Komentáře •

  • @plasmonixmhlengi4975
    @plasmonixmhlengi4975 Před 2 lety +22

    Number 1 khuzani, ibambe lapho Mfanakithi. Unganaki okuseceleni, ngithanda ne personality yakho, unobuntu uyaphila, uyahlonipha. Phambili Khuba, Phambili

  • @seshymbatha9564
    @seshymbatha9564 Před 2 lety +14

    Isegazin lentoeyokcula kulomfana ka Mpungose nd kuylisoka emlonyeni kukhuluma kungat indoda endala .Syabonga le interv... kut ibe ngoKhuzan cha ibimnandi kungat ishesheyaphela

  • @yamkelandamase5206
    @yamkelandamase5206 Před 2 lety +11

    Yabona uKhuzani yi ndoda straight ngoba uyayithetha inyani inje ngoba injalo kwaye unobuntu ndimthanda ngoba nomntu uyamnika credit yakhe xa eyi deserve
    Khula Khuba mihle imisebenzi yakho kwanga uThixo angakusikelela✍🏿🙏🏿

  • @mthokozisisakhile5563
    @mthokozisisakhile5563 Před 2 lety +18

    Sifuna ushitshi weqhawe kumbuzeni🤣🤣🤣🤣

  • @vuyotervin6292
    @vuyotervin6292 Před 2 lety +5

    Yiyo lena inkosi yomaskandiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiiii
    kusho mina ngisho nge data lamiiiiiiiii

  • @mlungisisomuhlegcwensa1607
    @mlungisisomuhlegcwensa1607 Před 2 lety +18

    Iqqiniso lithi bangaphika balale ngomhlane, bakuchaphe ngazo zonke izinhlamba ezikhona emhlabeni kodwa iqiniso limile elithi nguwe umfana odle ngobuhlakani nangesiphiwo somculo, kodwa bayokuvuma usulele kobandayo mfokaMpungose.
    #Khuba🔥🔥🔥

  • @sazbue4538
    @sazbue4538 Před 2 lety +21

    I salute Thibela what a voice backing up uKhuzan

  • @mluwakwashezi
    @mluwakwashezi Před 2 lety +24

    Sukaaaaa!!🔥🔥🔥🔥🔥
    UKhuzani uyawazi umculo...ngithanda indlela akabanika ngayo ithuba abadlali bakhe lapha🙌🙌
    Falabo🎸✨
    Musa Skosana🎹💻✨
    Thibela🎤
    Iteam yoonke nje siyabonga✨🙌🙌

  • @christkm1419
    @christkm1419 Před 2 lety +26

    King Khuba. It's suprisng how falabo moves from one to other today. In his interview he was struggling to play just once. KHUZANI is the best noma ngathin ANGIKHATHALI up Khuba wethu 💙💙💙💙💙💙💙💙💙

  • @Mthandeni-ShezieCele
    @Mthandeni-ShezieCele Před 2 lety +8

    Gawozi 🙏syabonga ngabe sebawubulala omathananazana lomculo ukube inkosi ayislethelanga wena

  • @spheleleblaze7941
    @spheleleblaze7941 Před 2 lety +11

    Khuzani is rich in mind 🔥

  • @zwelinkomonde7014
    @zwelinkomonde7014 Před 2 lety +6

    Uyinsizwa mfoka Khuba uyibeka obala yonke into up lapho Qhawe💙💙💙

  • @luckylucky-xv6tq
    @luckylucky-xv6tq Před 2 lety +42

    I think this needs correction abantu balahlekile Shembe nkulunkulu wasekphakamen,thina singabalandeli aslandeli ukhuzani siqu sakhe kepha kunento asnika yona unyaka nonyaka eselaphayo,i think ama artists kamaskandi aylahla laphoke azitshela ukuthi silandela wona ingakho abanye bechoma ngokuthi bayageza bona futhi bagqoka kahle bepheshaphesha ngoba ingoma aysavum skhuhlukhuhlung,ingakho phela ungenalo igunya lokuqhathanisa ama views endlamlenze nomunye umaskandi ngoba wona wodwa ethe ciko escongwen laphayana kuCZcams,sengkhuluma nge public knowledge ke...the investment is in what you're making not your looks💙💙💙💙.

