This was the best interviw ever,Gezani can you re-record your song that Khaza sang (wena mfana you are a small)but iculwe wuyena u Khaza.ngiyilalelile ma uyicula ngamlalena nalomcwe ka Khaza.uma yena enga cula wena ugadle ezibongweni ingashaya iyintsizwa leya ngoma.
Hayi into esengi bone manje ulwesihlanu luka Bahubhe noThwasa selula fire 🔥❤️🔥❤️🔥 zabambana izinsizwa uyezwa zadila no lead guitar nje as bezi jima zonke 🔥❤️🔥❤️🔥🙏
Ay maningi ama Artist Kumaskandi, ngiyaqala ukuboma uKhazi, awu wa Clean umfoka Mtolo entanjeni, uyakwazi nokuzwa intamba yomunye umaskandi ayishaye naye
i have watched this more than 5 times❤❤❤❤❤❤😍❤🔥🔥🔥, it remains outstanding
Àwuuu yeyi Mjolisi wangikhumbuza ibhova🤝💃💃💃💃💃
Ngyafisa nibize uMnikezwa ey iyacula leyansizwa👏
Ei yabona lento yoqhawelam mingaphela impela uMaskandi ungaya kude kakhulu. Bukani nje nganezakwethu lamaciko inhle into🙌🙌🙌🙌
U're both on🔥🔥🔥🔥🔥🔥 kdwa Mjolisi usamncane kakool izimanga zakho zyathusa nendlela obalance(Isa)ngyayo music ne Mpilo welldone mf2👏👏👏👏
Uma kukhulunywa ngamaciko nabaculi kushiwo into enje abantu abenza konke baphelele👍🤟🔥
Khuphuka Mjolisi ngyakuzwa mina
Lendoda isizwa ngaphakathi isgingci😂😊
Eyi Mjolisi ntwana😍❤️🔥🔥🔥
Ayikho ke sdalo ikhombo eyake yabakhona yabanje kulombuso wamaciko nasi🤞🤞🤞🤞lamadoda ngfisa ingoma yawo ibenye nje iphekwe ivuthwe yize bona bengakholelwa kakhulu ekuhlanganyeleni kodwa kukhona into engnukelayo👃
Washo kahle we khaza ai qhawe ngab bathin abakad bafik kulendim abanikhuphule ngek
🙊🙊🙊🙊Gwazela noPholoba inkulu inselelo eninikwa yona namhlanje labafana bangenhla suka sikhal'esandleni #Khaza & #Mjolisi🔥🔥🔥👌👌Ngayithanda le interview yenu ningenhla zinsizwa ngengoma.
Anihlangane madoda nikhiphe noma isingili nobabili🙌🙌🙌
We khazi kd ai yasibamba kd ai suka
NgiseMpangeni ngithi nje 😊Yaze yamnandi leInterview❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️ n mayengahlangana lamaciko singajabula💓💓💓
Muhle umdlalo weynkabi estudio🙌
Yazi yonkinto ihlangene ngathi beniycampele lento okubambisana nokuhoshelana okuvela lana kuyamangaza and kuyajabulisa
Ngyanivuma mina weynsizwa 🙌🔥 up Khaza & Mjolisi ngingowasoPhongolo olumanz' abovu
Mkhaya
Ngicela mjolisi ushaye ingoma eyodwa nje no dumakahle eyothando khona into engaphuma
🔥👌 Perfect 👍 #mjolisi & Khaza 🔥👌10/10🤟
Ubhuti omdala ulekelela ubhuti omncane, nobhuti omncane ulekelela omdala. I comb enje💃💃💃💃💃💃💃👌👌👌👌👌👌
Umona phansi zadlala ingane zakwethu mmmmm 100% keep it up
Isiphukuphuku esishaya uBass ay fusegi marn😄😄😄😄
Yinkunzi khaza ku live
Kaz'uthuli uthini uKhuzani umfana omncane esixebula kanje isiginci🤔🤔#tag uMjolisi🔥🔥🔥
😂 😂 😂 Ew kuyashoshozela I'm sure
Ngcela nisvezele lonkulunkulu ka Bass Guiter. Sukaaaaaa
Up bafe2 khaza,
mjolisi lizinkunzi bafe2
Aiy uyakhuphuka u bass guitar suka!
Yiyo bafana bakithi!!! Yavele yahlangana lento. Inqwaba izinkosi eziyigcobile eziyokhala ngeyiginci neyinsimbi uma kungathiwa azidlale njengalamabhungu! Up bafana bakithi🙌🏽🙌🏽
Yinhle lento!!
