Khuphukan bafan nginthanda ukufa♥️❤️
Siyabonga Mfo kaMchunu wayeza into enhle phela abanye bebethi angeke yaphumele, ngiyabavuma abachuli abanga funi mali angikhaleli imali yami engi thenge I CD yenu bafana bebhova.
Saze sanzima isingisi madodaaaaaaaaaaa khuphukani bafana bebhova
Aw suka!!!! ezami madoda JEzi Jezi Jezi elkhulu
Abafana bakamgqumeni 6 to 6 🔥🔥🔥👑👑
Ngiyanizwa bafana NKK
Angjabule nami dali ngithi angijabule sthandwa sami
blaqlife wangthatha wangbeka emcimbini sanyakaza iskhevane ngakhumbula ijukebox
Angijabule neze ngesound
Dankie Blaqlife usithatha usibeke let me subscribe 👌👌
Ngiyanizwa mina from NE
Up ngezeBhova bayazimisela estage awozeli mawubabuka
aw ngeChalaha madoda
Bafethu lengoma ngingayitholaphi lengoma lekhuluma ngomquba
Siiyabonga ma Mbovu amahle
awu madoda ngiyanizwa mina NUD kilimon ayinizwa futhi
6 to 6💥💣
Bhudi asbonge nokufaka amagalelo e qhawe elingubhudi wakho
for sound n pick quality a million times Blaqlifetv
Bafana bebhova eish immandi ingoma
Kodwa ngeS'khevane sikagogo😂😂
Hayi suka madoda
Indlemnyama kwezakubo
Ezasendlunkulu
please blaq life upload Jiava
@@thabongubonde159 akadlalanga u Jaiva emcimbini ka Ngizwe awekho wona ama video I did check awekho, I'm sorry ngabe sengimfakile
Khuzan ucabanga ukuthi abaculi abanamali yokuye ND from JHB layekile ezebhova noza bezikhona lol iphi jazz jazz
Hey niyathanda ukuphawula ngoKhuzani..engani ubeqhashiwe ku'Jazz..asingakhohlwa ukthi umsebenzi lona kubaculi..ushukthi wena ungayeka ukuyosebenza ukhethe ukuzodlala mahala ngoba nanku uthi abantu bazokhuluma..cabanga bekungenwa ngemali lana nd kukhona nabaxhasile..akekho umuntu ongenaso isimo.
Izindondo zikagoba sezaphupha azisenamsoco
uLusanda yini lona ongakwaLeft? Nakhu ngidideka, kanti akekho kuJaiva?
@@muzimayiza6076 ok, ngyabonga ngokungibeka esthombeni bafo, ngyaykhumbula leyondaba
yayinhle into eyenziwe abafana nikwenze njalo ningamlahli uNgizwe naye akanilahlanga 😘 nice one mabhinca