Followers uhamba wedwa uculo wakho udlala kuzo zonke zindawo ngisho kuma Night club Khuzani kudlalwa yena so nje asvumeni bafw2 iskhathi esakhe , so uyathanda awuthandi KHUZANI ...ngimfanisa nje no CR7 bamphika bemazi.....#THE GREATEST OF ALL TIME
Uma uMaskandi uwulandela ngezingoma kphela ubothula, kodwa uma uyihamba imcimbi, lento engikhuluma nayo uyayazi. Abalandeli baKhuzani abavotanga bonke esangweni, ama security anqaba ukuthy bengene nama Vuvuzela, uma sekuvotwa, bathy asephelile ama Arm Bands. Hhay ngoba Amageza ayemaningi kune Blue Nation and ama Results awakaphumi Officially, because there's still a pending investigation, ukuthy why ama Security anqaba kungene Amavuvuzela ekubeni behlezi engena yonke lemnyaka and why bengazange bevotiswe bonke Abalandeli ba Khuzani.
MINA NJE NGYASOLA UKUT UNANASHEZ KWI MPUCUZEKO NGOBA UYEZWAKALA UMCINEKA UMA EKHULUMA NGAWE EVEN BEFORE UMCIMBI SAMUZWA MANJE NINGASKHOHLISI NGOBA NIZDEFENDA
UP KING NKNGAYINDLI INJA IYOLALA EYIDLILE UDUMOLWAMI NGALUSEBENZELA KANZIMA AZANGE NGALUTHOLA NGENKANI ITHALENTE LAMI NGALISEBENZELA KANZIMA KANTI PHO NGIZONDELWANI UP KING
umculo wakho ukhule kakhulu but nam ndiye ndingevi kamnandi xa ucula ngomkhaya bcz asingomntu onokutalabha naye loya mntu...tuu ha a ..jonga kwelinye icala ngoku... yaz ba xa usukela igeza that end up kuthiwe nguwe igeza 😆😆
Too smart this one
UyiNkosi yoMaskandi bethanda bengathandi💙💙
Phambili ngeNdlamlenze asibashaye kakhulu kunakqala, up khuba up✊
Thina siyakuthanda fut sohlezi siku Supporter, Fut siyokulwela💙💙💙
Khuba bakubongela abaculi uya eDubai esikhundleni sokuthi ubongele imbangi yakho ngokuphakamisa umculo kamaskandi phesheya nawe usuthi uyaphesheya uzenza uAli othi naye uwu Putin
King Khuba ungasachazi lutho manje njengenkosi shayi ngoma odume ngayo amazeze axoyqhashela
Khuba! ✊🎓 🥰 andishintsi ndihambha nawe
Followers uhamba wedwa uculo wakho udlala kuzo zonke zindawo ngisho kuma Night club Khuzani kudlalwa yena so nje asvumeni bafw2 iskhathi esakhe , so uyathanda awuthandi KHUZANI ...ngimfanisa nje no CR7 bamphika bemazi.....#THE GREATEST OF ALL TIME
Khubaaa😂😂😂😂😂😂 ey uyanyanyisa loyamuntu shaya khuba shaya zonke wishumi lamadoda uwedwa🙏💯🔥
Khuba 🔥🔥 uyiNkosi ngempela 💙💙❤❤
I like the way you saying things Ndlamlenze
Qhubeka Khohlise abantu... Kodw iqiniso lona... Syalaz... Ndoda... Sungamthuka njee manj... Laph okhon... Isandlaa sakhee longizwee osumnenebula kanjee
Nkulunkulu akugcine mfoka Mpungose akuphe njalo lokhu buhlakani onabo nokuzithoba nenhlonipho onayo🙌🙌❤️❤️
Khuba ngiyabonga kakhulu qhawe lethu, ngikuthandela ukuthi uyayishaya ingoma!!! Noma ngingadlala yiphi Album yakho qhawe uyangibusisa izingoma zakho uma ngizidlalile usuku luvele luhambe kahle. UPBLUENATIONUP!!!
