![Injula Lwazi](/img/default-banner.jpg)
- 28
- 66 703
Injula Lwazi
Registrace 16. 07. 2020
Lapha sifundisa Isintu ngendlela esobala, sichaza wonke amasiko adingeka empilweni yoMuntu nokuthi enziwa kanjani ngasiphi isikhathi
Video
Indlu yabantu abadala iyithempela loMsamo
zhlédnutí 1,1KPřed 11 měsíci
Sikukhumbuza ezakudala kwi-Mpunga yesintu TV
Isonto selifana nejele kwabaningi
zhlédnutí 529Před 11 měsíci
Ungavinjwa yisonto ukwenza izinto zesintu
IZIMPAWU ZOKUKHULA KWENGANE
zhlédnutí 977Před 2 lety
Kubalulekile ukuqaphela izimpawu zokukhula kwengane ngokwesigaba sokuthomba
UKUQHUMISA KWENGANE
zhlédnutí 1KPřed 2 lety
Uma ingane isiqhumisile akushiwo ukuthi inamazinyo kodwa kuthiwa inabathakathi
Amasiko Ayimpoqo Enzelwa Amawele
zhlédnutí 6KPřed 2 lety
Izingane ezingamawele yizingane ezingamakhosi, kubalulekile ukulandela yonke imigudu efanele uma usuzitholile
UHLOBO LWEMBUZI YOKWENZELA INGANE IMBELEKO - Eps 3
zhlédnutí 4,4KPřed 2 lety
UHLOBO LWEMBUZI YOKWENZELA INGANE IMBELEKO - Eps 3
ISIZATHU SOKUGUNDA INGANE UMA ISIHLANGANISE UYNYAKA
zhlédnutí 4,1KPřed 2 lety
ISIZATHU SOKUGUNDA INGANE UMA ISIHLANGANISE UYNYAKA
Inkaba yengane iyelashwa uma isiyiwisile
zhlédnutí 2,6KPřed 2 lety
Inkaba yengane iyelashwa uma isiyiwisile
EKUMELE UKUQIKELELE UMA USUBELETHILE - Eps 6
zhlédnutí 1,1KPřed 2 lety
EKUMELE UKUQIKELELE UMA USUBELETHILE - Eps 6
ENDULO BABENZA NJANI UKUBONA UBULILI BENGANE UNINA ESAKHULELWE - Eps 4
zhlédnutí 1,7KPřed 2 lety
ENDULO BABENZA NJANI UKUBONA UBULILI BENGANE UNINA ESAKHULELWE - Eps 4
Yini elindelekile kubantu abasuke sebeqomene - Eps 2
zhlédnutí 2,1KPřed 2 lety
Yini elindelekile kubantu abasuke sebeqomene - Eps 2
Ukuqonywa nokuqoma kunemfihlo ethile - Eps 1
zhlédnutí 3,6KPřed 2 lety
Ukuqonywa nokuqoma kunemfihlo ethile - Eps 1
Sikwethulela ulozolo lweChannel entsa - Sibuka impilo yoMuntu namasiko ekumele agcinelwe wona
zhlédnutí 1KPřed 2 lety
Sikwethulela ulozolo lweChannel entsa - Sibuka impilo yoMuntu namasiko ekumele agcinelwe wona
umuntu osemdala oyiwele nentombazane. Yena usebenzisa yiphi imbuzi
Ngicela ukubuza Uma elinye lendile ningahlukanisewe kwenziwa njani.
Mina ngicabanga ukuthi beyizoba yinĥle levideo ngale kwa channel Impunga Yesintu TV. Kusetshenziwe ngale ekukhuleni kwechannel 96K. Kodwa ngisizwile isifundo sanamuhla.
...kodwa mpunga awshongo ukuthi ngeke uphinde ulethe izinyanga la? ...waw'the amakhehla ohamba nawo athe ungaphinde ulethe izinyanga kulenkundla! 😩😩😩
Cha wayethe amakhehla athe abamise. Bazobuya uma sekuphinde kusho wona. Kusho ukuthi sewaphinde avuma.
@@sizwevincentnxumalo1639 Okay, asbonge khehla! 🙌🙌🙌
Uma amawele engahlukaniswanga laze lahamba elinye emhlabeni singaqhubeka yini nosiko lokubahlukanisa noma lokho kwenda kwelinye kusuke sekuwahlukanisile
Yenzelwa kuphi imbeleko uma lingasekho ikomalume
Saze sabusiseka. Sizobuka kuze kushone ilanga, aze aba mathathu ngelanga. Cha! Siyabonga Fuze 🛐
..., this information is so important that it has to be shared with the whole WORLD!!.🇿🇦💯🏁.
