Yey saze savelelwa wee usuyonyumuka uzipetule ayikho leyokho wena awulutho wena usizwe u Lwaaa awusiyeke wena si buzzy kabi mshana uzenza intoyangempela
Yazi to be honest ukhuzani ungaphezulu kakhulu ngengoma,no1 uyakwedlula ngokubhala izingoma 2 izingoma ezinomlayezo 3 abalendeli 4umuzi omkhulu konowakho,wena nje ukugqoka nje tu okungahlangene nomculo
Wena ndoda vele uzehlise uvume ukuthi usekwehlule okakhuba . Uthi uyinkosi kamaskandi kodwa usahlulwa u live ay ayikhindaba yakho vele unake lokuswenka kwakho ndoda
Take it easy mthandeni you are a good singer keep on singing don't entertain those who have jealous on u please❤
Sawubona Mfowethu ngithi phephisa kuleyondawo benziphutha elikhulu if lokho kuyiqiniso kodwa nawe kumele uzame ukuthi noma ngauyakhuluma ungalinge nje ufakinhlamba nakhu namanje ubukhuzabantu lapho kodwa uyifakile inhlamba mhlambe nakho lokho kwenzengathi ungumuntu odelelayo like thalani mani.....yezinya zigweme ukukhuluma inhlamba ngoMlomo wakho bhutiza
Eyasemdletsheni.. sihamba nayo koze kubuye uJesu.. nangakini uyolifica likhona iduku elimhlophe.. umshovi wenkani kwabanenkani ❤
I believe you brother 🙏 💯
Ufike qathatha awfikile ugalelekile, ungsize ungazizwayezi ukukhuluma iyndaba abanye nakhu bephelelelwa isthunzi zindaba njalo indoda aykhulumeli safuthi❤🤍❤️khula uyephezulu mtaka aunt ivele sekucacile
Yey saze savelelwa wee usuyonyumuka uzipetule ayikho leyokho wena awulutho wena usizwe u Lwaaa awusiyeke wena si buzzy kabi mshana uzenza intoyangempela
Nasi isifebe sibukeni
Uyawumosha umcimbi ngoba uphatha isbham esidlangalaleni,usisibonelo esibi mthandeni qha qwaba
U are a star ⭐ bhuti wami siyaziqhenya ngomusic wakho
Manje ngobuthi ukukhuluma kunabantu babo wena wenzani njengamanje akukona ukukhuluma lokhokwenzayo ungazodlala ngathilawena
Mfokamanqele mina engingakusho nje"Uyinkunzi mfwethu kuphela banomona abafuni ukuvuma,iphelelephi eye album kaKhuzani ephume kuqala bathatheka othathekile walandela wadedela baphinda bathi khimilili bajike balandela eyakho bayeke bafa umona vele umona ifa lezinja👉🐶🐕
weh Manqele Uyi nkunzi qhawe wovinjwa ulwandle ,,siyakukhonza impela ,khuphuka GCOKAMA ELISHA SHA SHA
❤Uyinkunzi Skhova
Uyinkunzi MFOKA Manqele 💯🙏
Yoh uyashwaqa Mthandeni. Lonto uzenza ngcono. Xa uthandwa ngabantu yintoni ingxaki yakho kuKhuzani. UKhuzani unabalandeli bakhe nawe unabakho so then ufuna ntn kuKhuzani. Ingxaki yakho uzenza ngcon
Gcokama Elisha Mf2 Uyayshay Ingom Kacool Fth Inkinga Ilabalandeli Bkh Ngilandel Umgodi Ngob Kungphoq Angkwaz Ukphilisan Nabalandeli Bkh
kodw wiqhawe🎉❤
Shayingoma u hlukane namagama abantu uzohlonipheka wendoda
Kuphemlonyeni ndoda musanie ukudlala umona ukhuzani Zuma nje ukuthi uyakuhlula
Uyathand ukungen ku Love Uma usuphuzile
Unqooo weqiniso qhawe✊
Khululeka Mthandeni inja ayiyi khonkothi imoto emile
❤yes
Wena ungaphatheki kabi abantu ngeke bakuthande bonke awusiyo imali yiba nguwe
Uyinsizwa ngempela mawazi nkulunkulu ukuthi ukhona
Khuphula lapho Mshovi
Mmmmm banyise manqele❤❤❤
Aukolapo ku Mtshengiseni yadlala up Khuba up bluenation
uphuza i Heineken wena and uyibhimbi ukhuba ukuhlula ngalengiso uyibhimbi unjalonje
Wawumbona ephuza Ku phi??
