Abasebenzayo abanake ikhaya kuqala

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 16. 11. 2022
  • musa ukukhulumela yonke into

Komentáře • 81

  • @nellylinah4164
    @nellylinah4164 Před rokem

    Siyabonga ccHlengiwe futhi ngiyakuzwa kodwa ke manje wenza kanjani lo osuke washada but uyenza nakumzali ngokusemandleni akhe kungathokozeki kumzali agcine aselimaza lomshado ngenca yemali🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před rokem

      angikuzwa kahle ngicela sikhulume kwifoni 0614007521

  • @umuntumr.understand7291
    @umuntumr.understand7291 Před rokem +2

    Had this conversation with my younger brother, inhlanhla zisekhaya uzintshontsha ekhaya...we don't mean spend all your salary at home...we don't mean spend focus on them but the little you have the little you can do will make a different one day CHARITY BEGINS AT HOME!

  • @sthembisosthembiso9453

    Siyawabheka sisi kodwa bayasihkukumeza kabuhlungu yazini kunzima kabi mina ngakha ikhaya lingekho nhlobo kodwa manje imina engasafuneki kulo eyi ibuhlungu impilo.

  • @igezalakongozatv3900
    @igezalakongozatv3900 Před rokem +1

    Sawubona cc wami ngisacela kubuza ukuthi uma uphupha veku vidorious kodwa engathi lomuntu okuvidoriyizayo uyahluleka ugcine usuxabana naye ngabe kuchaza ukuthini

  • @nomalangaprincess9637

    Ngyabonga kakhulu mina ngiyazama noma ngitorhoza emakhishini ND iyangisebenzela.

  • @zethuephraim4490
    @zethuephraim4490 Před rokem

    Siyabonga siyanconcoza ngezeluleko zakho ezintle My Sister, Unkulunkulu angigcinele wena akubusise njalo nje. 🙏

  • @nelisiwesimelane2346
    @nelisiwesimelane2346 Před rokem

    Siyabonga gogo izincazelo zakho kodwa kuthiwani ngalaba abaganile abakwazi yini ukusiza ekhaya na?uma kuhlushekiwe ekhaya kubo bebona ukuthi akhuna nomnyango abakwazi kunceda na?

  • @thandwayinkosisimelane

    Nathi siyakuthanda sisi ,sizolakha ikhaya sisi

  • @nhlanhlandlovu8558
    @nhlanhlandlovu8558 Před rokem

    Thokoza gogo, ngicela ukubuza ngebe kuchazani ukuphupha ubhema ugwayi womhlanga like owesilungu Dunhill

  • @bhekiziqubu2343
    @bhekiziqubu2343 Před rokem

    Amen 🙏

  • @user-tp5go9ly3r
    @user-tp5go9ly3r Před měsícem

  • @bayandagqiba6457
    @bayandagqiba6457 Před rokem

    Ukuphupha izinja zikukhotha kulomalume kamala wakho

  • @ntombifuthindlovu9017

    Maye ngiyabonga mina sesi wami ukungatsi ungachubeka njalo usakhe.

  • @zanoxolontamo1052
    @zanoxolontamo1052 Před rokem

    Thanks!

  • @thandidlamini5615
    @thandidlamini5615 Před rokem

    Molweni sis Hlengi ngicela ungichazele leli phupha lingu phethe kabi #ngiphupha ngifika ekhaya mangiza ngena ebaleni June ithole lenkomo elimnyama lapha ecaleni kwalo kuvutha ikhandlela elimhlophe la ekhaya ngibona u round wodwa Ume phezu kwengca e green livele lilale phantsi leli Thole ngathi liyandi valela.

