ukuphupha ingane k'chaza ini kuwe

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 30. 05. 2022
  • kuhlukene kanjenake

Komentáře • 225

  • @chemanezoleka4862
    @chemanezoleka4862 Před 2 dny

    Amen cc ngicela ukubuza uma uphupha umntwana wakho omdala. Kodwa umbone eyingane.

  • @buyikhuboni6516
    @buyikhuboni6516 Před 8 dny

    Amen gogo kusho ukuthini ukuphupha ingane yakho yentombazane ephilayo eno 19yrs ishaywa umuntu wesilisa ongamazi kuthiwa kukhona ekonile iyajeziswa

  • @user-ei7kf3lz7o
    @user-ei7kf3lz7o Před 11 měsíci

    Thokoza Gogo 👏.
    Ndibulela inkca,zelo zakho Gogo sifunda lukhulu kuninzi esingakwazo kodwa ngk uvula ingqondo zethu. Bendingazi bt ndiphendulekile malunga nengane. Thokoza mnt'omdala
    🙏🙏

  • @JaneiroOktober
    @JaneiroOktober Před 2 měsíci

    Amen gogo ngiphuphe ingane yami eyashona last year ise manzini xase ndimukupha kwavela inyoka isithi candingayiniki le iyifunayo izothatha omunye umtana wami

  • @PhilisiweKhoza-wi7vy
    @PhilisiweKhoza-wi7vy Před 3 měsíci

    Amen gogo ngihlale ngitshengiswa abantwana kodwa kuthiwa angiba vikele noma abantwana abalahlwa kuthiwa angibasize

  • @nomiddlename-v7y
    @nomiddlename-v7y Před rokem +1

    mina lengane ivese yangiluma yezwa ngisabathe ngiyakhuza ai kuyala ngayishaya ngemphama kwathi cwaka 😂😂 iyahlupha nayi into and very unusual

  • @stellantombomhlabajafta1630

    Ndyabulela kkhulu gogo ngezinkcazelo zamaphupha uyandikhulisa kkhulu enkosi

  • @QueenleemamjabuSibanyoni
    @QueenleemamjabuSibanyoni Před 4 měsíci

    Thokoza gogo siyabonga izifundiso zakho❤

  • @Mabonizantuli-vr1ll
    @Mabonizantuli-vr1ll Před rokem

    Syabonga maHlehlengi Ngokuthi uschushise ngamaphupho ..
    Ngicela kubuza Kuthi lichaza ukthini ukuphupha UYA ESKOLENI UTHI UMA USUSENDLELENI UHLANGANE NEYINFANE EZINCANE KUVELE KUSUKE INGANE EYODWA IZEKUWENA IKUJABULELE IZE IKUBIZE NGIBABA WIBONE KUTHI IJABULEE ...kodwa wen ekbeni awnanganee nhlobo...mnje Min liyangidida leliphupho 😌😔

  • @gugukhumalo5021
    @gugukhumalo5021 Před rokem +1

    Thokoza gogo
    Ngicela ukubuza ngihleze ngiphupha nginengne yentombaze njalo emphusheni . Kulokhu ngiphuphe ngiyiluka ngobuhlali ngadembhathia amahlombe ngobuhlalu obumhlophe

  • @thanduxolodlamini4875
    @thanduxolodlamini4875 Před 2 lety +1

    Siyabonga. Uchaza kahle.
    Kusho ukhuthini ukuphupha umfazi omukile avela ephusheni abelethe ingane ngaphakathi endlini. Nangimbuza ethi ngeyakhe. Futhi nomunye emdenini aphuphe kanjalo ngobusuku obubodwa.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      omuke kanjani ? oshiye umendo ebeshadile noma ohambe nomfula

    • @thanduxolodlamini4875
      @thanduxolodlamini4875 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 yebo sisi ushiye umendo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      idlozi lalapho likutshela ukuthi ubenengane ngaphandle okwenza ukuthi mayebuya ngelinye ilanga kuyobe sekudingeka nenhlawulo yokuthi ufike wazala ngaphandle kanye nenhlawulo yokushiya umendo ngoba makwenzeka ehamba emhlabeni kumele nakanjani ebekwe lapho ngoba ubegane khona ngaleyondlela ziyoba mbili inhlawulo noma ngabe ingane yakhe leyo ayiphili noma iyaphila uyomhlawulisa lezo zinhlawulo

    • @thanduxolodlamini4875
      @thanduxolodlamini4875 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458
      Ngiyabonga kakhulu

