izimpendulo(M,S,S,Z)

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 23. 06. 2022
  • IZIMPENDULO ZAMAPHUPHO

Komentáře • 70

  • @zandimbonambi8863
    @zandimbonambi8863 Před 2 lety

    Ngyabonga cc kakhulu.Ngicela ukubuza ukuthi inhlambuluko ngiyenza kanjani inhlambuluko endlini ngoba impela bfore ngisebenzise lendlu ibihlala ubhuti wami omdala.Ngingayihlanza kanjan indlu ngoba nengane yami iyahlupha,ayisezwa nje and kuyangikhathaza lokho,cela

  • @fundisiwemaureenthwala3382

    Ngiyabingelela Ngicela ukubuza ngiphuphe engathi ngilapho kuthethwa khona amacala engathi ngiyafuna khona base benginika ifali bethi angifunde besa ngiyasayini nangempela nginza njalo ngaphaphama.Kuchazani lokhu mama.

  • @thobekilengwenya
    @thobekilengwenya Před 2 lety

    Ngipuphe ngilwa ne x yami kodwa ngiqale ngibona ngilwa lomntu wesifazani maluku ngilwa ngabona sekuyi x yami ..ngenksthi masilwa bengi phapha emoyeni ngidlula iyihlahla naye ngokunjalo ubephapha engilandela angazi ngakutshoni njalo angisazi lokuphela kwephupho ...thokoza

  • @bhekithembamdakane1814

    Cc hlengiwe siyabonga kakhulu ngomsebenzi wakho cela iphupho lemoto eluhlaza nephupho lokuphupha ubuhlalu obubrawn nobumhlophe ngibufakile kushoni cc ngiyabonga

  • @nelisiwesimelane2346
    @nelisiwesimelane2346 Před 2 lety

    Sawubona maMbhoto ngbuyile futhi ngiphuphe umama ethi weNelly uyambona umakoti kamuzi akasayifakile iring yomshado kodwa lomuzi sewashona futhi ushone asahlukana naye ngama80's kodwa mina ngibona ngathi ukoti kabhuti lona ophilayo bese ngithi angithi akafuni ukuthi ushadile

  • @khanyisilepule2159
    @khanyisilepule2159 Před rokem

    Sawubona Sisi ngingu sbusiso Dlamini nga phupha umngani wami engikhulanaye Mara yena washona kudala ngabo1987 or88 ngimuphupha ngazathi ukubo uyagula akaphilanga kusho ukuthi lokho

  • @siziwelungile5489
    @siziwelungile5489 Před 2 lety

    Njn Hlengiwe ngicela ukubuza Kusho ukuthini u relaxer inwele zakhula zankulu zazinhl kant ngingumuntu ogundayo

  • @shirleyngomana6843
    @shirleyngomana6843 Před 2 lety

    🙌🙌Thokoza gogo.. ngiyabonga kakhulu gogo ngee mpendulo 🙏🏾🙏🏾.. makukhanye.. kwande 🙏🏾🙏🏾

  • @jerrymaseko7865
    @jerrymaseko7865 Před 2 lety

    sanbona ngiphuphe inyoka ebrown ingena la ebesisebenza khona ngangayinaki kodwa laba ebesisebenza nabo bakhathazeke kakhulu ngalenyoka

  • @belindabolani4496
    @belindabolani4496 Před 2 lety

    Hi hlengi. Ngiphuphe ingathi kukho umntu engigwaza entloko ndabe ndiphuma igazi eliningi bendicela ukubuza uthi kutsho ukuthini lokho🙏🏽🙇‍♀️💖

  • @angelsmomi3391
    @angelsmomi3391 Před 2 lety

    Sawubona Hlengiwe ngicela ukbbuza.awulokhu uphupha uhamba ngemoto encane ngabe kuchazani

  • @KingChard007
    @KingChard007 Před 2 lety

    Saw’bona sisi . Ng’cela uk’buza : mina nginok’phupha ngindiza . Ingabe kusho ukuthini lokho. Ng’yabonga 👏🏽👏🏽👏🏽

  • @rosengwenya1865
    @rosengwenya1865 Před 2 lety

    Thokoza gogo ngcela kubuza kusho kuthini ukphupha indlu langihlala khona isuke uphahla kugeleza amanzi amancane ku gcwele udaka kanye nezitina ngathi ngiya cleanable ngincedwa umfana kamakhelwane

  • @gugumqadi1063
    @gugumqadi1063 Před 2 lety

    Ngiphuphe amatshwele amaningi ayimibala emihle emaningi kakhulu.