  • @oldsoul.channel.t.ramorara4269

    Haz ntwana.. ai thanks mf2

  • @msizenishange8115
    @msizenishange8115 Před rokem

    Syabonga Sisi wami

  • @bettykhoza4037
    @bettykhoza4037 Před rokem

    Thankyou so much sis Hle. Zoyoyilandelela lendaba le khona engimele ukukuzwa uyicede shem ❤

  • @Anonymous-bj2bz
    @Anonymous-bj2bz Před rokem

    Siyabonga

  • @brytennyathi5011
    @brytennyathi5011 Před rokem

    Liqiniso mpela indaba oyikhulumayo mfethu Hlengie,yaz ngyawuthanda umoya wakho,uhleli uzama ukusizana lempilo zabanye alwys unkulunkulu akubusise kanye nakho konke okwakho dadewethu

  • @thathezakheericus9047

    Mina ngyakuzwa maMbotho impela iqiniso elimsulwa leli ngyafisa ukuthi kesihlale phansi sijule ngalezinto manjeke akulula

  • @mabelngobese3907
    @mabelngobese3907 Před rokem

    siyabonga , uma uphupha unqunu uhamba phakathi kwakantu

  • @spho1190
    @spho1190 Před rokem

    Zinyani zodwa ezi, enkosi for the reminder mntase🙌👌🏾🌸

  • @thandekandlovu6418
    @thandekandlovu6418 Před 6 měsíci

    Thanks

  • @khanyisilendzinisa2009

    bless your soul🙏 siyabonga sisi

  • @akhonamqhakama7030
    @akhonamqhakama7030 Před rokem

    Wayibeka dadewethu🙌

  • @hlengiwemhlophe2212
    @hlengiwemhlophe2212 Před rokem

    Sibonge sis Hlengiwe iqiniso elingenakuphikiswa ngifisa ukuba baualalela lezeluleko

  • @sandilemgwaba9572
    @sandilemgwaba9572 Před rokem

    Hawu! Siyabonga maMbotho 🙌🙏

  • @josephinezondo1649
    @josephinezondo1649 Před rokem

    Sbonga umusa stay blessed 👏🙌

  • @lulamasithole7828
    @lulamasithole7828 Před rokem

    Ngathi ubhuti wami angakuzwa lokho,his a teacher kodwa akazi abazali balala bedleni,mina engingasebenzi yimi engizamayo kodwa inhlanhla enginayo iyamangaza

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před rokem +1

      kwabuhlungu lokho akwenzayo kodwa ngibonga ukuthi nalo idlozi lakho likeenze ukwazi ukumela ikhaya sabonga mfethu uqhubeke njalo izibusiso ozobanazo ziseza ezinye uyobe esecela kuwe usizo

  • @lindandevu597
    @lindandevu597 Před rokem

    Camagu mama bendicela inumber yakho

  • @nkosie12wise93
    @nkosie12wise93 Před rokem

    🙏🙏🙏

  • @sithembisoncube9359
    @sithembisoncube9359 Před rokem

    Sawubona sisi ngicela ukubuza iphupho ngiphuphe sisakha izindlu komalume sinogogo kungani sijahe ukuthi zisheshe ziphele udecember efika ziphelile kwazofika uma onzalayo enginika imali engange 4hundred and 30 rand amahundred abengu 4 amaten rand engu 3 ethi uwanikeziwe ukuthi anike wona ukuthi uwaphiwe ngubani ansakhumbuli ngasemphaphama kunga kuchazani sisi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před rokem

      Ncube ngicela ungifonele ngizokuphendula0614007521

  • @user-ic8uy7wp8x
    @user-ic8uy7wp8x Před rokem

    Ngyabonga cc ngifunda njalo kuma video akho

  • @vumilemadlala9540
    @vumilemadlala9540 Před rokem

    Ngyabonga kuzwa loko

  • @nomusampume5129
    @nomusampume5129 Před rokem

    Wayibeka sisi onezindlebe zokuzwa makezwe,

  • @tipsonet
    @tipsonet Před rokem

    Ngicela ungithumelele iLink yevideo eyandisa kulokhu. Njengoba umaMbotho ethi usazoyichaza kahle lendaba kwenye ivideo.. Kubalulekile ukwazi kabanzi ngaloku since many people that i personally know have problems with their parents.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před rokem

      ngizoyiqhubeza lapjo ichaza ukuthi othole umsebenzi kumele aqalekuphi ekhaya

  • @margaretmroxe8479
    @margaretmroxe8479 Před rokem

    Camaguuuu Mambotho utsho kwavala ntombendala?

