Maskandi Friday Live with: iThole LeNdidane & iBhova Elincane

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 7. 04. 2022
  • #gezanimediaproductions #maskandi#livepodcast #amagezaamahle #itholelendidane #ibhovaelincane
  • Zábava

Komentáře • 435

  • @luckyfanele7921
    @luckyfanele7921 Před 2 lety +26

    Umfana weBhova uyisoka olimini ufuze uyise, ukhuluma into eqondile

  • @lethukuthulamhlongo7374
    @lethukuthulamhlongo7374 Před 2 lety +27

    ay mfana ka Diliza ushonjenge Ndidane ❤naye u Lusanda uthinta khona mpela la ibhova elalihamba khona❤

  • @nkosiedlamini2798
    @nkosiedlamini2798 Před 2 lety +43

    Yey inezwi ke le kaMtshengiseni, gifted indeed

  • @lungelosnenhlanhla9239
    @lungelosnenhlanhla9239 Před 2 lety +28

    Akayekwe lomfana weNdidane 🙌💚 umandla kakhulu

    • @user-wf2qw9er6e
      @user-wf2qw9er6e Před 2 lety +2

      Ibhova lalingenhla kodwa kubukeka sengathi ithole lendidane lizobq inkinga

  • @danvilakati351
    @danvilakati351 Před 2 lety +19

    DANKIE THOLE ENDIDANE MUHLE UMUSEBENZI WAKHO.

  • @siyabongamkhize2788
    @siyabongamkhize2788 Před 2 lety +16

    Ningabaqhathi labafana bafwethu. Uyazi ngobathanda bobabili, yey umculo usuphethwe ngabanikazi bawo ke manje🤞🏾💖🔥🙌🏾

  • @sotshasotsha242
    @sotshasotsha242 Před 2 lety +22

    Kuyacula lokhu okwengcwensa 😂

  • @ngamlalova3325
    @ngamlalova3325 Před 2 lety +24

    Lusanda ngiyakholelwa kuwe boy. Akusafani nasekqaleni qhubeka uzame. Kuhle ngoba intambo uyiphethe👍

    • @manziniwaterson6740
      @manziniwaterson6740 Před 2 lety +5

      Lool ukuth thina sijahe acule ngengo yise🤣🤣🤣 umfana akakavuthwa kahle

    • @muziwendodamthembu4476
      @muziwendodamthembu4476 Před 2 lety +1

      Nami ngimuzwa ekhula kancane aksafani impela nezwi futhi unalo

  • @thabombatha9640
    @thabombatha9640 Před 2 lety +27

    Ithole lendidane 🙌🙌🙌🙌🙌🙌

  • @thabanggoodman6278
    @thabanggoodman6278 Před 2 lety +11

    Hlakaniphile uSphe haaaiii ukhule kakhulu ngomqondo and unobuhlakani beqhawe lam sukaaaaaaa😀

  • @sbongamacu8557
    @sbongamacu8557 Před 2 lety +17

    Khuphuka Thole le ndidane🎶🎶🎶

  • @sabelomkhize7877
    @sabelomkhize7877 Před 2 lety +10

    Labafana bancane kodwa bakhuluma izinto eziphusile ikakhulu ulusanda ukhuluma njengendoda ebemncane ngyaythanda indlela ocabanga ngayo mfanawami ukhule mashobane

  • @ngamlalova3325
    @ngamlalova3325 Před 2 lety +24

    Kuyasho lokhu kuka Diliza 😭🔥🔥

  • @thabanggoodman6278
    @thabanggoodman6278 Před 2 lety +9

    Aaaayyyy wazala uMtshengiseni lana sukaaaaaa aaayyy🔥🔥🔥🔥zakhalaaaaaaaaa madoda

  • @brianmphasuthengidi6152
    @brianmphasuthengidi6152 Před 2 lety +25

    Now this is so mature, labafana abadinge dlame if they keep like this baya kude💯

    • @Palestina_Faco..
      @Palestina_Faco.. Před 2 lety +1

      Kunjalo njeeee

    • @MsiziBlessingDlamini
      @MsiziBlessingDlamini Před 2 lety +1

      Unfortunately umfana weBhova akaphiwe ngasemculweni ubhimba lento yokugcina ngci

    • @brianmphasuthengidi6152
      @brianmphasuthengidi6152 Před 2 lety

      Kuzoqonda inqobo nje mezozehlise afunde

    • @Zamandla18
      @Zamandla18 Před 2 lety +1

      @@MsiziBlessingDlamini 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🏃‍♀️🏃‍♀️🏃‍♀️