    • @nsindisomabizela2334
      @nsindisomabizela2334 Před 2 lety +3

      Wabeka yacaca bha mfwthu 🤝🤝🤝🤝

    • @a.mnqobigumede7182
      @a.mnqobigumede7182 Před 2 lety +1

      🤣🤣🤣Your point about ama views iyona engiletha lapha, ubo bheka izingoma zabanye abaculi ukuthi zi Protected kanjani uzathola lapho
      Kunabaculi abadlalwa ama channels are more than 5 nalapho izingoma azivikelwe so ngiyala kulelo Phuzu....futhi yonke into ozama ukuyichaza lana wukuthi uwumlandeli ka Khuba kwaphela lingekhoke icala but ungakuzondi indlela abenza ngayo abanye
      Nelungelo lokuth uthi ingoma ayivuki futhi awunalo unless wena uwumculi unezakho ezivukayo

    • @simoshezi7409
      @simoshezi7409 Před 2 lety +1

      @@a.mnqobigumede7182 azivuk vele ukhuzani uyacula mft kunalo abamqhathanisa naye

    • @a.mnqobigumede7182
      @a.mnqobigumede7182 Před 2 lety

      @@simoshezi7409 🤣😂Ngabe akanabo labalandeli anabo njengamanje...ama debates kamaskandi awanamsoco or umqondo
      If umuntu engadlali ushuni owuthandayo ungabothi akaculi...coz kunomunye ozathi uKhuzani akaculi ngoba engamuzwa ngampela

    • @simoshezi7409
      @simoshezi7409 Před 2 lety +1

      @@a.mnqobigumede7182 Yeah ngyakuzwa bafo

  • @kheswa19
    @kheswa19 Před 2 lety +6

    Clean interview! Thank you.
    Ngiyibuke yonke!

  • @NolifewithoutJesus
    @NolifewithoutJesus Před 2 lety +13

    Abakuyeke Khuba uyovinjwa wulwandle Kunjalo kunjalo 🆙 🆙

  • @thulaniroy1042
    @thulaniroy1042 Před 2 lety +12

    The King 👑 of Maskandi

  • @nkosiyaphashandu279
    @nkosiyaphashandu279 Před 2 lety +8

    Àyiphidwe #Maskandi gcalisa Mabida Stadium 🌟🌟🌟🤝🙌🙌

  • @sphamandlamndawe2190
    @sphamandlamndawe2190 Před 2 lety +7

    Uyinkunzi Khuba, akekho oyokuvimba💙💙💙🐃🤝

  • @muziphungula4510
    @muziphungula4510 Před 2 lety +7

    Up Khuba up. Cula mnewethu, ucule kakhulu ke manje. Ngyathanda mawuthi cishe uthandwa abalandeli abawu 90% bakamaskandi wonke nje. Its true judging from amavoti owawathola uhlukanisa unyaka

  • @mjinavumabuyacool2910
    @mjinavumabuyacool2910 Před 2 lety +13

    Suka Khuphuka Falabo Khuphuka Mfoka Khuzwayo Sukaaaa Yash'intambo🎸 All the blue Nations ℹℹℹℹℹ

  • @dukers3849
    @dukers3849 Před 2 lety +9

    Singabakho Khubaa 💙💙 Up Blue Nation

  • @luyandaali2576
    @luyandaali2576 Před 2 lety +19

    Ndihleli nam apha e EC ukusukela ngo 9 o'clock🔥💙

  • @nkanyisosithole3460
    @nkanyisosithole3460 Před 2 lety +7

    Yamnandi into kulate Khuba mani🔥🔥🔥🔥🔥
    NoZama namhlanje uyashibiliki uluphethe kahle uhlelo sifuna lokhu ke singabalandeli umphathi wohlelo aluphathe ngesinono kanje uhlelo

  • @mduduzinkosi405
    @mduduzinkosi405 Před 2 lety +9

    Hamba mfoka Khuba usuqendile🔥🔥🔥ingabe luphy?Uma kunje kulate mfoka Nondindwa👌👌

  • @nkosigumede3226
    @nkosigumede3226 Před 2 lety +6

    Wayisha mfana kwakhala abantu up khuba up. King of Maskandi

  • @lonly-guyrsa5572
    @lonly-guyrsa5572 Před 2 lety +8

    Aww angibonge lelithuba lokuthi ngize nga commenta before be commenta🤲🤲

  • @thabanimthethwa8673
    @thabanimthethwa8673 Před 2 lety +12

    King nganeyakwethu ngyabonga mina usungelaphile mina bengigula ndoda ozavolo abayizikhova bebejabula bethi iqawe lethu linamanga usuligezile igama lakho ngonda UP KHUBA UP