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 Před rokem

    Siyabonga Gogo..eyi kubuhlungu nomzali okuvalela izinto ephila njangoMom wami. Usesiphilise kabuhlungu lowamuntu wesimame kangangoba akekho ongaguli ongagqilazekile onemali ongenazinkinga ekhaya..wonke umuntu udonsa kanzima kodwa uMaa uyabuka akenzi niks. Usencengiwe manje encengwa yithi zingane zakhe saze sabiza odadewabo ukuthi basikhulumele naye kodwa kunhlanga zimuka nomoya.. akukho nokukodwa akulungisayo ekhaya..ulibulele uMama ikhaya. Kuyimanje sengikhethe ukungakhulumi lutho manje naye sengiyambuka nje angisasho lutho kuye kunzima ngisho ukumbingelela manje. Ngangicabanga ukuthi ingoba ubesuke engenayo imali yokulungisa izinto Sonke lesi sikhathi kodwa ube kuthola imali eyisamba wajika umuntu wakhuluma amazwi ahlabayo uma sicela asenzelw umcimbi womhlonyans ngoba kudala ukhaleleka..impendulo yakhe kuloko yathi "ngeke ngizwe ngani ukuthi ngenzeni ngemali yami".. lapho thina sakhipha konke esasinako senza umendiso wakhe..into eyayidingi thina kodwa samenzela ngoba sithi siyamlekelela ukuxazulula izinkinga zekhaya kodwa yena uma sesicela kuye wakhuluma lamazwi. Angisamthandi uMom wami..noma kungenzeka kuye anginandaba. Ungimoshelile impilo lowamuntu kanye nabantwana bakwethu..konke nezingane zethu lapho. Noma uNkulunkulu angamthatha manje kulungile..usihlukumezile lowamuntu ngezenzo zakhe. 😭😭😭😭

    • @nelisiwenyalunga3763
      @nelisiwenyalunga3763 Před rokem

      Yohhh Winile...waze wa
      khuluma exactly loku lokwenzeka ekhaya. Umama wethu wenza the same😥

    • @winilehlongwane7832
      @winilehlongwane7832 Před rokem

      @@nelisiwenyalunga3763 basizwisa obunye ubunzima abazali bethu

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před rokem +1

      sorri mfwethu uxole kunihlungu kona impela lokhu vele bayasicunula abazalibbethu kwesinye isikhathi futhi noma kungaba khona ozozama ukukwenza njengamanje esakhona uthi uzenzela wena angeke kulunge ngoba uvela njengomuntu obophile enhliziyweni yakhe nonomona ngiyaxolisa ukusho kanjena kodwa ngishiswa ukuyhi akumele anganilekeleli futhi kantinuyena impela okumele alungise izinto zenu, kodwa ngisacela ningifonele sizame indlela esingazama ngayo ukulungisa lokhu 0614007521

    • @nomasibulelemoni4912
      @nomasibulelemoni4912 Před rokem +1

      Yoh ibuhlungu impilo esiyphiliswa ngabazali bethu .