Up manqele❤❤❤
Yizwa nje I pride yakho, akumanga akumanga akuwe Mthandeni. Eyakho nje ayikhulumeki
Ashiilaa demed
Soke.uma.ungaphuzi.ubothozwayini.pho.ebusweni.noma.abafazi.babantu😂😂😂
Mxxm 😂😂uyehluleka fe2 khuzani vuma
Nanayarew❤❤
Hawu yebo bahlezi bekhulume yabantu hawu mbonge ujehova mphefumulo wami kunlalo😊
Khuphuka lapho
😂😂😂 aawume ngoshatini😂😂
khuphuk mshovu wenkani kwabanenkani
Uyalanda inkulumo yakho ayihlangani uthi usasho lokhu usho lokhu hai awukhishwanga umqantulo haii
😂😂😂😂
Mshovi wenkani kwabanenkani king of maskandi abangavumi abafokofe benza ngamabomu ubuhlungu sebuyezwela manje (phezu kwabo) bashaye bonke ungancengi .ufike muva kodwa kuyezwakala uyingqwele mfokaDuyazi
ai boo kasa phuzi uNkabi lo😃😃😃
Hlalodabeni ungalokhu ugcokama😮
Up Manqele 🤟
Yey wakuteta u Lwaaa yey awunyemuki 😂😂
Ngithanda inhlamba yakho Qhawe lami
Uyabheda asiyona inkosi yomaskande Wena siyabheda ingoma zakho
Ay uyahhema nang umuntu
sekuphele ihour akakayisho into ayizele lana 😂😂
Up Duyaza
Into engingayphawula ukuthi sebenzani nisebenzele imindeni yenu ukuthi kuphumelela bani nini engikwaziyo ukuthi nawe uyophumelela ngelinye ilanga mhalalisele omunye umuntu if ephumelele nawe luyeza usuku lwakho okunye ungalokhu umemeza ukuthi usize bani wamphakamisa manje usedlula bani mawenza njalo uvala izibusiso okufanele zize kuwe kanti uNkulunkulu uzokubusisa ngalokho khuphula abanye abantu nawe iNkosi izokubusisa into engiyishoyo thandanani sebenzani ndawonye nikhuphulanani uma omunye ewile mphakamise kodwa ungazikhukhumezi zithobe yonke into izohamba kahle
Mahle amagama okubonga uSimakade
Yazi to be honest ukhuzani ungaphezulu kakhulu ngengoma,no1 uyakwedlula ngokubhala izingoma 2 izingoma ezinomlayezo 3 abalendeli 4umuzi omkhulu konowakho,wena nje ukugqoka nje tu okungahlangene nomculo
Ingenaphi eyomuzi sifike kanjn kuyona
Wayibeka mfokababa alinakuphikiswa lisobala nje
Lesi sdakwa sona
Up khuba up 💙💙💙💙💙💙💙💙💙
Uyabudodloza utshwal azikhale nsizwa kashuni
Ay your Manager ayike iye eCourt ,,end of story
Chiphisa khuba kuyazwela manje uthini manje lomnqhinqhi uhlathi lokho
Inhlonipho awunayo akakwazi nalo khuba wakho udelela umtanabantu engakwenzanga lutho
Uyinkosi bhuti noma bengathini
Wamshaya ngamangama usuzan
Kunjalo asikho isibongo esingenabo ubukhosi mfwt, pho emhlabeni kuningi okwaphela ngenxa yokusebenzisa amandla nala kungafanele khona.
Khuzani is the best noma kungathwani .liyamkhulisa ma limchothoza
Uyinkunzi wena braaa ngiyakukhonza mina yeka lowo onuka ikhwapha
Bhuti uyinsizwa wena mina ngyakholelwa kuwe ngayo Yonke indlela amaxoki ungawanaki bhuti isizulu siyasho inkomo iyashaw ishawelwa ubisi lwayo
Mthandeni mfwethu qhubeka nesphiwo sakho bayeke,iqiniso lisobala ingoma yakho iswdi ayikho ingoma yakho eyake yasalela kuwowonke ama album wakho✊
Manj ubuthuka bani
Waphafa Gogo😂
Wena ndoda vele uzehlise uvume ukuthi usekwehlule okakhuba .