  • @eunicemahlangu8444
    @eunicemahlangu8444 Před 2 lety

    Thooza ogogo Uma uphupha izinja uzikhupha endlini zingafuni uvule unyango zingafuni ukuphuma kusho ukuthi I 😃😄🖐️

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      uma kade zingakulwisi zikulumi kusho idlozi lakini eligada ekhaya kini

  • @lekgalalazarine9268
    @lekgalalazarine9268 Před 2 lety +2

    Gogo mina nginoku phupha ngise sbhedlela ngithola ingane ishokthini

  • @MikeShezi-cq3pu
    @MikeShezi-cq3pu Před 4 měsíci

    Sakubona gogo, kusho ukuthini ukuphupha umntwana wakho ezixhomile umbone ejinga ngaphakathi endlini

  • @chrisnjabulobiellar6594

    Thokoza Gogo, ngcela ukubuza uma uphupha ingane uyiphethe uphinde uylalise uyigade like ingane encane kakhulu esanda kuzalwa

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ukhonjiswaingane yakho okumele ngabe unayo futhi ngabe isizelwe kuzo lezinyanga manje ayizelwe ngoba iphuphumile ubukhonjiswa yona ngaleyondlela yona

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ifuna ke usizo kuwe idlozi lakho ukuthi uyilungisele leyongane ngoba izokunamathela yenze ithunzi kuwe

    • @chrisnjabulobiellar6594
      @chrisnjabulobiellar6594 Před 2 lety

      Tjoh kwaze kwanzima, but ngike ngaslungisa isimo esifana nalesi I think in 3 months back, then yin ekmele ngyenze futhi

  • @user-bt3jt1uf3m
    @user-bt3jt1uf3m Před rokem +2

    Ngicela ukubuza mah kusho ukuthini if uphupha kudlala ingane esiswini

  • @BekezelaNdlovu-pf8bq
    @BekezelaNdlovu-pf8bq Před rokem +1

    Awu thokozani bogogo yooooh waze wangchazela nganela nami ngiliNdebele lika Mzilikazi esigogwen kwa Bulawayo thokoza gogo
    Ngicela lingichazele ngephupho lamanzi ngihlezi ngiphupha ngsemanzin njengobanj ngiphapham ngiphuphe ngilengan emanzin ngidlala layo nje singaphakath komnful amanzi agelezayo ngibesengith kuyo lengan musa ukuyandela ngasentshonalang lapho okuya khona umnfula uzacina ukukhulela lomnfula

  • @florahnkosi6587
    @florahnkosi6587 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo ngthokozise nasemakhehleni gogo ngiphuphe ingane yentombazane ngiyphethe kdw kungeyona yam kthiwe ekadade engmelamayo yalala yashona ngalokhu ngkhuleka yavuka ngsize gogo

  • @nomusashabane6481
    @nomusashabane6481 Před 23 dny

    Ngiyabonga kakhulu Makhosi,ngiyakuvuma shame.Amaphupho uwachaza kahle.uJehova akubusise.

  • @sweetieswee6192
    @sweetieswee6192 Před rokem

    Thokozo.. Ngcela ungchazele leliphupho, ngikhulelwe kodw ngaphupha engath ngenza I ultrasound, kwathiwa iingane ayinyakazi, kwangathi khona kulelo phupho futh ngilethelwe ingane yentombazane u sister athi angbuke impilo yayo kuth ibizobanjani I happy nje ingane iyadlala,ngibuze kuth why ukhulume engath ayisaphili, bese ethi munenhlanhla uzoyzala kodw ngeke iphile iskhathi eside, ngabe ngizophuphunyelwa isisu noma izoshona ngempela masizelwe.?

  • @mantelekhitsane8935
    @mantelekhitsane8935 Před 2 lety

    Thokoza gogo mina ngephophe ingane ekula siya esbhedlela kodwana ubaba wengani efika ekwadile engathi akangikhulumise lapho ,yini leyo gogo 🙏

  • @tsepisobmoyo
    @tsepisobmoyo Před rokem +1

    Mina gogo ngiphuphe ugogo wam owatjonayo eyinganii

  • @MegaLukhanyo
    @MegaLukhanyo Před 2 lety +1

    Sawbona gogo, mina ngiphuphe angazi bokwenzakalani ephuphweni but engikubonile, udade wethu anginika umntwana iqoke izimpahla ezimhlophe ihleka iyinhle nje.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuthi kunomntwana okumele ummlekelele uyomemnikelela kashembe

  • @thandekatsabedze7201
    @thandekatsabedze7201 Před rokem +1

    Sawubona gogo. Mine ngicela kubuta ngihlala njalo ngiphupha ingane yomfana onkhe malanga inabo 2 years, kusa kwanamuhla ngiphuphe ngigezisa ingane yentfombatana, ingabe kushoni. Ngyabonga make.

