uKHUZANI EKHULUMA AMAQINSO KUMBUSO WAMACIKO

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 9. 06. 2022
  • MASKANDI FRIDAY ONE MAN SHOW KHUZANI
    10/06/22
  • Zábava

Komentáře • 162

  • @lorrainebuthi-np3zj
    @lorrainebuthi-np3zj Před rokem +4

    Ey mfoka Mpungose ngiyakuvuma mnewethu, yabona le interview is one of the best ngihleze ngibuyela kuyo........

  • @njabulomafuleka345
    @njabulomafuleka345 Před 2 lety +12

    Ngiyajabula ukuzwa ukhuzani eyala umdumazi ngoba unekhono eliyismanga sengathi engezwa elalele dankie khuba

  • @lindaninkanini6736
    @lindaninkanini6736 Před 2 lety +18

    The best interview 🙌 👌 ever had on umbuso wamaciko ay syabonga kakhulu Khuba and other guests kanye nawe muntuza awsemuhle 🥰❤🙏👌

  • @nkositsepo5111
    @nkositsepo5111 Před 2 lety +17

    Ngavele ngayikhonza kakhulu lensizwa yakaMpungose Ume njalo Khuba🙏

  • @mzansisa4664
    @mzansisa4664 Před 2 lety +13

    Aww Khuba wayala kamnandi kumfana u Mdumazi loyamfana unekhono koda manje usesemncan ngampela uyahlomeka Mina bengimnthana koda usazkhupha kimi angisamameli kwaykona. Akahloniphi akwenzowa kanjena emculweni

  • @AndileNicolous-de2oi
    @AndileNicolous-de2oi Před rokem +3

    Khuba uyingwenya abakyeke nawe falabo 💙💙💙💙💙

  • @thabanimthethwa8673
    @thabanimthethwa8673 Před 2 lety +7

    King 🤴👑ngyabonga nganeyakwethu yabona mina usungenze ngakhuluphala umsebenzi wakho muhle kakhulu mfe2 qhubeka njalo undizele phezulu UP KHUBA UP

  • @mbhobholonda7550
    @mbhobholonda7550 Před rokem +3

    Bambe njalo khuba 💯❤️ ispoki esingafi ngyathanda leya ngoma

  • @mbhobholonda7550
    @mbhobholonda7550 Před rokem +3

    Uhamba wedwa KHuzani top 🐕💯❤️

  • @okuhlenkwezane3156
    @okuhlenkwezane3156 Před 2 lety +8

    Wat an Interview, siyabonga King of Maskandy 🔵👑🔵👑🔵👑🔵👑

  • @cottonwoodsguards6808
    @cottonwoodsguards6808 Před 2 lety +4

    Syabonga lapho Khuba ngokubakhuthaza lapho oMbusweni wamaciko ukuthi baphenye abantu bebhekile ngamampunge avelela abanye omaskandi ukwenzela ukuthi avele amaqiniso nabalandeli balandele amaciko abaculi ngeqiniso kuyekwe ukugodla nokufukamela izindaba eziqhatha abaculi nabalandeli bomaskandi...#bigup kuleyondawo...umculi uyaphilisa njalo uyakha awuqhathi

  • @andilenxumalo3564
    @andilenxumalo3564 Před 2 lety +7

    Khuphuka mkhaya wami ngikubuka nje ngiphansi eNkandla kwaNgono eMfongosi

  • @samumaureen8698
    @samumaureen8698 Před 2 lety +10

    Khuphuka Thibela ungangenzi isilima💓🤣

  • @janskhosana5649
    @janskhosana5649 Před 2 lety +8

    Khuzani is so powerful I enjoy his music 🎶🎶 Inja nogodo my song

  • @lloydsiwelehlongwane9939
    @lloydsiwelehlongwane9939 Před 2 lety +3

    Kodwa Thuthani .. 😂😂😂😂 Umbulele ngenkence!!!

