Mkhulu siyabonga i still have lot to learn i have 3 set of twin i still need your advice because im a single mother 👩my last born he is a single one not a twin
Hi mkhulu, ngicela ukbuza if imali ayikho kahle kungaba wrong yin ukuqala ngokuwahlukanisa amawele, ngoba kwenzeka exactly lento oyishoyo la kimi newele lam. Mangsebenza yena uhlala phans, makthola yana, mina nghlala phansi
Uma amawele engahlukaniswanga laze lahamba elinye emhlabeni singaqhubeka yini nosiko lokubahlukanisa noma lokho kwenda kwelinye kusuke sekuwahlukanisile
Yenzelwa kuphi imbeleko uma lingasekho ikomalume
Ngicela ukubuza Uma elinye lendile ningahlukanisewe kwenziwa njani.
Awuh Mr njula lwazi ✋🖐️👍✌️asizibongele ngolwazi olujulile kanje
Amawele enzelwa kuphi imbeleko kubo noma ekhabo nina yenziwa kanjani imbeleko yabo sicela usicacisela
❤❤
Ngicela ukubuza umbuzo lana. Kuyenziwa yini konke lokhu enganeni ezalelwe ekhaya.
Thina njengabo malume bayo siyakhona yini ukuwabika, siwabonge?
Nantike elinye lenda ingakenziwa yonke lemicikilisho. Siyenza kanjani?
Uma sediwabika noma siwabonga kufanele yini kube khona ozomela lo ongasekho?
Uma umuntu ewatholele ekhaya ukuwabonga akusikho yini ukuphambanisa izinto. Phela unina wonile lapha ekhaya wamitha?
Mkhulu siyabonga i still have lot to learn i have 3 set of twin i still need your advice because im a single mother 👩my last born he is a single one not a twin
Eish that is my story my sister just got 3 set and we dont know what needs to be done
Siyabonga.mpungayesintu
Ngicela ukubuza umuntu ophunyelwe isisu
Nami ngiyiwele Mpunga yesintu amnandi amagama
Ngiyabonga mina ngolwazi
Siyabonga mkhulu
Mkhulu
Amawele uma enda womabili iliphi isiko elenziwayo?
Ngisacela usazise ngamasiko owathandayo nalawa ongawathandi... Ngyabonga
Impunga!ngiyabingelela elami iwele lendile nd alikho isilo nelilodwa elenziwa kuvumelekile ukuwenza manje ngineminyaka ewu 45
Njula lwazi ngicela nje ukudlulisa ukubonga ngolwazi olunothekangaka bakithi siyakleza ngolwazi lwezingane ezingamakhosi ngoba abantu abazikahlengazo
Injuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuula!
Inikisa umdla kakhulu, ndiliwele nam elam iwele laduda....ndicela uzukhe uthethe ngokubaluleka kwemfusi eyalekela amawele ingakumbi xa kukho iwele elingasaphiliyo
Ngibingelele mkhulu... Ngcela ukbuza ukubenzela lomcimbi wokbahlukanisa nowembeleko Kanye nokbabonga ethongweni Akunankinga yin ektheni ukwenze ngosuk olodwa ngembuz ezhlukene?
Hi mkhulu, ngicela ukbuza if imali ayikho kahle kungaba wrong yin ukuqala ngokuwahlukanisa amawele, ngoba kwenzeka exactly lento oyishoyo la kimi newele lam. Mangsebenza yena uhlala phans, makthola yana, mina nghlala phansi
Lawa mathathu ke mina ngididekile
Yebo, siyezwa kuthiwa kuyingozi ukuthi izingane ezingamawele ziye olwandle. Ukuya kwazo emfuleni ngabe nakho kuyingozi yini? Ngicela ukuphendulwa.
Ngisacela kubuza ukuthi uma uyingane yakomalume ushiselwa omalume impephu, ibona yin okumele bakhulumele lezingane emsamo noma bayakushisela impepho bese kukhuluma wena njengomzali wazo?
Ngicela ukubuza melaphuphuma ungazy Noma elidala Noma elincane kwenziwa njani futy uwahlukanisa kanjani mkhulu?