The best interview ever I enjoyed every moment with the guys abafowethu abalokhe beshona le nalena bamqonda ngqo umuntu abamgudli❤❤
Uma kungathiwa angilande ngami bese ngithi ngiqala ngisebenzise igama lomuntu ukumethuka lokho kuyobe kusho ukuthi igama lami angilisebenzelanga. Cha ngilugugu Mhlawumbe nentombi ugcina sezibiza ngami
Kodwa njomane walibulala iqembu lebhova nawe kumanje ugijima ezintabeni sebakujikela owahambanabo
@@MelusiMbatha-jt7tp ugijima eyintabeni kanjani umhlongo ngoba uzimele umholi weqembu elikhulu osaziwayo ukhumbule u dsd akuyena owakwa mseleku ngeke alandelane nalabafana uyimele
First to comment ngcela ama likes awu 1 million
Thanks Manqele ngoku uploader a full interview with ojezielikhulu
Siyabonga kunibona nisabalala nidumisa ubukhokheli benu ngiyathanda lapho maseleku up up up viva ngo jezekhulu viva viva ngoskhevane viva
😂😂 my favorite abafana bakamgqumeni big up Jezikhulu nesikhevane sikagogo. I love u big time guys all de best
Lutho bafana ningazifanisi ne BHOVA ,niyaziculela nje Nani ngendlela yenu nayo esiyithandayo kodwa ehluke kakhulu kuneka Mqgumeni 😎
Mngànami ngyakubongela ngomsebenzi owenzayo Perfect TV
Ngicela ukusilandele UMtuyenziwa mfwethu lensizwa ngat amandla ayo awa recognizwa kahle emculwen
Nina ayi 🤔 umgqumeni iyngoma eziningi ezakhe ezithi abakwamseleku banomona abafwethu,ngibulawa umzala, abasekhabomame, nina nithi konke kwakukuhle, abantu abangakhuluma iqiniso ngo mgqumeni usonakali zondi kanye naye ukhangelani mhlongo....
Ogezoo "Nishutha ngamafoni"
Aw’zwekee 🙌
Up up Zebhova.🎉🎉🎉🎉❤❤❤❤❤
Luv u guys ❤🎉
🎉🎉🎉🎉ezebhova ezasendlunkulu❤❤❤❤
Kodwa wabatalaaaabha uNavigetha 😂🤣🤣😂
Up ngezebhova❤
Cha mina ngyabathanda impela abafana baMgqumeni engifisa ukukwazi Shevane ugcobani ngba simazi emnyama
U Tom Mthembu, wayekhona kusuka ku Talagu. Wema nabo kunzima, ngiyakukhumbula I album eyayithi uTalagu yithi ama publishers nge NTP. Babelwiswa kodwa basebenza kunzima kunjalo. Abantu abafana no Tom akumele bakhohlwe, futhi legama leBhova kumele lihlale likhona.
U Masondo wayethanda kakhulu uMahawukela, wayethi mayefuna ukususa uchuku edlale ingoma kaMahawukela ethi ibanga elincane.
Ngyabingelela ngiwusfiso nkosiyosgcwagcwa ndlela weenen ngiyabathanda labantu ikakhulu kazi emcilweni
OMZALA BAKHE
😂umfana ohamba egida 😂ey umtalabho walezinsizwa uyabusisa
😂😂😂😂😂😂lezi ziyalishaya ikhanda
Lezinsizwa ngizifisela okuhle kuphela e lyfn coz abaziphakamisi .bayahlonipha kuyakhanya ukut baphuma ekhaya elilomthetho .qhubekan bafethu abantu bohleli belichothoza kodwa yilokho okuzalenza libe lodumo
Abantu abaybiza ngomfana owayemncane kunabo🤟😆😆 Okheeeeyi bomzet bam✊😂😆
Awubabuzanga ngani ngoMthethwakhe Langa bengizitshela ukuthi nizothi ukuythinta indaba yokuthi wahamba kanjani , Omunye owayehola amagcokama uJezelikhulu uthathe over 2015 kuwo umlando weqembu Abafana Bakamgqumeni awuphelele
Siyabonga baftu likhuphule indlu nkulu ningavumeli izitha
Bantu basekhaya lomama kazi nanithenjisweni ngegazi lami. Amazwi ebhova lawo ezibongweni zakhe
❤
Yhoooo ndinithanda kakhulu bantwana bam khona kulangoma ithi izinja
Lapho uNdlemnyama ehlanganaph neympahla zeBhova ekben enekwabo yena kad engahlal nanomgqumen ekitchen elilodwa ngcono,okokqala zkhulil iyngane kwakmele kbekelwe zon impahla zkayise aisuka bayanyanyisa laba
mfokamanqele ngihleli ngikulandela kuma prodcust akho kodwa sengibona sengathi lapha uyabaqhatha abaculi nabafana bakamgqumeni siyabathanda thuna kodwa ayi umabexabana nabanye abaculi ngicela uyikhethe imbuzo kubaculi sikhuza udlame kodwa kubukeka sengathi uyaluphehla lapha ngixolise mangizwakalekabi ngyabonga