  • @mbongeniduze9666
    @mbongeniduze9666 Před 2 lety +1

    sawubona Sisi kuchazani ukuphupha isiphiwo somuntu wesimame

  • @emmanocawephakathi4055

    Sawubona mtase ingani yami yo mfana iphupha yona iphethe ingani iezi mawele kodwa zi cala zizi ncane bese zi khula masinyane nge speed e phupheni

  • @lindenimncanywa-hx8oq
    @lindenimncanywa-hx8oq Před rokem +2

    Uma uphupha ushonelwe yingani kushukuthini lokho

  • @LizekaSimunda
    @LizekaSimunda Před 12 dny

    Gogo ma upupa uzithwele

  • @bongikosi4408
    @bongikosi4408 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo: ingane yami Ina 8yrs ngiphupha ngihama nayo ebumnyameni ngathi nangithi Cala angisayiboni sengihamba ngedwa yooh,ngabuyela emuva ngayithola imile ithi ilinde mine kusho kuthini gogo🙏🙏

  • @user-xf1qx9cz2u
    @user-xf1qx9cz2u Před 4 měsíci

    Siyabonga kakhulu

  • @user-ls8oc4lf5r
    @user-ls8oc4lf5r Před rokem +1

    Thokoza gogo nginokuphupha ingane yentombazana,but ngashonelwa umfana.kuyimanje ngyagula ngavala 2015😢kodwa ngathi ngikhulelwe isisu siyakhulu m gaining wait😢but i pt i negative.ingabe amaphupho wengane oyiphiwe abadala anjani?

  • @thamsanqazikode7234
    @thamsanqazikode7234 Před rokem +2

    Thokoza gogo ngikusaba kabi yeyi wake wachaza indaba yokudikiza kweso ngezansi yazi lalingidikizela Nami incazelo owaychaza yangithusa yo akuphelanga iskhathi esingakanani ngawa emsebenzini ngaphuka iqolo ngenhlanhlake ngyakwazi kuhamba yoh washo into engasoze ngaykhohlwa

  • @sibusisondlovu4553
    @sibusisondlovu4553 Před 2 lety

    Thokoza Gogo. Ngicela ungikhanyisele…ngibenesibonakaliso lapho bengigone usana lwentombazane angazanga noma beluzalwa ngunkosikazi wami noma usisi engathandana naye ngaphambi komshado. Lolusana belungenalo isandla sokunxele okwenze ngicabange khona lapho kusibonakaliso ukuthi ngabe unina usingcwabile noma wasishisa yini. Bengikhombisa ukujabula ngithi ngizoyigcina noma kunjalo ingane yami. Ngizolinda impendulo.

  • @getrudemkhwanazi4788
    @getrudemkhwanazi4788 Před 2 lety +1

    Sakubona sisi mina ngiphuphile ingikhalela ingane ngayithatha ngayigona ngithe ngisayigonile yasuka yahamba gayiza ukuthi iyaphi yathi isayofuna umawayo.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      uma ingalwanga nawe noma yenza okuthize okusabekayo akusona isilwane kodwa ingane eyakhishwa noma eyaphuphuma kumuntu osondelene nawe mhlampe omaziyo noma omjwayele . idinga usizo kodwa ngoba ifika kuwe iyokutshengisa lomuntu emfunayo nelinye ilanga mase ukhuluma naye ukuze isizakale njengoba ithi isayomfuna

  • @philifuze7009
    @philifuze7009 Před 2 lety

    Mmmm wangithinta gogo mina nginokuphupha ngane yam yentombazane idlwenguliwe kodw uyintomb nto yahlolwa futh sinakho kuhlala sihlale sithusane kushube mpela.uyiwele nomfana

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kumele kubekhona ozomenzela kona okuwusiko lokucela izalukazi zimgade ukuze kungenzeki lokho naye umuvule amehlo ngokuthi njengoba ehamba umhlolo bakhona abangakuthandi ngoba ezabo sezonakele ukuze ahlale eqaphile kodwa ukuze ezokuzwa mawukhuluma lokho menzele usiko lwakhe basine naye ubhuti wakhe

    • @philifuze7009
      @philifuze7009 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 Thokoza Gogo ngyabonga kakhulu ngisezinhlelwen zakho kumenzela usiko lokucela zalkaz zimubheke,ngicanga kukwenza ngo December ngoba ngokomsebenzi ngise Pretoria yena sekhaya KZN🙌

  • @tammykadessengwayo
    @tammykadessengwayo Před 2 lety

    Thokoza Gogo ngike ngaba nephupho ngilethelwe ingane amantombazane ay4 afike ayishiya phezu kombhede ...kwathiwa ngiqambe igama ngempela ngayiqamba ....