Yaz Khuzani ngcela waz ukt ishlalo ohlezi kusona sikhulu kakhulu emculweni kamaskandi ngakhoke konke lokhu osibikela khona singabalandeli bakho kusiphathakabi kodwa kusikhombisa ukt unamandla so yingakho nathi singenke sikulahle ndoda siyohlezi sinawe UP KHUBA UP you're the King 🤴 of maskandi scela uqhubeke nomsebenzi wakho omuhle
Inamandla inkulumo yakho bafo,inamandla lensizwa yakwampungose
King of MASKANDI 🇿🇦🇿🇦✊🏻❤
Ngyathanda leyonto umudoda lobo ungabi umfazi nje nge gcokama Elisha phambili NGO khuba💯❤️
Nkosi Yomsikanda ngithi Salute🙌
Big up Khubaaa shaya ngoma qhaweee!!💯💯💯💯💯
Khuphuka qhawe seslinde I album syayaz ukuth ingoma yakho iyazkhulumela
Siyofa la ufa khona mfo kaMpungose 😭🔥🔥❤❤❤
Awuuu kodwa Khuba wangikhumbuza insizwa bakithi,siyabonga Mpungose🙏
Asikhulumi thina kwaguqa ubufakazi bungekho🖐😁 khohlwaa💙💙
KHUZANI KING ndlamlenze .AMEN
Kodwa KHUZANI mfowethu uyayisha ingoma up khuba up khuba
Cha adelela ngezinga eliphezulu lawa ma security asilahlisa amavuvuzela athi asishiye nama umbrella ngoba asphili emakhanda sishayana ngawo lapho akaze ngibone bantu beyenza leyonto lokhu ngaqala ukuya kuyi mpucuzeko
Kodwa u are very intelligent Khuba ngeke bakwenze lutho bayobulawa umona bangabi nalutho be busy bagadane nawe ....izinjaaaaaaa
Uhlakaniphee kakhulu uKhuzani yhooo & the tym bemenzela amagqubu ubastrong more & simseka simthande more,if bafuna ukum'wisa mabakhohlwe sikhona
AWu waze wangikhalise❤
Lomfana kaGcwensa uzobathatha bonke abalandeli bakayise ngiknika nje 5 years Khuzani 🤞🏿
Uyaphupha wena, thina sasithanda Indidane not umfana wakhe. Manje sithanda uKhuzani, lokhu okushoyo nje uphupha emini.
Ninobani, ngoba abaningi babuyele eMagezeni skhuluma nje yiwo adle umhlanganiso mbuzi
Uma uMaskandi uwulandela ngezingoma kphela ubothula, kodwa uma uyihamba imcimbi, lento engikhuluma nayo uyayazi. Abalandeli baKhuzani abavotanga bonke esangweni, ama security anqaba ukuthy bengene nama Vuvuzela, uma sekuvotwa, bathy asephelile ama Arm Bands. Hhay ngoba Amageza ayemaningi kune Blue Nation and ama Results awakaphumi Officially, because there's still a pending investigation, ukuthy why ama Security anqaba kungene Amavuvuzela ekubeni behlezi engena yonke lemnyaka and why bengazange bevotiswe bonke Abalandeli ba Khuzani.
Kunezintoongayazi weshenge ngibuze yini
@@sihlemvelo3491 🤣🤣 Buza khehla khululeka
Siyakuthanda eMzimkulu.up khona up❤❤
King Maskandi Khuzani weee
Udlala uMgqumeni ufun ukub uyen kodwa nibusy noTshatha nicindezel ingane yakhe niphakamis niphakamisa eyeNdidane.WaQhamuk ngoMgqumen phathaphath wagijim waya kuSide leNdidane ngoba uthanda izinto.
UNgizwe naye namuhla uhamba ubukwa ngaye kodwa akubek la ukhon Nyoka Ndini awusiye umuntu ngfikelw ukukweNyanya
Hayi chaa Khuba bekumele kube nguwe ohlengezela inyembezi Korea yimina esengibone zehla
Ngyakhuzwa KHuzani ankazi lutho uyahlanya, ispoki esingafi ngyathanda leya Ngoma CRC nkumanje ngidla Yona
👑Khuba✊up Khuba up✊
KHUZANI USUNEGAMA VELE LWELANI UMCULO UKUT UKHULE HHAY NGBHLAKANI BOKVIKA IZINTO EYTHILE, ASNANKINGA NEMPI YAKHO NESKHOVA KODWA KULOKHU USEBENZISE ABAHLELI UKULWA NESKHOVA AND LENTO NJE IYACACA
yiiizwi mngan up king of maskand
Ngavele ngamnyanya kacoolu udumakahle😏💔...