  • @sicelonkosi3301
    @sicelonkosi3301 Před 2 lety

    Ngoba ngingumuntu ohlushwa amaphupho wezinto ezenzakalo kakhulu. Thank you so much

  • @maryphiri3181
    @maryphiri3181 Před 2 lety

    Thokoza gogo ukuphupha ipine 🌲 tree abatwa bakhona ngiba phete katatu ngingu moniswa

  • @mpilofortunate6746
    @mpilofortunate6746 Před 2 lety

    Kunjani Çc..Uma uphupha Lina kuno Moya ayi lomkhulu kangako..lidvuma ayi kakhulu... ngyabona Cc

  • @thembisanotiki1425
    @thembisanotiki1425 Před 2 lety

    Uphupha mlungu

  • @sicelonkosi3301
    @sicelonkosi3301 Před 2 lety

    Ngiyabonga kakhulu sisi wami nge, mpendulo yephupho lam inkosi ibe nawe

  • @duduzilenhlengethwa8203

    ukuphupha wehla entabeni eyehlelayo

  • @thobelanisanele8822
    @thobelanisanele8822 Před 2 lety

    Thokoza gogo cela ukubuza ukuth kusho ukuthin ukuphupha inkomo zakini zilahlekile

  • @nqobanimoyane9344
    @nqobanimoyane9344 Před 2 lety

    Thokoza gogo, kusho kuthini ukuphupha usemanzini omfula u minza kdwa uphume kusho kuthini ngyabonga🙏

  • @manco6635
    @manco6635 Před 2 lety

    Hello cc Hlengi, bendisacela ukubaza xa uphupha ugwazwa li celebrity ngomese esiswin. Enkos

  • @nonkululekomcobothi6195

    Ngicela ukubuza ngiphupha imoto emhlophe eyi slahla ishayelwa u sisi engimaziyo kodwa mnje uyavutha ekhanda unomlilo ngiyabonga

  • @nothandoncube3222
    @nothandoncube3222 Před 2 lety

    Thokoza gogo. Ngiphuphe ngise ndlini kwami. Ngibone endlini kugcwala inkukhu. Ma ngixosha inkukhu kwasekugcwala inyoni. Ma ngixosha inyoni kwagcwala imindlwane(izinja ezincani). Imidlwani iminingi yaze yagibela nase mbhedeni la ebingilele khona. Laphela kanjalo iphupho.

  • @sphumelelembalinhlumayo9874

    •||•Ngibingele Ngiphuphe Ngihlangana no bhuti Wami Kwenye indawo Wangibuka Nje Wase Watshinga Iphepha Le Airtime Ye thousand Ngayibuka Nje Ngifuna Ukubona Ukuthi Eyamalini Ngase Ngathi Sengiyibukile Ke Ngoba Ubufuna Lokho Ngacela Ukuthi Angibuse ifoni Ayiphathayo Wangibukisa Eyama bhathini Wafuna Ukubuka Eyami Ngambukisa Inkulu Eye Touch Wangihubha Efuna Ukungiphuca ifoni Yami Kuleyondawo Kwakukhiyiwe Ngacinga Ukuthi Ngizophuma Kanjani Ngagcina Ngiphumile Wangangifica
    Sacela Ukubuza Ukuthi Lichazani 🙏!