  • @mondlimarareni9079
    @mondlimarareni9079 Před 2 lety +10

    thole lendidane lizekabi phambili bafo ❤❤

  • @nongcebobutter4166
    @nongcebobutter4166 Před 2 lety +10

    "Ngisemncane kabi "laphuk ikati laphinde laphuka fth🔥🔥🔥🔥❤ !!!🙌🙌🙌🙌

  • @siyandancube8517
    @siyandancube8517 Před 2 lety +11

    Ithole lendidane ule voice

  • @lindamkhululi4961
    @lindamkhululi4961 Před 2 lety +33

    Mfana weBhova usenkingeni ngoba engekho noyedwa nje isho oKhuzani, Mthandeni, Mdumazi... Bonke nje kunzima kubo ukuba yiBhova kodwake ey ngeke iBhova lalilicula kakhula ngeke sidlale ngomfana sithi akacule njengoyise mmmm kwakuyigagu uMgqumeni bafwethu ngeke akekho umuntu ongafisi ukufana nalo iBhova nje ngengoma emlonyeni 🙌

  • @danvilakati351
    @danvilakati351 Před 2 lety +13

    Bhova you are a teacher yokuyibiza.

  • @nkanyisontuthuko4521
    @nkanyisontuthuko4521 Před 2 lety +12

    Both talented indeed but in different ways ✊🏾🙌🏽

  • @mvuseleloshange3674
    @mvuseleloshange3674 Před 2 lety +14

    aii ukhuphuk kakhula umfana ka Dizilimbewu 👐🔥🔥🔥🎸🎸

  • @thabanggoodman6278
    @thabanggoodman6278 Před 2 lety +4

    Yabona njengoba u Sphe esecula kanjena, sengizofaka yena ke kwi display picture ngikhiphe ubabakhe ngoba ngyabona uzongibusisa njengoyise.... mhlampe naye ngogcina ngimphupha naye❤️❤️ngoba uGcwensa aaayyy behlezi esemaphusheni ami

  • @ingweleopards1447
    @ingweleopards1447 Před 2 lety +11

    Ukhuluma isiNtungwa Phaqaa wena wangesenhla kwasoKhumalo, sinawe mfowethu zethembe noma bengathini.

  • @andilemkhumbe1354
    @andilemkhumbe1354 Před 2 lety +14

    Abafana Bobabili banamazwi impela abaphoqi Qobo 🔥🔥🔥🔥💥💯😅Ikubo lento

  • @mncedisi08mncedisi15
    @mncedisi08mncedisi15 Před 2 lety +10

    Indidane encane madoda🔥🔥

  • @lungelosnenhlanhla9239
    @lungelosnenhlanhla9239 Před 2 lety +13

    Performance yeThole leNdidane💚💚

  • @nkanyisontuthuko4521
    @nkanyisontuthuko4521 Před 2 lety +7

    “uSize impela omkhulu owawgqokwa uNdimande impela” 😂😂😂😂 Ai lokhu kweBhova

  • @zetmbonambi4425
    @zetmbonambi4425 Před 2 lety +3

    Ngyamthanda losisi💖masecula noma ebongela, hhaw suka madoda. Ndodana yendidane syabonga

  • @gcinangxongo1366
    @gcinangxongo1366 Před 2 lety +6

    uLusanda uyatatazela, izwi unalo kodwa alishunekile kahle,, mhlampe mayengasondela kulegenge enjengo Ntencane, Mdumazi, Mzukulu kuningi akangakucosha,, kodwa mayesazophika no Jaiva no Mhlongo ,,,ay ngeke ayendawo ngomculo...

