Ukubonga eThongweni on Indaba Yesintu | Alex Mthiyane

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 3. 12. 2019
  • Sidingida udaba lokubonga emathongweni. Ngabe lokhu kwenziwa makwenzenjani futhi where are we getting it wrong?

Komentáře • 47

  • @NsikeSibisi
    @NsikeSibisi Před 4 lety +5

    I love inhlonipha KaMr Mbanjwa nothando analo for isintu sakhe.

  • @lindizwane532
    @lindizwane532 Před 3 lety +2

    Ukubonga kubalulekile. Indlela yokukhuluma emsamo ukhiye ovala noma uvule izinto. Siyabonga ngolwazi.

  • @ZERO.CONTROL05
    @ZERO.CONTROL05 Před 4 lety +14

    So amazing, I like the way leliqhawe eliychaza ngayo lendaba, this show iyangikhulisa kakhulu. South African in China 🇨🇳. Big up Gagasi 👏🏼.
    Umbuzo enginayo : suke sekwenzenjan if kuzothiwa abadala or amathongo abangana ngawe so kmele uhlabe imbuzi uphiwe igama? And kunamthelela muni empumelelwen yakho ukuphiwa igama or ukuba nethongo, because kuba ngathi usuphinda uphila impilo yalo ithongo since kuyilo eliphila kuwena. Nanokuthi ithongo lingaba lihle or libe libi kuwena osaphila, speaking of such, my brother had so much troubles and impilo yakhe ibimile, ehlupheka, Edakwa too much exishwa emsebenzin, omashonisa etc. now kwathiwa lento yenziwa yithingo lakhe, saya kobonayo laphuma ithongo negama lalo lazikhulumela lona ukuth liwumkhulu wasemndenin and konke elikwenzayo yingoba laliphila lempilo lisasemhlabeni and now lenza ngebomu Cuz liyazjabulisa nalo. Worse lalithakatha linjalo , so this is bigger than us and I don’t know if it is possible to choose ithongo or what. This thing is real and I’ve seen and heard it myself through my brother.

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 Před 4 lety

      Ngolwazi lwami lwesintu,ithongo elibi alimembathi umuntu,sonke songanyelwe amathongo amahle,ake ngithi ngicela niye nakomunye umuntu ohlolayo baze babe Wu 3 then tackle that which I common in all 3.Amathongo ayengahlambulukile awavumelekile ukungeniswa nase khaya,igama onikwa lona elethongo elikwengamele elenze kahle.

  • @ayandamncube6797
    @ayandamncube6797 Před 4 lety +8

    syabonga uhlelo,bengicela ke nikhulume ngendaba yokubikwa komuzi,ukuthi ubikwa kanjani.

  • @NsikeSibisi
    @NsikeSibisi Před 4 lety +1

    Ey, Siyabonga kakhulu Bhuti Alex neGagasi, lumnandi, lujulile, lubalulekile kakhulu loluhlelo.

  • @keresemesesimon523
    @keresemesesimon523 Před 4 lety +3

    Lumnand loluhlelo ngoba mina lifundisa okuning luyangenzela bandla 🤗🤗😘😍liyakhulisa kakhulu 💕💖

  • @ZEROO333
    @ZEROO333 Před 4 lety

    Siyabonga... ucinisile. Mina ngiyabonga ngolwazi. Ngempela ucinisile ngoba mina ngihlala ngiphuphe ogogo nomkhulu engingabazi bengipha, bengivikela. 🙇🙇🙇🙇🙇🙇

  • @patiencenkosi3458
    @patiencenkosi3458 Před 4 lety +1

    Siyabonga ngalamahlelo asicacisela kahle ezesintu ikakhulu thina esizalelwe emadolobheni . Sicela bandla kuke kukhulunywe ngezimpawu ezichaza ukuthi unesipho siphi sabadala nokuthi ingabe kwenziwa yini abaphilayo bangafuni ukukhuluma kabanzi mayelana nalezipho ezikhona emndenini.