👑
Uma bebaningi bengakaze benzelwe imbeleko ufuna ukubenzela bonke Kanye Kanye ubenzela ngezingaki izimbuzi
Siyabonga mkhulu ukusivulamehlo
Makukuthi ingane umama wayo wavele wayishiya kubaba wayo manje sekfiswa ukwenziwa lolusiko ingane ina 9 manje ikhuliswa kubo kababa wayo...umama akasaziwa...
Kunjalo mfowethu
Ndiyabonga Bawo, kodwa ukuba ukulele komnye umzi ongenguye wakowabo? nbicela undincede.
Ingabe ukhona umehluko ekutheni kusetshenziswa nhloboni yembuzi phakathi komfana nentombazane
Nginezinganebzabafana esezikhulile impela, kungabe kusalungile yini ukuthi ngingazenzela imbeleko. Inzima impela impilo kuzo zombili.
Loo
Amen 🙏
❤❤
Ngibingelele sanibona.🙏Isizathu sokubeni ingane igundwe wugogo wayo sithini
Umasegaphumi incaba sene 16 days isese nganeni
Ngiyabonga kakhulu ngokusipha ukudla kwendlebe ngempilo yethu thina bantu bebala elimnya
Uyakwazi hini ukwenzela ingani yakho wena ubaba wakho engakwenzelanga na
Mmmmm wayibeka Mphunga
Siyabonga mkhulu...makwande🙏
Ngiyabingelela mkhulu akengibuze lapha ukuthi uma ingane yokuqala yabantu abagcagcile isibuya okokwenzelwa imbeleko komalume ibikwa ngani ngapha emathongeni akubo?
Ngiyabingelela mkhulu mina ngicela ukubuza ukuthi ingane eyachithika iyenzelwa na imbeleko?
Injula lwazi👏
Ngyabonga ngyezwa ngokuhlahla indlela
Ngiyabonga ukusisiza qhubekani nisisze.Umkhulu akagcagca nomkhulu,wazala ubaba ,waganwa umama bashada wakhokha yonke into,kwasala ukuchelwa ngenyongo ngenxa yenkolo,wathola Mina. Manje kuvela ukuthi u gogo wami ufuna ukugcagciswa ,manje ubaba akasekho.mina ngibuza ukuthi kufanele yini ngigcagcise ugogo .ngoba Mina angikhishwanga komalume.
Siyabonga mkhulu
Ngicela ukubuza umuntu ophunyelwe isisu
Kubalulekile ukuthi uchaze phela my brother ukuthi kungani kumele igundwe ugogo kuba nani uma igundwe unina wenabe nje singaze sibuze ngoba uma sesibuza uzocabanga ukuthi siyakuphikisa
Siyabonga inkosi Ibe nawe🙏
Isikhumba sembuzi senziwa njani uma imbeleko yenzelwa ingane esikhulile?
Thokoza Mkhulu, bengi fisa ukwazi ukuthi indlu yabantu abada iakhwa emuva okanye phambi kweceke
Siyabonga Mpunga. Lenkulumo ingikhumbuza isililo sezingane ezahushulwa noma ezaphuphumaesibheke emathongweni. Zithi nimbusisa kanjani umzali wethu kodwa thina engasenzelanga lutho buka sinjani
Liciniso lelingatoligelwa leli..
Sbonge
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
Siyabonga mfoka Mapholoba ngolwazi.
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
Uthini noma singafuni nokwazi
@Vusi Yazi indaba yakho asiyingeni ngoba awuyi tholi nempendulo oyifunayo. Kungani pho wena uloku usibuza into oyaziyo.
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
Ey Mina Nduna kaNdaba nginombuzo…abantu bake bakhonze njengo Muslim bese baphinde babe ama kholwa ? … uma cha yindaba isintu sihlanganiswa iyona into eyona yonkinto ngoba muntu uzohlezi enza indlela kakhulukazi uma iqhiniso linzima… abantu aba khethe marn!! …. Kuzo ngcina ngokhuti yonkinto inkholo naso isintu sesibheda … njengabantu sikholwa kumdlali ukhuti asinikeze indlela enomthetho ezosisa la ekumhlophe khona ngoba siyazi ukuthi umthetho wethu obekwe yithi ishintsha njalo futhi inobungozi
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
🤴🏿👸🏿🙏🏿👑LANGENI OMKHULU BAYETHE
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
Injalo indaba
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
Yasho impunga
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
Kuyecaca gca
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12, Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.