  • @mfundinsibande5981
    @mfundinsibande5981 Před 2 lety +13

    Cha koda sisi uyaybuza imbuzo ewrong, ubuza nezinto ezi personal kwanathi abalandeli esingadingi ukuzizwa.

  • @mshishisimphiwe9800
    @mshishisimphiwe9800 Před 2 lety +8

    Nice music mfana we bhova

  • @siphesihlemlungisi4506
    @siphesihlemlungisi4506 Před 2 lety +10

    Lokhu kwendidane kuyasho haaa kwangikhumbuza uyise 😥

  • @black_jacksenzo6311
    @black_jacksenzo6311 Před 2 lety +5

    Ayyy Gcwensa 💪💪

  • @kholwanimabizwa4735
    @kholwanimabizwa4735 Před 2 lety +6

    Ithole liyasho chaaa wasuba nguMtshengiseni nje weSphe kwenzenjan booo yehlisa umoya mfwethu.

  • @siyethembazulu2057
    @siyethembazulu2057 Před 2 lety +8

    ULusanda usenomkhaba ongaka umfan emncane kanje 😮
    Ai ai ai ai lokhu kwakwaGcwensa kuyasho ngengilo sukaaaaaa 🔥🔥🔥

  • @austinvanrensburg220
    @austinvanrensburg220 Před 2 lety +4

    This is beautiful...in 5 years time can the two talabha each other! i cant wait for that day hahahah

  • @sikhumbuzozwelihle1171
    @sikhumbuzozwelihle1171 Před 2 lety +10

    UKhelina would have put Shwi on another level if it was properly marketed. Ngsakhala ngama marketing ama artists especially kaMaskand

  • @ttkamara1193
    @ttkamara1193 Před 2 lety +3

    Ntambende kalayini .liyahamba ithole le Ndidane hoooollloolloo . Khuphuka nazo lapho eMsinga Haaaaibo wayishaya le remix . Diliza imbenge yomile .
    Mfana ka Mgqumeni izwi kusamele ulipheke bd uzame ukuliqoqa uyoze ufike kapho ofuna ukuyakhona nd ungazikhohlisi ngesginci bcs mawazi sona sodwa ngeke uwine lutho but sifuna into ephuma emlonyeni

  • @kusasalakhehlongwa4199
    @kusasalakhehlongwa4199 Před 2 lety +12

    Labafwethu engathi bengabambisana bengazami ukuzenza oyise ngoba angeke bafike kulelo zinga✌

  • @sanelisomngo1681
    @sanelisomngo1681 Před 2 lety +4

    Ayi zidedele zibulalane ayi umaskandi usezandleni eziphephile uyayizwa Idlamanzi , shaya mzukulu kamaqhawe !!!!!!!!!!

  • @thuthukaninene555
    @thuthukaninene555 Před 2 lety +9

    Ay ngeke umfan ka Gcwensa uynkinga 🎉🎉🎉🎉🎉

  • @majubajubzin1726
    @majubajubzin1726 Před 2 lety +7

    Kodwa ithanga lakho ngizibukela Lona nje uyabusisa shaim❤️❤️❤️

  • @sphesphesihle5973
    @sphesphesihle5973 Před 2 lety +13

    ❤❤Ithole lendidane😢

  • @phumlanimqondisimabaso2995
    @phumlanimqondisimabaso2995 Před 2 lety +11

    Painful ukuzwa umfanaKamgqumeni ekhuluma ukut kwathathwa amaqembu kabab'wakhe

    • @nhlahlalucky6114
      @nhlahlalucky6114 Před 2 lety +1

      Kubuhlungu khona umfana ukhala kufanele omzala why bazibize ngabafana baka Mgqumeni abanqali ngani okwabo

    • @phumlanimqondisimabaso2995
      @phumlanimqondisimabaso2995 Před 2 lety +2

      @@nhlahlalucky6114 Ei mf2 Kodwa asthembe umfana uzoythola I support ukuze ebheke umnden wakubo

