Dulazi ngicela ungamfaki umgqumeni if ungelwazi lomculo an futhi umlando womculo awunawo ngoba kuyacaca kuthi ucula nje for imali ukuhlaza ceke loshuni ukhona cz umGQumeni so uthini wena ungiphoxile mfana
Wenzani lo ebuza uMroza umbuzo obhedayo uqhanisa uMroza namapiano kanti uMroza uyafika yini la emculwen kamaskandi ngoba mdala kulendima cha lo m4 ulethwe ngephutha la kumbuso wamaciko akazi lutho ngomculo
Here for Mr Fakude we love him here in Barcelona City (SPAIN)
Thank you for appreciating umjikjelwa Dulasi
Yey Mroza and Dulasi are so humble yooo....mabanikwe ithuba ngeke haaa
Ey mft kulomhlaba ababadingakali abantu abanje bafuna laba ababhedayo😢💔
Number one bafowethu nginithanda nonke Mroza no Dulas thanda ukuzehlisa kwenu ne nhlonipho yenu 💥💥💥💥🔥🔥🔥🔥☄️☄️☄️☄️
Voice kka Mroz bafwethu 💥
Mroza siyayithanda lengoma yakho ethi kukhona abangizondela kuthi ngiyazama impilo
Mroza is so Humble
Uyalizwa lelophimbo likaFakudeee lapho weBhuti Gezani awu siyabonga kuMapholoba nakuwena Mfoka Dludla 🤝
Haw we Mashandu usulapha ngyaziqhenya ngawe💖💖💖💖
uMroza inkosi yepeni 🙌🙌🙌🙌🔥🔥🔥🔥
Up dulas Up mroza muhle umoya wezinsizwa Ngibingelela kubahleli wombuso wamaciko ngcela ukusika kwelijikajo kubahleli bengicela sengathi ningaqondanisa kulabo a Basuke bebiziwe ngaleskhathi kunokungazwakali kahle if omunye ezishayela omunye eshayelwa kulimaza isithunzi somunye kubo kungakuhle makuzobizwa abashayelwayo bodwa kuphinde kubizwe nabazithintelayo
Le Nkabi egqoke ibululu is not a make sure 😂😂😂
Ay MaShandu uyazibiza mama ay🥺❤️😘 I love you 😘
Le collaboration yabasakazi kodwa ibingekho prepared for le interview indlela abenza ngayo ayivumi
Nam ngbuka lokho yaz
Eish Waze wambhekela kamnandi m4 waka makubane🔥🔥🔥🔥
Mmmm Mroza mft intambo yakho ivuthiwe imnandi ivoice iyavuma ngyafisa mft makukuthi wabona abanikazi bemicimbi baxole manje syawudinga lomculo wakho
"Mina ngibhala lencwadi ngiyibhalela Ukuhlupheka ngidlulisa ngidlulisa amazwi enduduzo usuyosala kahle" hheyi webafethu ngamazi ngaleyo ngoma savele sabuya sasodla umhlanganiso islwane saka Fakude ngoVan Damm hhaaaa suka
U Mroza uyena mculi owangena wagxila enhliziyweni ya. Enqamula unyaka nje ngiyamlandela. Dulas uza kahle ndoda. Ngiyamthanda ke losisi aningiphe amanamba akhe....
Dankie code14🙌🏾🙋🏽♂️🙌🏾
Cha umona Phansi nibophele Eziginxini Sukaaaa....naku Keyboard 🎹❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️🎸🎹🎸
Livele laphenduka iChalaha ethuneni masenenza nje lapho Dulasi noMroza
Dulasi🥰
Putting uMroza noDullas it not make sure!
Mroza is superior
Abasemkhuze
Khuphuka Fakude.