  • @buyizwane9875
    @buyizwane9875 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo mina ngiphupha iyngane zesikole ziningi nje

  • @bongiwebongiwe3982
    @bongiwebongiwe3982 Před rokem

    Thokoza Ma Mbotho mina ngilokhu ngiphupha ingane kamfwethu ilele noma ngikhuluma sekuze kwaka 3 iyaphila vele ngabe kusho ukuthini lokh ngoba ngonyaka ophelili ngaphupha ubaba esho umbiko wokuthi ishonile kodwa kwashona yena?? Ngicela ungikhanyisele cc iyangithusa lento🙏🙏🙏

  • @angelam6466
    @angelam6466 Před 2 lety

    Hi cc mina ngiphuphe ngigeza ngthe ngisageze ubuso nezingalo kwavele kwangena ingane yomfana emanzini engigeza kuwona yama phakathi kubhavu ngabe kuchaza ukuthini

  • @langaelihlemakhoba1726

    Sawubona sisi ngiphuphu ingane esencane ikhala, ngase ngiyiphakamisa ngiyithulisa mase yathula. Indida ukuthi ngiyintsizwa ntsi angikaze ngihlangane nomuntu ngokwenkonzo, so akukwazi ukuba ingane Eyami.

  • @NondzondeleloMakupula-iy5cu
    @NondzondeleloMakupula-iy5cu Před 11 měsíci

    Thokoza Gogo, mba ndaphupha usana ndilubeleka emqolo kodwa lubana lusiwa ndade ndthuka kusenzeka lonto lithethukuthini, lonto andizingike amaphuphs osana olunye ndandngqfuni kuhanjwe nalo

  • @sphamandlamzimela2809
    @sphamandlamzimela2809 Před 5 měsíci

    Njn Mina sisi ngaphupha ngizele insane kweyami

  • @faithmagenga3562
    @faithmagenga3562 Před 2 lety +5

    Thokoza
    Mina ngiphuphe ngine ngani around 2years entle ezithulele ihlezi phantsi yentombazane. Kodwa ke emphupheni it was as if yingane yam ne ex yam. 😩ngavele nga lost kakhulu. Futhi ngali phupha few days after Mina naye decided ukuthi sihlukane for good.

  • @siyandamthembu8980
    @siyandamthembu8980 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo | ngiphupha izingane ezimbili zingilandela ngiya ensebenzini, ngazixosha zajika| ngaphupha ingane kabhuti wami eneminyaka emithathu, yangithuka yaphinda yathi iya xolisa |

  • @mntwan_wamakhosi
    @mntwan_wamakhosi Před rokem +1

    Thokoza Gogo uma zophupha ingane ufuna kuza kuyena iyabaleka kodwa ijabule mase ngibona uMuntu ongathi mdala kancane nje uyahleka ujabulela ingane ngabe kuchazani Gogo

  • @hlengiwesiphiwe4152
    @hlengiwesiphiwe4152 Před 2 lety +1

    Manje mina kudala nengane Yami yaphuphuma . manje ngihleli ngiphupha amaphupha engane.manje ngeze njan ngoba ngiphupha ingincela kungath size iskhulile .ngiyisuse njan.ngoba sengikholwa

  • @nomvulalove5239
    @nomvulalove5239 Před 9 měsíci

    Ngicela buca, kuchaze ukuthini ukuphupha ubaba wesoka lakho ekuphuca ingane yenu ukwakhe, ecasukile.. (asinayo ingane nalowomfana?....thanks in advanxs

  • @mondlidladla4835
    @mondlidladla4835 Před rokem

    Sawubona gogo mina nginephupho lengane elekhu ifika nje ngabantu abahlukene engibajwayele ,or ama ex ami ,okuqaka ngaphupha ingane yentombazane kuthiwa eyomngani wami ,encane mhlampe one 6 months , kodwa kuthi akusiyo eyami eyongani wami ,

  • @SamsonMasuku-jh3ix
    @SamsonMasuku-jh3ix Před 17 dny

    Kusho Uthini Uhlili Ubone isibonakaliso Sengane ikubuka igcokile,

  • @user-os4hq7pw1w
    @user-os4hq7pw1w Před měsícem

    Ngyabingelela ngcela ukbuza ukt ukphupha ingane ithela umawayo ngo kaka kuchaza ukthin imkakela

  • @thandazqmafu4245
    @thandazqmafu4245 Před 2 lety

    Hy cc ngcela ukubuza ukuphupha ingane ezelwe ikhala kusho kuthini loko but engsiyo yakho iyabhuti wakho

  • @NqobileMethula-ex9en
    @NqobileMethula-ex9en Před měsícem

    hi ngiphuphe ngithola umtwana phambi kwesi kati i dont knw what does it mean n am pregnant now

  • @sikelelambatha5270
    @sikelelambatha5270 Před měsícem

    Ngicela ukubuza sisi, kuqonde ukuthini ukuphupha ingane encane ekhalayo, embethe umhlwehlwe emhlane nase khanda?

