Umsamo Encounters E8 - Ukwelapha nokuhlola

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 21. 08. 2024
  • Abantu abaningi bahamba enyageni bayohlola bezama ukuthola usizo . Baningi abafika esigodlweni bazohlola kanti abazi bahlolani, ababuzi imbuzo efanelekile, futhi bafika benganolo umlando womndeni wabo nemvalaphi yabo. Konke lokhu kudala ukuthi inyanga zidala ngabantu umuntu esecita imali eningi kabi kodwa akalapheki.
    A lot of people are consulting healers in their quest for help. Many people have arrived esgigodlweni saseMlambomunye not knowing what needs to be addressed, what questions to ask of Dr Mkhize and without a clear account of their family history and lineage. People are deceived by healers and exploited for money because they do not know how to consult.

Komentáře • 54

  • @nomusahlophe7879
    @nomusahlophe7879 Před 2 lety

    Syabonga Khabazela. Zitholakala kuphi lezincwadi

  • @msawakhesishi3143
    @msawakhesishi3143 Před 4 lety +3

    Syabonga baba uMkhize ay uyaluhluba udlubu ekhasini impela syothi sifika emzini esyoyakhela oBabamkhulu syobe sicije sphelele, sengath ungaphila iskhathi eside Baba ngoba ulwazi lakho alufani nolamuntu syohlezi siludinga nangomuso🙌🏽

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 Před 2 lety

    Kubalulekile kakhulu ukuba nosolwazi abafana nobaba u VV Mkhize

  • @similomkhize2584
    @similomkhize2584 Před 4 lety +4

    Mumbo Omhlophe asithokoze 👏🏾👏🏾👏🏾

  • @alphaalert9435
    @alphaalert9435 Před 4 lety

    Siyabonga Mlambo Munye walikhuluma iqiniso mina benghlupheka kungalungi lutho kanti ngshawa wusiko lokuthi angyena umzulu ekhaya yise Mozambique Gaza Mandlakazi nginele ngathola ikuboka baba bangemukela ngyabona sekuyakhanya manje unkulunkulu asigcinele wena Khabazela

  • @sivuyileprince9842
    @sivuyileprince9842 Před 4 lety

    Syathokoza mkhulu ukusikhanyisila ngezimo zethu kudlawe ngathi unkulunkulu asigcinele wena syathokoza makhosi amakhulu👏👏👏

  • @sidneynkwanyana7548
    @sidneynkwanyana7548 Před 5 měsíci

    Uma mkhulu mkhize ungihlolela ephusheni wena qobolwakho uthini lokho edlozini😊

  • @SehzamaMakhathini
    @SehzamaMakhathini Před 4 lety +5

    first person to view the video 💃❤
    Siyabonga Baba wami ngolwazi..

  • @sandilezungu3407
    @sandilezungu3407 Před 4 lety

    Siyabonga Baba Mkhize ngolwazi osipha lona, qhubeke njalo ngokusikhulisa siyisizwe

  • @andilemqondisidweku3664

    Imbeleko baba Mkhize ngikholelwa ukuthi ayenzi bokababa n mbeleko ayenzelwa noma ubani kwenzelwa ingane yokuqala etholakale emshadwa

  • @jabulilesibekezelomakatini8638

    Kuvumelekile yini baba ukuth ngingumntwana ngizihlolele mina noma ngikhanyis amakhandlela ngbuze emanzini

  • @nonhlanhlamdlalose8671

    Angiphinde futhi ngibonge Khabazela. Yinhle incazelo yakho.Njengoba ngithi ngizozifuna zonke izincwadi zakho yingoba bekumnyama ebusweni benkawu. Kimina nabafowethu. Sekuze kuyisihlungu kimina ukukhani ngazi okuqondile ngesintu sethu, sihleshulelwa abelaphi bendabuko.

  • @Lindokzn
    @Lindokzn Před 4 lety +1

    Informative enough. Siyabonga!

  • @pahmachi6805
    @pahmachi6805 Před 4 lety

    Baba Mkhize mina ngina kinga yokuphatwa yikhanda ilingapheli ngize ngimongoze noma kuyabanda

  • @simphiweshange7941
    @simphiweshange7941 Před 3 lety

    Amen Baba ngisentwaseni ngilashwa ngokuthandaza ngingakwa ukuwasebenzisa amakhandlela namanzi? Ngilashwa inkingayami angisaphuphi nhlobo kumile nginovalo ngiyasaba angisaboni kahle.