  • @mkhumbuzishaw8591
    @mkhumbuzishaw8591 Před 2 lety +7

    Up khuba up eyakho lento khuba wayiphiwa emazulwini🔥

  • @charlesmamba6876
    @charlesmamba6876 Před 2 lety +8

    Khuphuka Khubaaa
    Bluenation💙💙💙💙💙💙💙💙

  • @sphahndosi4509
    @sphahndosi4509 Před 2 lety +17

    Best 👌 interview ever khuuuuba

  • @phethokuhlenduduzo9157
    @phethokuhlenduduzo9157 Před 2 lety +3

    Unzima ngo Live Khuba💥

  • @mvelisoposwa6250
    @mvelisoposwa6250 Před 2 lety +7

    Unjani lombala💙💙💙!

  • @lindokuhleeric6138
    @lindokuhleeric6138 Před 2 lety +11

    Njengamanje u5 oclock ekseni angikalali.. kade ngilalele iyngoma zakho ezindala.. bengizazi ngokuzizwa zidlala nje.. ay ubucula kakhulu Khuba kudala.. angaz noma amamemories.. yoo

  • @bhalegijima3377
    @bhalegijima3377 Před 2 lety +2

    Khuphuka khuba
    Wenzan manje uganga up qhawe 💥💥💥💥

  • @qaphelaqaps6561
    @qaphelaqaps6561 Před 2 lety +1

    Ufundisekile, waqeqesheka uyindoda Khubaa

  • @mapulemadlala3205
    @mapulemadlala3205 Před 2 lety +2

    Good interview up Khuba up💙💙💙💙💙

  • @nkosinomusamkhwanazi2163
    @nkosinomusamkhwanazi2163 Před 2 lety +4

    nice interview. mgodi lwabishi

  • @thabanimsomi1043
    @thabanimsomi1043 Před 2 lety +19

    Best interview, ever!!!!

  • @mvelolinksford4836
    @mvelolinksford4836 Před 2 lety +4

    wayecindezelekile uFalabo ngenkathi ebizwe noMuntuyenziwa namuhla ukhululekile umubona nasebusweni ngiyakuthanda ukubambisana kwazo lezizinsizwa.

  • @ruyteplaatsoffice891
    @ruyteplaatsoffice891 Před 2 lety +7

    Lombala o blue 💙💙💙khuphuka lapho

  • @tptozngwadi5874
    @tptozngwadi5874 Před 2 lety +15

    King Khuba 🔥🔥🔥👏

  • @sakhisenimkhize8162
    @sakhisenimkhize8162 Před 2 lety +4

    Khuphuka khuba demede 🔥

  • @msizimbatha3474
    @msizimbatha3474 Před 2 lety +5

    Khona ababuza ukuthi ugqokeni ninothibela bafethu akubizwanga oswenka lapha kubizwe umaskandi yazi nivele libhimbe nje nikhulume umbhedo ningafanisi ukhuzani noswenka abelungu abaswenki kodwa banemali musani nje njalo masikhuluma ngomaskandi nusthele ngomswenko

  • @khonamsani7131
    @khonamsani7131 Před 2 lety +5

    Kune vibe loku kweNdlamlenze ayibhori sdalo sekusala inzondo nje

  • @siphelelemaduna36
    @siphelelemaduna36 Před 2 lety +1

    Uyinkunzi Gawozi🙌🙌Skeem sakho sqinile

  • @Sithembele_Magwaza
    @Sithembele_Magwaza Před 2 lety +6

    Thuthani "Wambulala ngeMali"😹😹😹😹

  • @nkanyisowiseman6636
    @nkanyisowiseman6636 Před 2 lety +3

    I Band ephelele le👌💯Thibela👌

  • @cebomrx3946
    @cebomrx3946 Před 2 lety +4

    Bayokuvuma usulele Khuba ngoba bayahluleka usaphila , yasho ne Ndidane yathi bayincoma mabedakiwe !!!!!