  • @nthabim7529
    @nthabim7529 Před 4 lety +3

    I am young ethongweni and this show makes impilo yethu abasha easy and sithi masincenda abantu nguboGogo (Endumbeni) sikhumbule these shows. Thank you so much

  • @ThapeloChuene
    @ThapeloChuene Před 4 lety +2

    Thanks Guys for discussing such eye opening topics.

  • @patrickmokoma617
    @patrickmokoma617 Před 4 lety +2

    From free state ngiyabonga ukusikhulisa ngalelu hlelo Alex

  • @nomkhosibuthelezi1208
    @nomkhosibuthelezi1208 Před 4 lety

    Siyabonga Bhuti Mthiyane no Mbanjwa ❤❤

  • @melusimaseko
    @melusimaseko Před 4 lety +3

    No podcasts loaded since 7 Nov 2019. Please resolve this asap as I struggle to stream the show live because of connectivity issues.

  • @siphelelemasiza4742
    @siphelelemasiza4742 Před 4 lety +3

    Singathokoza kakhulu ukuthi noBaba UMprophet uRadebe othunyiwe.ngisho uMprophet wakwaNtu onebandla eliyi Revelation Church of God amenywe la kugagasi

  • @thembelihlenonsikelelo8088

    Can you also add podcasts they haven't been updated from the 7th Nov, it's seems you are only focusing on CZcams.

  • @tinashetakaedza5101
    @tinashetakaedza5101 Před 4 lety +1

    ngidlulisa ukubonga !bengisesaba ukubonga ithonga lami kodwa namhlanje ngale mfundiso ngybonga

  • @balungilenyombo1575
    @balungilenyombo1575 Před 3 měsíci

    Mlekeleli Mbanjwa🙌🙌🙌🔥🔥

  • @thandazimaphumulo3609
    @thandazimaphumulo3609 Před 4 lety

    Siyabonga sifunda izinto eziningi ezisikhombisa indlela

  • @oyenazukisa256
    @oyenazukisa256 Před 4 lety

    I salute you Tata wam

  • @EmbodiedResilience_0801

    Siyafundiseka yazi Sohlaza🙇‍♀️

  • @MfanufikileNicholsonGalela

    what a genius...

  • @traceywinnie5622
    @traceywinnie5622 Před 3 lety

    Ngiyanibingelela e gagasini . Ngicela ukubuza kuyenzeka na ngibonge ethongwwni noma ikhaya lingalunganga ngoba kuthiwa amadlozi awekho angaphandle n bawavalile ngokudlala ngawo .if yes nginga bonga ngenzenjani

  • @xolanindlovu8980
    @xolanindlovu8980 Před 3 lety

    Siyabonga baba

  • @bigboyncube9245
    @bigboyncube9245 Před 4 lety

    Ngiyabonga loluhlelo,bengicela usizo nxa waze ubaba usukhulile kumele wenzeni kuze waziwe ngamathongo akibo ngiyacela kakhulu

  • @mondlimenzi8873
    @mondlimenzi8873 Před 4 lety +1

    Uyishaye khona khehla

  • @sthezwane5509
    @sthezwane5509 Před 4 lety +2

    Damn this guy is a Genius!!!!!!!

  • @masixoleralarala6515
    @masixoleralarala6515 Před 2 lety

    If umama akatshatanga kumele ndibonge kuphi umsebenzi

  • @sandilejoseph9666
    @sandilejoseph9666 Před 4 lety +1

    Anike nikhulume ngokuziqinisa noma ukuqinisa imoto.

  • @sifundvod
    @sifundvod Před 3 lety

    Ukuphi umehluko phakathi kwekubonga ethongweni , ukweshumi , nomnikela , cela senisichase ?