    • @bonginhlanhlajali623
      @bonginhlanhlajali623 Před 2 lety +1

      😇Ngiyayithanda lento eyenziwa umfana weNdidane ukut acule nezingoma zeBhova ukhomba ukut akuliwa lana

  • @njabulomafuleka345
    @njabulomafuleka345 Před 2 lety +4

    Amageza avukile

  • @sbusisonene5030
    @sbusisonene5030 Před 2 lety +2

    Ayiii ivukile iNdidane la

  • @mvelocbu1597
    @mvelocbu1597 Před 2 lety +5

    Ay uyawubaza kodwa umsangano lo sisi uhlanganaphi umfana nokwakwenzeka Kuma geza engekho yena

  • @lungisenindlovu3937
    @lungisenindlovu3937 Před 2 lety +1

    Thatha mfana wendidane shuni kayihlo ulande njengob unjalo🙌🙌🙌🙏🙏

  • @thobileregina5442
    @thobileregina5442 Před rokem +1

    Cha ithole licula njr ngbaba walo❤️❤️

  • @mrmabuza1876
    @mrmabuza1876 Před 2 lety +12

    Lomfana weNdodane uvuthiwe impela , lo we Bhova kusamele athi ukunyusa amasokisi impela anyuse ne confidence nayo inyuke, none the less abangaqhathwa labafana 😃 ei kodwa kuyagxoba lokhu kwaka Diliza kugxoba nengoma yeBhova 😂😂

    • @MsiziBlessingDlamini
      @MsiziBlessingDlamini Před 2 lety +2

      iConfidence ikhona impela kulo weBhova inkinga akaphiwe sdalo emculweni akamfuzanga uyise

  • @user-sk7gq2jc4g
    @user-sk7gq2jc4g Před 9 měsíci +1

    Aw yey ibhova likadikadika ❤ngaphekwa yibhova njengob ungbona nginje 😢

  • @masilivadlamini6096
    @masilivadlamini6096 Před 2 lety +5

    Umfana kamtshengseni ungenhla

  • @zubenathizubra9604
    @zubenathizubra9604 Před 2 lety +4

    Up small gqumo ungangenzi slima🤴

  • @umphuculiwedixa4627
    @umphuculiwedixa4627 Před 2 lety +5

    Up Up Up Up Up bafana Bama Qhawe UMphuculi WeDixa ebizana

  • @zakhelemsizi9722
    @zakhelemsizi9722 Před 2 lety +6

    Inkinga ekhona ukuth abantu balindele ukuth uLusanda enze njengoyise
    Okuyinto engelula ukuth yenzeke
    Kodwa ngoba isgingci uyazidlalela
    Kant naye uyefana kakhulu noyise
    Lokho nje kukodwa kumenza ngimnike
    8/10 sisalindele i-album 😁😁
    Uvukile umgqumeni

    • @mlungisimyeza2842
      @mlungisimyeza2842 Před 2 lety +2

      Kanti ngeke Sdalo kufane nokuka babu wakhe.. Okubalulekile nje yikho ukt umfana usadlala ingoma

    • @user-wr3zw5yh5r
      @user-wr3zw5yh5r Před 7 měsíci

      Danko ❤❤❤

  • @bonginhlanhlajali623
    @bonginhlanhlajali623 Před 2 lety +8

    😇Ngiyayithanda lento eyenziwa umfana weNdidane yokut acule nezingoma zeBhoba ukhomba ukut akuliwa lana😇

    • @celimpilobuthelezi592
      @celimpilobuthelezi592 Před 2 lety

      Ngihamba nethole lendidane ufuze uyise lomfana

    • @lindavula6528
      @lindavula6528 Před 2 lety

      Hayi ba4 nam ndiyithandile kakhulu lento and ndfisa ngath bangazwana abafana bangcweki nje ngoo yise benze iingoma ndaweni nye