  • @nkosikhonasithole1124
    @nkosikhonasithole1124 Před 2 lety

    Ngicela ungichazele leliphupho: Ngihamba nabangan bam ngath sphuma eskolen kodwa babuye bangidukele, kub engath ngfika la kuphambana khon imigwaqo, kube sengath indlela engiyfunayo iya eBhekinqola okuyindawo lakukhuliswa khon abant besilisa abangamaNazaretha, ngivele ngikhuphukele endawen eyamadwala ngale kwayo ngizwa ulwandle, ngisahamba kulendawo ngbone amanz olwandle efika langikhona kub engath ayeza ngamandla njengomfula ogelezayo, sengath mam ngiyabalekake. Ngigcin ngizibone ngihamba ngihlangana nabantu ngibatshel kuth nalu ulwandle luza Ababaleke.

  • @luandantshakai4166
    @luandantshakai4166 Před 2 lety

    Thokoza Gogo, ma uphupha ugunda i mvu 🐑 kuchaza ukuthini, khona asiyakhithi yona 🐑 ngathi eyakwamakhelwane.

  • @zimasaluphondwana1591
    @zimasaluphondwana1591 Před 2 lety

    Camagu phupha uwasha every week I have this dream

  • @phililembili1815
    @phililembili1815 Před 2 lety

    Thokoza Gogo, ngiphupha kaningi nje into eyodwa, ngiphupha ngixabana noMama ongizalayo engithethisa, akanami ngisho ngithi ngimenzela okuhle.

  • @thulimagugu3251
    @thulimagugu3251 Před 2 lety

    Siyabonga kakhulu. Sacela wenze ivideo mayelana nokupuelelisa ikihana olwakusele luyisikweletu. Gogo usaphila Kodwa umkhulu sewandlula. Kwalotsholwa kuphela... wase esegana. Please take is through the process. Nokuthi ubona kanjani. Ukuthi kumele upheleliswe...

  • @alistarnoluthando3645
    @alistarnoluthando3645 Před 2 lety

    Thokoza gogo, Kuchaza ukuthini ukuphupha Ngicitha amanzi endlini yomuntu Othandan naye?
    Nginokuphuma umama sengathi ufuna ukungishaya kusenjalo ngobaleka angijahe kodwa angangifici ngeqe uthango sakundiza, leliphupho akupheli unyaka ngingaliphuphanga, Ngabe lichaza ukuthini ngibonge usazophendul

  • @casmirmashabane4724
    @casmirmashabane4724 Před rokem

    Mine ngiphuphe inzikomo iningi zimhlophe sizifaka amanzini la makhulo so ngicela usizo yiale liphupho

  • @bongekanongalo2891
    @bongekanongalo2891 Před 2 lety

    Thokoza Gogo bendicela ukubuza mangabe uphushelwe udakiwe nesoka lakho kuchaza ukuthini

  • @lwazimsomi8359
    @lwazimsomi8359 Před 2 lety

    Hi sisi hlengiwe.ngingu lwazi Msomi, ngicela ungisize ngecazelo yeli, ngiphupha ngisehlanzeni emakhaya lapho kwiwe imizi eliweni imihle nami nginesfiso sokuhlala khona ngibone la kuphilwa kamnandi kupholile

  • @florahnkosi6587
    @florahnkosi6587 Před 2 lety

    Ngyabingelela ngicela incazelo ngiphuphe sihleli kungathi siseclasini kuneside labafana kuneside lamantombazane.mina ngingene ngahlala kweliside labafana .ngithe ngsahleli kwangena ubhuti engingamazi wangnikeza imali yamaphepha ngaybala ngaze ngakhathala ngayiphatha ngesandla coz bese ngkhathele ukuybala

  • @tembelimasiza7506
    @tembelimasiza7506 Před 2 lety

    Hi Hlengi, thank you so much cc. I have learnt a lot.

  • @nokwandanoks1054
    @nokwandanoks1054 Před 2 lety

    Gogo unjani bengicela ukubuza kuchazani ukuphupha engathi ungalala yakho yakwa left iyakhubazaka engathi ishawa istroke. Bese kuqhamuke umuntu nembenge enemali ecwebezelayo, athi ubaba wezingane zakho akanikele la kulembenge akhulume uyena ozokusiza kuloku kugula or izinkinga ezikuphethe.