  • @user-qb3yx2tp7o
    @user-qb3yx2tp7o Před 11 měsíci

    Thokoza gogo Mina ngiphupha izingane ezincani njalo hleli nginakekela ngiyazingona ,ngizibelethe and like hleli ngiphupha lamaphupho but I'm still a vigin angikaze ngaba nangane
    And futhi okunye hleli ngiphuma ngise lwandle ngimbozwa amawaves but hleli ngiphuma ngingena lutho kdw wona ayangimboza
    Ngabe kuchaza ukuthini ..I'm 19

  • @percivalmzothule553
    @percivalmzothule553 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo ngicela ungisiza nginokuphupha amabhubesi elwa nami kodwa ngikhonile ukubaleka and leliphupho libuya kaningana nje
    : elinye nginokuphupha ngixoshwa ekhaya nomama impela ongizalayo osengasekho naye impela ubengixosha engafuni nokukhuluma nami

  • @thithibeletshuma9205
    @thithibeletshuma9205 Před rokem

    Thokoza Gogo....ngcela ungichazele lana I hv a 9yr old girl but I always dream m sumtyms in a hole wt her n we have to get out of that hole or sumtyms we r sumwhere in the dam or stream n we hv to get out n I'll b lyk holding her making sure I don't lose her n I make sure I take her out first den m the last to get out.Is there anything wrong btwn me n her....why do I always hv these dreams wt her?Thokoza Gogo

  • @busisiwelinah4093
    @busisiwelinah4093 Před 2 lety +1

    Thokoza Gogo ngicela ukubuza ukuthi ukuphupha ngiphiwa ingane umawengane uyizalela emfuleni usenginika yona lengane usethi kimi ucela ngiyikhulise ngiyiphathe kahle ingane mangiyithatha kunina ivesane ihleke ingane eyomfana

  • @dollarr_X
    @dollarr_X Před 4 měsíci

    Gogo Mina khona umuntu osemndenini ongiphuphe ngimithise umuntu wesimame ukhanyayo ngebala ngabe kuchaza uk'thini lokho?🙏😭

  • @user-G.O.O.S898
    @user-G.O.O.S898 Před měsícem

    Makwande mtanedlozi ❤

  • @sphindilemthembu8702
    @sphindilemthembu8702 Před měsícem

    Thokoza gogo mina ngiphuphe ingane ewusana yentombazane ekhalayo engathi iyabahlula laba abayiphethe ukuyithulisa banele bayinika mina yathula du ingane. Ingabe lichazani.

  • @siyandaanele8707
    @siyandaanele8707 Před rokem

    Cela kubuza cc ukuthi uma uphupha ingan zakho zikuvakashela lawuhlala khon ungalindele ziphila

  • @gugurejoice-ri6jt
    @gugurejoice-ri6jt Před 8 měsíci

    Ngyabonga mbhuthu pho kulungisa kanjani ukuze uhlanzeke

  • @nomcebontanzi6370
    @nomcebontanzi6370 Před 2 lety +1

    Mawuphupha ingane yentombazane enhleeeee ephathwayo???

  • @sarahntombi1000
    @sarahntombi1000 Před 2 lety

    Thokoza gogo, ngicela kubuta ngiphuphe ngiphethe ingane encane ngisekhaya kami, manje kuthiwe lengane kumele ibuyele esbhedlela after 2 days, masengiyihambisa ngagibela i taxi mangifika esbhedlela ngathola amantombazane awu 2, athi ngifole masengihambisa amaphepha ingane isinyamalele ngakhala ngiyifuna ngingasayitholi.