  • @mbaliBrownsugar
    @mbaliBrownsugar Před 2 lety +4

    54:43❤️🥰😘ngat yilona Ibhova 👑Lusanda

  • @siyandamtungwa4351
    @siyandamtungwa4351 Před 2 lety +5

    Waze wasikhuluma Sono Lusanda. Methi entweni zikayise abatholi beyingane zikaMgqumeni .kwabuhlungu nakimi

    • @georgebuthelezi8057
      @georgebuthelezi8057 Před 2 lety

      LamaFull bhaklaza ehlulwa nawukwenza iFestival nje kudle izingane zeBhova nxaa

  • @NkosingiphileMagwaza
    @NkosingiphileMagwaza Před 5 měsíci +1

    Iqhawe lethu madoda ithole lendidane☺️♥️

  • @sanelempayipheli343
    @sanelempayipheli343 Před 2 lety +2

    Mhle umsebenzi bafana😍😍💪💪

  • @irvinndlovu7628
    @irvinndlovu7628 Před 2 lety +3

    Hayi uyinkinga oka gcwensa maniiiii

  • @hlengiwedlomo380
    @hlengiwedlomo380 Před 2 lety +4

    Ayy iThole 🙌🔥🔥🔥🔥🔥

  • @raahmashisa3462
    @raahmashisa3462 Před 2 lety +6

    Ha ha haaaaa kwase kukhwehlelile lokhu kweNdidane 😂😂😂😂😂😂😂

  • @mphathisincube510
    @mphathisincube510 Před 2 lety +5

    Kuyinkinga okuka Gcwensa

  • @ThabangKhumalo_
    @ThabangKhumalo_ Před 2 lety +4

    Akengisho nje ukuthi lomfana weNdidane ungehla. Lo ka Mgcumeni kusazomele athi ukufaka u 10 000 hours

  • @AnathiNqoba
    @AnathiNqoba Před 5 dny +1

    Sicela usmiselo mfana webhova

  • @samumaureen8698
    @samumaureen8698 Před 2 lety +3

    Mfana webhova💓# isikhumbuzo😢

  • @mguduab36
    @mguduab36 Před 2 lety +4

    Ukhulile u Lusanda emqondweni.Zenzele okwakho boy

  • @luckymaseko7409
    @luckymaseko7409 Před rokem +1

    Lengoma eshayiwe yibhova elincane ethi "mina ngizalwa umgqumeni" itholaka kanjani

  • @siyabongamkhwanazi3810
    @siyabongamkhwanazi3810 Před 2 lety +3

    Cha kumnfanele kubongwa ujaiva umfoka khanyeza uma sekushawa nentambo

  • @user-wf2qw9er6e
    @user-wf2qw9er6e Před 2 lety +2

    Imnandingoma ye thole lendidane slide ibhov elncane

  • @quintonnqobile6715
    @quintonnqobile6715 Před 2 lety +1

    Khuphuka mfana we Ndidane up up

  • @selungcamu611
    @selungcamu611 Před 2 lety +2

    Akekho umculi engiyomthanda njengeBhova koda labafana ngibathanda bobabili...#Lusanda#Sphesihle..

  • @cynthiamavume9421
    @cynthiamavume9421 Před 2 lety +1

    Ncoooh abantwana bamaqhawe♥️♥️♥️

  • @alunamdalwethu3286
    @alunamdalwethu3286 Před 2 lety +1

    Batsho kamnandi kakhulu abantwana,Kodwa ndisahamba nawe bhova elincane❤

  • @zetmbonambi4425
    @zetmbonambi4425 Před 2 lety +1

    Awu kodwa losisi ngyamthanda uyawazi ukukhuthaza 💕💕💖

  • @thobileregina5442
    @thobileregina5442 Před rokem +2

    yadlala yangakithi khuphuka lusanda💃💃💃💃💃💃💃💃💃💃

    • @user-wr3zw5yh5r
      @user-wr3zw5yh5r Před 7 měsíci

      Ngithanda ukuthi uziqalele into yakhe akazenzi ubaba wakhe💯👌

  • @mlungisisipho7169
    @mlungisisipho7169 Před 2 lety +5

    Kuyasho khona okwendidane

  • @mchazelenimthalane6602
    @mchazelenimthalane6602 Před 2 lety +1

    Bathathe MaWeza maFuzula dankie sisi wamiii

  • @menziboi9345
    @menziboi9345 Před 2 lety +4

    Lusanda umuhle esgincini ai ezwini akukalungi

  • @messiahsmith9964
    @messiahsmith9964 Před 2 lety +4

    Asikho nje isidingo so kuth le interview ibe u2 hours inkinga ubuza inyongo nje losisi ngath akahlelanga lembuzo yakhe