    • @sindiswangubo2708
      @sindiswangubo2708 Před rokem

      Kubhlungu ukzalwa umzali onomona ugombela kwesakhe ongafun ukboningane zakhe zphumelela.ufuna kube yeyedwa ophila kamnandi. Ubaba ongzalayoke lowo. Idlozi langkhombisa ukuth wabulaluma embulalelimal zakhe. Manje ubhizi uloyana nam ungfuna phans ithongo lyangvikela. Ncese cc qhela kumawakho uzame ukuzlungisela wenimpilo yakho. Idlozi lzokulekelela. Kubhlungu ngoba asizkhetheli abazali. Kuzolunga cc

  • @sharonshiba6548
    @sharonshiba6548 Před rokem

    This video is directed to me,Enkosi Sis kuyavakala

  • @eliasmogapi307
    @eliasmogapi307 Před rokem

    Thokoza Mam Hlenjy.Ngicela ukubuza ngephupho:Ngiphuphe umuntu weselisa athikumina thenga ipetrole engu 10L ugeze ngayo nenkosikazi yakho.Emva kwaloku ngibona ngise Damini kodwake ngisibambelele ngotjwani ukuthi nginga wele e manzini.Kuelinyi iside a yahamba lamanzi ngoba ngibone iremote etv izanao.Angisa khumbuli ukuthe ngicene sengingenile kulawo manzi,kodwa ngibona ngise msebenzini omosha nabanye abantu abathatho,ngifike late ngendaba yamanzi kodwa babhatala for those hours.

  • @emmanuelsithole5121
    @emmanuelsithole5121 Před rokem

    Nakhoke uyenza konke ingane kadade wenu iphara intshotsha yonke into uthenge intshontshe ukhiyele kwenye indlu igqekeze wenzenjan?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před rokem

      zama usizo lokuyisiza kodwa asikuulume ngefoni0614007521

  • @sandilelindanisithole1066

    Saw'bona sisi Hlengiwe, ama video akho ahlezi eqondana nokwenzeka kimi or engikucabangayo. Cela ukubuza idlozi lona lithini or suke kwenzekani ekhanda lalo uma kwayiwena ususindelwa. Utholukuthi yonke into yomndeni engasile iza kuwena, izingane abazishiya emhlabeni zitetemela wena, nabo abafayo hlezi bekubangela iscefe kodwa lapho nawe awunamali. Kodwa bekhona abanye abasebenzayo kodwa libayeke? Iyiphi indlela eyokubatshela kuthi sukhathele nawe? Kuze kukhale ngisho abantu osebenza nabo kuthi thenga izingubo indlela umndeni osuke ukusinda ngawo lapho nabantu bakhona abanendaba nokusonta, abanendaba nomsamo...

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před rokem

      ayikho indlela yokubatshela ukuthi udukhathele ngoba okwenzayo usiza bons futhi mangase uyeke lizowa limoshrke ikhaya ngoba limi ngawe ikhaya lima ngomuntu okhethiwe ukuthi alimele kuze kulunge nabanye ngaye beqonde ngoba besizwa nguwe

    • @sandilelindanisithole1066
      @sandilelindanisithole1066 Před rokem

      Kwaze kwabuhlungu ukuzwa lokho 🥲

    • @nelisiwenyalunga3763
      @nelisiwenyalunga3763 Před rokem

      That's exactly what i'm going through. I'm overwhelmed and it seems like no one cares. Wonke umthwalo usemahlombeni ami. Abantu base khaya abafuni kuthola usizo. Mangithi masambeni siye ku mthandazeli siyogeza abafuni. Ok masiphahleni still abafuni Yohhh nkosiyami

    • @sandilelindanisithole1066
      @sandilelindanisithole1066 Před rokem

      @@nelisiwenyalunga3763 I'm starting to think lento Yama dlozi is satanism coz kungenzeka @Nelisiwe unenhliziyo Enhle so uyabona kuthi lento isuke izo crusher spirit Sakho uze uphike ngisho ukuba khona Kwa Nkulu Nkulu. Ayiyinhle lento neze and ungathola kuthi Laba bakini imali ifika kalula kubona Wena uyashizila...

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před rokem

      @@sandilelindanisithole1066 wena ongajucela edlozinimlakho ukuthi likunezelelele amandla imali ukuze ungasindwa ikhaya olimele bazokwenza lokho 0614007521ngyokwazisa ukuthi kanjani