  • @khulekanidlamini9201
    @khulekanidlamini9201 Před 2 lety +1

    Khuzani uyinkunzi mfana abakuyeke LOVE frm eswatin

  • @manelisijokiwe415
    @manelisijokiwe415 Před 2 lety +10

    KHUBA💙💙💙

  • @ndumisomkhize3523
    @ndumisomkhize3523 Před 2 lety +11

    Khuba🔥🔥🔥🎯👌

  • @aviwepiyose3916
    @aviwepiyose3916 Před 2 lety +5

    Up Khuba up yhooo uyababa bhuti

  • @yalezwasharon5831
    @yalezwasharon5831 Před 2 lety +5

    Khuphukaa wethu 💙💙💙💙💙💙💙

  • @nhloniphofortune2369
    @nhloniphofortune2369 Před 2 lety +1

    Khuphuka lapho Khuba ngavele ngamnika🥰

  • @philasibiya1584
    @philasibiya1584 Před 2 lety +8

    Khuphuka magic fingers maaan

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před 2 lety +3

    Khuzami Mpungose up Khuba up.

  • @xololanga2818
    @xololanga2818 Před 2 lety +10

    Yeah Khuba 😃😃 unamanga umbuzeni🤣🤣🤣 wambulala ngemali

  • @princethabani4443
    @princethabani4443 Před 2 lety +1

    Amen kuleyondawooo babhemuuu #up sky blue

  • @a.mnqobigumede7182
    @a.mnqobigumede7182 Před 2 lety +2

    Khuphuka Khuzani

  • @bhekanijohane7259
    @bhekanijohane7259 Před 2 lety +3

    Ngyakweseka webhuti🤝

  • @terrencezikalala6861
    @terrencezikalala6861 Před 2 lety +2

    Asibonge mfoka Khuba ngokuthi ugeze igama lakho bukhoma lapha kuloluhlelo Umbuso Wamaciko ngaloludaba luka Mbuzeni.

  • @zolekastokwe7918
    @zolekastokwe7918 Před 2 lety +3

    ✊👌💃🏽up Khuba 🤴

  • @Smilobuthelezi3361
    @Smilobuthelezi3361 Před 2 lety +7

    UP KHUBA UP

  • @mvelolinksford4836
    @mvelolinksford4836 Před 2 lety +1

    Phezukwabo Ndlovu yaseKukhulumeni Bayoze bavume kade ngisho nje..........

  • @sifisomangazi8818
    @sifisomangazi8818 Před 2 lety +1

    Nice one Khubs

  • @sibusisoxulu1449
    @sibusisoxulu1449 Před 2 lety +2

    Good interview

  • @slindileoluhle1818
    @slindileoluhle1818 Před 2 lety +2

    Ngiyabonga khuba mfowethu hamba usuqedile lomdlalo...

  • @nomfundopamela790
    @nomfundopamela790 Před rokem

    Khuphuka lapho wethu uyasho umculo wakho up Blue nation isimele kumaskandi mfoka Mpungose 🔥🔥🔥🎸🎸🎤🎤🎹🎹

  • @user-yj4rz5ph5t
    @user-yj4rz5ph5t Před 8 měsíci

    zinkonkotha i bus elihambayo elimile ziyalibuluka nje zishaya sengazathi aziliboni.Kuphuka lapho wethu.Uyinsizwa Khuba

  • @apostletgatyeni5262
    @apostletgatyeni5262 Před 2 lety +7

    Up King K 🔥🔥🔥🔥🔥

  • @masibongempungose3254
    @masibongempungose3254 Před 2 lety +3

    Khuba🙌🙌🙌🙌

  • @pholaninkosi1048
    @pholaninkosi1048 Před 2 lety +9

    Falabo uyinkinga 🔥🔥🔥

  • @msizimbatha3474
    @msizimbatha3474 Před 2 lety +4

    Bafethu asoke silalele sihlukane nokuthuka abanye abantwana labantu abaculayo bazenzela into yabo ebaphilisayo kodwa asifunekwazi ukuthi uyamthanda nona owumthandi eke sihleleke ngokomqondo sibuke sincome if kungavuni ukuthi uncone thula lento kamaskandi inhle futhi indala mhlampe abancane abayiqondi plz