Khuba qina gawoz ...uyinkosi yabo .... Aziyikhonkothi Emile🙏
Up khuba🎉🎉🎉Siyofa nawe Mfoka Mpungose
👂👏
Inkulu into ezondelwa ukhuzani kodwake abantu fanele abadlengengoma kuphela
Wehlule mfoka Khuba wavele Wadala iqhawe njengoba engekho omunye uyinkunzi vele yilo Bhova kuphela engikulinganisa nalo mfokaKhuba
Shaya ingoma qhawe sizokweseka uwena wedwa inkunzi ubehlula noma sebezama ukuzenza wena bafike abantu bababize ngawe,mina ngithi qhubeka ubabhonye ngengoma ubaxhaphaze nje ubanenebule baze bakhale nange ledo ngoba abasazi ukuthi kumele bakwenze njani
Ungenhla ngengoma Mgodi,bt Musa ukukhohlwa abant abakubeke la ukhona Funda ukudlulisa Nkunzi waz ukuth sonke sinamaphutha Ungizwe phela Ukhuluma amaqiniso 🌡️🛶
Up up up khuba mfoka mpungose uhlezi uhlonipha nathi sizohlonipha
💙💙💙💯
Khuba 👑
Siyathatha iybhamu siwmoshe umculo mabekubulalela lengoma esiphila ngayo 😢
❤🎉❤❤❤❤❤
Ungaphiki nezimfamona mfokakhuba ubamelekumaskandi bayokubonga usufile ngobawiqhawelabo
💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙
Too cleaver this one
Mpungose ukhumbulinto eyodwa emhlabeni abantu anciki odongeni abangaluhlolanga ukuthi lustrous kangakanani into oyifelaya ukuthi ungenhla qhubekanomuqhawebakho ndoda
Makhulu kwaye mahle Khuba
Up khuba ✊ up khuba ✊
Zaphuma izindaba zabantu 😂😂😂
Up
Sybonga mfowethu khuba up khuba
Siyabonga khubaaaaaa liqiniso lelo
MINA NJE NGYASOLA UKUT UNANASHEZ KWI MPUCUZEKO NGOBA UYEZWAKALA UMCINEKA UMA EKHULUMA NGAWE EVEN BEFORE UMCIMBI SAMUZWA MANJE NINGASKHOHLISI NGOBA NIZDEFENDA
Mina ngicela ninike amavukane ithuba bafowethu nina seninemali.
Ngiyakuzwa ukhuluma ngokuthi kube abaculi bane justice ngabe bayateleka bethi abayi emcimbini mengekho mculi othile. Anoke nitekeke nithi aniyi uCelezomnike akhekho.nom emcimbini wawumemezela wathi ngo October sicela usiqashele cela lapho sophuma ngombuningi .kuyoba bunt nabo singazi wesale kanjan kwi gcwalisa
Up ndlamlenze up
Hai cha kunzima impela Mfwethu kodwa ke wena ungashintshi kulokhu oyi kona, just focus.✊🏽
Umculo wakho syathanda 100%💯♥️
Khuba 🙌🏾🫶🏾
up Khuba wethu up
mna bendicinguba uyithetha okokugqibela into yakho noMkhaya wakho mfokaMpongose......ngoba sele umazi kakhulu... uyamazi lo mntu ndoda ...bcz uyamazi maan akayeki ukuthetha lamntu okokoko...uyabhuda ..ingathi ngumntu lo ubhuda elele ebuthongweni
Sinawe Khuba
UP KING NKNGAYINDLI INJA IYOLALA EYIDLILE UDUMOLWAMI NGALUSEBENZELA KANZIMA AZANGE NGALUTHOLA NGENKANI ITHALENTE LAMI NGALISEBENZELA KANZIMA KANTI PHO NGIZONDELWANI UP KING
WE GOGOWAMI NTOMBI ENDALA AWUNGILEKELELE NAKO SENGIZOFELA UBALA VIKA WEMKHULUWAMI UP KING
sebalele bengalele
DsD ngathi usolwa yonke indawo ngoku xovaa abafana bamgqumeni nabo bakhala ngaye
magadla nkungwini eyhlalweni zababhemu yizuvalo (yamuncu inyama nethambo layo) ngishi incuba ,ukhiye lozigaxana ovule amashalovu maqede avela amahlazo amadoda, Qha hashiiii heshe sosha ,umthandazo wesulumane awulingani nowendiya ngathi thatha iwashi ukale umshayi wesangoma kuqathake umqele
Umfazi lomfana lo wazi zonke indaba kushoda iphinifa kulenja isichitho sento nje 😀😀😀😀
umculo wakho ukhule kakhulu but nam ndiye ndingevi kamnandi xa ucula ngomkhaya bcz asingomntu onokutalabha naye loya mntu...tuu ha a ..jonga kwelinye icala ngoku...