Best interview so far🔥🔥
Ay ngeke ...best interview ever!!😅❤️✊✨ay lezinsizwa kmele ke zihlangane✊,zingaya kude zombili✨✊
Uyinkunzi Mjolisi kuLive 👏👏👏
Khuphukani khaza nenkosana yonyazi umjolisi🔥🔥🔥🔥🔥
Best ever Interview kumbuso wamaciko Khuphuka Khazah nawe mjolisi naze nasibukisa intwenhle bafwethu u live o clean
Syabonga mandoda muhle umsebenzi wenu # Team work ❤️
Dlalan zinsizwa nidlale nidlale kakhulu umculo wenu upholile uyancomeka futhi....khuphukan mna ngibona konke anginankinga yenetwrk....umfana uMjolisi izwi ngathi ngelikaMgqumeni ave ephole kahle nje at Khaza ubugcokama phambili ngabo
good interview ever 🔥🔥❤️❤️❤️❤️❤️❤️
Up Mjolisi,up Khaza luhle ubumbano lwenu
Bass guitar 🎸 bowulwa kakhulu 🔥
Keep up the good work bafethu into yenu isemehlweni kanti imnandi.
Eiii yaz khona into engihlale ngizibuza yona ukuthi kanti emculweni kuphumelela abanjan ngempela ?makukhona abantu abenza kanje kodwa abanakiwe ....Yamnandi into yerrrrr🔥🔥🔥🔥🔥🙌🙌🙌
Mjolisi aii khuphuka lapho, imnandi ingoma🔥🌍🇿🇦
UKHUZANE NE GCOKAMA ELISHA ABALIBONI LA
@Thuls ababoni lutho yikho ukuthi bathandwa abantu
Ayi nami ngiyavuma
Ave uzozondwa lakhelana izitha phela IQINiSO
Ikhon into engahlangan kulezinsizwa
nami ngibona lokho. zinekhono zombili
Mjolisi nd Khaza💯inhle intoyenu 🔥🎸🎤🔥
Yeyi mkhaya wami khaza ugijima kakhulu 👏
Am speachless #nizokhula niyezwa
Khuphukani lapho zinsizwa
Ei naze nangithintela kamnandi izingoba zamaqhawe asalala ei kwavuka usinga🎶💪💪🔥🔥
NGYANIZWA EMABHANDEN MADODA
This was the best interviw ever,Gezani can you re-record your song that Khaza sang (wena mfana you are a small)but iculwe wuyena u Khaza.ngiyilalelile ma uyicula ngamlalena nalomcwe ka Khaza.uma yena enga cula wena ugadle ezibongweni ingashaya iyintsizwa leya ngoma.
Uyabona umkhaya wami uKhaza number one webhuti lapho Nkosenhlerh lona phansi Bergville ngikuzwa kahle we Mjolise
Bergville up !!
Khaza ay imnandi ingoma, futhi nesigingci sakho simnandi, hlo🔥🌍🇿🇦
U Best ke lona ku mbuso wanaciko
Khuphukani bafana ninzima .Nabanye ababukele kini bayeke ukulwa nokuthukana
Yey Awdeleki lo Live wenu Bafana bam...Ningamagagu
Up Mjolisi🤝🏽🔥🔥🔥
Madoda intambo niyazidontsa ndinipha 100% intle into yenu 🤝🤝🤝
Kwaze kwamnandi kwakuhle ... zakhuphuka iynsizwa🙏🔥🔥🔥
Ilenhlobo eyenza umuntu athenge itickets lomcimbi.... Khaza uyanginka
Yakhalintambo Madoda, up Bafana man yesses
And ngiyakuthanda ukuzithemba kwenu ne connection yenu ave ingijabulisa niyinto eyodwa and keep it up bafana bakithi kukude lanisaya khona
Danky Khaza bengazi lutho ngawe kodwa manje ngyaphakamisa💪
Umnandi ulive bAkithi awwwwwwwuuuuuuuh khuphuka lapho
Lomaskandi wamajita uyiciko kithi khupphuka Glamour....yasho intambo
Mubi..ukhaza...Mubi umjolisi....💥💥💥💥💥💥💥💥💥💥💥💥dankoooooh
Mjolisi Yehhheeeni🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥Baba kaEnzoh!!!! syambongela ukumnika ithuba kulePlatform!