Kuyancom3ka kubhuti u Mroza no Dulas
Uyabona inkosi yamaGcokama noMroza kungaphuma u 1 wengoma
Somnyama bhut😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂👉👈👉👉😂😂😂😂😂
Kukude kakhulu lapho usayakhona mfokafakude🤝
Cha,ngiyakuzwa mfan'Dulaso... ikhona ingoma kulensizwa
🔥🔥🔥
🔥But syacela mapholoba ulethe abaculi abandelene ukuze bazokwazi ukubhekhelana like mroza nomkhathazi. Dulas no mfanie knje. Kodwa inhle into bayahipha laba culi anibanike ithuba emcimbini
Crush yami Mashandu❤❤🤗
Nikhulumela phansi bafwethu kwennzenjani estudio
Awu wakhala ngoNompumelelo uNkomose sukaaa ✊
Into the mfanakith Dulasi ungfikisela ngomunyu mfanakith ayi mese unqekuzisa ikhatha
Ngakhumbula i video ka Rick ricky eyishaya ngale ngoma ka Van Damm
🔥🔥
Ikhono alikho kulo cc nalomjitha
yinkunzendala uMroza ...xa sithetha ngoMaskandi sithetha ngoMRoza fakude
kuzomele abuye lama podcast we Bathing
Musho wethu uyintombi impela ....talent
ngyakuzwa min. mfoka fakude🥺
Ayi lomsakazi wesilisa is not 🚮😂😂😂
Kunento esengiynakile lana kumbuso wamaciko nifike nibize abaculi ukuth bazozasisa bese Nina nibaculisa izingoma zabanye abaciko abaculi... Ngiyakuzwa ukuth uDulasi ukhuliswe umjikijelwa emculweni manje uMroza ungenaphi ngoba Vuze ngabe uphakamisa igama lakhe
Cha bacule ingoma eyayinoMroza nje
Uqinisile mf2 3 wonke wezingoma zamjikjelwa 🚮🚮🚮
Shoti matindane 🙌🏾🙌🏾
Snqampu sodidla
Somyama ibhlukwe lakho mfethu 😂😂😂😂
Linombala wenyoka🤣
Likhona ikhiono ku Dulas but ngyakhala kumubuso wamaciko , u mroza uyayi overpower ingane bekungamele nibabeke bobabili abalingani ngokwezinga eg(mroza & ntencane) and (dulas& Smirnoff)
Nje Mroza mukhulo
Sound engineer wethu awnake iyndaba zakho Nkunzi Umsindo wakho ukhalela phansi asizwa thina
Isginci sbalulekile bafwth
Sanibonani, ngiyaluthanda loluhlelo kodwa i sound quality yakhona has gotten worse over time.
Abanye babethi Fakude Fakude sikukhonzile kwafika ukugula bangishiya kanjalo.
Mroza is this much big🤭 bengamnakile honestly, from now i will download his music👏🏿
Uyinkunzi mfoka magubane suka inkinga amahloni mfo
Mina ngithwala kanzima ukulalela lama-shows enu ngoba iskhathi esiningi ayizwakali angazi noma phone, ama-earphones noma izindlebe zami ezinenkinga, amanye kuyaye kubengcono le yona angiyizwa sdalo.
Impela qhawe kulukhuni ukuyizwa
@@thulanichristopherkhumalo795 Ayizwakali sengaduba nokuyilalela le ngifisa ukulalela eyakamumva kuneNdoni kodwa ngisanqeniswa yikho ukuthi ngizothi ngiyayilalela ngingayizwa sdalo.
Dulasi uyi chalaha uyi nkinga lo mbemu
Mroza mf2 ngiyakuvuma
lesi sdidi sejongo lomsakaz
Mroza😅
Khuphukani Maqhawe Imnandi lento yenu
Bright shandu
Kanti iBhola liyigagu kanje , babhora ngokunga Back elani nje
MROZA MFOWETHU UNGITHATHA UNGIBEKE
Dulazi ngicela ungamfaki umgqumeni if ungelwazi lomculo an futhi umlando womculo awunawo ngoba kuyacaca kuthi ucula nje for imali ukuhlaza ceke loshuni ukhona cz umGQumeni so uthini wena ungiphoxile mfana
Iyacula insizwa uDulasii ayy
Bhece bhece😂😂😂😂
Kuna bantu abangamazi kahle udulasi bafun ukubazi ngengoma zakhe manje angi qondi uma nizodlalisa izingoma zamanje amaciko .Yekeni leyonto akube nguye uzifunelayo kanti ekabani le interview 🤔🤔
Uyinsizwa Shoti matindane isintu sisolimini nesisoka ngokunjalo
Awu Fakude mfethu
Mzala mtaka anti
Lìnekhono ibhola lazwelonke
Cha weDulasi uma usho uMgqumeni lo oyilasta cha uyadlala , 98 % wabaculu including uMjiks, Ndidane bebeguqa befor King of Maskandi, owakini kodwa ungathi wenze ukwedlula ibhova ungathi wenze kwasondela ngase Bhoveni mfana buqamama. nina ningaba zukulu bebhova.
Umroza uyi ghost
Wenzani lo ebuza uMroza umbuzo obhedayo uqhanisa uMroza namapiano kanti uMroza uyafika yini la emculwen kamaskandi ngoba mdala kulendima cha lo m4 ulethwe ngephutha la kumbuso wamaciko akazi lutho ngomculo
Fakude yiqhawe engingalifanisa nobaba ushwi nomtekhala endimen
Sicela uzondi
Lo mpemu odlala ubass ungenhla
Ufile Van dum
Iqalile lento iyagqilaza
Ngihlushwaaa uthando alupheli kimi uthando nginothando sukaaaa 🥺 kwavuka usizi lokukhumbula uMjikjelwa lama ngezinyawo kimi Khuphuka Songqongqo lapho ngikuzwile noMjiks ngyathemba ukuzwile