yaz ba xa usukela igeza that end up kuthiwe nguwe igeza 😆😆
Nkosi yomaskandi shayingoma wena vele umona uyabagulisa laba sekucacile
Sikhatheleyindaba Musa ukujajabantu iskhovasenzeni niyasivimbasiyaphemelela ngaphandlekwemcimbiyenu
Kuyezwakala mfo kaKhuba mina ngiyabonga ngokulanda uSkweletu sekushoda uGatsheni
niyakwebhana mfo ka khuba kwenzakalani
Wayi beka nkulumo yakho Khuzani kucacile, okuthanda ngayo awuthuki muntu awu bhinqi....kodwa ke ndoda manje phuma kulaba Bantu . Esbaziyo ke sonke wena awuphoqi lutho kepha umsebenzi wakho uyazisholo, Ongathandi lokho othi kengi babekele....kwi (You Tube ) uhamba yedwa,( SOCIAL NETWORK)
Wenamusa ukuxova umasikandi wenawawulandela umgqumeni ayi umtshengiseni wabesewukotelakuye Ave ulixokinawe
Ziyakhala manje ukhalela iskhathi yekela ukukhuluma ushayengo uzobangela isdinakubantu
Uyinkunz nkbym ei
Unomona khuzani
Bakudlela umona nje mfana kity thina sya kuthanda futy sokuseka
bayakumonela mfo ka khuba kuba klk uhamba phambile kubacula baka maskhandi
Up khubaa mft khululeka nje sisazokweseka mft siyofa la ofa khona
X👓👓
Khuzani kutheni usilwa negcokama njena Hai bhuti khula mdala
Awavele ama risathi abalandeli kwimpuczeko siwa lindele ngamehlo abomvu
Wake wahlaba bani usuzani
Kodwa nomthandeni yayishaya ingoma
aycha unomlomo we muntu wesilisa jesu.
Ngedlula uNgizwe nomkakhe uDunusile?
Siyawuthanda umculo wakho umnandi. 100%.
Zolo lokhu ubuwenze uLIVE uthi umfana okhuluma izindaba online kuphele iHour "is not" manje kodwa wena ukhuluma 2 hours. Khuzani sikwazi ngengoma enkulu. Lento yoLIVE mhla kwasa mina angiyithandisisi. Ukukhuluma akusoze kwaphela lento yokulokhu uphendula yonke into eshiwoyo ihlehlele. Yehlisa ukukhuluma nokukhulumela abahleli bemicimbi. Shaya ingoma.
Iskhova basibize ngoKhuzani phesheya eUK 😂😂😂😂
Wayimosha ke lomuntu owanifundisa uLIVE......uyaz nje Khuba lento ithunaza isthunzi sakho mfowethu iyeke nje
Kumnxa ndiwubukela ngoku Lo live
Mxole bhuti unomona
Cha wen khuzan umcineka okuqath nabant
Engkwaziyo ukuthi ngeke niyimele eyakoKhuba mangabe isingathandi
Akabasizi baculi lomfana chase, unomona
Khuba mfoka baba
uyibekile Qhawe sikwazi unjalo
Au lempucuzeko yenu aihambanga kahle nixabane nodwa njengokuqashana kwenu nodwa manje senithatha konke nikubeka kumthandeni nithena nje nina impucuzeko izohamba kahle ngaphandle kwakhe sekwenzenjani manje masenisola yena futhi ngoba phela abaculi abakhala ngawe akade beqashwe nawe UMthandeni ungenaphi lapho
Inkinga kamaskandi sekune qembu elibusayo neqembu eliphikisayo kumaskandi.
Kodwa khuluma kakhulu bafo
Niyolwa nini kanti ngba seskhathele zinkulumo zenu
Nina niyabaqhatha abantu ngobuxoki bokuqambelana amanga,nakulo "live" wakho kuningi ogcina sewukuveza ubuye uziphikise ...
Uthi wena uhlelekile udlala nges'khathi ovumelene ngaso nabahleli khona manjalo wena wacela ukudlala Edumbe kungakabi isikhathi sakho,umcimbi wamosheka akwangabe kusadlala muntu emvakwakho(wafonelwa uSgwebo wathi "cha ndoda uyathakatha")
Uyavuma ukuthi uwena owaba nomona waqhatha uMatshitshi no SK ngokuxokiza.
Kuningi nje but akukwazi ukuthi wena ube ungazwani no SK khona lapho sewuwumngani nabo bonke labantu wena othi babengabangani bakhe,nawe ndoda kuningi ukunyunda okwenzile phela asizona izingane.
Ohlelweni lwakho "Ikhuzani bo" wawubize uMshovo ngoba wayesenze no SK ebe engasebenzi nawe.
Waveza no baby-mama ka Sk ebe engaculi naloya mfana owayehamba naye.
Qhubeka wena ushaye ingoma emnandi ungabanaki abanomona sorry ukuzwa lokho