🔥 muhle umsebenti wenu
yabona labantu ekade nibalethile Fridaybafike bathatha no.1 lona obuphethwe Mbuzeni neNyoni Emhlophe. niqondanise kahle Gezani nathatha abantu abasalambele impumelelo
nice work guys 🎥👋🥰
Ngaze ngaluthanda ubumbano phakath kwabo ngaziqhenya ngawe 2k lesizwe khuphuka marn Mjolisi ungangenzi islima 🤍❤️🤍❤️💯💯💯. #islimasezwi❤️🤍
Mmm🤔🤔🎶🎻🎸👌👌🔥🔥🔥ai naze nangibusiza wezinsizwa ei niyacula futhi niyasishaya isginci 100%ngiyafisa sengathi benganeseka kakhulu ai nivusa usinga
Kube niyayibona into enhle bafowethu nonke kumaskandi nanku umdlalo omnandi wey'nsizwa yayihle lento,baningi abakumpucuzeko abangeke belibone elidlalayo ngo live kulabafana, ophikayo kaveze umunwe simbone. We mncineka nebandlalakho akenibuke kahle lento yabaculi eningabaqokile kumpucuzeko
Koda khaza ai suka ai
Up Bergville siyabonga lapho mkhaya
Mjolisi up up Nkosana 👌
Mjolisi mf2 ikhono lakho liyamangalisa❤❤❤❤👌👌🥰
Ya banesphiwo bobali , inkulu ingoma la
AMAZING SKILLS
Kubahleli bemcimbi sicela basenzele umcimbi ka live kuphela ukuze kungacindezeleki abantu abanekhono buka nje lababhemu bakhuphuka kanjan.
Nami ngiyakuvumela @Sifiso, baningi abaculi abakwazi ukushaya ulive
Yei zyakhuphuka lezinsizwa, uBass guitor ay ngyayvuma lensozwa ewdlalayo ay iyawgibela marn yeiiiii
Khuphuka lapho Mjolisi💥💥
Kodwa lokhu 🙏🙏🙏🙏🤝🤝🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏syabonga gezani
Kaze ubani oyohlonipha uMahawukela aphinde adlale ushuni wakhe
Awukho odlula lo u live 👍👍
Bass guitar ayi iyawucinanisa le ngwenya 🔥🔥🔥🔥🤞
Ninekhono bafana bakithi ngyanivuma sibonge kuMbuso waMaciko ngokusilandela amaqhawe ethuu khulani bafana bakithi uLive nuwuphethe🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🙌🙌🙌🙌🙌
😳hhei bafwth lezinkabi ziphiwe haa!💯🔥🔥
Big up boyz👊🙌
Khuphuka Khaza 🔥🔥🎶☑️
Danko Mjolisi. Ibambe lapho wethu.
Bengithi uKhaza usefufusa, hhayi uyasishaya isiginci ngiyamvuma kuso kanti uMjolisi unephimbo elihle kakhulu kusamele akhule esigincini uMjolisi but uKhaza uyasixebula isiginci.
I'm in Love with you Guys, ngyanizwa
Mjolisi muhle kakhulu ngezwi....kanti uKhaza yena muhle kakhulu entanjeni ebesekuba yilendoda edlala bass guitar yenza amawololo noMusa umfokaSkhosana uza mawala nge-keyboard kuvele kuvuthe umlilo wodwa 🔥🔥🔥🔥#UP_BAFANA_BAKITHI!
100/100 chaa zidlala kamnandi lezinsizwa sukaa🔥🔥🔥❤❤💯✔
Hlanganisani something bafana noma nje two tracks kumane kunyiwe one 🔥🔥🔥
Ngisho nangalelanga kufike iqhawe lami angibukelanga u2 hours wonke.
Kodwa i chemistry kulezinsizwa sengibukele kwaze kwafika ek'gcineni ,ziyangithokozisa mina lezinsizwa
Hayi shuuu makungaphela oqhawe lami kumamelwe njee kuxhaswe umculo wamaciko kungamnandi kakhulu lana endimeni
Ziyakhuphuka nazi insizwa madoda heyi kumnandi lana ikhono lihle kakhulu khuphukani madoda nangikhumbuza
Umgqumeni no Mjiks madoda
Shayani lapho bafana abasha ngibatshelile ngathi bhasobha labafana bafikile❤❤❤❤❤🤟
Hayi into esengi bone manje ulwesihlanu luka Bahubhe noThwasa selula fire 🔥❤️🔥❤️🔥 zabambana izinsizwa uyezwa zadila no lead guitar nje as bezi jima zonke 🔥❤️🔥❤️🔥🙏
I VOICE KA MJOLISI IYALOYA MAN SUKAAA...MAYESE BHEKHA LE EKA KHAZA EYEZELAMANI FT MGUBE
Ay fusek khuphuka kuBass 💥💥💥💥
Siyajabula Bergville
Mjolisi 🔥