Potso iCommander echaza ngokushiya Iqembu Amageza Amahle / Izimali Zeqembu - [SgeqaMagula - Ep,8,S2]
Vložit
- čas přidán 2. 03. 2022
- #SgeqaMagula #RealTV1 #Podcast
Potso iCommander echaza ngokushiya Iqembu Amageza Amahle / Izimali Zeqembu
Real TV1 is an independent Media Company, which features News which are predominantly in isiZulu (90%).
The purpose of this channel is to update and entertain people in South Africa.
The Home of African Trends.
For business:
Email address: Realtvone1@gmail.com
Phone Number (WhatsApp Only): 079 519 9084 - Zábava
Ngihleli Ngibuka Le Interview Kubhazabhaza kamabonakude engawutapa. Khuphuka bafo 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Ola Dawd🤣🤣👍
Ongidayisela yona🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂😂😂
Muhle Umsebenzi Real Mabonakude 🔥. Khuphuka khuphuka Thimba likangilokothe
Commander yesizwe king of live hawu kdwa Nge Ndidane 👑❤️
I respect you my commander wayibamba ishisa sakuthanda futhi and we still love you man, kusho mina lo INGUBULUZANE
Ayi suka bakithi ithalente🔥🔥🔥
Ngincome isisoka esi setshenziswe uPotso kule interview. Ngiyazi abaningi bebe lindele ukuthi uzopikla epikle kodwa wavele wakhombisa inhlonipho nokukhula. Siyabonga ukuthi engadicileli isthunzi samaGeza phansi ngobese shiyile kuhle kwentombi seyaliwa emzini seyikhipha zonke izimfihlo....
Kanti kwenzenjan bakt nanku umuculo uhlakazek bo idimon lin kodwa leli shweele 👏
Sisabonga Commander Potso usebenzile
These Ngobese Brothers are Talented... But the young one is super talented 😊🔥
potso u gained one crc follower.
Makungenzeka baphathi bohlelo....sicela Smirnoff kanye nama Labatheka👏
Nam ngyacel laph
❤️❤️❤️🤗🤗 siyabonga bakithi
Commander syabonga kusicacisela izinto eningi ngawe naMageza🙏🏽🙏🏽
Ngobese ....Mqungebe🙌
Dankoo. Up Commander 🧡🖤🧡🖤
Sanibonani bobhuti nam ngiyivukane lave thekwin elizidlale ntambo ngcela ningiphe nam I interviewe ngyazicelela
Khuphuka Commander lapho, inkosi ka live
Dank Potso Best interview
Dankie imnandi I interview, eyi iyadesha nalensizwa🤣
As for ai wenze kahle wahamba ububheda nje uMtshengiseni was the best kuMageza
Pontso phambili kakhulu nkulunkulu abe nawe
😂😂😂😂 Imbuzo kaNtombi zimbuka ngeData 😂😂😂 lendoda ikubuza ngqooh aygwegwiiih.
🤣 🤣 🤣 🤣 🤣
Angdel ile interview , POTSO mfana ngumlandel wakho
Yooo ay akanikwe unzima ngo live uyazihambela 👌
Khuphuka commanda
Ay uLive u1 kakhulu
Jikelele Ka live 🎵🙏
Up Commander
Commander noShoba🔥🔥🔥🔥🔥👑💪🏿
Ziyakhala Ke Manje
Sinawe commander
AMAVIKELAMBUSO 🧡🖤🧡🖤🧡
Khuphuka lapho Komanda ngiyayifela ngomculo wakho ngo uqulula amanoni nje kuphela
ave behlupha abantu ababhemile,ngoba bayarasa awubuke nje lowesginci uyasirasela
Abanye baphuza utshwala ai shidi mani
Uyamthanda u Gcokama u Nelo 😂😂😂🤣🤣🤣😁
Ubani lowo... In Mdumazi's Voice 🤣 🤣
😅😅
Umthanda kakhulu and loluhlelo lakhe unelo luhle kodwa luzokoniwa ukuchema coz bantu bayabuka nje kancane and inokubanemibuzo engekho ryt if ebuza ngokhuzani coz benglalele le interview ka welile
Izwi mshanam 🔥🔥🔥🎯
Wabeka kahle Mqungebe syabonga isisoka nobugagu obeka ngabo....sengiwumlandeli waMavikelambuso
Potso no bhut wakhe omncinci
Mposo mfana uPotso incenge Nkunzi koze kulunge
Yaze yamnandi into 🔥
Sicela ezebhoza ojez'elikhulu
Lol iyahluph lendoda yesigcingci
Great interview ever🤩🥰
Siyabonga Potso kanye naSabelo🙏. Good interview Real TV1. LekaMdumazi iphuma nini?
Lwesine lo esiya kuwona
Nice interview mkhaya.
Ku Live, ngyamphakamisa uMkhathazi no Sgwebo banzinyana impela nabo
Lutho, uDlubheke uhamba yedwa
@@lindanizulu833 ukuzwa kwabantu akufani Lindani
UP BAFANA BAMI UP
Awuuu kugxumagxum uthekewame kuze kuphel unyaka ingoma yebhova
The chap speaking in the background is a much better interviewer than the interviewer on screen.
The reason being, he understands the genre more than the other guy but both good in what they do
@@thubelihlesamkelo2266 then he should be on screen leading the interview. Particularly on matters he’s more knowledgeable on.