  • @nqobilenyathi4262
    @nqobilenyathi4262 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo ngiphuphe ngibeletha ingane ngisesibhela ingane encane

  • @deliwemotaung3794
    @deliwemotaung3794 Před 2 lety +11

    Thokoza gogo I had a dream about me having a baby ,he really looked like me and I was with my friend I remember saying to my friend that I don't know who the father of the baby is . What does it mean ?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      kusho ukuthi wake waphuphunyelwa isisu wangazi ngicela ukuthi uzame ukuthi ubuze kwabakini abayidlozi lakho nemindeni yakho ukuthi ingane ikhona yini futhi inganeni

    • @deliwemotaung3794
      @deliwemotaung3794 Před 2 lety +1

      @@hxmbotho3458 ngiyabonga

    • @thobekanene-wv2yx
      @thobekanene-wv2yx Před 2 měsíci

      Kusho ukuthini Uma umuntu wesilisa ephuph kunomuntu olethe ingane kodwa kungathi Khon umuntu othi akuyona eyakhe

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před rokem

    Makwande Gogo!🙏

  • @khulekanimkhize5077
    @khulekanimkhize5077 Před rokem +1

    Ngsacela ungipha inumber yakho ngifuna ukufona kuwe ngqo

  • @nonhlanhlamzila5523
    @nonhlanhlamzila5523 Před rokem +1

    Thokoza gogo mina ngcela kubuza Uma uphupha ingane yomuntu othandana naye okungesiyo eyakho lengane uyazela eesithombeni awukaze uhlangane nayo Nile nje embhedeni owodwa sengithi ngyinik foni ukuthi ifonel Baba wayo ithi ayifun ubaba wayo akayithandi uthanda enye ingane yakhe wayisho ngegam ngabe lichaz ini?

  • @alistarnoluthando3645
    @alistarnoluthando3645 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo, Sacela uchaze ngephupho lokuphuphu ukhulelwe.

  • @user-dt7bv9gk3z
    @user-dt7bv9gk3z Před 4 měsíci

    Hi gogo mina ngiphuphe ngithunyiwe okunye ngiphuphe ingane Yami ewumfana ngiyibona ikudenami kodwA ingakhulumi Lutho ingabe kushukuthini lokho?

  • @neliswagwebu3869
    @neliswagwebu3869 Před 2 lety +1

    Sanibona mine ngaphupha ngiphethe ingane eyomfana sasihamba sibabili wahamba sahlangana nomfula onamanzi angcolile wathi sisawela wase lomfula ucala kushona ngathatha lengane ngayinika lebengiyamba naye(naye bekamdvuna) wamtsatsa watsi wayofika ngesheya lengane yase iyafa yamuka nomfula

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      amanzi angcolile ahambayo abika ukushona komuntu nolaka oluthize ngaleyondlela uchazelwa ukuthi kwadlula ingane ngokuphuphuma kulo kahle kahle kunengane eyakhishwa ngokusizana kwabantu ababili basizana ukukhipha ingane ngezindlela ezithize noma clinic lisho njalo lelo phupho

  • @SimphiweMzizi-pr3wp
    @SimphiweMzizi-pr3wp Před 3 měsíci

    Sawubona Gogo begicela ukubuza ukuthi Uma ukewakhipha i

  • @noxyminnie407
    @noxyminnie407 Před rokem

    Sawbona cc nakhu mawami ephupha nginengane

  • @milleniumverses8357
    @milleniumverses8357 Před rokem

    ukuphupha uphethe igrocery eningi?

  • @SimphiweMzizi-pr3wp
    @SimphiweMzizi-pr3wp Před 3 měsíci

    Thokoza Gogo mina begicela ungisize la mina ngakhipha isisu kodwa nagezwa kodwa into engixhakayo ukuthi usalokhio engifikela emaphupheni ngabe lokho kusho ukuthini

  • @michaelngcongo9059
    @michaelngcongo9059 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo, ngiphupha ngishaya India ebilizama ukubulala ingane. Bese ngingene endlini esesicongweni, ngifica umama engimaziyo ehleli kwi-wheelchair egula ngibone nesicathulo esingcolile. Ngicela ukubuza ngabe kuchaza ukuthi?

  • @sindimkhize4712
    @sindimkhize4712 Před měsícem

    Thokoza gogo usindi lo wakwamkhize
    Kwaphuma esbonakalisweni kuthi muntu wami unengane ephilayo angayai ngoba unina engayilethanga izolo ngiphupha ngathi sihlangane ikhona nonina wayo angivezelwanga nkulumo kodwa kuphethe ngokuthi ingane ingixhawule nje emva komhlangano