  • @mthokozisisakhile5563
    @mthokozisisakhile5563 Před 2 lety +7

    Khuphuka khuba syayazi thina eyakwethu💙💙💙💙

  • @sphesihlekunene3542
    @sphesihlekunene3542 Před 2 lety +11

    Khuphuka Khuba!!!!!🤝👑❤️

  • @nsizwasanelh8745
    @nsizwasanelh8745 Před 2 lety +12

    King of maskandi

  • @mthokozisibrayen7310
    @mthokozisibrayen7310 Před 2 lety +4

    Insisw len baf2 yambulal umbuzen ngemal🤣🤣🤣🤣🤣

  • @mduduzimsizi2431
    @mduduzimsizi2431 Před 2 lety +4

    😁😁😁waMbulala ngeNkeceee

  • @luckydlamini2954
    @luckydlamini2954 Před 2 lety +4

    Gawozi ndlovu kaKhuba🔥🔥🔥
    💙💙💙💙💙💙💙

  • @lamlanichonco5387
    @lamlanichonco5387 Před 2 lety +6

    Khuba ungenhla kakhulu bhuti anginambuzo mina ngirite kuwe

  • @khehlaradebe8698
    @khehlaradebe8698 Před 2 lety +3

    🔥🔥🔥 Khuba 👊❤

  • @siyabongamkhize2788
    @siyabongamkhize2788 Před 2 lety +3

    Ay uyakhuphuka kakhulu Mgodi. Vele uthule emlonyeni mfokaMpungose udlale ingoma yodwa🤞🏾

  • @zandilepromisemgoma3370
    @zandilepromisemgoma3370 Před 3 měsíci

    Ngikufisela okuhle kodwakulendima bhuti khuzani inqubekela phambili khohlwa okuningi qubela phambili inkosi ukubusise ngiyawurhanda umculo wakho futhi ngiyohlala ngibgumlandeli wakho ngoba ucula kamnandi awuculeli Mina ñgedwa kodwa uculela izwelakini yikona okufanele kwaziwe izwe Kanye nabantu welldone

  • @kholisilemaphumulo7197
    @kholisilemaphumulo7197 Před 2 lety +7

    Wena we Ndlovu 👏👏💙💙💙

  • @mpangazithathobani21
    @mpangazithathobani21 Před 2 lety +8

    Yadl'eyamiiiiii🔥🔥🔥

  • @scelontombela5559
    @scelontombela5559 Před 2 lety +3

    Siyabonga khuba ukhule nsizwa yaseNkandla ngokuthobeka iliqhawe

  • @mussawenkosidlame747
    @mussawenkosidlame747 Před 2 lety +5

    Aw uyacidenzela nje umfoka Thibela nimsolani!!!!

  • @NolifewithoutJesus
    @NolifewithoutJesus Před rokem +2

    Ndlovu yakoKhuba ❤

  • @wushemxmakanjana3037
    @wushemxmakanjana3037 Před 2 lety +3

    Zakhala kumbuzeni umbulala ngemali🤣🤣🤣

  • @zenzelemadela977
    @zenzelemadela977 Před 2 lety +2

    Ngiyakuzwa mfoka Nondidwa kulengoba ethi izwe likakhuba khuphuka mani 🔥🙌

  • @mlamulishezi3894
    @mlamulishezi3894 Před 2 lety +2

    Ngicela ukt uKhuzani ehlise ukukhuluma kakhulu
    Cha yena uyayishaya ingoma kamnandi

  • @goodmanmahlangu8018
    @goodmanmahlangu8018 Před rokem +1

    Basayobulawa ngumona abangakuthandi mfethu ngiseZimbabwe angifuni nawe nduna nkulu khuuuuuba up

  • @sabelonondaba9338
    @sabelonondaba9338 Před 2 lety +3

    Khuphuka.. THIBELA

  • @bongukwandamthethwa3150
    @bongukwandamthethwa3150 Před 2 lety +3

    😃😃😃Wambulala impela ngemali

  • @kbngobese4599
    @kbngobese4599 Před rokem +1

    Sies uyakhuluma we Khuzani ngathi umfazi

  • @sihawysenkosilethukuthula6135

    Khuba at his best always

  • @mandisishange6982
    @mandisishange6982 Před rokem +2

    Mkhaya inkosi kamaskandi

  • @nkosiyethumangena8399
    @nkosiyethumangena8399 Před 2 lety +3

    Ngeke bakwenze lutho Khuba

  • @Thulz.
    @Thulz. Před 2 lety +3

    Great interview Khuba!!!