  • @pearln2308
    @pearln2308 Před 4 lety +2

    Eish Mkhulu, you've just made my head spin.
    😵😵😵

  • @amandaamitrading4506
    @amandaamitrading4506 Před 4 lety

    Siyabonga Bab UMkhize

  • @lindelwamdlalose6281
    @lindelwamdlalose6281 Před 4 lety

    Eyi kwaze kwanzima siyabonga babumkhizi

  • @thandekambuyazi1366
    @thandekambuyazi1366 Před 4 lety +1

    i am a second person Sehzama looooool , siyabonga mkhulu wethu

  • @ThokozaniEZitha
    @ThokozaniEZitha Před 4 lety +1

    inamandla lendaba Baba uMkhize

  • @temaswatishongwe9078
    @temaswatishongwe9078 Před 4 lety

    Thokoza Baba👏🏽👏🏽👏🏽
    I truly agree with everything you have said....

  • @user-ld3er7em6c
    @user-ld3er7em6c Před 9 měsíci

    Ugeqe amagula Khabazela.

  • @thabamchunu7494
    @thabamchunu7494 Před 4 lety

    Siyathokoza bab’Mkhize.

  • @seipatticlericeofficial9112

    Re incarnation 😍😍💪💖💕

  • @untandoyenkosimaboea2906

    Zitholakala kuphi incwadi

  • @rebeccasimelane9963
    @rebeccasimelane9963 Před 3 lety

    Sawbona baba mkhize ngicela ukubuza nginekinga nengane yami Iya sebenza kodwa imali akenzi lutho ngayo uvele ayiphuze yoke ngizamile ukumusa ebantweni kodwa akazizakali manje uyiyingane ezalwe imbethe so bengicela ungisize nengane ezelwe imbethe kwenziwa kanjani

  • @nobuhlemahlangu819
    @nobuhlemahlangu819 Před 4 lety

    Ngyabonga Mr Mkhize 🙏🙏🙏

    • @tgblose2122
      @tgblose2122 Před 4 lety

      Baba Khabazela ngifisa ukt sibonane amehlo namehlo.Izinto zami zomsamo azihambi kahle.Nginomshophi onzima kabi ongivelele nje ngo July 2020.Ngidinga usizo lwakho

  • @prowessmpanza9550
    @prowessmpanza9550 Před 3 lety

    Thokoza Mkhulu zotholakala kuphi izincwadi

  • @nkosinathimkhize7294
    @nkosinathimkhize7294 Před 4 lety

    Khabazela🙌

  • @basizakelembatha7736
    @basizakelembatha7736 Před 4 lety

    Uwenzanjani amanzi namakhandlela uma usuqedile ukukhuluma

  • @syabongasithole3626
    @syabongasithole3626 Před 4 lety

    Baba uqinisile eqinisweni ukuyohlola uyaye Ufika uhlalephansi esigodlweni somelaphi mese ecela ithonga lakho liphakame lisho inkinga ezikukhungethe ngenhlanhlake Mina angihambi ngihlala kubantu abazisebenzela imali ngiyamazi umama ose Maritzburg osasebenza ngeqiniso ngisho amakhosi ezizwe ayamazi abantu abayeke ukuhamba bedlala abantu uma ufuna ukulungelwa umsamu ubolanda umuntu oyiNazaretha akungenisele abantu yabadala ibona abaphiwa ngomsamu futhi abandile ngokuchaza izinto ngomlomo bande ngezenzo futhi islwane into engekho leyo kodwa kusuke kuyithunzi leli ukuthi uma insizwa iwela izibuko ingayi ukuyogeza emfuleni ngomlotha mese lesosisila sijike siphenduke ithunzi mese izangoma zithi isilwane abantu abobuza sibatshele thina ngane za Bhombela

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 Před 4 lety

      Jobe ngiyalahleka lapha,endabeni yesilwane,islwane lesi kuthiwa silala abantu besmame,bavuke bemanzi kube ngathi ebehlangene nomuntu weslisa...manjeke ngilahleka uma uthi asikho kodwa bese uthi yithunzi elisala uma insizwa iwela izibuko,pho kuhlanganaphi loku kwesthunzi nokulalwa kwabesmame? Angazi noma sikhuluma ngesilwane esifanayo na...