  • @sandilethembalethu2885
    @sandilethembalethu2885 Před 2 lety +2

    Mfana webhova ungenhla

  • @malelanachannel3287
    @malelanachannel3287 Před 2 lety +1

    Ngiyathanda lapho uthi uDSD ukhona kuba NDLANE BEBHOVA😍🤝🤝🤝🤝🤝

  • @aseyandambengashe7119
    @aseyandambengashe7119 Před 2 lety +1

    Akukho engkufisela lamaqhawe ngaphandle kokuhle kodwa 🙏

  • @mondlisiqiniseko7213
    @mondlisiqiniseko7213 Před 2 lety +1

    Phushani wensizwa inhle lonto udumo lukini lusebenzeleni ke bafana bakithi 🙌

  • @yamkelangamntwini3322
    @yamkelangamntwini3322 Před 2 lety +4

    Yes yes yes yes yeeees!!!!

  • @kholwanimabizwa4735
    @kholwanimabizwa4735 Před 2 lety +2

    Fuseg wethu🕺🕺 niyachaza njalo bafana bakithi ekenischaze nje ningenzi njengoNjoko noMdumazi

  • @thandokuhlenjoms8037
    @thandokuhlenjoms8037 Před 2 lety +3

    Azikhale bafana,khuphuka bhovelincane.

  • @user-eq9ks6rk4s
    @user-eq9ks6rk4s Před rokem +1

    uyabonaa ithole lendidane lindikhumuza indidane uqobo yabona lona elebova malisticke esingcini coz hai

  • @bonginhlanhlajali623
    @bonginhlanhlajali623 Před 2 lety +4

    Up bafana 💯

  • @methuliseni8275
    @methuliseni8275 Před 2 lety +2

    Asikhumbuleni ukuthi umfana wendidane ucula emaqenjini kayise njalo ushuni weNdidane awukho mningi besekuthi eweBhova uziqalele phansi okwakhe njalo ushuni kayise usabalela ngisho lamakhosi adlala wona

  • @phiwayinkosisbusiso286
    @phiwayinkosisbusiso286 Před 2 lety +2

    sakhala esandleni Bhova elincane

  • @sinenhlahlamakhoba3874
    @sinenhlahlamakhoba3874 Před 2 lety +2

    Khuphuka Lusanda mfana webhova sinawe

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 Před 2 lety +3

    Lokhu kweBhova kuyinkinga ngesginci emlonyeni akukholutho lokhu kukaGcwensa kuyinkinga emlonyeni kodwa kuwumalunde😀

  • @mthobisizondo8175
    @mthobisizondo8175 Před 2 lety +1

    Zikhulile lezinsizwa, nizalwa amadoda webambemu!

  • @mduduzimduduzi3392
    @mduduzimduduzi3392 Před 2 lety +1

    Hayi kahleni lomfana wendidane uyinkinga habe

  • @mbongisenisokhela3361
    @mbongisenisokhela3361 Před 2 lety +3

    PHANSI EMNGENI👌👌👌👌👌

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 Před 2 lety +3

    Kuyadabukisa khona ukuthi uMqqumeni ethi esekhiqize abaculi abangaka kodwa bahlulwa nje ukwenzela izingane zakhe iFestival even nalaba abaduma ngokuqedela iCd yakhe imbala

  • @masixolecawe2286
    @masixolecawe2286 Před 2 lety +5

    Dilizi mbewe ❤️❤️❤️❤️💔