Ave nichaza yey 😂😂
😢Sikhipha ama file eii kubucayiii
uGqoko lukhilu kakhulu ukunani nizingane kuKhangelani bobhekifa no no
Ngicela ulande uDSD manje kade kwasa silalela i-side lalamadoda akubuye uGqoko manje
Kunini sicela udsd kuthi akefike ngathi nayo lendoda ayimthandi sicela I side lika dsd
😂😂 Ugqiza ikhomikha
Niyahlulela msoon yezinja
Ku ryt bedle ifa ngoba ngelakibo lawe dlana elakini ma ufuna case close
Ibambeni bafana selokhu nganilandela ngo 2012
#ibhova
Akuyona interview lena
Uyedelela uGqiza😂😂
Cha nami angisaniboni bafwethu emcimbini ai ayisphathi kahle😢
Kwafa lokho kwakuvele kungalungile😂😂😂😂😂
Ezebhova🔥🤞
Yhoo limenemene ulijongile nje eli lingu jezelikhulu
Kwakugugumba ne demo engathi eyakho😂😂😂😂
Wena mfana sizoyeka ukukulandela lento oyenzayo yokugudla igcokama Elisha Kuma shows wakho😮😢
Dumisa😊
Vusegi wejezi angisane Sabi sdalo Nami wena skhevane😂😂😂😂😂😂😂
BhovaNation up lapho
Makhulu lamagama mfoka Mseleku ,ulibhidliza kanjani ikini ngenxa yomuntu ofuna ukuthola inzuzo
😂😂😂Ayi ziyamkhalela njomane la
Ojezelikhulu ❤❤
Mxm labo JoJo tank ababonwa uNgizwe
Mina ngivumelana nabo abayiphakamisi labobhuti ngibabone izolo mtn tax rent ngabamba ithambo nami bangamukela nje kahle 😊😊
Umfanohambe gida😂😂😂😂😂
🎉🎉🎉🎉
Shilisi yayienjoy lento ayenzayo😂😂😂😂😂😂😂
Ave ndinithanda
Umfazi ongavuma ukungenwa into embi kanje ingulube uqobo
Navigator Gcwensa wanitalabha?
Nalo Manqele wale CZcams channel usaxoki. Eyezindondo cha nje nani niyazi niyaziphiwa ayikho ani deserve ngishi eyodwa
Ay abayekwe bayatalabha labantu
Intulo😂😂😂😂😂
Skhevane uyahlekisa shem
Khuphuka gqiza😂😂
Kodwa syakhala Duyaza awzwakali iphi imic
😅ziyakhala ku dsd
Kwawena uyaphapha, ngoba umculi noma eya kuliphi izwe usuka eqhashiwe
ezaseNdlunkulu
bhut'Shepard khawulande u
Principal
Ijongo elihle
ikolodo lika bafanyana
uJaiva
Ngiga
Skweletu
Inhle interview kodwa masekuthinteka igama lebhova sengathi ningakhuluma iqiniso kakhulu ngoba amazondo wawathwala loyamuntu...ugqiza uzakahle nenkulumo
Nathi angiphume kini ngaphuma kini 😢 weyidudla nganenzani?
Aw madoda iskhevane skagogo umaqoma
Ubani uSakhiseni kulamadoda? Ingathi wayekhona!
Obhekifa
Lent yokuveza amahlaya ngomuny umunt ukuze kuhlekwe wen mfokakaManqele iyeke
oBhekifa 😂
owu labogombela kwesabo bazenza ngcono ngogqhoko marn
Ayi madoda ehlisani kuyazwela ngomfowami ...inhle interview majongo kodwake phela ningami ngozalo
Niyanya zinja namxosha uMgqumeni emaqenjini kaMahawukela baze bamkhumbuza ukuthi ungumshana kwaMseleku bemhubha ngamavolovolo
Awuzwe nje"Unogwaja omncane onkwankwe izinja phezu komfula iNgezo waphuma phakathi kwabo zashayisana ngamakhanda izinja zancama" wayesho kini zinja senizoqamba amanga
obhekifa
Olwethu ugqoko siyaluthanda luuuuuuuuuuuuphiiii
Zonomu hawu lezi nkabi
Danko Manqele ngiyocela uze nawo lamadoda azonandisa mangishadelwa wena uzoshutha video yomshado ngiyokwazisa ngisalungisa nkunzi yami
Manje wena mphathi we interview why ungafaki mic?
Izandla kuSkhevane,azifani sdalo nobuso@
Phambili bafana bebhova
Washaya 626 etyalweni soyenzanini ngane
Bafana indondo ziningi Kani yin inkinga yaMthandeni kungatholi indondo naye bandla umculi onjani kani lo ongakhombi mhlomulo wokushaya insizwa
Uyagcoba Skhevane
Kade ngangifisa ukuzwa ukuphawulo kwenu ngabantwana bakaMgqumeni
Kungamanga kodwa ukuthi uMgqumeni akatholanga zinkulumo ngokuphusha igama likaMahawukela waxoshwa kuzozonke.