  • @nelisiwenyalunga3763
    @nelisiwenyalunga3763 Před 2 lety +1

    Ngicela ukubuza...ngina 2 years ngishadile and recently ngiphuphe ngise lwandle eli blue futhi nje lipholile ulwandle.. ngangena ngaphuma ngiphethe ingane encane yomfana. But then I was so confused cause deep down I had a feeling that this was my baby. Then as I was walking holding the baby , we met an unknown lady owangibuza igama lomtwana and as I was about to say "I don't know" I heard a voice saying igama lengane ngu "Mcirha" then I looked at the baby and said "from now on your name is Mcirha"..umtwana wavele nje wamamatseka eveza intsini zakhe. I felt good too. And mind you isithakazelo somyeni wami ngu Mcirha.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      idlozi lalapho ushade khona likutshengisa umntana owadlula kuwe ngokungazi kodwa awunacala ngoba wawungazi futhi akahlalanga ngisho isonto kuwe manje sebuya ngesimo sokwembathwa idlozi kuwe lasemzini wakho ngaleyondlela idlozi lasemzini wakho lingene kuwe ukulungisa izinto zakhona nezithunywa zabogogo bakhona ukuthi usuyingane yabo abazoyithuma izinto zabo futhi bazokhuluma kuwe okuningi esikhathini esizayo okumele kulungiswe ulwandle abantu abadala abayidlozi njengoba kuphume ingane yesithakazelo somkhonyane wakho kusho ukuthi bekwabakubo kwamkhonyana ngyabonga ukubuza

    • @nelisiwenyalunga3763
      @nelisiwenyalunga3763 Před 2 lety

      Wow...thank you so much.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ngyabonga nami

    • @thembibuthelezi9259
      @thembibuthelezi9259 Před rokem

      ​@@hxmbotho3458😅

  • @nthabelengmatabane5814
    @nthabelengmatabane5814 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo mina ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuhlezi ngiphupha abantu besifazane kusuke kwamantombazane enginika ingane futhi kuba intombazane ingane yakhona futhi zisuke zihleka,ziclean manje lamaphupho ayangidida okunye gogo bengicela ukwazi ukuthi utholakala kupho or kanjani

  • @user-cj2er3ju2n
    @user-cj2er3ju2n Před 3 měsíci

    Thokoza gogo
    Kuchazani ukuphupha udobha ingane

  • @mariapulenghadebekeyaleboh6731

    Hello gogo keya leboha haholo 🙏

  • @user-ui9br2bg3d
    @user-ui9br2bg3d Před 6 měsíci

    Asibonge ngicela ukubuza ukuth mangabe ufuna ukulungisa ngoba uncelisa ingane sekukaningi libuya iphupho

  • @dumisaneskhonde8202
    @dumisaneskhonde8202 Před 3 měsíci

    Sawbona mambotho bengicela ukubuza ukuth kuchazani ukuphupha ingane ikhala
    Ukuzwa izwi lengane ikhala Uma ulele ebsuku

  • @tholigumbi8329
    @tholigumbi8329 Před 2 lety +1

    Thokoza Gogo mina ngiphuphe ngishaya ingane yami yentombazane Ina 16 years

  • @nomfundomlangeni2298
    @nomfundomlangeni2298 Před 2 lety

    Uzange ucaze leyokuthu uma uphupha uzala kucaza ukuthi?

  • @khulekanidiya
    @khulekanidiya Před 2 lety

    Thokoza Gogo ,Bengicela ukubuza Ukuthi kuchazani ukuphupha uthengisa imikhiqizo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ngabe uyibonile ukuthi bekwinhloboni yemikhiqizo ngizobuyela kuwe

  • @agnesdeliweramatje6951
    @agnesdeliweramatje6951 Před měsícem

    Uma uyenza umsebenzi nge zinkhukhu bese enye iyabohla kodwa ayilwe ithulile kodwa eya bohla nje

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw Před rokem

    Thokoza gogo uma uphupha udla ukudla

  • @zandilempongoma4709
    @zandilempongoma4709 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo ngisacela ukubuza ngiphuphe ngihamba nengane kabhuti wam kodwa ihlala nam ikhuliswa yim ngathi yona ibiya eskolweni mina ngiya emsebenzini sihamba sobabini kodwa ngabona kuthi ubhakha wayo uyamsinda ngawuthatha ngamphathela mengimbuka ngabona izicathulo zayo zigugile kakhulu kodwa sisuke endlini ziright futhi zizisha kodwa zavele zatsheka nje zaguga

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukthi idlozi lakho likusiza kuze kuphele konke elinakhokodwa wena awlenzeli lutho elizokujabulisa lona shukuthi liyahlupheka lla likhona .menzeleni okuthiae

  • @ThabisaBanjwa-qo1fd
    @ThabisaBanjwa-qo1fd Před 2 měsíci

    Ndiphuphe ndisiva ivumba ndabe ndisetown ku lendawo kuthe ngokuya ndihamba ndabona usana dead body xa ndijonga kwelinye icala kukhona usana futhi nalo lubhuza iimpukane luyanuka luswelekile. Indlela yam ihambe phakathi kwawo ingaba lithini eliphupha