    • @syabongasithole3626
      @syabongasithole3626 Před 4 lety

      @@mzwakhethenjwayo3618 islwane lesi okhuluma ngaso siyabhilwa abantu kwesinye iskhathi kusuke kunombango okhona kuba yimbangi eyashiywa noma esafuna okukanye kusuke kunobuthakathi obusuke busetshenziswa okukanye ukuhlukanisa izithandani kwesinye iskhathi umuntu uyaye aphuphe sengathi ulele nothize kanti isilwane esizocupha kokunye kokunye kuchitheke isisu kumama kowesilisa sizofaka iqondo neschitho but LA endabeni yokuthi kukhona abantu abahamba neslwane ayizwakali kahle

    • @syabongasithole3626
      @syabongasithole3626 Před 4 lety +1

      @@mzwakhethenjwayo3618 lento engikhuluma ngayo ifananokuthi athi umuntu uhlelwe abantu abadala yingakho unenkinga ezingaka mess athi kufanele basuswe but ngolwazi lwami lolu oluncane abasuswa ngoba bayakugada kodwa bayagezwa mese beyancengwa ukuthi bakugade kahle bangakuvimbeli inhlanhla yakho baba ziningi izinto zesizulu ezingenzisiswa indaba iqala kuzalwa ingane ikhule ize iyoba umfazi inezinkinga nakhona indlela okugcinwa ngayo izinto zesizulu ngosuku lomshado ziyeqiwa omunye agcine engabatholi abantwana kanti ukungaphelelisi izinto

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 Před 4 lety

      @@syabongasithole3626 usike indlubu okhasini Jobe ka Mantshana,ngibheme ngakholwa,izandla zendlula ikhanda ngencazelo yakho.

  • @simphiwesibusiso4474
    @simphiwesibusiso4474 Před 4 lety

    Utholakala kuphy babuMkhize

    • @nokuthulacynthianxumalo3731
      @nokuthulacynthianxumalo3731 Před 4 lety

      EMlambomunye Institute on Greytown Road off PMBurg

    • @tgblose2122
      @tgblose2122 Před 4 lety

      Noma ngiqale ngendishi enamanzi namakhkandlela amabili emva kwalokho ngzobonana nawe.Ngiwasebenzise isikhathi esingsanani Khabazela?

  • @mlungisinigga5207
    @mlungisinigga5207 Před 3 lety

    Cela usizo akulungi

  • @ntokozozimu337
    @ntokozozimu337 Před 4 lety +3

    Zitholakalaphi izincwadi?

  • @bhekumusavilakazi5609
    @bhekumusavilakazi5609 Před 3 lety

    Ukuphupha.inkonzo.uyibona.kuthiwekuwebuyisa.inkonzo.ekhaya.masuyibuyisa.ekhaya.besekubanenkinga

  • @penelopenoncolela9148
    @penelopenoncolela9148 Před 4 lety

    Eish ndavele ndahlangahlangana tata .any way enkosi tata .

    • @zibuyileyvonne4977
      @zibuyileyvonne4977 Před 4 lety

      Siyabonga babaKhabazela ngukuselapha

    • @zamokwakhecele4262
      @zamokwakhecele4262 Před 2 lety

      Baba uKhabazela umntwana wami womfana unokuchama igazi ,ngathi mangiya kohlola ngoba odatokotela bethi ababoni lutho ,umuntu wathi wathola umeqo ,Manje akasizakali lento iyangihlupha ,Baba uMkhize ngenzenjani ukuze ingane isizakale ,Ngiyabonga

  • @awgatsheni6598
    @awgatsheni6598 Před 4 lety

    Thokoza khehla ... and the contacts? Utholakala kuyiphi imininingwana ...?

    • @zamam.7953
      @zamam.7953 Před 4 lety +2

      They are at the start of the video.

  • @houseofhgc5657
    @houseofhgc5657 Před 4 lety

    Ey sifile kuthiwa sazalwa sembete

  • @masabathashongwe8116
    @masabathashongwe8116 Před 4 lety +1

    Gives us your contact

  • @simangalisoradebe2335
    @simangalisoradebe2335 Před 4 lety

    cel' kbuza nth zitholakal keph' izincwadi?