Ngicelu buza baba mina ndingumxhosa...ingane kamakazi wami yazalelwa kuloma wayo ngesikhathi eyi ntombi..uma wayo wahambe washada nobaba wayo..ingabe iyenzelwaphi mbeleko now that uma wayo eshade nobaba wayo..after ingane izelwe nguma wayo eyi ntombi
Ngiyabonga ukusisiza qhubekani nisisze.Umkhulu akagcagca nomkhulu,wazala ubaba ,waganwa umama bashada wakhokha yonke into,kwasala ukuchelwa ngenyongo ngenxa yenkolo,wathola Mina. Manje kuvela ukuthi u gogo wami ufuna ukugcagciswa ,manje ubaba akasekho.mina ngibuza ukuthi kufanele yini ngigcagcise ugogo .ngoba Mina angikhishwanga komalume.
Mina ngiyingane Eyesbili and abanye bashona manje ngifuna ukwazi ukuthi ngiyenze le kuphi
Impunga siyabonga nibusiseke kakhulu mfowethu.....
Ake sithi nje: Injuuuuuulaa!!!!!!
Makukuthi ingane umama wayo wavele wayishiya kubaba wayo manje sekfiswa ukwenziwa lolusiko ingane ina 9 manje ikhuliswa kubo kababa wayo...umama akasaziwa...
SYABONGA BHUT AVE ZIBALULEKILE LEZINKULUMO 🙏🙌🙌💯
SYABONGA KAKHULU NGOLWAZI 👏
Ngaphandle kwakho ngabe izingane zethu azazi lutho ngoba nathi asifundiswanga lutho nathi
Ngicelu buza baba mina ndingumxhosa...ingane kamakazi wami yazalelwa kuloma wayo ngesikhathi eyi ntombi..uma wayo wahambe washada nobaba wayo..ingabe iyenzelwaphi mbeleko now that uma wayo eshade nobaba wayo..after ingane izelwe nguma wayo eyi ntombi
Asbonge mpunga
Cela ukubuza if umuntu wadlula emhlaben engenzelwanga imbeleko yena kuke kumiswe kanjani okwakhe? Uyakwaz ukumenzela yize esadlula emhlaben? If ukwazi ukukemenzela ngabe imigomo yokuyenza iyahluka or iyafana ngendlela ekwenziwa ngayo
Ngiyabingelela mkhulu akengibuze lapha ukuthi uma ingane yokuqala yabantu abagcagcile isibuya okokwenzelwa imbeleko komalume ibikwa ngani ngapha emathongeni akubo?