  • @assenethkhawula968
    @assenethkhawula968 Před rokem

    Hi gogo cela ukubuza kusho ukuthin ukuphupha isipoki. Cale ngaphupha sentombazane ebiwumuntu ngiythole endlin yomunye umama nezinto aganga ngazo ngase ngisicosha sabaleka sacasha sengithe kusishaya kancane .ngosuku olulandelayo ngaphupha esi ys(skeleton) sonake besingilandela ngemuva ngigijima mina ngiyakhaya ngase ngima ngisedlulisa but angisesabanga sangena kwamakhelwane

  • @igezalakongozatv3900
    @igezalakongozatv3900 Před 2 lety

    Ngicela kubuza Uma uphupha ugeza emanzini ahambayo like amagagasi after uqeda lapho ucoshe ifoni phakathi kulawo Manzi?

  • @bongekadlamini3401
    @bongekadlamini3401 Před 2 lety

    Ngi cela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha isikhukhukazi esichamisela amachwane

  • @nkhensanimavunda2719
    @nkhensanimavunda2719 Před 2 lety

    Ngibingelele sis Mambotho, ngicela ukubuza ngiphuphe ngigezisa ingane yomfana eno 16 years yo myeni wami, kungabe kusho ukuthini?, ngaphinde ngaphupha ngizama ukuthulisa ingane yomfana eno 11 years ekhala bekukhona no my late father inlaw khona lapho.

  • @nthabisengndaba8160
    @nthabisengndaba8160 Před 2 lety

    Sawbona ngiphuphe ngihambisa isaka le onion kabo mamami nema bisi aw2 ngabe kusho ukuthini lokho

  • @sinenjongogcelu3028
    @sinenjongogcelu3028 Před 2 lety

    Sbonge mambotho

  • @uniquelungie2225
    @uniquelungie2225 Před 2 lety

    Hi mina ngiphuphe imali emhlophe eningi ingama money packet oR1,R2 kanye no R5. Ngicela ukubuza ngabe lisho ukuthini leliphupho. Ngiyabonga🙏

  • @babalwagaika2091
    @babalwagaika2091 Před 2 lety

    Ndicela ubuza sisi xawuphuma amantombaza amabini ethi ngamawele wam kodwa andilowele kuthetha uthini. Bayi2 bona bathingamawele wam ndadikeka umntu ubanamawele ayi2 .

  • @roxinamnweba2214
    @roxinamnweba2214 Před 2 lety

    Sawubona ngicela ungichazele ngephupha ngiphuphe nginomuntu engihamba naye wesilisa engingamboni kahle ukuthi wubani sifika ewadini esibhedlele kulele inyanga yesifazane it hi lendoda sivale amehlo mina nale nyanga yesifazane,bese siyawavala mina ngiphume nale ndoda ngivale amehlo kutsho ukuthi ? Nomangesi Mnweba

  • @nomalangantsele1384
    @nomalangantsele1384 Před 9 měsíci

    sawubona Hlengiwe. ngalahlekelwa. indlela. yokuza lapho. kuwe. pls ngiyacela. ngiyalele. futhi. ngane. yam ngiyacela

  • @mohatoletebajunior835
    @mohatoletebajunior835 Před 2 lety

    Sbonge siswami
    Ngicela ukubuza kusuke kwenzenjani Noma kuchazan ukukhalelwa izinyendle emadlebeni njalo ngyabonga

  • @derickshongwe6738
    @derickshongwe6738 Před rokem

    Hi,u Dee Mambhotho ake ngibuzs ukuphupha I rice elivuthiwe kusho ukuthini

  • @kateyes2736
    @kateyes2736 Před 2 lety

    Sawubona, ngicela ungisize…ngiphuphe uMa ethenge umuthi omhlophe namafutha enyoka..kuthuni lokho?

