBENZA ngimuthi fahla ngihandret Randi
    Inhle lento yakhe man

  • @pkphakathi2797
    @pkphakathi2797 Před rokem

    Zakhala

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 Před rokem

    Zikhala ngqo kuMcineka lapha

  • @Mashobane_Nyandeni
    @Mashobane_Nyandeni Před rokem +1

    Ngeshwa u Ngcobo akasekho ngeke asakwazi ukuziphendulela.

  • @fanelesibonge2844
    @fanelesibonge2844 Před rokem +1

    kanti wenzani uSbhukubhanka lo oseceleni yena🤣🤣

  • @princethabani4443
    @princethabani4443 Před rokem +1

    Kuyezwakala bafwethu khuphukan ngalowoshun ngoba akekho owenelisa ukuwufikela, uLusanda usazohluleka abuye ma sezimnetha kumaskandi kunjàlo

  • @PrincePrince-jw2zi
    @PrincePrince-jw2zi Před rokem

    Ngiyanizwa Bafowethu Mina nginikhonze kakhulu

  • @ngcebogreen3246
    @ngcebogreen3246 Před rokem

    Uqinisile uskhevane kuphilwa ngamanga kulomculo

  • @philangezwinuh859
    @philangezwinuh859 Před rokem +1

    Umndeni umndeni ngaphandle if uyihlathi thi Lusanda