  • @mthokozisintuli7532
    @mthokozisintuli7532 Před 2 lety +6

    King🙌🏽

  • @charlesmamba6876
    @charlesmamba6876 Před 2 lety +3

    💙💙💙💙elikaKhubaaaaa💙💙💙

  • @boxermtshali6638
    @boxermtshali6638 Před 2 lety +3

    Bazokhulumake bamthuke olokhunjana,aiy ngoba umona klezinto

  • @NtokozoNjabulo-is2id
    @NtokozoNjabulo-is2id Před 2 měsíci

    Wadlu Khuba,,,ngavele ngamnikaaa

  • @mduduzimduduzi3392
    @mduduzimduduzi3392 Před 2 lety +2

    Up Khuba Up uyinkinga mf2

  • @mthobisimadondo6829
    @mthobisimadondo6829 Před 2 lety +4

    King khuba

  • @simphiwemdladla2543
    @simphiwemdladla2543 Před 2 lety +2

    Khuba ✊

  • @OyamaMbizo-zu2ey
    @OyamaMbizo-zu2ey Před rokem +1

    Bayoze bavume ukuthi uyinkunzi kulomculo mfoka khuba

  • @user-zi4jl8ky2y
    @user-zi4jl8ky2y Před rokem +1

    Khuzani nsizwa umsebenzi wakho kulo mculo mkhulu futhi mhlee qhawe

  • @princethabani4443
    @princethabani4443 Před 2 lety +2

    Nanzokeee Khubs

  • @tptozngwadi5874
    @tptozngwadi5874 Před 2 lety +7

    Wambulal nge Mali 😂😂😂😂😂

  • @bhekanimbanjwa8734
    @bhekanimbanjwa8734 Před 2 lety +2

    Akenisho nina senibadala la kumaskandi manibuka khona yin muntu odlula Khuba mina ngithi sazozalwa

  • @terrencezikalala6861
    @terrencezikalala6861 Před 2 lety +2

    Lol Khuba ufuna ukusitshela ukuthi uMbuzeni uyinxila njengoba uthi lana ekhona manje wavele waba sobha? Ugadle impela ngaleyonkulumo. Cha siyabonga ngokuthi ugeze igama lakho odabeni luka Mbuzeni. Uwageqe ngempela amagula mfoka Khuba!

  • @ichubeelihletopic
    @ichubeelihletopic Před rokem +1

    Winkinga baba ukhuba

  • @siphodlamini1757
    @siphodlamini1757 Před 2 lety +4

    Khuzani mfan'omncaneeeee!

  • @mbongelenimbongeleninkala4840

    Khuba wethuuu

  • @khulekanimlungisi3652
    @khulekanimlungisi3652 Před 2 lety +1

    Uma ucele ukuyosebenza nomuntu usuke ungamusukeli usuke ucela ithuba naye ngeke akuqashe Uma ingekho into ayizwa kuwe uzokuwasha because you are talented and uzohola naye ngalokho so akushoke ukuthi bonga nento engekho amanyala lawo , kuhle ukuthi uthule kodwa if kungavumi uthule uzothulelani, nangu uNtaba yase Dubai wayenikwa U 3.7 ngenyanga kumele abonge 😳😳

  • @victortv2751
    @victortv2751 Před 9 měsíci

    Best interview 🔥🔥🔥🔥

  • @mthokozisibiyela7124
    @mthokozisibiyela7124 Před 2 lety +2

    Isilingo weeeee ai ✋ kwakuvele kuthi angidakwe

  • @khethilebhityashe4859
    @khethilebhityashe4859 Před 2 lety +1

    Manje iNtibane izothini yona noma isohleka lo ungu Khuzani xa egeza ngoba iyathanda gqitha umkhuthaza ngentsini

  • @Makalabha-mfana
    @Makalabha-mfana Před 2 lety +3

    AWUSIPHINDE NGONYAKA PHELA WENA WAKO KHUBA KE SIBAVALE UMLOMO

  • @samumaureen8698
    @samumaureen8698 Před 2 lety +3

    Koda umkhaya wami usawudlalanga u Swayini😎

  • @sidwellthabiso07
    @sidwellthabiso07 Před 2 lety +6

    Nguwe inkosi, 💙 ❤️ 🔥 🔥

  • @mzansimedia6257
    @mzansimedia6257 Před 2 lety +1

    Ungizwe cha ubekhuluma iqiniso impucuzeko inobuxoki bodwa buka ushwi no mfana wendidane,iyachema nje