  • @user-yj4rz5ph5t
    @user-yj4rz5ph5t Před 8 měsíci

    awu blue nation madoda,Nkosi yo maskandi suka

  • @khulekanimkhize5077
    @khulekanimkhize5077 Před 2 lety +1

    Awu ngaphuthelwa uhlelo lwakho mfoka Khuba akunankinga sesobona ekhaya eTHALA STORE

  • @sbusisomthembiseni7398
    @sbusisomthembiseni7398 Před 2 lety +3

    Amatek ka Thibela nkocyam 😂😂😂😂👌👌👌👌👌😂😂😂🤭

  • @khulanimoyo9174
    @khulanimoyo9174 Před 2 lety +2

    King khuba

  • @andilemphemba4859
    @andilemphemba4859 Před 2 lety +4

    up khuba up

  • @awakesgqebhe8095
    @awakesgqebhe8095 Před 2 lety +4

    Halala khuba wethu

  • @secondhalfproductionssanel6988

    Indoda ukhuzani 🤝

  • @asandadaza2459
    @asandadaza2459 Před 2 lety +1

    khuba💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙

  • @quintonnqobile6715
    @quintonnqobile6715 Před 2 lety +2

    Ngath ningahlala ninjalo no Thibela

  • @MakhosonkeNtombela-yr8el

    King Khuba🔥🔥🔥🔥🤝💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙

  • @simphiweshabangu833
    @simphiweshabangu833 Před 12 dny

    Uligagu khuba ❤❤❤❤😊😊😊

  • @lwazim8061
    @lwazim8061 Před 2 lety +1

    UMjaheni nkosi yam akukho nomnye umntu ocinga ngaye. Ubuzwe ngazo zonke iintshaba zakhe. Akadumiseki ngokuthuka uKhuzani makavele ayeke ngoku. Nyaka nonyaka usoloko ethuka uKhuzani kodwa akukho mntu unexesha lakhe.

  • @lungelodumakude3783
    @lungelodumakude3783 Před 2 lety +1

    Mangingasuka ku blue Nation ngingayaphi ei

  • @slyzoman654
    @slyzoman654 Před rokem

    Sacela igama noma i artist ecula lengoma isekqaleni plz

  • @sibonisohadebe1393
    @sibonisohadebe1393 Před 2 lety +1

    Up Khuba

  • @lindokuhleeric6138
    @lindokuhleeric6138 Před 2 lety +9

    Imibuzo yakho sisi ilungise.. like "Nibangani no....?"
    Thani nifike kanjani ekubeni izimbangi? Something like that. Sewukuphinde kaningi but asithembe kuzoqonda.

  • @sanelemugaga4620
    @sanelemugaga4620 Před 2 lety

    Khuphuka khuba

  • @bandile6797
    @bandile6797 Před 2 lety +4

    🤣🤣🤣🤣ey amanga ku Mgodi

  • @praymoretshawe1937
    @praymoretshawe1937 Před 2 lety +3

    #King Khuba #Falabo #Thibela

  • @anelemasondo7429
    @anelemasondo7429 Před 2 lety +4

    Uyaphapha Lomfana!

  • @nhlahlamathonsi
    @nhlahlamathonsi Před rokem

    ✊✊

  • @sifundogcwensa7336
    @sifundogcwensa7336 Před 2 lety +3

    Wayeqinsile uBaba ushobeni kbalekile ukt umculi akwazi ukshaya isgici awuzwe nje ubhimba kanjan uKhuzani ugeja ama corner

  • @mnqobizungu5848
    @mnqobizungu5848 Před 2 lety +1

    Ngingaythola kanjan lengoma eyi intro ye interview?

  • @nkululekonkanyisomsomi2637

    Khuzani wezwe lonke

  • @NtombithiniNgubane
    @NtombithiniNgubane Před 5 měsíci

    President of the blue nation 🩵🩵🩵🩵🩵🩵

  • @bongumusamanganga743
    @bongumusamanganga743 Před 2 lety

    Kuphindwa inteyodwa lana..

  • @sanelemdladla3479
    @sanelemdladla3479 Před 2 lety +4

    uyacula uthibela haaaaa