Uthi uyinkosi kamaskandi kodwa usahlulwa u live ay ayikhindaba yakho vele unake lokuswenka kwakho ndoda
Inkinga yakho uzenza inkunzi ungayona wena qubeka ngomculo wakho uhlukane nokuzenzainkunzi inkunzi nguKhuzani ngeke ulunge kuye uzemncani mfana inginga uyazitshela yenjaaaah
Okusalayo uKhuzani uyakunyisa kuze ongazi futhi
Uyanya nyi wena usazonya futhi
Ayi awuyona Nkosi nkamaskandi awukwazi ucula wena
Mayengakwazi ukcula kanti lemali anayo uyithole ngani mayenayitholanga ngomculo thula slima awuyazi into ofuna ukuyisho
Nkinga yakho Dakwa utywala too much😂😂😂
zaziwa nguwe indaba🎉
Nelenqwele liyopha ukhuba ungenhla 😅😅
Kumanje ukhothile nawe awazi uthini
Ungaphatheki kabi ungashintshwa ngumuntu yiba yilento oyiyo
😂kahle😂boo njengoba uleva kanje uzejuze amathe usudakwe utshwala 🙈 yaz anginankinga nabaculi bakamaskandi ngibakhonze bonke but wena uyazikhipha ngalububhinca bakho obungenanhlonipho 🤞
Uyakwazi ukucula Manqele le ngoma ethi I mphuphu
Dunu dunu bowsayo ncama neschenene😅
Azishe mkhaya kodwa ngisemandaba ngoklandela
Uluhlaza vele mfana ngaphezu kokubhimba kwakho
🤣🤣🤣🤣🤣🤣 ukwehlula ngkho konke uKhuba vuma nje
51:04
And ukucula kwakho akukhona ukuculela iningi bayeke abafika emculweni bathi becula baculela iningi njengoNtaba kayikhojwa ingawa nawe🤣🤣🤣🤣🤣
MANQELE 🙏
Wena skhova uzositshela ngezokufenda or ngoMaskand
Abantu abafananawe abafuneki awuhlukile nomthakathi umzonda kanjani umuntu ongamazi
😂🤣🤣😂🏃 slima lesi
Ubothula mawungazi into owufuna ukuyisho
Isilima esikhulu nguwe
Slima sangempela futhi
Nxx ai uyaphupha wena, xa uthetha uzenza src kodwa izenzo azikho src, uthi awuseli kodwa umana ubonakala usela🤣🤣uthi awusanga kodwa umana wenzizinto eziphazamisayo mxm ai deda
KuqLa ngaye yini ukuphuza if iyokho into engcono ongzyikhuluma ubovele uthule
liphawulani impondo ngoba aniwazi umaskandi nazi ukosika amapipi entabeni
😂
Musa ukuthemeleza,hlala odabeni usmoshela idata
9 mm yakho skhova uyistabani ufunani eqolweni le King Khuba
uyacula wena dondaluphakathi ibambe lapho nje ubayeke badlala umona abantu
Ungayeki ukumethemba uMdali wezinto zonke khohlwa abantu gxila emculwaneni wakho thina sifuna ingoma
Uyinkunzi....mfowami umangabe ngizilalele wena noma indidane ngyabusiseka nkunzi
Ungumprofit njalo
Ave idakwa nayi ngane
😂iyasindakelwa nje engabe ubonga uLWA NJE YENA
Azkhale sk
Waaaa uyaphupha manqele 😂😂😂 unamanga wena waqala kuba uva kuthiwe isalkwazi SASEMDLETSHENI waphoseka kanti uzdoselintambende
Kodwa manqele iqiniso ukuthi English awuykhulumi ngobawkwazi uzoykhulumakanjanintongayazi
NTE: UNKOSI KWINI EKHISHINI (UKHUZANI UNKOSI YAMSKHANDI UP BLUE NATION UP👊
Uyinkosi yama bhibhi mfana
Unamanga ubhora
Nichaza bani uthole ukuthi nizidwedwe nje niphaphela umtanabantu
Khuluma wena mini mxm
Khuluma wemfo silindile la
Hello ❤
Uyinkunzi mfokamanqele idlamanzi mfana wengezo mfana owazi istori sakhe
ayi bhuti wavele wangenza ngaba umlandeli kamaskandi cha ukhuluma kahle mfowethu ngiyakuzwa mina
🤣🤣🤣hayi lomfana noba wengamvulanga lo live
Njengamanje uyabona😅😅
Uma nje ungalungisa uilimi lwakho uhloniphe abantu wena nje awukwazi ukukhuluma
Ay cha uyadora wena gcokama ayisiyeke manje
Uthi akaphuzi,wahlukanisa unyaka, uyaProfetha😂ei uyakwazi ukukhuluma amanga ungakhuluma usuku lonke ukhuluma amanga kamnandi, uthi banamanga kodwa uyena onamakhulu😂