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 Před 2 lety

    👏👏👏👏

  • @thembijohansen557
    @thembijohansen557 Před 2 lety

    Thokoza gogo,giphuphe ngijarhwa ikoli, njengoba ngi jarhwa abangitholi kuba bengi fly phezululu, ngi bhahela kwi very high buildings, isho ukuthini eliphupha?

  • @tsepomatlho2980
    @tsepomatlho2980 Před 2 lety

    Hi I wake with a dream I saw a train standing on the street. I was on my way to my parents house before I enter the house I see some church people I know I greet and proceed to enter my parents house yard out the house I saw my father's brother and his wife I greet and enter the house. When I open the door I saw and guy from church I went straight to my room to fetch my beg the room was dark. On my was out of the room to say good bye I first saw my sister sitting on the wheelchair ì say my good bye she didn't respond I when to my daughter to say good bye she didn't respond either. I left the house I put my hand on my pocket to my ticket this happened when I enter the street where the train was standing I got it. When lift my head after I looked at my ticket the train was not there. I cried asking myself what I am going to do know.

  • @bonganingubane9228
    @bonganingubane9228 Před 2 lety

    Thokoza,ngicela ukubuzala kuchazani ukuphupha udlama orange 🍊 ngyabonga.

  • @SlowPois3in
    @SlowPois3in Před 2 lety

    Hie kuchazani ukuphupha ubuka Tv

  • @umanzini1840
    @umanzini1840 Před 2 lety

    Sawubona
    Ngicela ukubuza
    Uma uphupha ushayela itruck emhlophe if I'm not mistaken, ingabe lokho kusho ukuthini?

  • @dumisanijama6452
    @dumisanijama6452 Před rokem

    Bengicela ukwazi utholakala kuphi nenamba zefoni

  • @Mabonizantuli-vr1ll
    @Mabonizantuli-vr1ll Před rokem

    Min NgceLa ukbuza kuthi Uma Ubona izinkanyezi ezimbili zindiza Phezulu Uzibona ngamehlo Ngoba ngangisemsebenzini kwakungabo 3intathakusa ...manje Lokho ngcela kwaz kuthi kwakusho ukthinini Ngoba ngkhathazekile

  • @vumilegubhela2994
    @vumilegubhela2994 Před rokem

    Sisi ndiwuvumile igama lam ndicela ukubuza nxa uphupha iindlovu zisemthini enye iwe emthini iwele kufutshane nawe kodwa ingafi.2 ukuphupha inkamela ikucinazele imilenze kusho ukuthini na?ngiyabonga.

  • @solomonmlambo4133
    @solomonmlambo4133 Před 2 lety

    Hi sesi
    I dreamt of a tree.a full grown tree with leaves?

  • @luckyramoipone5963
    @luckyramoipone5963 Před 2 lety

    Hi Hlengi I woke with a dream of buying a sheep what does it mean please explain

  • @nombusothusi206
    @nombusothusi206 Před 2 lety

    ngicela ungiph inamba yakho

  • @tembelimasiza7506
    @tembelimasiza7506 Před 2 lety

    Hlengi mna ndiphuphe mntwana 2-3 years elele ecaleni kwemoto yam outside and it was cold. Ndamthatha ndamngenisa endlini uyasinda ngathi bag of cement wafudumala watya wonwaba. Kusho kuthini loko?

  • @thobilezwane7274
    @thobilezwane7274 Před 2 lety

    Hi sis kusho kuthini kuphupha linetha edlini bese kungena izinkomo zilandelana

  • @sbongathobile1673
    @sbongathobile1673 Před rokem

    GOGO UKUPHUPHA UMUNTU OTHANDANA NAYE ENENDODA KUSHO UKUTHINI??????????

  • @mpumifani1131
    @mpumifani1131 Před 2 lety

    Gogo ndyabulisa kwaye ndphuphe endlini phezu kwezitulo inyoka ezimbini kdwa yafika ekhulu yendla ezimbini kwaye ukhona umntu besikwaza bebabini bayatshiya ezazinto kdwa ngumntu esimaziyo gogo ndyakucela pls help