Sthe asks relevant Questions
True.... And welcome to Real TV1... Kuyacaca you are new... Nelo Kade wayesho maskandi akawazi kahle uwu funde manje 2019.. So ngeke Abe ne content nje ngo Sthe.. Sthe is the best 👌 Nelo is the trouble maker
@@RealTV11 put Sthe on screen on matters relating to Maskandi leadership
Hau Potso uShwi neNkosiyamagcokama lutho
Aw madoda ❤️👏👏
Mina mfana kithi ngakuvuma ugxobe iAlbum ezeNdidane #Game over ngo2017 December washaya lapho bafo nasi, 👉🤞 Jls dwn
Yashawa ngampela leyo ngoma ne beat layo nje lisezingeni eliphezulu
Ngigcwele ngawe mkhuzi wamasosha ungikhumbuza indidane kodwa seniqedelani into enhle kanje musushiya yachwilake umkhumbi
Ningaculi bobhuty be real tv1 ngoba nizobhimbisa bantu niphiwanga ekuculeni niphiwe kuxoxeni
🤣 🤣 🤣 Kahle wena... Yin loyishoyo manje.. Cima Cima cima
Mngakanani lomfo owayecula kwabakwamlaba 🙆♂️
❤
Great interview anoke nilande uNjencane phela
Noted.. Siyabonga
wemfwethu lencwadi ethi the Land is OURS yaba imalini qhawe?
Kngathi bebhemile kodwa lezinsizwa
Njencane/Sbongiseni mculi waqala kuphuma Emagezi kweza mfoka Ntuli kwalandela Mamnjinji /Mnyovu kuwena wokuqala Potso🚫
Yin lena eshawa lana 😂
Liza Nini igcokama Elisha
Soon
ngikthandile potso
kanti unjencane waphuma nini kumageza
150 🔥
Uyadakwa kodw Yellow bone mfana every interview niyabuhlaba
🤣 🤣 🤣 🤣 🤣 🤣 🤣 🤣 Uyahala nkinga yakho.. Wozo nawe sizobuhlaba sonke
Up zinsizwa siphum emagezeni sihamba nani
Yayinhle le interview ngoba ihleli nje kubanikazi bayo nemibuzo iqondile mihle ....syaluthanda loluhlelo kodwa nelo scela kweminye imibuzo kwamanye ama interview besikesawabuka niwenza scela yonkimibuzo ibenjengale ekule interview ugxile nje kumuntu oku interview naye coz leyokukhombisa ukuchema nomthandeni Kuma interview abanye abantu angyiphasisi naleyokuthi ubenemibuzo engemihle ngokhuzani but Kuma interview abanyabantu akukuhle but scela yonkinto yakho I balance mfwethu njengale interview ka potso iryt kakhulu
Uyilasta wena potso kodwa umculo wakho uyashaya
Anoke nilethe uSonakali ngamcina ngisasegoli ngabe usaphila ngiphansi la eZim
Uphezulu bafo
Akwamukeleki ukuthi kade waCover umaskandi kodwa uthi awuwazi presenter
THENGA IFAN BANGAJULUKI ABAFWETHU UGOLOGO UGCWELE ITAFULA
Sekushoda u khotha manje.
Wena udakwe ilogologo eniwugoxayo ungasibizi ngamsxoki zobhonyeka
Uuuuup
Mdala uPotso finish n klaar
hawu yaze yamnandi anilande uNjencane phela
KODWA LELO BHODLELA NKUNZI...... LOL
Aaayyy uyakhala kamnandi koda uDlubheka sukaaaa, bangathintana kahle no Potso
So you copy Macg podcast but ngiyayithanda I idea yakho banga zeli ukuzophuza utshwala.
Macg? 🤔 I don't think so.... But welcome to Real TV1 kuyacaca usafika layikhaya.. We respect Macg and support him.. But copping him.. Nuh
podcast akusiyo i idea ka MacG. madala ama podcast le ipodcast ka Maskandi ihluke kakhulu kweka MacG
@@egibhithe3461 you misunderstood me completely I didn't say I podcast I idea Ka Macg I was stating the set up ye real tv1 and I said I like that idea next time you must read to understand not to reply.
@@ayandadums2007 You are saying nothing new which shows that I misunderstood your initial statement, and you are lying the set up itself is not copied from MacG it has been used many times by various podcasts, and whether you like the idea or not is not its not my problem fact here is that your point is wrong
Sithini lesphukuphuku Kade yaqalwa lento, ungasitsheni ngoMacg musukudelela abafwe2 Kade bayiqala lento. Uyadelele we Ayanda
Lool IQhuthu no Mhlanga uqinisile u cc u yellow bn
Ukipita not uganwa 14yrs ayikho lento oyichazayo lol emsinga niyatapa
Seloku laphathwa wuye leqembu lama Geza,lalahlekelwa abaningi abalandeli.Potso wawulahla ushuni wamaGeza lo besiwuthanda,wase efuna ukuzenza okusaGcokamanyana savele sanyanya thina esithanda ushuni weNdidane...uselimoshile leqembu useyashiya,akalinikeze indodana yeNdidane
L0mfana angaphinde alubeke impela kuMageza Amahle kaGcwensa ey walim0sha iqembu likaDiliza
🤣🤣🤣🤣🤣
Lona ulishiye limj ngomlenze owadwa kodwa lomfana uSphe uza mawala
Ubeklabalse kakhulu. Kumele ashintshe izwi nje
Ubeklabalse kakhulu. Kumele ashintshe izwi nje
Wawabulala amageza lomfana
Kuyiqinis0 elingephikiswe impela uP0ts0 umcul0 akawuphiwe wayephiwe kh0na ukuBacker
U Mancokoh lona eMsinga emaChunwini.ngyacula