  • @user-tn9zg1gb3h
    @user-tn9zg1gb3h Před 10 měsíci

    Nazenangibusisa❤

  • @artists6262
    @artists6262 Před 2 lety +2

    my King Khuba

  • @khuselwamshubi4925
    @khuselwamshubi4925 Před 2 lety +3

    Gawozi

  • @philiswaswana6532
    @philiswaswana6532 Před 2 lety +4

    🔵🔵🔵

  • @SphepheloDlamini-rw8ks
    @SphepheloDlamini-rw8ks Před 10 měsíci

    Sqenqe lesi 😊💥🤝🏾

  • @tholinhlahlaxulu6528
    @tholinhlahlaxulu6528 Před 2 lety +2

    Ngiyakuthola kodwa khuba la ngizwa kahle

  • @siyacebo8693
    @siyacebo8693 Před 2 lety +5

    🔥🔥🔥🔥

  • @nobuhlexulu9807
    @nobuhlexulu9807 Před 2 lety +1

    Khuba 💙💙

  • @lubabalolusba3089
    @lubabalolusba3089 Před 2 lety +2

    king khuba

  • @Somdisha-Sekhanye
    @Somdisha-Sekhanye Před rokem +1

    👑

  • @halalamzwandile1979
    @halalamzwandile1979 Před 2 lety +1

    Dankoh khuba

  • @mzomuhlezulu5815
    @mzomuhlezulu5815 Před 2 lety +1

    mfoka khuba uyogcina eyi red nation nosho kuth ngasho ohlakaniphile uyabona kuth ngisho ngani

    • @NolifewithoutJesus
      @NolifewithoutJesus Před rokem

      Vuka uyaphupha,lo red and white umfanishwano wefolo lomaskandi

  • @samkelozethembe628
    @samkelozethembe628 Před 2 lety

    Akasasho ukut waqedela amahewu endidane ey ngoba njalo 😉😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @tptozngwadi5874
    @tptozngwadi5874 Před 2 lety +2

    Ubhemile 😂😂😂😂

  • @simbongilempovane1643
    @simbongilempovane1643 Před rokem +1

    khuba siyakuthanda emampondweni mfana kuthi. ayakthanda mampondo

  • @sakhilezulusakhilezulu5316

    Eyesingaki le interview kulokhu kugijima igama le gcokama? Ngiyasola ukuthi liyasuthisa igama lika mthandeni qhubekani nalo ningalambi likhona

  • @BongekileMbikanye-it8lx
    @BongekileMbikanye-it8lx Před 4 měsíci

    Baxolile Dlibayi

  • @sthembisondlovu1700
    @sthembisondlovu1700 Před 2 lety +2

    Nangayiphendula manje eyama USB

  • @mondlimbuyazi1016
    @mondlimbuyazi1016 Před 2 lety +1

    Kodwa awusasho ngani ukuthi "weeeee sibani sami sibani sami siyovuuuuthaaaaa njal'emculweni" kulengoma ethi isqomuqomu.

  • @malusikweyama562
    @malusikweyama562 Před 2 lety

    lc let Me aassaa

  • @zakhentokozo1773
    @zakhentokozo1773 Před 2 lety +2

    If Kuya ngemsebenzi yakho ndoda ngabe uy billionaire manje nawe uthanda kuzfaka Nala kungavumi khona ngenxa yokujaha udumo nokuncetheza uze u forge izinto

  • @szukomagosa9929
    @szukomagosa9929 Před 2 lety +1

    Poor poor sound uphi bass. Guitar

  • @sphesihlengcobo6348
    @sphesihlengcobo6348 Před 2 lety +1

    wakotela ngomjikijelwa wena Kwinjemnyama

  • @malindisa3
    @malindisa3 Před 2 lety +3

    Inkosi YOMASKANDI igcokama Elisha qha

  • @sangenjumbase3942
    @sangenjumbase3942 Před 2 lety +2

    Masambe Thibela lashonilanga ,wawa wena

  • @solomzisithukuza5790
    @solomzisithukuza5790 Před 2 lety

    Nahlangana no thuthani Nina namosha u mdumazi

  • @sanelekhumalo9632
    @sanelekhumalo9632 Před 2 lety

    Khuzani mfana wakwaMpungose noma ungathini uthini wena soze waculisa okukaMgqumeni unamanga khehla, mawuthi waqedela i Album iSecret kaMgqumeni phoh kwalaphi manje ungazodlala ngathi wena lah. kusamele kuphume amaqiniso ngale Album, iBhova elincane layiphika leh oyishoyo lathi ayikho lonto. wena ufuna ukusitshela ukuthi uculisa okukaMgqumeni phela mawuthi wayiqedela, lokho okwamanga aluhlaza , soze kwaba khona umuntu oyoculisa okwaleyandoda ngisho oyocula ushini wakhe akekho libalani, kwahluleka oJaiva Zimnike wena ubani ker.

    • @sphamandlantetha1733
      @sphamandlantetha1733 Před 2 lety +1

      Uyiaqomuqomu wena. Ukhuzani wayenza iproject yebhova hhayi eyakhe. Manje ke usesebenza eyakhe iproject. So angeke befane

    • @nathidutsha5331
      @nathidutsha5331 Před 2 lety

      Ey sometimes people tend to believe what is good for them so on my view ndingathi nje believe what you believe bafo

    • @sanelekhumalo9632
      @sanelekhumalo9632 Před 2 lety

      @@nathidutsha5331 inkinga mtakababa kukhulinywa izinto ezingafani khona othi wayiqedela khona ophikayo
      yingakho kusamele besigeqele amagula ukuthi kuyobe kubani asaz kodwa liyadingeka lona ukuze sokwazi ukuthi kahle kahle kuyikona kuyikuphi.