  • @user-uk9fd7zv5w
    @user-uk9fd7zv5w Před rokem +1

    thokoza ngicela ukubuza mina ngiphupha ingane yami eno 2 years iyiwele sekukaningi kuchaza ukuthini

  • @phumzilemagakwe7357
    @phumzilemagakwe7357 Před rokem

    Thokozani gogo utholakala kuphi uma umuntu adinga ukbuza noma ukuxoxa nawe

  • @Luyanda-ru7or
    @Luyanda-ru7or Před 2 měsíci

    Thokoza gogo sacela ukubuza kusuke kwenzenjn uma uphupha uncelisa ingane kepha ungakaze ube sesimeni sokulala nomuntu wesilisa ngokocansi

  • @user-zd4qy8vz2r
    @user-zd4qy8vz2r Před rokem +1

    Thokozaa 👏 mophupha unikwa ingane incane igoqiwe nje

  • @refiloepeu961
    @refiloepeu961 Před rokem +1

    Gogo mina I dream of a happy child smiling, and laughing with me.. in other dreams, I am protecting a child from being taken from me by a lot an army of people? Kusho uk'thini Loko?

  • @user-wb8ec8vo3x
    @user-wb8ec8vo3x Před 2 měsíci

    Kunjani gogo ngicela ukubuza kuchazani ukuphupja ingane yakho ikhulelwe isencana Ina 14

  • @casmacasma4441
    @casmacasma4441 Před 2 lety +3

    Gogo ngicela ukubuza kuthi Uma uphupha ingane engumfana okhubazekile kodwa ujabulile ngiyi Hage ngithi ngzoyithengela ithoyizi eliyimoto ihleke Uma sengihamba ngithole ngemali eyamaphepha iningi ifaselwe kuplastic ngiyithathe ngiyinike umyeni wam

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kunethonga elicelela umuntu onganakwe muntu elifisa engathi ungamenzela okuthize umuqhubeze noma ongaba namandla akho nje uyokwenzela inhlanhla naye akubonge ngento eyokujabulisa

  • @uniquelungie2225
    @uniquelungie2225 Před 2 lety +1

    Ngiyabingelela gogo ngicela ukubuza mina ngaphupha ngihamba nomntwana wami wentombaze una 15 years sijahwa abantu sabalaka sadukelana masengimthola ngathola ukuth bamubambile bamunukubeza ngokocansi I was so hurt 😢. Ngalenye ilanga ngaphupha engathi ngimubamba edla izidakamizwa🥲. Lamaphuphu ayangihlukumeza ngicela ukubuza ukuth ngabe asho ukuthini. Ngiyabonga🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      usuke utshelwa ngaye impela ukuthi kunento ethize engenzeka ukuthi iyenzeka kuye embi bakutshengisa nento eyenziwa nayezinye izingane uma kungenzeka ukuthi uzwe ngengane ethize ukuthi yehlelwe ileyonto ubovele uzame ukukhuluma nengane yakho uthole isimo ukuthi sihamba kanjani kuyo ngoba usuqwashisiwe hkona lokhu abakushoyo ngayo

    • @uniquelungie2225
      @uniquelungie2225 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 Ngiyabonga kakhulu I will pay more attention kuyena. Kona ngiyaxoxa naye ngifuna ukuthola umqondo wakhe ngaya nase sikoleni ku class teacher wakhe wathi angisondele kuyena ngimthethise kancane hhayi kakhulu ngafike ngamtshela ukuth umem wakhe usho kanjalo uphika yonkeke into wavele wath ayikhoke leyonto uzoze ashawe nje wenzen. Saqhubeka saxoxa ngaze ngathola ukuth kunomunye umngani wakhe ohlolwayo oseke waduka waya kamfana kwaze kwafonelwa uclass teacher wakho. Kodwa abakubo kwengane bafika engaka yoni ingane.

  • @mvuselelo7150
    @mvuselelo7150 Před 2 lety +1

    Ngiphuphe ngiphiwa ibhayi Ali black and white, do I need to buy it?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ubutshengiswa ukunyuka kwamandla akho ngokuthi idlozi lakho selihlanganise abantu ababili ngemindeni kungenzeka ukuthi bakomalume kanye nabakini mawuzwa enhliziyweni yakho ukuthi uyayhanda ukuba nalo ubgaliyhenga mase ulisebenzisa uma uzokhuluma nabo labo baleyomindeni kuphela ubgenzenjalo ke