  • @molebohengmalepa3136
    @molebohengmalepa3136 Před 4 lety +1

    Please next time try to speak about dlozi elibi because it's a problem sham

  • @malahleqwabe50
    @malahleqwabe50 Před 4 lety

    Niyangibusisa ngaloluhlelo

  • @mncedisimiya616
    @mncedisimiya616 Před 4 lety

    Sacela yethonga nedlozi

  • @veronicamabaso6640
    @veronicamabaso6640 Před 3 lety

    Ngicela u ku buza nginomtwana wo mane manje u khulele Kathi manje Ngicela ukubuza ukuthi sponge kukphi

  • @Champurumakhenzo
    @Champurumakhenzo Před rokem

    🤲🏾

  • @mluphakimpimnguni2245
    @mluphakimpimnguni2245 Před 4 lety +1

    Ei! Akuve kubalulekile ukubonga. Ngake ngaba nenkinga ngingabonganga.

  • @sihlemazibuko6774
    @sihlemazibuko6774 Před 4 lety +2

    Ngifisa ongangisiza la ngalombuzo wam;
    Nginomuzi wam, ngishadile and uBaba wami usaphila kodwa uhlala kude. Ngivumelekile yini ukuzi shisela impepho ngizibongele?

    • @sabelodlamini7373
      @sabelodlamini7373 Před 4 lety +1

      Iphuth lokuqala ukuth uthi unomuzi wakho. Lomuzi onawo okayihlo

    • @sabelodlamini7373
      @sabelodlamini7373 Před 4 lety +1

      Uma umuzi kayihlo usuwubikile ngemvumo kayihlo, yilapho uyihlo ayokunika khona imvume yokuthi ungayishisa impepho. Umuntu akazishiseli impepho enganikwanga ukuth akoyishisa especial ngoba uyihlo usaphila

    • @sihlemazibuko6774
      @sihlemazibuko6774 Před 4 lety

      sabelo Dlamini yobe mhlonishwa, ngiyazi umuzi wami kuthiwa umuzi ka baba, ayidle izishiye. Usho ukuthi angivumelekile ukuzishisela noma ubaba ele kude and akaze afike nala kwam ukuzobona umuzi. Kusho ukuthi mina angimele ngishise imphepho ngikhulume nabadala omkhulu nokhokho bam?

    • @sabelodlamini7373
      @sabelodlamini7373 Před 4 lety

      Usuke wakhuleka kubaba wakho ukuth uyamcela akusize akubikele uMuzi? Isuganiwe yini ngokwesintu

    • @sihlemazibuko6774
      @sihlemazibuko6774 Před 4 lety

      sabelo Dlamini ngike ngambikela ngamcela kodwa ungumuntu omatasa tasa kakhulu. Yebo ngiganiwe

  • @TheBonginkosi
    @TheBonginkosi Před 3 lety

    Mina ngibona sengathi ongoti babuye basebenzise i-common sense yabo, basho lokhu abacabanga ukuthi kuyikho, bathi kuyikho, kanti cha akunjalo ngokwezithutha. Izinto abazishoyo ziyashayisana. Umuntu kuncono ezwe ngedlozi lakhe. Kunabantu abake bahlushwe abantu ababephila nabo ngenxa yokuthi bashona bengaxolelene, kuthiwe balwa nabo, abanye baze babaphuphe. Lokho kuchaza ukuthi umuntu owawuphila naye, yena ngqo uyakwazi ukuba nomthelela empilweni yakho. Akukwazi ukuthi angaba namandla okwenza okubi kuphela empilweni yakho. Kusangenzeka akwenzakalise noma akusize, kuye ngokuthi naphathana kanjani esasemhlabeni.

  • @viwemabona4730
    @viwemabona4730 Před 4 lety

    Lumnandi uhlelo lwenu siyabonga.ndiyacela kwi topic eziloluhlobo nibokhe nicele naye umprophet wakwantu MPROPHET RHADEBE NGOMNYE WABA PROPHET ABATHUNYE KWISIZWE SAMA AFRIKA ANGASIVULA AMEHLO NAYE ..ENKOSI

    • @siphelelemasiza4742
      @siphelelemasiza4742 Před 4 lety

      Kunjalo kanye nam ngiyavuma uBaba Radebe uMprophet wakwaNtu singavuya ukuthi angene naye