    • @sanelekhumalo9632
      @sanelekhumalo9632 Před 2 lety

      @@sphamandlantetha1733 makunjalo ker akaqhubekanga ngani wahamba ngaloshuni aqedela ngawo iAlbum yeBhova?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 2 lety +1

      @@sanelekhumalo9632 Cha kodwa Mashobane niphikisa nezinto ezisobala,ubabu Shobeni Khuzwayo ubenza interview last month ne riely tv ushilo ukuthi uKhuzani wayiqedela album kaMgqumeni.

  • @gcinokwaheshozi983
    @gcinokwaheshozi983 Před 2 lety +1

    Wafakaza nje bab Shobeni kuth waziqedela ingoma yin mona kodwa 🤮

  • @sphesihlengcobo6348
    @sphesihlengcobo6348 Před 2 lety +1

    akumanga kulenja akuna album kamgqumeni owayiqedelela wena

    • @sphamandlantetha1733
      @sphamandlantetha1733 Před 2 lety +1

      Manje noma umgakhala uziginqe angeke kushintshe ukuth wayq3dela

    • @mduduzimsizi2431
      @mduduzimsizi2431 Před 2 lety

      @sphesihle Ngcobo uphikani Sbotho ngoba uShobeni Khuzwayo wayisho lento ephindelela ukuthi uKhuzani wayiqedela iAlbum kaMgqumeni

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 2 lety

      Last month ubabu Shobeni Khuzwayo ubeku really tv ushilo ukuthi uKhuzani wayiqedela album kaMgqumeni.

  • @mthobisishandu1612
    @mthobisishandu1612 Před 2 lety +1

    Ngichazwa wukuthi elegcokama igama aklula alibize kodwa elomduza ulbiza azalibize nangezibongo angiwlandeli umaskandi kodwa sengyazi umdumazi owakwamhlongo

  • @lindokuhlemthethwa3814
    @lindokuhlemthethwa3814 Před 2 lety +1

    Pho kanti uKhuzani akambongi ngani uNgizwe, uqamba amanga uma uthi UMthandeni wacela ukshutha nawe
    Ni busy lapha nikhuluma amanga ngegama likaMthandeni🚮

  • @khulekanimlungisi3652
    @khulekanimlungisi3652 Před 2 lety +3

    Lendoda inamanga kakhulu, ingoma ngabe ngyadlala weNdlamlenze akuyona eyakhe UKhuzani ingoma kaMgqumeni leyo ethi ngabe ngyadlala weDlamanzi wayeba umgodi, iskhova ukhandashisa I beat yawo owengoma kaMgqumeni so akucace nje ukuthi laba baqhathwa uNgizwe,
    2 UKhuzani akamusa ukuqamba amanga ethi uMthandeni wayengaphusheki usho ndlelani ngoba thina iskhova sasazi ngeCD yokuqala ngqa lapho kwaduma khona ingoma eyayithi Sibiza Abadlwane iyiphi ekaKhuzani eyayayziwa because uNgizwe wayemnabukelisa edlala I CD yonke oKhozini
    Kweza ingoma ethi ukhandashisa yayidlalwa kuzozonke izinhlelo oKhozini
    . kweza I Xenophobia yaduma kakhulu,waqala waqashwa uMthandeni lakhulu
    Uqale ukugadla eMandaba nge CD ethi uMthwalo womona nakhona ihawo alizange lichume kwavelela uMalavisto kakhuuuuuuulu
    UKhuzani Ake ukhule uyeke ukusangana mawunenkinga ungifonele

  • @BhekaCebisa
    @BhekaCebisa Před 2 lety +1

    Uhlakaniphile kodwa mfokaKhuba

  • @zandilepromisemgoma3370
    @zandilepromisemgoma3370 Před 3 měsíci

    Ngikufisela okuhle kodwakulendima bhuti khuzani inqubekela phambili khohlwa okuningi qubela phambili inkosi ukubusise ngiyawurhanda umculo wakho futhi ngiyohlala ngibgumlandeli wakho ngoba ucula kamnandi awuculeli Mina ñgedwa kodwa uculela izwelakini yikona okufanele kwaziwe izwe Kanye nabantu welldone

  • @mthobisimadondo6829
    @mthobisimadondo6829 Před 2 lety +3

    King khuba